Nxese cc angikaze ngakhala kanje waze wadlula ebunzimeni mntanami. Ngcela ukubuza ukuthi uyazazi yin umuhle kanjani and u very smart young lady I wish uThixo akusize uyithole indawo enhliziyweni yakho yokuxolela umama lokho kuyokwethula umthwalo wena ngokwakho
I know how it feels, nami ngangihlukumezwa uMa wam. Angitshela ngendla angizonda ngakhona. But ngamandla ka Jehovah i became successful.. Now she bow down to me.. Ngoba JEHOVAH unenhloso ngami
Unkulunkulu abe nani sisi uyena ozohlenga impilo yakho ngoba kade efa evuka nawe. Siyabonga sisi ngeStory sakho yize sibihlungu kodwa unkulunkulu akahlulwa yilutho.all the best in life sisi sizonibeka emkhulekweni yethu🙏all the best in life and keep shining ❤
Sana lwam i relate to your story i went through and thin but God has been holding me with his right hand. Glory be to Him. Accepting Jesus will be signet to your resilience dont cry, be strong make Jesus your strength.
😢😢😢 this story reminds me of my father wasihlukuza sisebancane saze sabadala but i am happy ukuthi angimzondi even izinto zingahlangani through iqalekiso zakhe
Xoĺa sisi u ku ze u lungelwe yinto zakho ozenzayò ñjalo ukhulukhulu u thi abakoñawo bathethelele ngob a Aba kwazi abakwe,ayo. A buye. Athi ngi gu thixo. wenu nonke zama u ku ze hlisa ngane yami ❤❤❤❤
I have been through that kind of situation... Please let us not judge the mother cause that will extend the sorrow and pain to this children. Let's give them hope by strengthening them with our pure words for them to be healed.. I was also the victim of my mom, it was worse than you can imagine cause no one stand with me till today. I am still the black sheep of the family, from the day I was born till today. I know that the healing process will take time, but they will be healed at the end of the day.
I'm not my mothers favorite but this hatred its on another level. This hatred problem is like a chain in families, likewise in my family. My mom was not loved by her mom and now my mom doesn't love me, so today i brake that chain. I put a stop in this in Jesus name, i will love all my kids, take care of the and speak life to them, I will pray for them teach the about Christ our lord. I speak life to myself i will be the best Mom, wife and a good person in general Amen.
Uma ekunyanya pho wakulandelani ? I wish you good luck kodwa komele a boshwe loyomgulugudu owumama. I wish God gets ehliziweni zabelaphi uthole usizo .
I am a 48 year old man I can relate to this story our mother did the same such that my late sister never accepted my mother and our mother hated my sister till drath,she did not even participate in the funeral arrangements of my sister as we speak we are strangers.....be strong my sister God will take care of you
😭😭 i relate to this story too my sister...my mother hate me so much...i think for ur healing we must open our group...so we can help each other to heal🙏🙏
@@CynthiaMthethwa I can't even watch such stories to the end it furriates me nje to know that there are children who suffer in the hands of their Mother's like I did I really can't.
Yaze yahlakamnipha ingane. Eloquent young lady ukhuluma kome qha. Angazi kungenziwa kanjani bakithi. All the best cc Nompilo, thank you for sharing yours story
Waze wandi khumbuza impilo endike ndayiphila 😢 uThixo kodwa wandithwala. Kubo bonke obo buhlungu kodwa uThixo waqala ngam ukwenza okuhle kwisizalo sika Mama, am the first graduate ekhaya and am the first person to work for Government ekhaya. Am so grateful for konke endidlule kuko
Cc Ngyabazi ubunzima odlule kubo I relate to iStory sakho singibuyisela emuva singikhumbuza laph ngihlukunyweza ubaba wami ingizalayo enginukubeza ethi uyangisomisa usiko olwenziwa Uma kukhuliswa ingane yentombazane 😭😭 mind u ngangina 11 years ke laph 2006😭😭 kumnje angilungelwa lutho kuthiwa nginesnyama kmele ngbuyele ekhaya kobaba benyongigeza, mind u kwalowo Mndeni kababa awuzange ungisupport kukho konke lokh kwavele kwathiwa angithi umuntu nj engingamazi wangbamba wangnukubeza😭😭😭 till today on this day I still have nightmares and dream of him on top of me
Akazinikele ku Nkulunkulu athole isonto labazalwane unogcobo Luka Nkulunkulu yikho lokhu ene spirit of rejection zizovuleka izinto zakhe ngegama lika Jesu
No accept Jesus sisi uYesu uyathwalana, uyakuthanda unguMavula kuvaliwe kukho inkazimlo kuYesu akohluleki unguManqoba unguMadida You are a victory in Jesus name. In Christ you can make it all because He is the one Who strengthens us is the One Who protect you all your journey as your mom tried many times to kill you, it was Holy Spirit Who protect you from your mom. Take Jesus as your Savour sisi I promise you God is with you and loves you😢😢😢😢😢
Bhuti Kwazi 🙏🏽 Umsebenzi owenzayo uyancomeka kakhulu, siyabonga kakhulu ngesineke sakho kanye nokuphatha izivakashi zakho ngesizotha nothando. I pray uSisi athole usizo lwama professional kanye nolwesintu. May she heal so she can raise her kids well 🙏🏽♥️
Your story is so sad my little cc.can someone who's in contact with councillor find her RDP house.or accomodate her on her abed studies.bcoz I can see she dreams is to fulfill her matric.please councillor help this young woman.shes so innocent even her mother tried to accuse people for rape she's innocently denied that accusations.shes a life safer to those male people her mother trying to frame them.God bless you cc.
