Do not give up sonke sinezibazi esazishiwa Abantu Besilisa Kodwa umdali wasemboza Wasithwala Sibahle Sinje Ukuthandwa umdali It not kuthi I sis not had Time Where I find myself ngithi I ll never love again Eyingalimala kakhulu
Maybe she saved him from a marriage full of heartache. Owakho ukhona uzofika ungalindelanga. Heal first KARMA will catch up with her when that other man shows her what life is about. Phola bhuti
Similar occurrence happened to me back in 2019, ubhuti can still live well and happily so. He can start by exercising and reading if he likes to or listening to music. His boy will eventually know the truth. Apologies for english I am not zulu.
kwaze kwanzima mfowethu siyabonga ngomfowethu ophumela obala ngodaba lakhe mina ngicabanga ukuthi kudingakala i professional counseling kuludaba lunzima kakhulu
Mfowethu qina ndoda kodwa uNkulunkulu ukhona noma lo cc angahamba kodwa ume phezu kwamahlombe akho and lelo Juba bayolichutha phambili khululeka isazobuya impendulo kulelo juba God is gud all the time
Yazi sometimes uNkulunkulu enye into uyenza for a reason yazi. Uma ekuphikeni something ukunika okungaphezulu. Wena uyeza owakho ongcono kunala. Mina ngashiwa I general worker ngathola omphati wenkampani enkulu sasifinda naye w high school. Ungadubi ndoda uyeza owakho , angazi Usebuya kangaki exoxolisa na after 17yrs ubuyile ziyakhala kuye kubophekile lapho ngi happy 😊
I'm so sorry my brother , that woman will oneday pay for what she did to you.Karma never lose an address.I wish you to go for counseling and heal.She will regret her actions oneday.By then you be blessed and forgot about her filthy action.May God grant strength and a long life.Dont let her rent space in your head raise the rent and kick out.
Mmm bhuti wena on your side uhlukumezwe ngumuntu wesifazana yes you can say abantu besifazana bayahlukumeza coz of loyo yabona wena awusathembi umuntu wesifazana mina langikhona angithembi owesilisa angisafuni nomjolo lowo lento iya ngumuntu I can see ulimele okwangempela ngiyazi ungcine ubona u beer kuyi solution I am the same angifuni lutho mabethi umjolo yipandemic😢😢
Inhlanhla azifani bakwethu omunye nomunye ubusiswe ngokuhluka kunomuntu oza empilwen jus too change yo life and put you somewhere kukhona njalo oza jus to destroy you but ngingat nje yaaz yamkela udlule ngeke kuhlale kukubi or kukuhle emoyeni yethu
Usizi lo muntu wesilisa emhlaben ngibuya lapho kwi Nurse for 10 years ngihlukumezeka but ngagcina ngim devorce ngihlezi kamnandi kabi manje ngaphandle kwakhe ngiganiwe kuhle kakhulu nakuwe kuzodlula my brother
Mina mfethu ngangisebenza emanjalidini ngafudisa mawengane zami nkodwa esesebenz wangishiya ngacishe ngazibulala namuhla angifisi umunt wesifazane empilweni yami ngizihlalele nje angifuni ukuhlukumezeka empilweni yami ngirth ngentomazane ngineminyaka8yry ngamazi umuntu wesifazane empilweni yami angiphuzi angimbemi futhi ikinga yami angifundi ngahlukunyezwa umamcane wami kuqala sengilide unkulunkulu alade umphefumulo wakhe kuphele ngami sengakhetha ukuzihlalela nj nqina mfethu siyakuthanda thina unqinile uyidonda mfethu❤❤❤❤❤
Tjooo heal mfethu,pray buti God will remember you one day😢😢❤❤
@@sadiabressan impilo injalo nkosaźane iyakukhulisa kanzima
