It's not the sex phone my bro, it's the attention umfazi ayitholayo, the guys in there have all the time in the world, they can call every hour and tell a woman how beautiful their voice sounds and if there has been ecxhanges of photos then he'll complement her. Women like that, the man in her life is busy hustling and has no time to be on the phone all day every day, and sometimes misses to notice her new hairstyle, this gap gets filled by the guys inside, phone sex can form part but later when the heart has been captured
Uyazi I got 3-4 calls from prisoners from the passed years, but have no idea where did they get my numbers. All proposed "love" to me and all of them bathi baboshelwe ama😂 roberies
Ey syabonga boet... You're saving lives zabantu la...kubi emhlabeni... Uyaskhulisa ngampela ngomqondo especially us as abantu besfazane Let us be teachable bafazi... Asngabi desparate bese kuvaleka nengqondo
Hi transformation live. I have a question or rather a topic I would like you guys to cover if you have insight on it. Ngisacela nicaze ukuthi kungani ezinye izinkabi zithi akumele zibe intimate nabanu besifazane, futhi ezinye zingabu phuzi utshwala. Ngike ngahama nezinye izinkabi zathi zona azibu phuzi utshwala kodwa ziphuza ulunye uphuzo oludakwayo zilu biza nge chala. Thank you.
I think she dead or if you are depressed you hold back social lonely even emini uvala amkhathini you don't want the light infect you hold back everything some do survive some don't
Watching from Mozambique (Maputo)❤
I'm addicted to this show
Ngiyanithanda ma South Africans ❤
Nathi siyakuthanda 🫂🤗
How do you hear what he is saying?
I always go there for December holidays. They know isiZulu,very friendly people, I must say@@simpleforex1299
@@simpleforex1299 I can even write and read isizulu , i was born like that
Siyabonga lapho emaputo
Watching from ezimbabwe ko BEULA
Kodwa lobhuti uhloniphekile wenza kahle washintsa impilo yakhe All the best bhuti wami
Thank you your show is helpful and informative.... pusha brother we are behind you
It's not the sex phone my bro, it's the attention umfazi ayitholayo, the guys in there have all the time in the world, they can call every hour and tell a woman how beautiful their voice sounds and if there has been ecxhanges of photos then he'll complement her. Women like that, the man in her life is busy hustling and has no time to be on the phone all day every day, and sometimes misses to notice her new hairstyle, this gap gets filled by the guys inside, phone sex can form part but later when the heart has been captured
mele bhuti wam ubewu msakazi ivoice yakho ngathi uLinda Sibiya
Yah izwi lakhe ele radio
Seniyamfuna ke njalo ngoba nina kukhulunywa ngenye into kodwa nibe nisenyameni 😂😂
One of the best. If bengazunibulala, you could do private investigation for the ladies. That's business right there.
Bhut Mandla syabonga nj ksivula mehlo
Theyz a book by Tshidi Monkoe narrating exactly this
Izintliziyo Ezibuhlungu
Soweto present 😉
Uyazi I got 3-4 calls from prisoners from the passed years, but have no idea where did they get my numbers. All proposed "love" to me and all of them bathi baboshelwe ama😂 roberies
Molo bhuti ndibukele ndise Cape Town ❤
Inkinga yethu thina besifazane Desparet kakhulu kwezothando Yingakho sesigcjna sidlala iziboshwa Umthemba kanjani umuntu osejele
Ongazi nokuthi weboshelweni, kuyethusa
Ngaze ngajubula❤❤ngikulalele makhelwane
Eyakuphu lensizwa
Kagiso present.
Great story teller gazi. Enjoy being part of your platform
9:55 true nginawè bafo lapho ,ile Dna yokungaziphathi kahle isuke isiziveza.
Thanks bro ngake ngagaxela nami ngangimsiza ,waphuma wangilaxaz njenge tissue encolile ,ngamthola ku 2g o kudala
Our brother Mandla Jelly Buthelezi. Don't forget to like comment and subscibe..