A very good advice from the host thank u 🎉🎉🎉 and my sister phephisa u are blessed to live and tell your story forgive your mother take your power back and find peace❤❤❤🎉🎉🎉.
Yooooh 😢😢😢 saze sabuhlungu istory sakho ngane yami. U are so pretty and intelligent. God yo Father has great plans for you. Thandaza Sthandwa sami ku Nkulunkulu ophilayo nophethe impilo yakho. Nothing last forever
Eeeeeish nkosiym nam ngibuya kiyo lempilo ngalandwa Kubaba ngasiwa ecapetwn kibo mama yeyi kuningi similar to same story😢😢😢😢😢😭😭😭😭😭😭angisakwaz nokuyicaza ngavela ngaphatheka Kabi
You are a brave young woman....lalela sisi awumenzanga lutho umawokho, she has mental problems...she is an addict die to alcohol....uNkulunkulu saved you ukuze ukwazi ukuqwashisa abanye and ube umkhulumeli/protector yezingane zakini...Ngicela uzibeke wena phambili wazi ukuthi ngeke umshintshe umawakho FUTHI AWUMONANGA NGALUTHO!!! Ngikufisela impumelelo in life and peace emoyeni....umuhle, uhlakaniphile, uzihloniphe uNkulunkulu uzokusiza..👏👏 you need counseling she must attend counseling for aleast 2years minimum...please Life contact Lifeline, or Famsa or Crisis Centre she needs therapy.
Jehovah ngaze ngabuzwa ubhlungu nkosyami 😭😭😭😭😭😭Yazi I can't stop crying 😭😭😭💔💔💔
Ey ibuhlungu lendaba 💔😭
Same here I regret ndisho kuybukela 😢😢 I'm so broken right now 💔💔💔💔
Painful painfully 😢😢O Lord Mighty God you are a child of God and He loves you my Angel
Uxolo cc uyakuthanda UThixo nikela impilo yakho ku Yesu uzothola ukuphumla noxolo
Nxese cc angikaze ngakhala kanje waze wadlula ebunzimeni mntanami. Ngcela ukubuza ukuthi uyazazi yin umuhle kanjani and u very smart young lady I wish uThixo akusize uyithole indawo enhliziyweni yakho yokuxolela umama lokho kuyokwethula umthwalo wena ngokwakho
😢😢😢Eish azange ngilimale kanjena emoyeni,ngicela uphole cc
Ngane yakwethu
Ngaze ngakhala mntanami sengihlukumezekile kwamanje yaz ngaze ngafisa ukuthi kube weza wahlala nami ngesikathi usadinga usizo Noms ngabe ngingenakho okutheni esandleni sasizo shera sonke okuncane inkosi ikubusise empilweni forward
Askis sisi
My sister awenzanga lutho inkinga, you're the chosen one uthandwe yiZulu ubengeke akuthande xola sisi
Unyanisile mtane Nkosi,,uNomplilo is the chosen one by God.
Very true cc shes the chosen one Amen cc uthixo ùnaye and zomu khusela usisi omncane
I know how it feels, nami ngangihlukumezwa uMa wam. Angitshela ngendla angizonda ngakhona. But ngamandla ka Jehovah i became successful.. Now she bow down to me.. Ngoba JEHOVAH unenhloso ngami
Unkulunkulu abe nani sisi uyena ozohlenga impilo yakho ngoba kade efa evuka nawe. Siyabonga sisi ngeStory sakho yize sibihlungu kodwa unkulunkulu akahlulwa yilutho.all the best in life sisi sizonibeka emkhulekweni yethu🙏all the best in life and keep shining ❤
Syabonga Mfoka Nsele..uyathandwa ka Shezi eSbuyane❤
Bhuti usisi udinga icounselling nefamily yonke iyadinga itherapy. Umama wabo, hayi Thixo ngathi ugula kakhulu uyaludinga naye usizo kakhulu
UNkulunkulu uzokusiza sisi, umuhle uhlakaniphile uphiwe ukuba strong. ICounciilng izokusiza kakhulu.
