Eih Nkossss 🙏🏻 Ayikho into engiphilisa njenga bantu abaxolelanayo impilo iqhibeke uthando lubuse❤️❤️❤️love you guys oe🙏🏻May God continue to bless you and protect you from all evil forces from the dark pit of hell...in Jesus name 🙇🏻♀️ 🙇🏻♀️
Ningazosihlanyisa ke webantu bakulelikhasi....9000 viewers but less than 400 likes....ningadlali ngathi plz nami ngizosuka umduma waKwamaphumulo njalo, before ulalela nje uhlulwa yini ukucofa bese uyalalela
Saze sasemathandweni siyiningizimu Africa💃🏻💃🏻💃🏻asazi kongaqomile😀😀😀😀
ay ey uyaphi lapho
Awu Jesus,Zincane Izibongo ... Kwasho umhlabeleli,ngaba ne stress same time,ngaguqa ngedolo.Siyabonga ukuselapha Mavundla.Thina Vundla Nation siholwa nguwe.Sinithanda ngothando lwakwa Love.
❤❤Mavundla syabonga Totisani yazi zangengilale ngalelalanga ngaze ngajabula ningamvumeli omubi phakathi kwenu iyashabulisa lento yenu singabashadikazi phambili ngane zakwethu unkulunkulu Ka Shembe abenani nobabili anivikele kukho konke
Sound Vundlas ayikho😢 kodwa ke I'm happy ngokuthi kuzohamba njengoba kwakuhleliwe💃💃💃💃💃
Yey ngathi ngiqome kabusha ke futhi manje indlela engi happy ngayo I Loluthando ❤❤❤❤❤
Ngicela imfa mona nazingangeni phakathi kwenu nobabini nginithanda hurrrrrre ❤ waze wakhuluma kahle mavundla ncoooooh bakithi❤
Mavundla mfethu uJehova anibusise kukho konke enikwenzayo nginithanda ukubhubha❤❤❤
Yooo ngaze ngajabula nesisu asingiphethe sesiba ncono syabonga bhuti VUNDLAS
God restores…….kuningi ukwenza Mavundla. UNkulunkulu uyawazisa amandla omuntu akawakhohlwa. Ngikhumbula kuKhozi naku-Bab’ Ayanda Msweli Foundation. 👏🏽👏🏽👏🏽👏🏽👏🏽❤❤❤
Ave nginithanda #weMavundla no #Shudooo ❤
All the best zthandwa zethu siyi Country 💃😘
Wow syabonga kakhulu Mashudula n Mavundla Nkulunkulu anibiyele njalo syanithanda nkosi yami❤❤🎉🎉
Bantabami, ngimdala kodwa maye! Uthando enginithanda ngayo, nginifisela ukuba nigugelane. INkosi inibusise bantabami ❤❤️💐🙏
Hawuuu kodwa nginithanda nobabini niyafanelana bakithi ncoooooh nkosi yam inkosi nayithele umusa phezu kwamakhanda wenu lunzima uthando ndiyalwazi❤
Not Mavundla saying "uqome waze waquleka" 😂😂😂😂😂
Eih Nkossss 🙏🏻
Ayikho into engiphilisa njenga bantu abaxolelanayo impilo iqhibeke uthando lubuse❤️❤️❤️love you guys oe🙏🏻May God continue to bless you and protect you from all evil forces from the dark pit of hell...in Jesus name 🙇🏻♀️ 🙇🏻♀️
Kunini ngilinde lo live ngizowubuka isbili😅😅😅...athi umuntu angizubamude qede bahlale 2hrs 30 minutes eyi nina siyani rata❤
Siqome kahle wema Shezi mina ngithanda kwa Mpanza oMavundla labo o Thabekhulu o Donda ❤
MHHH NKOSIYAMI.CISHE SALUTHA BO,VUNDLA & SHUDULOO ❤❤❤❤❤❤❤❤❤
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Imani bakithi muntu uzohlanyiswa ilabantu,futhi ngyabona ngizohlanya ufika ngihleka ngedwa njengohlanya ai ngyanithanda akhathali bandla❤
Umuntu ongathi akaluthandi loluthando ngempela ngabe using a umthazo ...... Siyanithanda engathi ningaya kuTV nibukwe yizwe lonke ❤❤❤❤❤
Kuthi ANGIGIYE WEEEEEÈEEEEBABO saze sa happy emzansi❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Kodwa yini madoda ayikho into engalungiswa bantu uyakhala Shudula bakithi ,ayi ayi ,sekhala mina manje😂😂😂❤❤❤❤