Do not give up sonke sinezibazi esazishiwa Abantu Besilisa
Kodwa umdali wasemboza Wasithwala Sibahle Sinje Ukuthandwa umdali
It not kuthi I sis not had Time Where I find myself ngithi I ll never love again
Eyingalimala kakhulu
Mmmm kwaze kwabuhlungu bhuti lowocc okuvilile usazomshaya umhlaba khululeka inkosi isazokusula izinyembezi ikuphe umuntu oryt ozokuthanda ngeqiniso kuyeza okwakho okuhle wayengasiyena owakho lowo uyeza ozomnikwa uthixo siyakuthanda qhubeka nempilo yakho❤❤❤❤
Kodwa useyazisola yikho nje ukuthi ngeke abuye azosho
Uphunyukile bhuti. Ngidabukela lo ashade naye. Carry on with your life bro, ungapheli amandla
WeNurse waze wayisiphoxi sentombazane... "Umvundla ziyowunqanda phambili"
Webhuti ayikho inhlanhla ekufundiseni umuntu wesfazane. Usuke uzibulala. Ngingomunye ovela kulesosimo & abaningi abantu beslisa abafundisa abantu babo kugcina lapho vele. Phephisa uzophola ngoba nam ngaphola kanzima😢
Maybe she saved him from a marriage full of heartache. Owakho ukhona uzofika ungalindelanga. Heal first KARMA will catch up with her when that other man shows her what life is about. Phola bhuti
UJehova uzokusiza bhuti Loki akwakulahlekela ufundisa usesi uJehova uzokuletha ngokuphindiwe ❤ God Bless you
Ohh bethuna lobhuti ulimele ubuhlungu bubhalwe ebusweni 😢😢
😢😢😢but ungaphuzi kakhulu uJehova uyazilungisela oclever😢😢😢
Ngoba ndodana usebenza eplazini,yini ungaxami noma ukufuya izinkukhu ,izingulube ,vuka,yeka ukuphuza ndodana,uyamjabulisa,akazame ibhizinisi
Syabonga blaqlife ngaloluhlelo nkosyam lwabantu beslisa bayahlukumezeka lababantu futhi bakhohlakele abanye babo bayafuna ukudodiswa ngingakhuluma usuku lonke ngabo
Yhoo amantombazane mara, yhoo lentombazane izozisola one day unkulunkulu akasislima Shem n I wish kusheshe futhi😢
eish mntase kutha2 iskhathi
NGATHI kungayiwa la ingane khona kuyokhulunywa lodaba ezohlazeka bemazi KUTHI nhloboni Ka pende lolwabishi,njakazi
Don't worry poy zokhula lomntwanakho izolazi iqiniso one day
Mhlekazi unogazi, uyaphila, awuthathang'isinqumo isingasile . kodwa ungatholukuthi akeneme ngalapho ekhona.
Myeke bhuti umhlaba uyazlungsela kzodlula
Inkinga enkulu izobuya esekhala acele uxolo nezinyembezi zempisi kuyoba sengathi yiyo lendoda ewrong
Uma umuntu ekwenze kabi,umshaya ngokuthi wena uzenze ngcono.Abanye abantu bayilahla ngokuthi baphuze utshwala uma bebhekene nenkinga okwenza ukuthi kokunye babe izibotho.Kanti ukukhetha uNkulunkulu kuyakulonda akusize ukwazi ukubhekana nezinkinga,nasemzimbeni ube muhle,isitha sikubone ulokhu umuhle futhi uya phambili.Yeka utshwala mntanami usemncane,uzithuthukise.Le mali oyisebenzayo isebenzele wena hhayi omunye umuntu.UNkulunkulubukhona uzokulwela.
Similar occurrence happened to me back in 2019, ubhuti can still live well and happily so. He can start by exercising and reading if he likes to or listening to music. His boy will eventually know the truth. Apologies for english I am not zulu.
kwaze kwanzima mfowethu siyabonga ngomfowethu ophumela obala ngodaba lakhe mina ngicabanga ukuthi kudingakala i professional counseling kuludaba lunzima kakhulu
Xola mfwethu ibuhlungu kakhulu lendaba kodwa kuzodlula. Nakuye usisi ahlale azi ukuthi what goes around comes around kuzomfica. Phephisa ndoda.
