Umama onengane yenye indoda awukwazi ulwakha naye umuzi bambalwa kabi abangakhali so nje if ufuna isidina empilweni yakho mthathe, ungcono onengane enoyise osewashona kodwa nakhona nje into okunele uyibhekisisr hhayi kancane
Ngcolosi you are smart and handsome let her go. Forgive yourself and move on you will find someone who will love and respect you, don't hang yourself please 😞🌹🥂
Imfebo njele wayedlalelani ngomfana emthanda kanti ukhishwe innkinga ku baba wengane uma isiphelile bayabuyelana ,sekukhona owenziwa islima phathaphatha uhambisa ingane kubo kanti ukhumbula indoda yakhe😅😅
Syabonga kwababukile cela like, comment and share
Sms 052SATMA19 to 32436
Waze wamuhle Ngcolosi. Shiya phansi indaba yalonondindwa. Umuhle kabi funa intombi eryt uyeke lesfebe.
Ndibheke lobobuhle andisakwazi yokumamela Kahle 😂😂😂😂😂
Lobuhle enikhuluma ngakho abusebenzi, indoda ekhuluma kakhulu akusiyo indoda yamampela. He is too loud and ayizithembi. Red flag
Kanti yena wayemfunani umuntu onengane😂😂 enobaba wayo philayo kungcono kabi osafa ngoba asibibikho isicefe
Mft uNgcolosi iijongo akashiye unondindwa
Kodwake niyangenzela izikweletu laykhaya angsakwaz ukuhlala NGENA data sengize ngafaka ne wele lami. Kodwake syabonga ngoba isizungu sisichitha la and sifunda okuningi❤🎉
Yebo kona kunjalo sisi bayasichithisa isizungu,ave ngiwathanda amaWele ngicela ungikhonzele ku Wele wakho...❤
@zanellesun1534 nchooo zokukhonzela❤️
Ngyaybhala mina lecomment kase ngiycinga angiytholi, manje nizothula ngomnyango obhalwe staff only
😂😂😂😂kodwa yini🥱
Ngyabona 😂😂😂
Ngzokshaya 😂😂😂😂
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂kumnandi apha ekhaya uyeva
Ha hayikhona abantu besifazane abana dankie kodwa yena uzomukhumbula u guy
Lomuntu wesifazane akanadankie
Hey kodwa Thixo kunzima
Yabona abanye abantu besifazane bayasonela kubantu besilisa coz asifani akuthina sonke esidinga obaba bengane eduze kwethu phumile phumile ayikwazi ukubuyela emumva awusemuhle Ngcolosi ukube ulingana nami angabe ngiyazithathela ❤
Ndakhumbula uzoso ngoba icamera angabe uyifake sabona ukuthi bokwenzekani endlini😅
And ubezoyifaka😂😂😂😂
😂😂😂😂
Eeey ngempela yazi
Lo presenter naye uhlonipha okwedlulele 😂😂😂
Mina ngaphuma nje kubaba wengane ngisho nghlangana naye endlelen mayengkhulumela udoti nje ngyamthukake mina
Gud yimi lowo sisi,ngiyi Nunu nje efile bandla ngathi asikaze saJola...
Nihlangenr.ngamamga nina
You are handsome move on God will give you the right person. You are still young.
Ngcolosi uyibhungu elibukekayo bonga ithongo lakoShongololo wishes wadlala ngenkomo zamakhehla uzomthola omunye ungapheli amandla
Uyaphi kubo kubaba wengane ungasazwani naye ubufebe nje
Ayyy ubufebe jesu....kwakuhlangana naye nj ku wrong uthathe uthini kumuntu ongasazwani naye ayyy shuthi Mina ngyagula ngoba ngivele ngimenyanye nj
Uphi vele u King Zoso.ka,I iphileyandoda engondli😂😂😂😂😂
Ey lela khehla 😂😂😂😂😂
Indoda engondli yagcina ivumile sekukhona u chairman kasosesheni. Yathi nje isayoxoxa nomama/ nkosikazi ukuthi izokhipha malini
Kkkkkk
Usho ikhehla 😂😂😂😂😂bamvimba nezinkabi ku freeway 🛣️ zathathana
Ngithi susa macamela 🤣🤣🤣🤣🤣
Mfoka Mnomiya wafika kwakanye ku owner yama tax wangaphinde 😂😂😂😂❤
😂😂😂😂😂
Eish bhut lo sisy uthandana nobaba wengane yakhe kudlalwa ngawe mfowethu ngemphel phuma kulo doti
Uphi uKing Zoso ngiyamkhumbula umfana wami.