Kunjalo nje imsebenzi yoktandaza shineèee phambili Vundlaz nd Dlaba ❤❤
Angikaze ngthokoze kangaka Mavundla ngane yami uThixo akukhulise ngamandla akongezelele ukumazi yena nokumethemba kuzo zonke izimo ohlangabezana nazo endleleni ngyabonga mntanam 🙏🏾🙌🏾
Mina mavundla ungiphatha kabi uma uMashudula esethi uyancokola wena uhline , please khulumani nge smile bakithi
Yaze yayinhle into yabantu ababili uNkulunkulu anikhusele njalo❤❤❤❤
Ngaze ngabathanda webantu ngingabazi ngize ngihlangena nabo kosyam ❤❤❤
Sibonga UNKULUNKULU kakhulu. Imithandazo yethu Uyiphendulile, sikhulekile WAsizwa. Futhi lendaba yavunywa ezululwini. Uyiduba namhlanje, kusasa uyoyicinga ilanga lonke ku TH-cam. UJEHOVA Aninike impilo ende, emnandi, egcwele izibusiso nize nihlukaniswe ukufa! Ungathi ngiyaphupha. zitha, bathakathi, nginiphonsa kwalasha ngegama leNkosi UJESU.❤❤❤
❤❤❤ baba uMavundla noMaShudula ngyanithanda nginfisela okuhle kodwa umdali onigcine aphinde anibusise
Bhuti sengiyoqoma nami manje 😂😂😂😂😂ngiyabonga bhuti nosisi wami❤❤❤❤❤🎉🎉
God bless them Nd protect them uqinise uthando lwabo❤❤❤❤
Cishe ningmisele ngenhliziyo,kwakuhle ukbona senihleka nijabule ndawonye❤❤❤❤❤
Sinibeka esandleni Sika Thixo Abe Nani ngaso Sonke isikhathi niyathandwa nase Soweto saze salapheka❤❤❤❤❤
Waze wacamela kahle nokushudula ku Vundla wakhe ku Live ngabe kungcono kube senisondelene already❤❤❤
Shudo nganeyakwethu singoDlaba neNkandla usimele uhlakaniphe njengenyoka ube mnene njengejuba,ngise Tulwan sisi kwa Yini nomeGugwin ngikwa Mashu G section ngokuhlala ❤❤
Syabonga Vundlas no No Sisi Wakho kanye Na Make Mavundla...😅😅😅😂❤❤love love u guys
Mna ngizohlanyiswa uloluthando lwenu saze saqoma esatafrika❤❤❤ nginifisela okuhle kodw ngiyanithanda
Vunda no Shudu ngiyathokoza masenibuyele kulesisimo engisithandayo ngibonga ngiqedi ❤
Angiyibonanga Le live kanti awusamemezeli yini manizoba live bafethu 😢
Bekade eshilo use wathi uzobuya NGO 21h00
Why ningavuli bandla ngoba ngathi zinkulu izinto enibizwe Zona Mavundla. Yeyi niyasibusisa bhuti nosisi. Imali sizayifaka bzc thina sinimamela Manje eyethu lento ❤❤❤❤🎉
Ayikaze yahlulwa injomane kababa kant ngabe iphathiswen😊❤
Ngaze ngajabula mina nginithanda into engapheli ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉
Nginithandani Vundlas nesphalaphala sangakithi uphuma langa sikothe pho muhle yini umtakaDlaba umona phansi ❤❤
Halala am so happy 🎉uyintsizwa Mavundla 🙏
This is heart warming bafethu siyabonga God bless your relationship
Cha nima nje ngiseSkhawini ngiyabonga ukuthi nehlele ngenzansi nibonisane zingane zami inhle lento yenu ngiyabonga kakhulu❤❤🎉🎉
Mmmh ndaze ndanithanda Mavundla nomaShezi yeyi andisancumanga Jesu 🥰🥰🥰
Ave ningichaza kodwa mase niblusher nobabili😂😂❤❤❤❤
Siyabonga ukuthi liyaqubeka isudikesi umkhulu somandla Mavundlas Madlaba number one
Vundla nkab ayi xolela ndoda ...😂😂😂😂😂😂xola vundlas nkab ngiyijongo nje lakwethu ngyayxolisel intombi...izofunda ephutheni.uyaybon yin kod nkab kuthi imamatheka kanjan mikbona😊😊😊😊yehlela ngezansi mmbhemu
Kanti nabantu beslisa nabo baya glower Uma besemathandweni? You're glowing mfoka Mavundla🌞
Mhlazana ngabuya eMzansi ngizoni hugga Vundla & Shudo. ❤❤