Umama unamademoni strong ngempela udinga abonwe abezengqondo.
Mahle amazwi akho Mphathi Hlelo .Ume njalo Kwazi.
Umakungenzeka bathole usizo lokwakhelwa ikhaya
Akesemhle nkosyami 😢❤ncese cc kuzolunga Beka kuJehova konke ♥️♥️♥️🙏
Kuzolunga
Indoni yamanzi,, natural beauty,, and she's very intellugent❤
Kwazi mntanami I wish singenalutho sinje besingavula isikhwama siphose kuso sakheleni Mpiloh ikhaya nezingane zakwabo nezabo njengesifiso sakhe,, simbuyisele isthunzi esilokhu salahleka emncane
Eyhii Nkosi yam kwaze kwabuhlungu Nompilo kodwa cc zama ukumxolela noma engaxolisi ukuze uzothola ukuphumula entliziyweni yakho uzobona kuzovuleka konke kuzohamba kahle❤
Indaba kagirl ibuhlungu kuzawulunga thandaza unkulunkulu uzakuphendula uyangikhalisa manje❤❤❤❤❤❤
Sana lwam i relate to your story i went through and thin but God has been holding me with his right hand. Glory be to Him. Accepting Jesus will be signet to your resilience dont cry, be strong make Jesus your strength.
Bhuti ngicela ucc umazi mina ngase mzinyathi akakude nami yes analutho kodwa mhlampe khona angaba usizo kukho 💔💔
Ungaxhumana nami ngane yakwethu 061 985 8334
Mina amazwi ami ngithi xola Nompilo unkulunkulu ulecebo ngawe mntakwethu. Umxolele umama ngowakho noba eyisahluleki
NOMPILO CC XOLISA UMOYA WAKHO BHEKISA ENKOSINI IZOKUSIZA
😢😢😢 this story reminds me of my father wasihlukuza sisebancane saze sabadala but i am happy ukuthi angimzondi even izinto zingahlangani through iqalekiso zakhe
Ncese ukuthi you had to go through that 🌸. Grace and strength to you.
Ncese sthandwa ungaphezi ukukhulekw❤
Yooh ,abanye umama khuleka cc .Ngikufisela okuhle kuzondlula
Kuzolunga
Xoĺa sisi u ku ze u lungelwe yinto zakho ozenzayò ñjalo ukhulukhulu u thi abakoñawo bathethelele ngob a Aba kwazi abakwe,ayo. A buye. Athi ngi gu thixo. wenu nonke zama u ku ze hlisa ngane yami ❤❤❤❤
May she find inner healing. Jehova amupholise holistically bakithy. This is heartbreaking, bakithy
Kuzolunga
Sawubona kwazi luhle uhlelo lwakho libuhlungu kodwa unkulunkulu unawe cc Nd uyakuthanda uziphe ithuba umxolele Uma wakho akaphilanga ayiyompilo le yakhe
awuwedwa cc ... sibaningi abanezinkinga nabantu esibabiza omama
Yoooo kwaymin ngavel ngakhal😭 yea bhuti Kwazi ngvumelan nawe mowsuthi akamxolele umawakhe nom kuyoba nzuma bt ucc ngsacel ezame ngob kwesinye iskhathi if ubambe inhliziyo ngomuntu lokho kwenza uzivalele wen qobo izinto zakho cc umuhle kabi okweschitho awnaso kungenzek ukuba ikin la abakubophel iynhliziyo ngeskhathi uzolotsholwa kwangab ksenzek into ebalulekil kwen suka eduze kwabantu abakonayo and ungaxabani nabo bese uyabaxolela❤️🥺
Sis unogaz uyathandeka le yeschitho angiyboni unkulunkulu uyakthanda ❤❤😢
Mayeeee cc ukhule kabunhlungu umawakho okuzalayo cc iyooo sibuhlungu istorry sakho tana .awuu wemaa😢😢😢angeke umaa wakho angene ezulwin phephisa cc
Sdaloooo
Exactly what I've been going through and i told myself mangimxolele umama before kube late noma kungavumi kodwa ngesimo sokuthi izinto zami bezingalungi konke ebengikuthinta bekuvelw kushabalale to the point besekungenelela nakubaba wezingane sekumosheka his businesses ngayincenga inhliziyo kancane kancane kuyahlangana manje....ngyafisa ngelinye ilanga uCC kumfikele ukumxolela umama wakhe onke lamathunzi amnyama uyobona sekukhanya ngaphandle kokusebenzisa isintu
Siyabonga ngamazwi amnandi
Phephisa mtanam istorry sakho singenza ngithi ngyabonga ukuthi umama wangilahla komalume wahamba wangabheka emuva,engingakusho nje ngyakuthanda,umuhle,uthobekile ,ubalulekile,futhi uNkulunkulu uyakuthanda ,unecebo ngawe❤,phola mtanami anginawo amandla ento ephathekayo ngaphandle komkhuleko
Ey ey cabanga nje
Kanti kunjani emhlabeni 😮😢😢😢
