Am a single mother of a boy child from Zimbabwe 🇿🇼 Am far away from home Africa, ngyafisa sengathi indodana yami ithole ithuba lokuba nomalume ofananawe, ozoyifundisa ukuba yindoda.
Woow Mavundla ay ukhulile mfwethu, you are blessed. I love that you acknowledged ukuthi sometimes you are ignorant, lokhu kungenze ngakuhlonipha kakhulu. Ngyabonga ❤❤
Yazi ubhuti Mavundla ngisanda kumazi futhi nakhona ngimazi bencokola nosisi Mashudula I remember the time bekhala bowu2 ..yaz nami ngagcina sengikhala kwanami, so into engiqaphele kakhulu ngobhuti unobuhlakani nd into yakhe uyayimela akayifuniseli ...big up to you bhuti Mavundla
May God bless you Vundlas mina ngfisa ungenzi into ngoba ujabulisa abantu zibeke wena phambili kuqala noma ngabe uthatha siphi isinqumo I support you ❤❤
Syabonga Vundlo mina ngingomunye wabangani abasha ngyakulalela konke ohlez ukusho okwakhayo n futh kulento ka mamah ngithi nje take ur time to heal ungajabulisi thina as much as ngibuhlungu bt eyam inhliziyo ayilemele okudlul eyakho... Asbonge we babanah😊
Vundlas ndoda lungisa izinto nomkakho mfethu mina nabanye sisakholelwa kuloluthando lwenu it helping us a lot ungavumeli usathane asphuce esesithembele kukho plz go back kuMashudula n sort yr thinks we lv u guys niyisbonelo esihle
Mavundla I was watching your first video with umaShezi emva koqoma, you did make your intention clear and what you are in for and what you will like to see happening. She commented herself too even saying she is willing to look up to you so that she should not find herself athetha amacala kwaMavundla. Unfortunately she didn't visit you conversations to remind herself of the things you promise to each other. My concern is the way you announced your breaking up with her cause in other conversations you had with her, you said you were not going to break up with her, uzobona ngawe ungasekho maybe you should have done that. All in all you played your role well as her man only flop you did was to leave her like, I applaude you for all the lessons I learned.
Ay kulungile sbali wethu kusukela manje kufanele ngilindele noma yn akusenani Mavundla wethu koDlaba uneskhwele sbali kakhulu into nje engthandile awufihli uma into ikuphathe kabi nenhlonipho onayo nobuqotho uyindoda eqotho Vundla 🙏
Vundlas, mina ngifisa ukuthi ke nibe together. Ngikusho sonke isikhathi ukuthi, please make time to be together. You guys are not children, you are old enough. Love each other, siyanithanda kakhulu futhi. God bless ❤❤❤
Ngicela inumber yakho mavundla i'm in Israel i wanted my boy to join the man conference he 12 years old i feel like ungenza umehluko kumfana wami since nobaba wakhe engekho esouth Africa uyakudinga ukudodiswa🙏🙏
Yeyi Waze wayigagu mfowethu,engathi umdali angakugcina khona abantu bazofunda lukhulu la kuwe,awuve umnandi.Syabonga.
Wemkhaya windoda esaziyo istori sayo ngyaphakamisa lapho mtakababa inkosi ikupje ukphila👏
WeMavundla ,mina bengicela uqale nafana abano 9 yrs upwards ,yey nabo sebeqalile bayabhonga ,anginaye ubaba ,ngiwgogo kuye ,kodwa yhooo uyahlupha siza ngani yam from Mrs B Dludla ❤❤❤ and ngiyakulandela kakhulu ,ngifunda nezincwadi zakho
Ngicela nkunzi yami uthathe isikhathi sakho umbohle kodwa ekugcineni uxole ngiyaluthanda uthando lwenu noma Shezi luyasikhuthaza❤❤❤🙏🙏🙏
Sawbona Mavundla,syabonga ngezinkulumo ezakhayo njalo njalo,umunt ohlakanphile uhlezi Emile njalo emazwini akhe aqotho,keep it up brother
Am a single mother of a boy child from Zimbabwe 🇿🇼 Am far away from home Africa, ngyafisa sengathi indodana yami ithole ithuba lokuba nomalume ofananawe, ozoyifundisa ukuba yindoda.