Yaze yayinhle into esiyibonayo uNkulunkulu anibiyele konke kuhambe kahle niyisibonelo esihle emphakathini siyanithanda❤❤
Kuhlekwethu ❤❤ Vundla🎉🎉
Wamuhle Jehova ngalezi ngane zami halala❤❤❤❤❤
Saze sajabula weeeeJesu angikaze ngibe buhlungu kanje kwakungathi ngizofa ngiyabonga Mavundla ngane yami kuyavela ukuthi uyazana nenkosi ukuthethelela kusegazini ngiwumama omdala kodwa into yenu ngiyithanda kakhulu ngise Harding Shudoh ngani yami ngicela uyihliniphe indoda yakho uyithande futhi iyakuthanda kakhulu cc siyanithanda ke we looking forward to the weekend 💃🏾💃🏾💃🏾💃🏾❤❤
Syabonga nkosi yami...uhloniphe indoda nawe phela mama usukhethiwe manje
Nggaze ngajabula wemavundla ninomashudula. Nganeyan ngiyabongak kunina nobabili ngifisa inkosi inibusise amen
🎉🎉🎉❤ VUNDLAZ NOMAKOTI WAKITHI SIYANITHANDA
Mina ngithi nje amen nkoc yam, unkulunkulu ame ngakini ngiyanithanda kakhulu❤❤❤❤😊😊😊
Kuhle ukubuyisana ubonise nokholo lwakho niyathandwa yomi❤❤
Abantu abazwanayo ubezwa olimini,nidalelwene nina❤❤❤
Aw Vundlas ubambe elkamama onembile😂😂😂idistance ayphele
Mavundla you look very handsome nge chiskop
Ngiyanithanda ngihleka ngedwa ngithi kwakuhle kwethu ❤❤❤
😊Mina ngithanda indlela uMashudula akhuluma ngayo..ngibuka izindebe🤭🥰
I baby shower 😂 aw Suk madoda sebeythembisilen inkabi yethu ukt bazoyithi mbibi😂
Mmm kodwa ngovundla's i list Jesu nkosi ikusize mf2
Ngaze nganithanda ba ntakwethu inhle lento eniyenzayo uthixo anisikelele niye phambili❤❤❤❤❤❤❤❤❤
❤❤❤nginthanda njengam nobabili
Ishama leli eliwuMavundla😂. Thatha wenkabi yakithi😂
❤❤. Aww ngyabonga ngamazwi amahle owashoyo ekuqaleni kwe video.
Saze sa happy siyiNkandla ngokuziholela🎉
Yoooooh nibusiswe ezulwili eyyy wathandaza umamah❤❤❤❤❤
Syanithanda kakhulu eharding ❤❤❤❤
Ngaze ngajabula ❤ kukhulu engikfundayo kuloluthando luyangakha nje kakhulu mina😢 njengoba ngisakhula nje .ngifunda nasekxabaneni kwenu 😅 ❤❤❤❤
💃💃💃💃 ngazengajabula bakithi❤❤
Lomfazi umphiwe ngamadlozi namvudla siyakubongela izandla ziyagezana halalaaaa
Ningazosihlanyisa ke webantu bakulelikhasi....9000 viewers but less than 400 likes....ningadlali ngathi plz nami ngizosuka umduma waKwamaphumulo njalo, before ulalela nje uhlulwa yini ukucofa bese uyalalela
Even now amaviews awu6k kodwa amalikes 1k.
❤❤❤ okuhle kodwa bafethu
nkulunkulu ulungile 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Ngiyanithanda kakhulu.Mavundla ukhethe kahle.Mawakho from Corovoca.
Awu muhle uThixo siyabonga bantabami 🙏
Ngaze ngajabula ngiyanithanda maninje❤
Mavundla nomashudula niyangiphilisa ngiyanithanda❤
Ngiyanitsandza bakwetfu❤❤
Siyabongaukuthelelana amanzi siy ningizimu africa
Family yami ave nginikhonzile❤😊
Uthando luphendulana ingane ngyaktshela😁😁😁😁😜🤣🤣🤣🤣❤️❤️❣️💕🕯️🕯️
Ngaze ngajabula anifanelene we babo💓💓
Ngaze ngajabula Ave iyintle into yenu❤❤
Ngyazithandela kodwa nina nobabili ❤❤❤❤
❤ngaze ngajabula ngiyanithanda
Uthando okungaka awuuu ngeke ❤❤❤❤❤
Ay Vundlas, Musa ukuthatha isinqumo sokuhlehlisa usuku kzobe sengathi uyancikisela, lungisani izimpahla syakthanda abantu sizolekelela, ay Mavundla ay
Uthando lusibekela konke❤❤❤
😢❤ nkulunkulu anibusise bhuti MaVundla no sis Mashudula ❤❤❤❤❤
Ngaze ngajabula...🎉🎉
❤❤❤family Mavundla 👌🔥🔥🔥
Ngilokhu ngyphindaphinda levedio😭😭💕💖❤️ngaze ngahappy