cc sengathi uJehova esikholelwa ukuthi ungumuzwi wmithandazo ... angezwa angenele odabeni lwakho.. akubusise nangomsebenziiii ..... ukwazi ukududuzeks
ngikhuluma nawe ngiyathandaza... angikaze ngikwenze lokhu ... ngiyaqala ukubala umuntu emikhulekweni yami
asikhulekeni bakwethu
Angikaaze ngiyizwe inzondo engaka eqhamuka kumzali enganeni yakhe ayizalayo, ai u strong sisi futhi no nkulunkulu wakukhusela yikho bulokh usinda efuna ukukubulala usasophinde akukhusele futhiii.ngikufisela impumelelo nokuphola❤
This story is so sad😢 no one deserve this I'm sorry sisi I hope oneday u will be stronger than today😢😢❤
Presenter pls we need the whole family father mom n kids kukhulunywe kulungiswe siyacela ❤ 🙏🙏🙏🙏
Very true we need it
Nkosiyam kwabuhlungu isinyathelo pls
Ingane ithe ubaba akasekho
uNompilo uthe khathi bebuya kohlolwai udokotela umama with imiphumela ithi kade anukutshezlwa
Kudingeka uMama la but amanzise Interview bengekho abantwana bakhe ikhona kuzobonakala kuthi uphilile yini ekhanda ngoba mengibheka mebehlezi ndawonye ngeke kulunge
Mmmm Sisi Omncane Yaze yabuhlungu Into eyakwehlelayo,Yenziwa umunyu zokunguyena Ombiza ngokuthi umama wakho,Unkulunkulu Aze abenawe Sisi,Kuzolunga konke Ikhona lento akubekele yona uNkulunkulu❤❤❤❤❤❤
Ngphelelwe amanga cc yo💔💔💔🥹🥹🥹😭phola ngan yakwethu love n light cc🕯️🤍kuzondlula 💔
Ey yabonala ngathi inganekwanenje..yazi angkholwa 😢😢...phephisa cc kuyeza ukukhanya nakuwe❤
Heal my wound ohh lord... Phila mtanami uzame ukuphola
Sengathi ungasizakala cc uphole umxolele umawakho ukuze ukhululeke impilo yskho iqhubeke uNkulunkulu akuphe konke okufiswa inhliziyo yakho umuhle kuningi okuhle okuxsazokulandela siyabonga bhuti ngesineke onaso may Gos bless you 🙏
Cc kyenzeka umzali angakthandi...nami umawami akangthandi, uthanda laba abanye abawu 2,u Jesu uyakthanda cc,nikela impilo yakho ku Jesu,unothando olungapheli,uzovula indlela ehlane🙏
❤❤❤❤🫂🫂🫂🫂🫂🫂
Phola enhlizweni nasemoyeni uMdali akulonde uphile izimo zasemhlabeni kuzodlula zingakwenza uphenduke esinye isilwane ungikhumbuza emuva ubuhlungu owabuzwa nengabuzwa kuzodlula angeke ukulibale 😭😭Presenter sicela ulande umama azochaza akhulule umntwana kungabi nesiqalekiso esiyolenga kwisizukulwane esiyolandela baxolelane bathelelane amanzi bakhothisane umlotha bathole nekhanseling 🙏🙏Amazwi aphilisayo apholisane iNkosi ikubusise ❤❤🎉🎉🙌
Saze sabuhlungu I story sengane nkosyam cha akaze ngizwe ubuhlungu obunje i am crying
Ngihlulekile ukuzibamba kusashuthwa
Jehova ,uhulumeni aka ngenelele ngendawo nangemfundo nezempilo
😢😢😢😢nami ngine nkinga ecishe ifane nekasisi ukudlwengulwa kubuhlungu mina bengi dlwengulwa umkhulu wami ozalwa no gogo wami bengidlwengula athi umama wangipha yena 😢😢😢😢😢😢😢
I hope it reaches
Ngempela, uSocial Development akasondele.
😭😭😭💔💔Awu jesu yaze yahlungu into exoxwa u cc ngaze ngakhala😭😭😭😭
Hayi cc Nompilo, ngiyacela njengoba ubhuti lona okhuluma naye ekubonisa kuthi mxolele umama wakho, khona ungenze lutho ngaleyo ndlela uzobe uzilapha wena ngokwakho , uzophola enhliziyweni, ngiyacela cc ,kanye ne anger le onayo izolapheka
My Sister
Hai Nompilo umamawakho ukuzwisile ubuhlungu cc nami ngiyabona khona okungale kusuka uzalwa
I have been through that kind of situation... Please let us not judge the mother cause that will extend the sorrow and pain to this children. Let's give them hope by strengthening them with our pure words for them to be healed.. I was also the victim of my mom, it was worse than you can imagine cause no one stand with me till today. I am still the black sheep of the family, from the day I was born till today. I know that the healing process will take time, but they will be healed at the end of the day.