Ayy mina ngingavele ngishiye kanjalo ukulwela into engekho 😂😂😂😂
Kanti sfunani webantu besfazane😮....engsngihlukumezi ngingadlalelani nj ngaye...uphole Shongololo mfethu
UBaba weNgane yeNtombi yami weeeee hhay ngeke 😂😂
Akuphunywe koMama beyngane zabanye aBafana 🤞
Akuhlukane inhloko nesixhanti manje Ayelet ukudlala ndo handsome
NGYABAKHUZA ABASAFEBA NJALO YEKANI NGOBA NIZO TRENDA EMZANSI SIPHETHE UZOSO 😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Mina ngixakwa ukuthi basuke belwelani abantu Uma omunye esekhombisile ukuthi uyinhloboni yomuntu. Nisuke senzenza isilima nizibukisa nomphakathi. Vele ngabe ushiya phansi Uma usubabambile into isuke icaca. Futhi kuhle ubabambe bese uzihambela ukulwa ubushimane both sides. Akekho osuke kufanele alwe omunye uma esebonakele, lokho ukukhetha.
And indoda ekhuluma kakhulu ayifunakali. He is too loud. No No red flag
Kuphithizwa kwenziwani emakhishini akini ungalobolile ayi
Ngikhona mina ungalokhu ucabanga into engeke isalunga ngiseduze futhi ne Avoca
Aibo aibo aibo😮
😂😂😂😂😂😂
We😂😂😂😂😂😂😂oe ungayi ke nawe kophithizela emakhishini 🤣🤣🤣uphinde uyophithizeliswa ubaba wengane 🤣🤣🤣🤣🤣
Lezngane zethu ziyaphithiza ke mzini yabantu mina angifuni muntu zozophithiza la engakhishelwe ngisho iqhude
Kanti nalo otresa inumber 😅😅 yini kangaka kodwa bhuti shiya nje umuhle kabi ziningi intombi izununu ezingafi lezi
Uma nikhaliswa izintombi velani nihlale ningabe nisashada zingane zakwethu konakele manje nofika ninjani emshadwen
Ngaphuma nje kloyodoti wababa wengane ngaphuma for good angsamdingi no no no
Unamanga😅
@Mthokozisimkhonza-k8p ina 24 years ingane ngahlukana naye ina 8months
Uyaysholo😅
Uyaysholo😅
Uyaysholo😅
Baqinisile bathi uthando luyimpumputhe ngan ngoba kunezintombi ezingabulala umuntu ngomfoka Bhengu 😂😂😂 shiya iqonti vele bafanelene
😂😂😂 wamubi we cc , wadlala ngobuti wabantu
😂
Sebeyoze belimazane nje labafana ngesimanga sengquza!!! Ukungafundi kuyinye into nje!!!
Kusho ukut kudala baqalana mfowthu labantu ngithi nje phuma kulo mama wengane
King iepisode yakho ngiyayithanda kakhulu ❤❤❤
Askies bro,bt yokuthi akumele uthathe muntu onengane wow uyomthathaphi onganangane kuya nje ngesmilo singamantombazane
Sengikhona ngimele I Harding ngedata lami😂🎉
Awuwedwa maSgwebela nami ngikhona khona le eMkhoba kaVezi
Hey iZgwebela zila mina ngila EStezi Mrs Sigwebela lo ngaze ngahappy weHarding manimlandela uZoso
Me2 kunongidi
Me too Kwa Nyuswa e Mzenge 🎉🎉
Kahleni bo silana ePisgah ngasesiyakhokhile sikhona sinimele😅
Mark your register i Capetown ikhona la iyabuka
🙄😏Welele..... Ingane yadlala emnyango thina?... 🤔🤐. Ay phuma mfwethu lapho
Mkhaya wm bakithi❤❤mina phansi embilane kwabhodludaka wemkhaya😂😂😂😂
Ubanjwe ryt handed wenondindwa,mshiye phansi buti wam uzakuyifumana intombi ekuthanda ngokwe qiniso hai lesisifebe
Wendoda, phuma kulomqondo wokuthatha umuntu onengane yomunye umjita never...ngathi kuyinkinga ongenayo
Waze wamuhle Ngcolosi shiya phansi losisi uzomthola umuntu okuthandayo.