Mthatha.................🥰🥰🥰 is here
Ey syabonga boet... You're saving lives zabantu la...kubi emhlabeni... Uyaskhulisa ngampela ngomqondo especially us as abantu besfazane
Let us be teachable bafazi... Asngabi desparate bese kuvaleka nengqondo
Danko bhuti pls ungapheli amandla siqwashise njalo bafo God bless you
Siyabonga ukuthi umuntu oboshiwe unesikhathi namaqhinga amaningi ukuqomisa intombi and kugcina yena akeve ebathanda amantombazane angithi ezwa lento yamajalantiya kukhona nje engimaziyo owaze waya kobaleka kubo wesoka eliboshiwe kanti linomakoti kodwa wayetsheliwe ukuthi akozithulela ngoba uyayifaka support kumkhwenyana wakhe lemali lomfo ubuye ayiphe yona lengodosi yakhe yondle izingane zakhe kodwa intombazane ayazi😢😢
Ec(cala) present
Molo bhuti ndibukele ndise east London 🎉
Gauteng Tembisa ngikulalele Bhuti Mandla🤘
Usho u Sbusiso Mageba, Nami wangi blocker 🤣🤣🤣
Good story teller Mandla🤝
Yooooo, the way I am so lonely, I am sure bengiyozithola sengogxalula 😢😢. Siyabonga bhut'Mandla ngemfundiso.
Waza sixoxe ngoba siyazifanela
Ngikulalele bhuti wami❤
Eish! I know another one who stay in cape town and she went to Mthatha to a prisoner and she was sending him money
Neh baright angithi bathi"amadoda awekho ngaphandle kodwa asejele"basazozwa,phekwabo maConvict.....😂
Mandla waze wakhuluma istory sami kkkkkkk ngake ngaba ngenhliziyo wesibotshwa ...athi kimi wabotshelwa icash in transit hiest kkkkkkkkk
Sawubona mkhaya kkkk
Hi transformation live. I have a question or rather a topic I would like you guys to cover if you have insight on it. Ngisacela nicaze ukuthi kungani ezinye izinkabi zithi akumele zibe intimate nabanu besifazane, futhi ezinye zingabu phuzi utshwala.
Ngike ngahama nezinye izinkabi zathi zona azibu phuzi utshwala kodwa ziphuza ulunye uphuzo oludakwayo zilu biza nge chala.
Thank you.
Ksuke kuwumuthi awusebenzisayo onama-terms and conditions
Syabonga ukusvula amehlo I wish ngyayibona early le video yakho bhuti
Great Story teller!!
-in Hlanzeni Hostel(Tembisa)
Iyooooo uqinisile mfowethu omunye wabulala uthisha wesifazane ungumzalwane wamshada ejele waphuma wamdlisa ushevu wathatha indlu nezimoto ingane zasala zahluphela isigebengu sesibuyele no gal friend wakhe
Yhooooo😮hay sidesperate kodwa
3:34 bafo yazi le yokugcina information ngisayeza namanje ngiyasi cutter isitori bese ngisi paste kuze ngibe well informed
Fs(welkom eThabong) good story teller
😮Mandla ungowase Mcebo really,mina uma uwela umfula nje iManzimakhulu e Mosque isekhaya lapho
Present My Buti ❤🙌
Good story teller
Kukhona abafazi ababizwa ngezidwedwe zasejele😂
Maphumulo present🤘
Brits, Northwest
Radio motsweding😂😂
We are here.
Shenge bafo ✊✊✊✊✊✊
Hey brother uzalwa ubani bcs moist women are trapped in this jail birds tell the truth and shame the devil, we like it...
People trained to lie 😳😳 well trained
Vele iyboshwa zi skilled ngamanga.
Pmb nangempela 🤟🏾
Thanks bhutiza
Bhuti MC Menzisto we miss you manje awu!
Please bhuti buya manje with all due respect
BHUTI UQINSILE O.MASTER BE GAME NGIBONILE 😅😅😅
Yhooo guys omunye wathengiswa I tv isboshwa.