Wise words
I know all about being the black sheep 😢. Nxese
Cc nkulunkulu akuhawukele akuphe isbindi
😢😢😢😢😢
I know the feeling of being rejected your own mother😢😢😢
Kwaze kwabhlungu 🥹. Uphole dadewethu❤️
Ugcobo ohamba nalo luyingozi cc lukwenza ungafunwa wena kholwa umxolele uzobona uphumelela phambi kwakhe 🤗🤗🤗
I'm not my mothers favorite but this hatred its on another level. This hatred problem is like a chain in families, likewise in my family. My mom was not loved by her mom and now my mom doesn't love me, so today i brake that chain. I put a stop in this in Jesus name, i will love all my kids, take care of the and speak life to them, I will pray for them teach the about Christ our lord. I speak life to myself i will be the best Mom, wife and a good person in general Amen.
😭😭kwaze kwabuhlungu! Ngibonga ngoba u did not give up.
Uma ekunyanya pho wakulandelani ? I wish you good luck kodwa komele a boshwe loyomgulugudu owumama. I wish God gets ehliziweni zabelaphi uthole usizo .
MfokaNsele siyabonga kakhulu bhuti amazwi owadlulisa kusisi ayaphilisa👏.Usis kufanele akukhiphe emqondweni ukuthi unesinyama namabhadi ayikho yonke leyonto ,uyibona sengathi ikhona ngoba usemqondweni futh uyakholelwa kiyo
I am a 48 year old man I can relate to this story our mother did the same such that my late sister never accepted my mother and our mother hated my sister till drath,she did not even participate in the funeral arrangements of my sister as we speak we are strangers.....be strong my sister God will take care of you
Mina owami uMaMa ayibhekani kunamhlanje ubedayisa ngami emndenini wakhe bangihlukumeze
Be strong my sister God is with you 🙏
😢😭❤❤@@NcamisileMbatha-m5v
😭😭 i relate to this story too my sister...my mother hate me so much...i think for ur healing we must open our group...so we can help each other to heal🙏🙏
@@CynthiaMthethwa I can't even watch such stories to the end it furriates me nje to know that there are children who suffer in the hands of their Mother's like I did I really can't.
Eyshhhhh dadewethu 'muhle uyathandeka,Thixo unawe ngekhe akushiye Nompilo❤ulandele gama lakho sisi khange ufe mamakho ezama ukubulala....phambili gl khulise ngane zakho ngendlela eryt🎉
Kodwa lomama unedimoni elibi kabi kodwa ke nana ngiyafisa ukuthi ukuthole ukumxolela enhlizweni yakho khona impilo yakho izoqhubeka ibelula futhi ngiyakuncenga sthandwa sami esihle uJehova emuhle njalo uzoqhubeka ekunakekele nomndeni wakho❤
undinga umkhuleko lomama 😭💔
Yaze yahlakamnipha ingane. Eloquent young lady ukhuluma kome qha. Angazi kungenziwa kanjani bakithi. All the best cc Nompilo, thank you for sharing yours story
Mmmh ngaze ngyafisa ukusiza locc angaz kanjan
NangoMthandazo nje ngane yakwethu
bhuti nali usizo please
MSAKAZI NALI USIZO LANDELELA
Have never cry so much i pray u find healing my sister😭😭😭
Xola Mpiloh mntanami ngokumxolela uzobe usiza eyakho impilo uyaxolisa noma ungonanga. Ngalokho usiza eyakho impilo. Bengicela kuvulwe iskhwama siphose esikhwameni sokwakhama. Ngiyacela ngane zakwethu siphose esinakho
This is a very sad story ncers Cc plz may you found piece in yr heart may the lord God heels your heart 😢
Waze wandi khumbuza impilo endike ndayiphila 😢 uThixo kodwa wandithwala. Kubo bonke obo buhlungu kodwa uThixo waqala ngam ukwenza okuhle kwisizalo sika Mama, am the first graduate ekhaya and am the first person to work for Government ekhaya. Am so grateful for konke endidlule kuko
Cc kuzolunga unkulunku uzokusiza
Yoh akuhluphe umzali uze ufise ukuthi afe....lwaze lwabuhlungu udaba lukasisi. Le level yebuhlungu noma inzondo yenza kubelula ukuthi njengalomuntu ombambele inhliziyo. Ngiyamfisela ukuphola, ukuthula okungaphezu kokuqonda kwethu. Makube umusa 🙏🏾
Ulimele lontwana bakithi usizo lwakho lonke uzoluveza ujehova uyihero wena mntanamiujehov usakubusisa ngakho konke okufisayo phephisa ngane yami umuhle kabi uyathandeka ustrong❤🥰🥰💔💔
Ei kwisimo esinjena uJehova uzopholisa konke la ulimile khona sis sibonga ukuphunyuka nje kumama wakho❤❤
Heart breaking story so painful