Hhayi kodwa Vundla's uyinsizwa kodwa yazi ngiklalele emsebenzini sengyeke kwaksebenza Big Brother uzimele insizwa keep up the good work mfe👊
Woow Mavundla ay ukhulile mfwethu, you are blessed. I love that you acknowledged ukuthi sometimes you are ignorant, lokhu kungenze ngakuhlonipha kakhulu. Ngyabonga ❤❤
We bhuti Mavundla, uyindoda emadodeni, ngiyabheja ngawe. And uyisibonelo esihle emhlabeni wonke jikelele🙌🙌ei inhlonipho yakho nokubazi abantu, kwenza sikuthande kakhulu
kodwa soyeka kanjani ukukhala if kunjena jesuh ,u hv brought tht light pertaining uthando ,nibuyise ithemba othandweni lwethu ,siyacele bandla awuh kwaze kwabuhlungu eSOUTH AFRICA MAYEH
Mfoka mavundla ngaze ngakuthanda engine 65yrs kodwa kuningi engikufundile ngawe waze waba onehlonipho kumagumbi yonke umndali akubusise akwandisele amen
Ayi ngikuzaile bhuty ngigezekile moyeni nhikwaze manje ngodaba lwashudu ngamithanda nobabili Shem namanje ngiyafisa one day kulunge ngoba nindawonyebmiyinjabulo kity siyakwaz nokuhlezi sincumile ngenxa yenu and beside this kuningi okuhle nokumnandi ngani sesaba nesmile ngenxa yenu sakhululela Nkulunkulu abe nami bandla♥️🙏🏼
Ei nkosiyam iqiniso lelo🙌🙌
Kazi uneminyaka emingaki wasukhula kangaka emqondweni...wasukhetha uMashudula naye oyisbonelo ezweni...nikhule bantabami unkulunkulu aniphe enikufisayo❤❤❤
Ngyakuzwa mavundla sengizwa kahle yoooo angazi ngingathini usuzihenge ekamelweni thatha isikhathi sakho bhuti yooo siyakudinga ❤❤❤❤❤❤❤
Yaz ngendlela ekade ngakulandela ngakho ngaba nefoni ngo 2013 ngabhala status ngathi UNYaka wesethembiso ... Yaz angeke ukhohlwe namanje kusewunyanka wesethembiso kwi status ngenxa yokukuthanda ngikulalela okhozi phakathi kwabili kunyaka wesethbiso 🎉🎉❤
Uyothini ngelinye ilanga we Vundlas Uma ungathola kuthi kuthunywe wena kuthi kwakhiwe isizwe . Mina ngikhi awusaziphileli wena . Ngeke usakwazi ukuhlukana nomashezi. Nasezwini likaNkulunkulu kwakusenjeziswa abantu a abangekho perfect. Yendlulisa Mavundla . Ngowesifazane ovela ku Nkulunkulu lo, kuhlolwa wena kuthi uyakhona yini ukuba sesigabeni so sobuNkulunkulu sokwakha . Makhe Mavundla umashezi Abe yilento oyifunayo . Makubiza ulaka lusebenzise kuze kulunge izinto.