Bayathanda ukulalela kodwa abakwazi
Ubuya nase Venda bhuti? Matatshe and Kutama Sinthumule
Mina ngamthola sisazwana namanje ubhuti owayeboshiwe kodwa ngimqaphe kabi uthanda imali too much n mayeke waybona ufuna idliwe iphele nya
Chaza mnewethu
Waze wakhuluma qiniso bhuti wakhe ngino mngane wami othandana nobhuti osejele Waze wamthengela nefoni used nemali mayeeee thina abantu besifazana angazi sinjani ngempela uthandana kanjani nomuntu ongamazi
Watching from Capetown ❤
Ndicela ubuza ndihlala ndiva bethi ivisit iyanceda ukuba usheshe uphume ingaba yinyani leyo?
Ekseni ngeskhathi sokbalwa u online.. the lair
Radio Voice
Bhuti siyabonga kakhulu Mfo wakithi
Udaba lolu lungukhumbuza u THABO BESTER 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Whats this 'intliziyo'? Could you make an example
Where can you get I proof kanty you must ask for proof of sentence
Daveyton present
Ekurhuleni ❤❤
Sisi
Mina kade ngaba addicted Kyle channel
Cela ukubuza ngezwa omunye owayexoxa kwi Agenda ekhuluma nge Full bhensi yamarobhane. Umbuzo wam uthi igunya la hliziyonde Liya hlala yini kwi full bansi yamarobhane?
Akusiye Baba God lo akhuluma ngaye yini coz lowo uyangdida
Kodwa Mina kudala ndizama akulungi
Into eningi ejele amanga, mina e7 to 12 Medium A Cside ngangingasethembi isboshwa engingasazi emnyango
Ngaze ngahleka
Ngyabonga bhuti Mandla
1:48 Mphe motho ,Motsweding fm.
😂😂😂soxoxa njeeeee😂😂😂😂
Ngoba ubhuti lo uth wake waboshwa eQalakabusha ngicela ningbuzela ukth uyamaz yin uMtawunge owayebizwa ngoCebo Mchunu ekhaya wayengakaze ekhulume inombolo nom igama eliphathelene nenombolo kodwa ngaze ngezwa eseshonile ukth wayeyigunya sekusho omunye umfo esesixoxela ngokmazi kwakhe ejele
Ngathi ngiyamazi nje lomuntu okhuluma ngaye
Nina niphaphela iziboshwa nilamba kabi manje seniphumile senifuna ukumoshela iziboshwa
ITS MOTSWEDING FM
Ukuph EMcebo Jelly
😇😇😇
Sengkhona
Hheyie Bafo wathinta indaba eNkulu, ziboshwa zibaqedile iziboshwa ngephone sex, baphelile Abantu bekhala bechitha bodwa iziboshwa zibaqumisa.
Onhliziyo 😂
Ey 😂 osisi babanjwa kalula kanje,?
@Bonganibuthelezi
Ukuphuka kwenhliziyo
Ngine colleague
Eyangitshela ukuthi
Ithole uthando ejele
Lapho engake ngasebenza
Khona
Ngavele ngaphathwa ikhanda
Ngoba ngisebenzile kuleya maximum
Yamadoda
Yayingiphathisa nekhanda
wathi ithe ibibamba izimoto zemali
Ngathi akamuyeke
Wamuyeka ngoba uyangazi ngisebenza khona
Angifunanga nokumtshela ukuthi
Ba
Manipulative
Ngoba wayephulwe inhliziyo
Esethi uthole uthando
Inhliziyo ephukile
Kuyenzeka izithole
Seyihamba
Ashayise
Iphuke
Kakhulu kunakuqala
Sure bafo
I don't think abantu abangaphakathi bayayithanda lento oyidalulayo bro ngoba baphila ngayo and ababambi muntu ngenkani
Gcwala
Lopez Kimberly Thompson Timothy Clark Barbara
Oh Shenge siyezwa ilokhu okuthiwa iphone sex 😅
Galakada phakathi phakathi.
I think she dead or if you are depressed you hold back social lonely even emini uvala amkhathini you don't want the light infect you hold back everything some do survive some don't
Hola bafo
😊