Sawubona webhuti Kwazi 😊uyathandwa nkosyami❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Yebo Sthabile nami ngiyakuthanda sisi wami
Kwaze kwabuhlungu nkosi Yami eyi omabethu 😭😭😭💔💔🙌
Cc Ngyabazi ubunzima odlule kubo I relate to iStory sakho singibuyisela emuva singikhumbuza laph ngihlukunyweza ubaba wami ingizalayo enginukubeza ethi uyangisomisa usiko olwenziwa Uma kukhuliswa ingane yentombazane 😭😭 mind u ngangina 11 years ke laph 2006😭😭 kumnje angilungelwa lutho kuthiwa nginesnyama kmele ngbuyele ekhaya kobaba benyongigeza, mind u kwalowo Mndeni kababa awuzange ungisupport kukho konke lokh kwavele kwathiwa angithi umuntu nj engingamazi wangbamba wangnukubeza😭😭😭 till today on this day I still have nightmares and dream of him on top of me
Ncese sweetheart. Ngicela unikele impilo yakho KUYESHUA.........UYIMPENDULO yezinkinga zonke.
😢😢what a sad story Nompilo & your siblings,ngicela uhlale emkhulekweni,nami ngzokubeka cc, ngicela uzame Uma usukhuleka ucele uNkulunku akusize ukuthi wehlise umoya,umthembhe cc,uzokusiza,I'm sorry for what happened to you,but right now, ngicela ukhuleke cc, ukuthi uncenge umoya wakho wokuzonda umoya wakho,Yebo ukuhlukumezile kakhulu futhi,kodwa liyeza ilanga lakhe cc,gxila emkhulekweni,nami ngzokubeka,nami ngiyayazi lento yokungathandwa umama wakho,cos nami ngike ngizibuze ukuthi why engangithandi kangaka,akanendaba noma ngigula,ngbuye ngifikelwe nawumqondo ukuthi ngabe ngempela uyena yini umawami,cos unabathandayo kunami,kodwa sengakwekula lokho cc Nompilo,yize kubuhlungu,sengisizwa umkhuleko cc,kofika iskhathi sokuthi umxolele,kodwa okwamanje ngeke ngoba U are so hurtful, ngicela U- healer cc wami, uNkulunku ukhona uzokunika Amandla alokho uyobona nawe,ngoba usunengane nje,uzithande cc ngokufanayo,ungakhethi omunye.Okunye ngzwile ukuthi ufuna ukwenza u-Matric,ngicela uwenze cc,Akhona ama EFT college,khona impilo yakho nengane zakho ibengcono,ufunde nazo ebusuku cc,ngikufisela inhlanhla ukuthi uphase uma usuwenzile u-Matric,yiwona owokuvulela imnyango yokuthi uthole umsebenzi ongcono futhi uqhubeke nezifundo,myb o- Computer kanjena,noma unyaka owodwa uzoba neDiploma yakho,eyokuvulela imnyango cc,Qina cc.i know kunzima kodwa ungalilahli ithemba kuNkulunkulu cc.Amen.❤❤
Akazinikele ku Nkulunkulu athole isonto labazalwane unogcobo Luka Nkulunkulu yikho lokhu ene spirit of rejection zizovuleka izinto zakhe ngegama lika Jesu
Amen ngane yakwethu
Nsele, Linda kaMkhonto Powerful amagama owabonisa uNompilo, Nompilo thatha umbono kaNsele umxolele nawe uzixolele en yazi umama ube nesihluku kakhulu kubuhlungu kodwa kunento engifikelayo ngomama wakho uma ungaya kwababona ngempela bangasho ukuthi kwenzakalani ngomama wakho ngoba nginenkolelo yokuthi kunento eyenzeka kuye buka la akakwazi ukunizonda nonke kunzima ukuxola ngoba awukayazi into emenza abe yisilwane kanjena, am watching from Stanger
Siyabonga ibhekene nobunzima lengane
Kodwa moya oyingcwele kwaze kwabuhlungu mhlampe unenkinga lomama, but ngicela uthole indawo enhliziyweni yakho yokumxolela ukuze ukwazi uku healer nginifisela inhlanhla nodadewenu, uNkulunkulu nezidalwa babe nani🙏❤️❤️
Yhoooo! 9
Phephisa cc unkulunkulu unawe ezinhlungwini oyizwayo syakuthanda❤
No accept Jesus sisi uYesu uyathwalana, uyakuthanda unguMavula kuvaliwe kukho inkazimlo kuYesu akohluleki unguManqoba unguMadida You are a victory in Jesus name. In Christ you can make it all because He is the one Who strengthens us is the One Who protect you all your journey as your mom tried many times to kill you, it was Holy Spirit Who protect you from your mom. Take Jesus as your Savour sisi I promise you God is with you and loves you😢😢😢😢😢
Haicha abanye abazali, kodwa kuzlunga, lo Mama udinga ukubhonywa kakhulu. God heal the broken heart 💔
Ake avalelwe nesgora simumure strong hlampe leligazi elimnyama elikuye ekhanda liphume
I wish bekuyimina okhuluma Ngoma wam eyi nkosiym uyimina ucc lona nxese ntanasekhaya may God give me chance nam ngidalule esam istory one day🥺😭
Kwaze kwanzima emhlabeni 😢😢😢😢 pholani
061 985 8334 you can contact me..