❤❤🎉
Yazi ubhuti Mavundla ngisanda kumazi futhi nakhona ngimazi bencokola nosisi Mashudula I remember the time bekhala bowu2 ..yaz nami ngagcina sengikhala kwanami, so into engiqaphele kakhulu ngobhuti unobuhlakani nd into yakhe uyayimela akayifuniseli ...big up to you bhuti Mavundla
Uqinisile yayimela into yakhe
Ndodana ngempela uNkulunkulu ukuphile ubuhlakani 👏👏 you are such a blessing! ❤
May God bless you Vundlas mina ngfisa ungenzi into ngoba ujabulisa abantu zibeke wena phambili kuqala noma ngabe uthatha siphi isinqumo I support you ❤❤
Ngithanda iqiniso lakho bhuti mavundla❤❤
Vundla elihle sbahle vele kithi nam ngyfisa ndoda uhlangane nomfana wam umah Hlangabeza amen
👏👏👏uvuthuwe Mavundla emqondweni nasemlonyeni , okuningi okushoyo cishe kufane nami, ngiyakuzwa mina strue 🤞, values and principles 👍👍👍
Syabonga Vundlo mina ngingomunye wabangani abasha ngyakulalela konke ohlez ukusho okwakhayo n futh kulento ka mamah ngithi nje take ur time to heal ungajabulisi thina as much as ngibuhlungu bt eyam inhliziyo ayilemele okudlul eyakho... Asbonge we babanah😊
Syambongela umama owathwala wena mntanani 🙏makukhanye njalo nokuhle kukulandele ❤
Nina nobabili kunalento eyimfihlakalo uNkulunkulu ewulayezo ojulile ,uMdali afisa ukuba niphilise ngawo iSintu .Niyiphilisi nje ezimpilweni zeSizwe esimnyama. Love ❤❤Guys.Mtubatuba.Kusho mina" Mshayiwenyoka namachanayo".Xola Mawela Nkunziyombhemu.
Mavundla i started listening to you usaqala noBK kukhozi fm. So far I've learnt a lot from you.
Mavundla mina ngidla amaningi esakeni lakho kuningi engikufunda kuwe qhubeka bafo
Ngyakuzwa mina.syabonga Mavundla and ibuhlungu lento ngyazi kahle.phola mfethu.❤
Ngaze ngakuthanda kodwa Vundlas uyasakhela isizwe sethu ngothando nenhlonipho yakho sengathi konke kungahamba kahle emshadweni wenu❤❤
Kodwa Namuhla ungenze ngamazi kancono u Mavundla.Nathi sesizokhona kusebenza besesifile stress ilenkinga le..Yobe Vundla syakuthanda nathi E Mpumalanga province ❤❤🎉🎉
Woow #Mavundle ❤❤❤you're a man among men 🙏🏻aiy amaningi aweslima🤞🏻
Ave ngiwthanda kodwa lo music okhala kancan emvakwakho Vundlas🤗
Mavundla uyindoda broe izinkulumo zakho wow wow❤
Uzwakele Mavundla...seseka sonke isinqumo osthathayo jongo..
Thola isikhathi bhuti sokphola kuzodlula naye uzowabona amaphuthutha alungise nginifisela konke okuhle❤❤❤❤
Bhuti syabonga uyisibonelo esihle kubafana bethu ngyafisa sengathi umtanami angafana nawe bhuti wami❤🎉
Ndiyakuvuma bhuti, you are damn intelligent, ubusisiwe umama owakuzala.you are young but one could learn a thing or two.❤❤❤
Waze wanezyalo ezinhle owesfazane oqale ukuphawulaa🙏👌
Unesiphiwo semfundiso enhle kodwa
Nginesicelo sokuthi uxole wehlise umoya kodwa ngiyanithanda nobabili dlulisa wehlise umoya❤❤❤❤❤❤pls
Ngikwethulela isigqoko kodwa mkhaya sbari wami,uphiwe futhi uyacikoza❤
Syabonga bo nkosi yami sizokuhugger boh Jesu kodwa nkosi yami sengifisa kuhlangan nje Moya 😂❤.hawu Jongo
Aii ngigcwele ngalensizwa,ngifisa umfana wam afunde la kulezinsizwa no my brada unjengawe nje Vundlas
Mavundla nomashudula ngicela niqhubeke uhambise isudukesi kumanje angikhoni nokudla ngithanda uma nikhuluma nomashudula please mavundla ngicela umxolele ❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉❤❤🎉🎉🎉
😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 njani izingqondo zabo azihambisani at all nje
I'm so happy vundla ngokusikhulisa ..kodwa ke bengicela unike umashudula elinye ithuba bekusene pattern ebengiyisika kinina nobabili ngiyakuceeeeeelaaaaaaa
Salute Vundlas
Kuhle ukuthatha iskhathi sakho ngoba ukuphoqa kuyingozi kungaba ingozi ngisho kuye lomuntu oduke uthi uyamthanda
Ngyakuzwa mina Mavundla bt ucc akake akwazi kuhlukanisa izinto azifunayo empilweni....kona isithunzi sendoda sehliswa yithi bantu besfazane..akukwazi kuthi naye sengaphinda iphutha nomuntu oyedwa loko kukushiya nemibuzo eminingi nangendlela okwenzeka ngayo....so umuntu akamusa kukugxeka ngoba akazi inhliziyo ilimele kangakanani....