Mmm sengath sisenkingeni siyiCountry masekunje buyaphela ubufebe
Buyophela ngempela dali
Iwrong leyokufaka SATMA sisabukele Linda kuphele iVideo please
😂😂😂😂😂
Too much boring
Mina ngicadulws yilomfana olwela umuntu ozele sengathi ulwela intombi,skayeje beqhubeke ubaba wengane nomawengane.Abantu besfazane baningi kabi.
Mmmmh abantabethu nkos yam badlul ezmen zinzim,ngalemgulukujwan wamabtombazan esiwazel
Shiya phansi lonondidwa odlalwa ilomfana Cele akakufanele uzomuthola omunye plz yekela lonondidwa ngoba ngelinye Ilanga uzokodlisa izingane ongazizalanga veleke bafanelene ngobubi babo
Muphumanje uyemgaqwen mfanwami ngekeku thathengishwi scnd unngamthola ngumuntu ozokuthanda ngeqiniso
Bhuti hlukanaye ngoba udlala ngawe.
King zozo nice show 🙏 my brother
Ay cc uyisifebe senja doti funa mlilo wena ushiswe uphila dot bhut muhle sazomthola owakho ushiye sfebe leso esibi akuyo nje type yakho leyonto😊
Umama onengane yenye indoda awukwazi ulwakha naye umuzi bambalwa kabi abangakhali so nje if ufuna isidina empilweni yakho mthathe, ungcono onengane enoyise osewashona kodwa nakhona nje into okunele uyibhekisisr hhayi kancane
Kodwa king zoso niyasibulala ithi idlala I hour Kant 25 minutes 😢
Ngcolosi you are smart and handsome let her go. Forgive yourself and move on you will find someone who will love and respect you, don't hang yourself please 😞🌹🥂
Asbingelele ku king zoso Tv ey bafethu kodwa nalosisi besingekho isdingo kwasekuqaleni kuthi aqambe amanga kulendoda kuthi akasazishayi nobaba wengene
Waze wayinja ntombazane sekunhaze kuphume isdumbu ngawenje ungemuhle nokubamihle
Sifuna king Zoso hayi wena 😅😂🙈🤞
Wena nobani
Guys im watching you from Giyani at the village call kheyi
Thankyou so much guys siyanibuka la e Golisburg, big up bafethu
Egolisburg😂😂😂😂
Kwaze kwabuhlungu okwenziwe ucc lapho sekunzima ukuthola umuntu okuthanda ngempela kuleskhathi samanje wonele nathi nje ngeke lobhuti esathemba muntu uselimele nje kwanzima😢
Umfana yini kodwa ngba uyaphila kulalomangunda mayethi semsebenzi usuke eye kulento yakhe
Aw uthandana no mawengane yomuntu udakweyin usukenje uvele uzibangela istress
Wena ufunani kumawengane yomuntu zingaka izintombi yekani ukushima madoda funda ukuziqalela okwakho
Bhuti inxeba lendoda alihlekwa ubona yena nje nawe bayakubona
Weeee baba wengane ngathi uyapatanisa nje phela lobhuti owaliwayo ngathi ungcono nje
Aw Dlabazane ilala elalala nomunwe phephisa mntwana wasekkhaya,uyinsizwa yphelele uligeza ulijongo,kusengalunga iNkosi ibonile izokulungisela ngendlela oyfunayo,Ngcolosi wakithi
Njengoba uthi zoso Ndaba sothola next year Sonke leskhathi zobe bukani mnj😂😂😂😂😂 weee jusu muntu velelwe sungu
Usathi imama lami engabe uthi ngifuna isifebe sami🤭🤭
Eyi ngba uthando luyimbongolo
Ukhathele isuke isiginyile ihlwathi ayinabungozi Ukhathele 😅😅😅😅😅
Ngaze ngamzwela uncolosi kodwa kuzondlula bhuti bonga ujehova ngokuthi asheshe akubonise ungakamloboli ngoba ngabe kunzima ukulobola isifebe ngoba asilawuleki
Wakewathi umkhulu umuntu onengane naye akupheli ubudlelwane. Wake wathike uyomtalabha kyoze kubuye ujesu
Kushiyana abantu not bonke
Ayikho leyonto, abanye bethu ayibhekani ngisho angasala yedwa as indoda la emhlabeni loyabhuthi wakwaButhelezi angimceli
@@NomceboNondumisoMagwaza😂
@@ntombienhlemahlaba8368 asingasukelwa bandla asiyingeni 😂
Bhuti yeka cc akathembekile udlala ngothando llwekho uzokhula oryt