❤Nompilo xola umxolele umama.ukhohlakele.xa ungaxoli impilo izawucotha.kuwe .Beauty..ndise.Komani
Sibaningi darly,😢😢😢
Askies cc may the lord heal u❤
Bhuti Kwazi 🙏🏽
Umsebenzi owenzayo uyancomeka kakhulu, siyabonga kakhulu ngesineke sakho kanye nokuphatha izivakashi zakho ngesizotha nothando.
I pray uSisi athole usizo lwama professional kanye nolwesintu. May she heal so she can raise her kids well 🙏🏽♥️
Ngiyabonga kakhulu
Your story is so sad my little cc.can someone who's in contact with councillor find her RDP house.or accomodate her on her abed studies.bcoz I can see she dreams is to fulfill her matric.please councillor help this young woman.shes so innocent even her mother tried to accuse people for rape she's innocently denied that accusations.shes a life safer to those male people her mother trying to frame them.God bless you cc.
mmm😢Jehova ngaze ngabuhlungu hawuuuuuh ,,, Pepisa MNTANAMI uJehova unawe futi akasoze akushiya ,,,Xolasanalwam en uzixolele nawe ukuze ukhulule unembeza wakho but uhambelekude naye ,,,,,konke konke iziqalekiso syazishisa in Jesus name
Ncese luv syafana story sakho nesam ncamashi kodwa angimzondi ngifisa into eyodwa kuyena mhla ezofa ngifuna angafi engangibizanga ezongitshela ukuthi ngamenzani ngoba ngyafisa kumkjokhela into okunele ukwenze nje kholwa uJehova muhle end winqaba kwabamethembayo
Phephisan cc nkosiyami 😢😢😢
Xola cc xolo unkulunkulu uzokusiza njengoba usuze la bazokusiza uyayidinga icouncelling ngane yam kakhulu nomuntu ongamthatha oyohlala kuye oh uyagula ununa kwayena uhleli njani lo omncane yena
Iintombi entle kanje yini bantu hai uyagula lomama futhi kukhulu agula yikho uzosizwa ngubani uma engafuni iingane zakhe kukugula ngeke.
Haibo zikhona kanti lezindaba emhlabeni
Sisonke dear Nami ngokunjalo ngiyalifisa lelo thuba no mawami ngoba uyanginyanya njee kangazi ngamenzani😢
Mmmmh Jehova kunzima mekunje ngazengabuzwa ubuhlungu, engath uNkulunkulu angabanawe Cc uberyt ❤️🙏
Mmmmmm shame kwaze kwabuhlungu Jehova 😢😢😢😢😢😢😢😢😢💔💔💔💔 nami ngizalwa isifebe sikamama ngamzonda waze wafa 2008 namanje nje angifuni ngisho kwakukhuluma ngaye🙅♀️,,,, ngiyambonga Jehova ngoba ugogo ozala ubaba wangikhulisa ngimncane wangivikela kuloya doti womfazi.......
Ayi bo umama onjani lo udoti womuntu unenhliziyo embi ayibo nkosi enza izinto zengane zilunge ngaphandle kosizo luka mama ngoba uzogcina eyi bulele
Eyi imina ngifisa kufe lesisifebe esazala mina ,ngingeke ngiye nokuyosingcwaba nx lezikebereshe lezi.ezingasifuni futhi.
Yooh lwaze lwabuhlungu udaba lwakho cc engathi ningaphola..umama wakho wangenwa imimoya yobumnyama yamusebenzisa ngezingane zakhe😢😢.....usizakale cc😊
Bhut'wami I so wish sithole u-part-2 kuze umama sizwe her side dis's so very sensitive eish! Kubuhlungu.