Vundlas ndoda lungisa izinto nomkakho mfethu mina nabanye sisakholelwa kuloluthando lwenu it helping us a lot ungavumeli usathane asphuce esesithembele kukho plz go back kuMashudula n sort yr thinks we lv u guys niyisbonelo esihle
Mavundla awazi ukuthi siyithanda kanjani Into yenu siyi country. Ungasiphoxi bakithi yehlisa umoya.
Vundlaz Mfana ay uyinsizwa kamnandi bamb isandla nifanelene nomaShezi.❤❤❤❤❤
Yoooooo, isifundo esilana. Sifundule, ngifundile. Nabantu aba requestile bakhuluma kahle. Ngaze ngakheka. Kodwa angifisi ekwakhekeni ngokulimala komunye umntwana. Nami ngangizoquleka, ngivuke ngiphinde ngiquleke...ngivuke sekuthulekile ezweni😊
Ngyohleze ngkuhlonipha bhuti ma Vundla 😇😇😇😇
Mavundla bhuti towards the end you said something that touched. Ukwazisa into yomuntu kuwukuhlonipha😭😭 umuntu uyahlonishwa
❤uMavundla wonyaka westhembiso
Mina im proud of you.nokukhulisa izizwe lokho kukodwa kusenza simbonge uNklk ngawe .amathongo akini akwandisele kuhle okwenzayo..njlo mangikumamela ngizea uggo wakho. 😂😂
Hawu bakithy Mavundla 👌Ave ngikukhonzile
Ngiyabonga kakhulu ukukubona Vundlas. Kade ngikuzwa usicokozisa ngezinkondlo. Namhla ngikubone ngamehlo.
Uyiqhawe mavundla ❤❤❤❤️🔥💯
Eish mina I understand him, asiyekeni ukumjaha lona I themba lisesekhona,uthe usamthanda..
Mtanam inhle into yenu khehle mna nginifisela inhlanhla mtanam kwaba yiphutha wayenga qondanga ubambo lwakho Lolo nginithanda mfana wam nifaneleni ningaba mameli abantu unkosikazi wakho lowo ❤❤❤😂😂😂
Sibonge mavundla ukudeka lesithebe .....Mashezi engikucela kuwe uma suphakile ukudla ungabuye ukhangeze ukudla okufana nakho lokhu ungakakudli ....ungaphazanyiswa umsindo weziwengu ungazibuki la oyakhona....zimemeza noma ugeja noma ukolile .....ekhaya ispunu somnumzana asisentshenziswa isivakashi ...ngiyabonga
Bhuti omdala..siyabonga, yabona nje njengenjongo elishanda kushada. Ngyabonga mnewethu
Ayi Wakithi 🤝🏻🙌🏻🙌🏻uqedil ungethole, Ubuntuuuuu abande ebantwin Nakubantu Bande Ubuntuuuuu...mina Bhuti wangenz ngab nethemba lokuth makusakhon abant abakwaz kukhulum njengani wangenza Ngaba nethemba layoyonk nje into ekhon emhlaben 🤝🏻🤝🏻🤝🏻🙌🏻🙌🏻
Bhut mavundla okufanele kwazi ziyageza nsizwa.mina mangiyifuna intombi khohlwa bhut ngiyashaya ngiwine ngomuthi
Ay bhut wabantu Sbali we country🥰
Mina vundlas ngikuzwile ngthanda kukhululeka kwakho noma znto zingahambi Kahle ..❤
Your content is cool yet quite clean.