Wooow mfoka Mnomiya ume njalo mfwethu nino King Zoso nginidonsa ngiphansi e Murchison Kwasithole e port shepstone ❤❤❤❤
@@NormanbongumusaMswazi Sisonke mkhaya wami Murchison eMadakane ngakaMthwane Tarvel
Uzophinda amlahle lo baba wengane 😅
Hayi mfethu akakufaneli lo sisi u a handsome guy khohlwa ngesifebe. 24:27
Mbiza iyadingeka mfwethu ❤
Ayi sesiduswa yini manje esinye isiqephu ayi nani Zoso ave niphithizela bafowethu 😢
Nghlezi ngtshela usisi wami ukuth mangingabuyel kubaba wengane akabongisa enyangen bakwethu ngoba kyobe kukhona into ayobe angenz yona ngoba nje angizboni ngincamel nokufa ngikusaba impela ukufa but ngingakukheth,
Hay lophethe lohlelo akekho ezingeni ulunge nalavkungafanele khona,hayssuka
Shiya lonondindwa ngane yam into enobaba wengane phakathi vele ukhohlwe iyona.Umuhle unesizotha uzomthola omunye ongenangane
Uzoso ubezosivezela ubufakazi bukhoma😂😂😂
Umjolo uyosibulala sibancane 🤞🤞🤞🤞
Imfebo njele wayedlalelani ngomfana emthanda kanti ukhishwe innkinga ku baba wengane uma isiphelile bayabuyelana ,sekukhona owenziwa islima phathaphatha uhambisa ingane kubo kanti ukhumbula indoda yakhe😅😅
Kanti,ukhumbule umjomane ongenangozi 😂
Mfanakithi ngoba usuzewazibonela aneliseka awunayo ingane wena nalomuntu ngoba usubonile bonga ungalwi njengesishimane.
Wee sfebe ubekuphi Sonke leskhathi loyo baba wengane ,usazokshiya, ngoba nje esebonile ukuthi uyisfebe
Bahlukana engakamdeli,engakathandi😅
Vele usuke ungaphephile uma uthandana nomuntu wesifazane onengane nomunye umuntu, abesifazane bayabuyela kubobaba bengane zabo
Kanti sidalwe kanjaninje singabantu besfazane umntu ufike akuqoqe nengane yakho ube Wena sewubukisa ngaye Xolo bhuti uzamthola ozakuthanda ongazu dlala ngawe
Abanye basingle abanye badlala ngothando
@@ZandileElsieeii kyaphithizela...
This is a serious offence and you not allowed to track somebody cell phone without a court order 😎
Umuhle bhuti❤yeka lesifebe senja
Bese kuthiwa asilobole omama beyingane zabantu.besenza nje kunzima
😢
😂😂😂aibo asingafeli izono zabanye bakit
Same thing applies angth nj nobhuti unaye ucc amqambel amang athi sewahlukana nomama wengan yakhe😂😂
Habeee, ibhasi libhaliwe mfana. Umama wathi uyobukuphi uma umama wengane kumele aye kubowayo kyogcinwa izidingo ngavele ngalahla phansi
Sicela umubuzi wempilo Uking Zoso cha uyayenza into yakhe loyamuntu😅
Cha ibidinga uZoso qobo le episode. Besifuna angene endlini
Umuhle mfana wami shiya phansi unonkloyi uzomthola ofanele wena ungamenzi lutho hamba ungabe sabheke muva phola boy akaze bahlukane hawwwwww
Durban Central here Nice episodes 🎉🎉
Umuhle bhut funa umuntu uyeke le sfebe cha kdwa amany amantombazane ayasphoxa sebezongaseshel abafana thina esneyngane
30 minutss yonke sesobe sibuke king zoso
Watching from Johannesburg North
Butwam phuma kuloo nomokhwe uzakuphatheli ngxaki enkulu apho kwakukho amanzi khona after rain abuya ibelidama again run😢
Wathi ubaba wami abantu abazele abohlukani. Wathi mangifuna ukuganwa umama wengane yomunye umfana, mangenze isiqiniseko ukuti ngiqala ngibulala ubaba wengane kuqala.
Nidlala ngathi nina King Zoso.
Hay aludlule loluvoto sokwazi ukubuka ishow yethu kahle
Occ bayasonela kodwa la ngaphandle coz kugcina ku sengathi syafana sonke yooooooh ncese bhuty
ULALA KANJANI NAMADODA AMABILI UWEDWA LDS AYI NINE NKOMO ZOKUGANGA
Musani ukushima madoda ngoba.usubonile shiyaphansi umawengane wendoda umawengane inunu engafi shiya hauu