Kuzoqale kuze usisi wami, owahlukumezeka kakhulu naye but I'll try find loMama
@@NseleKwazisngabong bhut Lwazi kuncon ngob saphila lomama kaz kwakuyin nkinga yakhe 💔💔💔
Yaze yabhlungu indaba kaNompilo bakith ,koda ke ngikubona I strong kakhulu cc,ujehova uzobanawe cc
kuzolunga
Inking zining ungath ku worse kulonyak izint ngizway nkulunkul buya uskhumbul
kuphezu kwamandla
Presenter is so polite and very proffesional...#welldone big brother!!
Kahle kahle lo mama uyafana nomthakathi nedi ushoda ngemikhovu ukuze kubonalale ukuthi uyathakatha😭😭💔
Angkaze ngiyizwe into enje
A very good advice from the host thank u 🎉🎉🎉 and my sister phephisa u are blessed to live and tell your story forgive your mother take your power back and find peace❤❤❤🎉🎉🎉.
Kubuhlungu 😢😢and u cc umubona ebusweni bakhe ukuthi uthukuthele kuzolunga Dade wethu unkulunkulu ukhona 😢😢
Kubi
Makabohwe lo mama lo
She needs counselling pls my brother
Makaboshwe lo mama loo umthakathi
Ohhhh nkosiyami uphole CC wami ukhona unkulunkulu ❤
Siyabonga
Bomama bomama bomama😭😭😭💔💔💔
ey
Amahloni kimi ngiwumuntu wesifazane😢
😢haybo abanye abazali. Xolo cc maan,pain engasoze yadlula
Eish kuzolunga mntanami lomama ngiyasola uphanjanelwa yinqondo uyaludinga usizo mayelana nenqondo💔💔😭
Jehovah noma ungawugoqa umhlaba wakho manje, akunankinga. Sekwanele manje Mdalawezinsuku.
Ey
Yooooh 😢😢😢 saze sabuhlungu istory sakho ngane yami. U are so pretty and intelligent. God yo Father has great plans for you. Thandaza Sthandwa sami ku Nkulunkulu ophilayo nophethe impilo yakho. Nothing last forever
Lomama kumele alandwe lomama azochaza ukuthi why ahlukumeza ingane kanjena,i know uzothi " Ubaba wakho wayengihlukumeza ,wahlala wamukela konke abuse wenzela ukuyichithela enganeni " Asizameni bantu besefazane ukuphuma kuma Toxic relationships😢.
ngifisa ukumthola ngixoxe naye
Syafisa nkosyami siyamdinga
AI nkosyami Thina bezinhlizo ezizwelayo kunzima yaze yadabukisa into 😭😭😭
@@NseleKwaziMthathe ngenkani futhi
Part2 plz makabizwe lomama sive ukuba yamenzani ingane yakhe ayithwele for 9 good months
Yo gal lomthwalo udinga unkulunkulu usunga phezu kwamandla eyi nkosi kwaze kwabuhlungu ngezwa uhlevana😭😭🙆🙆 ngicela kube unkulunkulu ozongenelela phola ngane yami unkulunkulu akahlulwa lutho 🥰🥰
Eeeeeish nkosiym nam ngibuya kiyo lempilo ngalandwa Kubaba ngasiwa ecapetwn kibo mama yeyi kuningi similar to same story😢😢😢😢😢😭😭😭😭😭😭angisakwaz nokuyicaza ngavela ngaphatheka Kabi
Yoooooo
😢😢😢😢😢😢😢😢
@@SbongilePato ncese CC wami
Nkosyami Sisi 😭😭 Akaze ngiyizwe into enje ubhlungu obungaka
ABET can help you to have Matric, Make sure you have matric, You will succeed in your life, its true FORGIVE YOUR MOTHER, SO THAT YOU FREE YOURSELF.
🎉🎉
Kubuhlungu cc Nkulunkulu akufake ngaphansi kwama phiko ake uphole lobuhlungu lobo ngiyabati ngibuya kubo be strong my dear❤
KUZOLUNGA
Umuhle uthobekile siyakuthanda ngane Futhi nkulunkulu unawe ukube akananhloso ngawe ngabe awukho uyaphila esimkhonzayo kuzolunga baby kwaze kwabuhlungu umama unenkinga udinga usizo 💔💔😭😭♥️♥️♥️
Kuzolunga mtakababa ilwa cc impilo inzima sonke sine story my dear pray cc God is the answer but mxolele umama wakho. Khona yena ezosha
Siyabonga ngamazwi
Bengingazi ngibona intobuhlungu kanje ngiyashesha ukukhala kodwa cc umawakho usazokujezela ,akwenzakini
Phephisa ngane yami ukuba useduze ngabe ngyakududuza ngikugone ..ngfisa wazi noma kunje uNkulunkulu uyakthanda ..muxolele akazenzi uthunjwe yisitha 😭😭😭kwaze kwabhlungu...