Kumele uzitshele ukuthi okwenzekile kufana nokudaliwe ukhohlwe uye unake uMsebezi uzame ukuyeka utshwala ngoba utshwala buzokwandisa izinkinga kujabule nezitha, God bless you Bafo, kona kuhle owakwenza kuMama womtwana wakho
Ncese bakithy bhuti ngoba yeyi nathi sibuye singabinalo iqiniso 💔💔
Ngitshele nje bakithi,amathanga ahlanzela abangenamabhodwe waqondana nebhadi lobhuti wiiii cha bakithi ubufebe kodwa obani bafwethu
Hlukana notshwala Ndodana, qina uthole usizo ngoba indodana yakho izokholwa yilento yokuthi wena uyisehluleki nento engakwazi ukuzenzela okungcono uma usuzinikela otshwaleni kangaka, lena eyotshwala-ke it's a big "No" uma wakwazi ukufundisa lomuntu wesifazane wakugila, mina ngithi thola ukuzixolela awenzanga iphutha wawuthi wawuthi wakha ikusasa nokufuna ukuba yindoda eqotho, MANJE NAWE UWRONG NGOBA USULIMAZA LOMUNTU OTHANDANA NAYE ONGENACALA, DON'T BE SELFISH, MYEKE-KE NAYE UZIHLALELE ANGATHWALI ICALA LOMUNYE UMUNTU,uNkulunkulu akazuyiphendula imithandazo yakho nawe uma usalimaza abanye abantu, plz plz try to find a healing first 😢
Hi ndodana ukhona owakho,cela uNkulunkulu uzomletha,asinganciki kokwethu ukwenza,u will never go wrong mawuhleli no Thixo.
Awu ncese buti iNkulunkulu uyakuzwa ukukhala kwakho. Waza wakhohlakala umuntu wesfazene😢😢
Phola bhuty wami uzomthola ozokuthanda ngalendlela oyifunayo ezokwanelisa ibeyikhokonke,ncese bhuty kuzodlula❤
Phephisa buti liyeza elakhe struu🎉🎉
Mina ngithi makaye kulomjita ambekele udaba
Shame no one deserves a broken heart.
Asthengeni izimoto bafwethu sikhohlwe nje ukulobola ayikho lent
😂😂
Uqinisile sizofa singenalutho sidlala abafazi
Injalo bhuti uthande Moto zakho nesiqu sakho
😂😂😂😂😂😂😂😂😂imoto bafo
Kwaze kwabhlungu 💔 Nkulunkulu ngyathandaza ngingaze ngiyshintshele ingane kamamezala 😢
Khululeka bhuti izinyembezi zakho angeke ziwele phansi kobuya sekuphindiwe khululeka nje locc udlala ngempilo yakhe ngoba uhamba nezinyembezi zakho
My brother is very painful i trust god he will give you the right person we will pray with you
Amen 🙏
Be strong mjita impilo ngikhulisa Nandlala ezingafani ngiyanithanda isibindi sakho omunye umuntu wesilisa ngabe uzozisola manje usebulele abantu ngexa yokuhlungu
besekuthiwa amadoda ayizinja kanti abanye bethu sine sadla kulokho mina sengizwela lona osempilweni yakhe kuyimanje uzokhokha amancala angawazi bunti phola udlulise lokhu untombazane akutyalile kusamila siyofika isikhathi sokuvuna 😢😢😢😢nkodwa ngiyncela lona onaye manje mdedele bunti ngoba uzoncina umhlukumeza vele nje uqale I process yokuphola kuqala before anything
Hymn phephisa ndoda kuvamisile ukuthi ufundiae umuntu wesifazane ejugcineni akuchomele
Sibonge awenzanga into ezojufaka ejele
Zivezen madoda okuhlungu kukhiphe Leni ngaphandle nizolapheka emoyen❤
Mfethu ungazimiseli impilo ngenja yona impilo yayo iyaqhubeka .Thola ukululekwa uqhubeke nempilo bhuti.Ngibuya khona lapho.