Mina ngyakuzwa mzukulu Mina ngimdala kakhulu nami kungiphatha iskhashana ukuphola sentweni ethi afane nalokhu take yr time ngane yami❤❤
Siyabonga ndodana ukumela iqiniso baningi abangashintsha empilweni asebeyiphila umanje bebengakuthola kahle bakulalele .uNkulunkulu akukhulise akubusise ngegama likaJesu Kristu.
Siyakuzwa Siyabonga bhuti wethu we love you guys we hope ukuthy nizolungisa izinto lakwanakel khona ❤❤
Ku zwakele nkunzi kodwa okukhulu nakho konke lento yenu yakha isizwe. Iyasivuselela nasemudaleni bethu. Thina sizinsizwa sinawe Khecekhece mzimbokhala imali ❤🙏
Nkulunkulu akuthande njalo bhuti Mavundla n i have a son really wish him to be just like you mfe2😢❤
we Kamavundla sekuyoze kuphunyuke inkunku uloko ubz ubilisamanzi nona esebila awuke usondele umfunze labashokoledi seyoze alimale umlomo umashudula bemqgisha oshokoledi abana maququva bakithi kudingeka wena la phuma ezintangeni kamavundla alihambi sudukesi❤
❤❤❤❤❤❤❤❤ngyabonga ukuzwa olokuthanda kodwa kuzomele nixoxe
Mavundla I was watching your first video with umaShezi emva koqoma, you did make your intention clear and what you are in for and what you will like to see happening. She commented herself too even saying she is willing to look up to you so that she should not find herself athetha amacala kwaMavundla. Unfortunately she didn't visit you conversations to remind herself of the things you promise to each other. My concern is the way you announced your breaking up with her cause in other conversations you had with her, you said you were not going to break up with her, uzobona ngawe ungasekho maybe you should have done that. All in all you played your role well as her man only flop you did was to leave her like, I applaude you for all the lessons I learned.
Aw nkosyam Vundlas.. ngathi ungaphola kundlule..uxole ebese konke.kubuyela esimeni
Cha cha cha iñtombi uma isikhethile ayibe nesimilo nokuhlonipha wònke umuzi.cha akusiye uzoba unkisikazi onjani owuthathekile
Bekumnandi kuleTH-cam account bengekho oMashudula iyona reason I Subscribed ey manje iscefe sodwa mangthola iNotification ngithi incwadi uKhabazela kanti indaba yalesdudla
Vuka Mavundla kuyabongwa made Mazulwini,ndinithanda namaphutha enu vukani nobabini nizothathe.Akekho UMNTU ongena phuta.💚💚💚😁💚💚💚👃
Cha bhut mavundla ngity kuwe uphiwe mmfethu ngimthanda ubuwena nangendlela onobuntu ngayo unesizotha unesintu uphelele engimthanda ukuksho umashesi akafunde ukwazi ukty if usukhethile umuntu omgaxe ucu kumele uzihloniphe okunye usuke usugwema konke okungakucekela phansi isithunzi sakho nomuntu wakho omkhethile plz mashezi zama ukuqonda ukuty ukuliphi manje izinga ❤
Hey wahleka Mavundla sewuthi nje cha angeke ngizwe ngani waphela 😂😂😂😂😂😂😂kwangathi uyababona nalabantu osho kubo ubambeke ngamehlo
Awu Mavundla ubambo lwakho ngempela ngibuka nje uthando nalo ngomaShezi ngiyanithanda yimi umamZwane egoli
Umzalwane kababa ngiyawuzwa umthandazo wakho dankie Njomane kamvangeli
Bhuti ngithi izi 7 azime ngempela ..until niqondane kahle futhi better a broken relationship than a broken marriage. Kuhle udadewethu ahlunge azi ukuthi umyeni uthandan nawe wazi umkami uthandani . Ngiyafisa ukuthi abantu bahloniphe umsam wakoMavindla ngempela
Ayi waze. wayibeka wendodana keep it up !! Amazwi akho akhulise nami ngingu gigo ka 65 yrs ...Siyabonga iNkosi ikubusise.
Ngiyanithanda nobabili angikhethi muntu nginithsnda nhokulinganayo❤❤❤❤❤❤❤
Mmmmmh wakhuluma Mavundla and ngikuzwe kahle 🙏♥️
Uyindoda emadodeni mavundla Kona ngiyafisa wakhe uhlelo lakungangena khona abantwana abangabafana ubadodise
Ngeke sihlale singothi entweni emnandi eniyenzayo nengadeleki Kuni buka ❤😂
Ngiyakuzwa Mavundla,ngiyafisa ungisizele umfana wami
Good mantor
Ay kulungile sbali wethu kusukela manje kufanele ngilindele noma yn akusenani Mavundla wethu koDlaba uneskhwele sbali kakhulu into nje engthandile awufihli uma into ikuphathe kabi nenhlonipho onayo nobuqotho uyindoda eqotho Vundla 🙏
ngathi nikhuliswa umuntu oyedwa noMuntu wami,ubunzizwa nenhlonipho kukyena ngisho umdinile wehlisa umoya akhulume engathi akadiniwe, uyaphuza nokuxola mase umgile kakhulu njengami🙈😂😂😂bengidinelwe for 2months ngoba ethi sekhathele😂😂Inkinga yakhe nje akakwazi ukuxolisa umane athi sengenze iphutha kuphele kanjalo,kodwa mina kumele ngixolise Haiy ngeke mangithi nami ngeke ngisaxolisa zothi sekwenzeke iphutha njengoba esho,wathi ngabe sengilingana naye futhi akupheywa ebudlelwaneni neCompetition ayikho futhi joh🙌🏼Omunye umuntu loya kodwa zobekela ngoba uyangihlonipha😍
Uma bengiseduze bengizoza ngosuku lwe suitcase❤
Great orientation,syethemba kuzwakele,mina ngizwile
Umntwana usaphethwe ubungane .kanti usuvuthiwe Mavundla.
Yooooooh kanti thando luyabulala futhi Vundlas😮
Vundlas, mina ngifisa ukuthi ke nibe together. Ngikusho sonke isikhathi ukuthi, please make time to be together. You guys are not children, you are old enough. Love each other, siyanithanda kakhulu futhi. God bless ❤❤❤
It's impossible kodwake their IQ levels are top different nje anginasizathu ngo Maashudula kodwa nje no
Ngavele ngakhumbul lengoma Ethi kukude emathandweni 😢 ungaze uphenduke ujike ubuyele emuva ithi nabasemshadweni abakakafiki ngenxa yobukude Thixo😢
Ngicela inumber yakho mavundla i'm in Israel i wanted my boy to join the man conference he 12 years old i feel like ungenza umehluko kumfana wami since nobaba wakhe engekho esouth Africa uyakudinga ukudodiswa🙏🙏
Ngiyawuvuma umbono kaCc Nonhlanhla Bukhosini wokuthi hlanganani nikhulume ngempela ngomoya wokwakha.
Mhlonishwa wakithy ngithy nje angbambe ithambo kuwe, ay uyiqhawe lesizwe mhlonishwa unkulunkulu akugcine njalo eh mhlonishwa uyijongo, uyinsizwa, umnumzane, usomabhizinisi uyikona konke kithina unkulunkulu akulonde qhawe😊
Wangikhumbuza uPitch black afro, ethi sengiqedile! 😅
Shwele ukhulumile, sibonga amakhehla akukhulisile ngobuhlakani obungaka, engathi singalalela lokhu okwakhayo okuphimisayo.
Sawubona Mr Vundlas nginifisela okuhle kuwhubekeke phambili
Ayi Mfoka Mavundla uphila iqiniso, awuzenzisi ubumele ubunsizwa Kuningi ngikufunda kuwe.
Sibong iyalo zakho Bhudi uMavudla ....siyitsha...Qhubek njalo🙏