Awuwedwa bhuti enkingeni yakho... sibaningi sabisha kuyo.. kodwa saxola.. uzoba-ryt
Hey thina bazali abazele izinsizwa kubuhlungu
😭😭Some women are so cruel!!
Love and light to you brother ❤️🕯️
Eish yeah khona kunzima Bhuti into oyshoyo I khona vele akekho umuntu ohlukumezeka nje nge Ndoda but asibonwa svalelwa ngaphandle
Kungenzeka lo a bekungeyena owakho kumele uphole kuqala uthandaze uzomthola ofanele wena ngiyabonga ungazange wen,a okubi kuyena izinyembezi zakho angeke ziwele phansikuyomqoqa ukuhlwa kuda kida❤❤❤
Ngase nibususe utyalwa kuleShow ayibukeki into uyotywala kwiShow enenjongo zolungisa ingxaki zamadoda.
Yona iShow I fully support ngoba enyanisweni singamadoda sophela ngaphakathi siphethe sisophela kwezinye indawo or silimaza abanye abantu or sizilaza ngakumbi
seconded
😮😮amantombazane 😢phephisa bhuti wagileka kona ngibonga ukuth usaphila usukwazi nokugunyuluka ngobuhlung obuzwile .
Bhuti wam..Amandla wendoda awapheli..myeke usisi aye apho afunukuya khona..kodwa uNkulu Nkulu usithanda Sonke..usezakukhumbula ngelinye ilanga and it will b too late..muyindoda eqotho don't doubt yourself...bakhona abanye besifazane abaqothi don't give up..Qina bhuti wam...zinike ixesha uzixolele uphold..uzokwazi ukuba uphile impilo yakho emnandi..ngenye mini ubalise esistory uhleka uhleli nefamily yakho efudumele...siyakuthanda futhi sikweseka bhuti...Good luck emilweni.....
Watching from welkom free state ,my brother don't worry karma doesn't forget the address ,her day will come 😢be strong my brother and better your life
Kuthule tuu mfowethu ophezulu namathonga akini bazokulungisela, buka u luk healthy n strong angzmosh otshwala kuzodlula lokhu
May the Lord bless you with a God fearing woman one day
Ngifisa sengathi ungaluthola usizo mfwethu dudu
Mfowethu qina ndoda kodwa uNkulunkulu ukhona noma lo cc angahamba kodwa ume phezu kwamahlombe akho and lelo Juba bayolichutha phambili khululeka isazobuya impendulo kulelo juba God is gud all the time
Bafo I'm heart broken😢ibuhlungu lento 😢😢😢💔💔
Mina ngathatha ubaba wakwami ngamfunela emsebenzi uthe esesebenza wangishiya nabantwana uyongidivosa emva kweminyaka eyu 25 Sihleli sinabantwa abawu 5 wathi asingabakhe bonke ngasala kunzima ngizenzela ilayisensi Mina ngingenayo
@JessieShenxani Jah neh askies kunzima emhlaneni
Blaq life TV ingenza umuntu othanda indaba
😂😂😂
Nami sengi omunye undaba nasebusuku ngilalele lezigaxa😂
Bhuti sula ezonyembezi akuphelile ngawe myeke ayifunze ingane ngobubi izophendukela yena ngomuso ungadikibali yithi ebengeyena awakini ebengeyena owakho kuyeza nakuy zojikizinto sonke singabaka nkulunkulu ungacingi uba ujehova akasizeanga isikhalo sakho usizwile hlala phantsi wothilanga impendulo noma Nini uzozibona ngamelho akasheshi ukuphendila thula wena uthi TU ugeze lelohlwili elisentliziyweni yakho bhuti sikhona sithi yithi duuuuu kuzolunga ungawusabi umhlaba
😅😅
Bhuti wami ncesi kakhulu ngesehlo lesakwehlela naku engizokucinisa ngako Uma abengadalelwanga wena noma abengaceda abuye aphile nawe kwakiyohamba kuphele kantike okubi okwenziwa Wu cc bakhona nobhuti abeze okungaphezulu imphilo lesikuyo eskhatsini esikuso
Wemadoda akweniyeke ukthithiza mangabe ufuna intombi efundile thola es fundile ungamsusi phansi umfundise ngoba vele usuke ufuna akugile lwabishi myeke enjalo mawumthole engafundile ungayfaki nakancane eyokt ucabanga ukyomfundisa Noma ngabe ujabule kanjani
Ubengakuthandi my Brother usisi ubekusebenzisa nje
Xola ngane kaMa
Uzoluthola ubambo lwakho
Myeke lonondindwa
Amandle ndoda awapheli vuka uzithathe
Phephisa bafoh amandla endoda awapheli 🙏
Ibuhlungu into eyenzeka kubhuti impela amathanga ahlanzela abangenabhodwe kodwa nje siyabonga ukuthi ubhuti akathathanga isinqumo esasingagcina simfake enkingeni
Kodwa bakith kuyakhulumywa nje ngalensambatheka yamaqola ajikelanay
Ngyezwa indaba kabhuti mina ngikhathazeke ngalocc athi ujola Naye angamthandi ubhuti
Uzofumana ukuthi yena usisi uze nentliziyo yakhe yonke kubhuti
Backing away was a Wise decision bro. Continue with your life and stay strong!🙏
Omunye wafundisa Nurse lamshiya labuyela kuyise wengane Ai wangapheli amandla wafundisa omunye waba uthisha Ai kwabheda naye wamshiya waqhubeka ubhuti wafundisa omunye Ai kunzima nkosym
hhai king hluphekile hhai you're the best when its comes to interviews .. continue doing the great work bhuti ♥❤
Ngaze ngabuhlungu ilestory, Yaz ngifisa uphole bhuti wami, okubuhlungu sithola umuntu odlule kulesosimo akuthwese amacala ongawazi💔💔💔, Mina nginaye umuntu onjalo, ngyazama akulungi, akapholi uhlala engikhumbuza, infact lomuntu uthemba umawakhe kuphela
Yazi sometimes uNkulunkulu enye into uyenza for a reason yazi. Uma ekuphikeni something ukunika okungaphezulu. Wena uyeza owakho ongcono kunala. Mina ngashiwa I general worker ngathola omphati wenkampani enkulu sasifinda naye w high school. Ungadubi ndoda uyeza owakho , angazi Usebuya kangaki exoxolisa na after 17yrs ubuyile ziyakhala kuye kubophekile lapho ngi happy 😊
Futhi lento iqala ngokuthi UThandana noMntu othandwa nguwe ai Othanda
wena!! Kodwa ngoba anifundii Nisazodlala ama Ntombazane ai kancane... uyifundisa kanjani iNtombii? Ayifundiswe kubo ngoba isiphethoo siba nje wakwenzani uMakoti?? Wow! Kunjalooo ukuthandaa Muntuu, askies Bafo engathi nabanye bangafundaa
Bafo lesisimo.ngisazi kahle.mina ngbuya ngisho ejele kdwa on 1st of February ngyoshada engamvulela tuckshop
Asethembe nakuye uBhuti kuyogcina kudlulile,abuye aphile abe umuntu eii kunzima shym...
@@zanellesun1534Ngeke kusabalula ukuthi aphinde athembe umuntu wesifazane
@@BhekuyiseTembeakengibuyele kwi comment ka MakhosazaneWinnieNdwalane...
Kanti ngoNkulunkulu nje emuhle kungenzeka nangu uKaizer ethi waboshwa ke yena but uthi uyoshada,ungamlahlekisi omunye ngethemba kusengalunga nje...
My brother soon uzomthola umuntu ozokuthanda ngaphezu kweMpilo itself linda nje I promise you
Sorry to hear about your sad story my brother such things do happen in life please dont lose focus just try love yourself and your son needs you.
Hamba eThe Revelation Spiritual home uzobaright
Ncese mfana wam, ndicela ukuba uye kwi Counseling, uzofumana izaluleko, ungene kwi Support Group, kulungile, amandla endoda awapheli, ungazinikezeli kuphuzo lotywala.
I'm so sorry my brother , that woman will oneday pay for what she did to you.Karma never lose an address.I wish you to go for counseling and heal.She will regret her actions oneday.By then you be blessed and forgot about her filthy action.May God grant strength and a long life.Dont let her rent space in your head raise the rent and kick out.
Ngaze ngayithanda ke le izoveza ukubola kwabantu besfazane
Ngaze ngabhlungu kodwa inkosi iyokphendulela mfana ka gogo
Bantu beslisa enzani kanje iba bhizi nedlozilakho mucele umfazi emsamo ubhuti ulimele kakhulu mucele emsamo umfazi
As long as usaphila bafo kuzolunga uzomtha umuntu ozobaryt for wena...njengoba usho nawe AMANDLA ENDODA AWAPHELI 🤞🏽💯
My brother u did everything right, God is with u.
U'll receive tru blessings of love far better than think now
Suhlupeka Buti usazova kabuhlungu loCc nkulunkulu kkukona akubekele khona but not now...
Lowo uzojolelwa yileyondoda, naye uzothipathwa yiDepresion angakwazi kuya emsebenzn ..Lo Doti wentombazana skelem
Awu...marn waze walimala emphefumlweni nase ngqondweni lomfana pls King Sicaka msizeni ubuti nge councilling.Kuza kulunga mfana uzakumfumana intombi ezakukuthanda sula ezo nyembezi😢😢😢
Noma ungaya kephi make wafundisa Ubuntu wesifazane isiphetho siba nje Uma umthande engelutho lala naye engelutho ukuze uvike izinkinga
Siyabonga ngohlelo olusha Mpunyela mfwethu. Mesiphethe wena siyafunda futhi siyakhuliseka.
Kuyobakuhle bhuti ube neqiniso kulo grl omusha,don't raise her hopes knowing ukuthi awumthandi,ngcono nivumelane ukuthi niyancedisana kuphela.otherwise ngcono umyeke ngoba ummoshela iskhathi . U need to heel,am glad ukuthi usuthathe 1st step yokuthi ukhulume uze ucele nosizo.All the best.kuyaphileka ngaphandle kocansi.
Mmm bhuti wena on your side uhlukumezwe ngumuntu wesifazana yes you can say abantu besifazana bayahlukumeza coz of loyo yabona wena awusathembi umuntu wesifazana mina langikhona angithembi owesilisa angisafuni nomjolo lowo lento iya ngumuntu I can see ulimele okwangempela ngiyazi ungcine ubona u beer kuyi solution I am the same angifuni lutho mabethi umjolo yipandemic😢😢
Askies mfana one day kuzolunga
Buya eSwatini mosi utotfola umfati nemphatfo ..ncesi kakhulu bhuti❤
Uqinisile ubhuti, akekho umuntu okhohlakele njengomuntu wesifazane. Kuya ngokukhula komuntu ukuthi wakhula kanjani. Ngizwela abazukulu bethu ama- boys.
Watching from Zim Tsholotsho,kulukhuni ukubayindoda
Umjolo will be the death of us💔
Ulimele umfana bakithi. Ngiyamzwela. Kodwa mina ngingathi bonke abantwana bethu banenkinga when it comes to ekwenzelaneni izinto ezifana nokusizana nokukhuphulana. Kungaba isikole, umsebenzi nokuningi abakwenzayo. Kuyaba intombazane esiziwe or umfana, okuvamile bayajikela. Kubuhlungu kithina esingabazali ubona ingane yakho idlaleka. But asazi noma kuyekwe or kanjani ngoba abanye kuyabasebensela and they live happily ever after. Engathi angathola usizo umfana angazibulali ngalotshwala azame Ku prove wrong losisi enzele umfana wakhe, ngoba as ebona uyise eyilento atshelwa yona, angagcina ethathe izinqumo eziwrong e.g. drugs, ubugebengu etc
Lo bhuti u limele shem. Ngizwela lo omusha a thandana naye, I so wish he can just take a Break, go and seek help and heal first.
My brother usava ubuhlungu yindalo uthando,wena wadibana nesigebengu sentombi .Uma bekunjalo ngeba asisaphili ngathi ungeva ngabandliule khona isigameko zininzi,kodwa uthando luhle mawuthole oqondene nawe❤
Ewuuuh! ngoba ahlanzela abangenamabhodwe...phola bhuti.
Şey lowo usazogowa ayikho into oyenza umuntu engakubuyeli akakawazi umhlaba usazowufunda. Uzobuya azoxolisa don’t worry usazokgonjwa back kuwe evalekelwe yiyo yonke into
Ohh bakithi kwabhlungu😢
Blaqlife TV is the channel our people need, not just want
Siyabonga ngohlelo
Uyinsizwa ziphelele make time wigh yo son u'll feel a lot better
Impilo iyaqhubeka.
Mthabela akuqali ngawe lokhu sibaningi kusenza kodwa uzomthola omunye abafani ukhona owakho uNkulunkulu akubekele yena ungalilahli ithemba akulahlwa mbeleko ngakufelwa phuma ekuthini awusafuni lutho nothing wrong with you uyinsizwa ungamjabulisi usathane lentombazane bayoyibona abanamehlo uNkulunkulu abe nawe futhi uyokuphendulela indoda iyakhala uma kufanele ikhale kodwa bhuti wami udaba lwakho luyalungiswa somewhere ngiyabonga ngoba awukwenzanga okungasile omunye ayengakwenza waba indoda umndeni wentombazane nawo awusile ngendlela emangalisayo themba kuJehova Mthabela
Inhlanhla azifani bakwethu omunye nomunye ubusiswe ngokuhluka kunomuntu oza empilwen jus too change yo life and put you somewhere kukhona njalo oza jus to destroy you but ngingat nje yaaz yamkela udlule ngeke kuhlale kukubi or kukuhle emoyeni yethu
Ilokhu ngasho umfazi uma umthole engafundile musa ukuzixaka uzenze umzali wakhe umfaz uyalotsholwa akafundiswa
Usizi lo muntu wesilisa emhlaben ngibuya lapho kwi Nurse for 10 years ngihlukumezeka but ngagcina ngim devorce ngihlezi kamnandi kabi manje ngaphandle kwakhe ngiganiwe kuhle kakhulu nakuwe kuzodlula my brother
Ba4 ungakhli qinisela zisazobuya izinduku nakuyenalo owesifazane idlozilakho lisazokulwela🙏🤘
NVGINGIGOGO, NGAFUNDISWA UMYENI WAMI EUNIVERSITY,NGABA UTHISHA,NGABA UTHISHOMKHULU.NGAMAZISA UMYENI WAMI NGUSHO ESEFILE.NGASALA NGIKHULISA,NGIFUNDISA ABANTWANA.ANGIFISANGA OMUNYE NGISHO ESASHONA.ABANTU ABAFANI
Phephisa mfwethu kubuhlungu kakhulu lokhu okwenzeke kuwena
Kodwa leyontombi kukhona ozomushaya phambili inyembezi zomuntu aziweli phansi
uyokukhumbula ngelinye ilanga and kuyobe sekunzima ukubuyela emuva🤞
My King 👑 watching from Midrand ❤❤❤
Okokhumbula kuthi izinyembezi zeslima ziyasnetha ishlakaniphi 1day kuyophela konke utholukuthi kwalelojazi yogcina ngokuligqoka angekhe awuthole umsebenzi kuyobamnyam mpilweni azekhombe abathakathi Kanti izinyembezi zalobhuti nabazali bakhe😢🤞ncese bhutiza usekufundise isfundo ngekhe usaphinda nakusasa kumuny ozamthola God bless you mntakababa ngkufisela okuhle