Shembe: Rev Mchunu (eNyokeni-19Nov2016)

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 20 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 56

  • @andrewilkons8107
    @andrewilkons8107 7 ปีที่แล้ว +27

    Nice one. Shembe is the way. 100% NyazilweZulu. This was a wonderful day. I love Shembe uNyazi

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      You! Actually you are lost.

    • @thabanmncube3777
      @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +1

      +Ld Buthelezi L.d Buthelezi. The one whose lost is you Buthelezi L.d. Phambili ngo NYAZI

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      Thaban Mncube izimpungushe zidla ndawonye nezimpisi ziyefana wena-ke kawunasabelo nami

    • @thabanmncube3777
      @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +1

      +Ld Buthelezi L.d Buthelezi. Ngiyabona unguye uMAHLULELI NE. Kodwa ungakhathazeki vele uma sekuzokusa kuba MNYAMA kakhulu

    • @thabanmncube3777
      @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +1

      PHAMBILI NGONYAZI LWEZULU

  • @andrewilkons8107
    @andrewilkons8107 7 ปีที่แล้ว +24

    This is God.

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      Stop lies.

    • @thabanmncube3777
      @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +2

      +Ld Buthelezi L.d Buthelezi.. NGISHO NGABE UPHUZE OKUDAKWANAYO. UMA SEBUPHELILE LOBOTSHWALA UZOKWAZI UKUHLUKANISA OKOMUNTU NO THIXO. MA UNGABONI KAHLE BUKISISA UZWISISE. UNYAZI LUNGUYE U KRESTU INKOSI. UBUYILE ESIZWENI SIKAPHUNGA NOMAGEBA. ZINIKE ISKHATHI UVULE ZONKE EZONYAZI. UNGAQALI NGOKUMBIZA NGENDODA, BUKISISA UZWISISE.

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      Thaban Mncube mpumputhe enamehlo ! Kawuyiboni invula enayo nelanga eliphuma ekuseni lishone ngesikhathi salo esinqunyiweyo nguNkulunkulu wami na? Nguye uNkulunkulu owathuma uKristu ukuba ningabhubhi nikholwe nguye kepha nina nikhethe isiko lakini nakhonzana noshembe benu iNkosi iyakunijezisa ngezinhliziyo zenu ezibuthuntu

    • @thabanmncube3777
      @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +1

      Yebo mpumputhe ebonayo, nehlulelayo. UNGUMOYA OYINGCWELE ugxeka noma uthule. Ngelinye ilanga uzokubona lokho ngobe ngingasekho ukukubuza ukuth UBEKWA YINI ONYAZINI LWEZULU. yingoba UBUNKUKUNKULU BAKHE BUNGELINGANISWE NALUTHO OLUKHONA EMHLABENI. Even u my 4rnd

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      No! Ngithi kuwe kholwa nguJesu ufumane umusa uma ungekholwe yisihogo

  • @thabanmncube3777
    @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +3

    Ngiyabonga kakhulu inkosi inibusise. Saze sezwa ubumnandi obabuse Nyokeni. Ningadinwa nisiphe njalo ubuhle boNyazi lwezulu

  • @thabanmncube3777
    @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +3

    Hmmm. R. I. P. Mfundisi weNkosi. Ayohlala esivuselela amazwi akho.

  • @lungelokhumalo8985
    @lungelokhumalo8985 2 ปีที่แล้ว

    Mesiya sabeni, mdali wezulu nomhlaba🥰🥰🥰🥰

  • @sifisomdletshe3545
    @sifisomdletshe3545 7 ปีที่แล้ว +2

    mmm ayikh into enhle edlula uShembe yaz mangibuka lama video kufik izinyembez ngoba ngakholwa kabuhlung

  • @sibonelophumulani3973
    @sibonelophumulani3973 7 ปีที่แล้ว +3

    okuzwisa ubuhlungu ukuth kwase kungeyokugcina lenkonzo yakhe engiyzwayo ngoba usedlulile emhlabeni

  • @raymondhlabisa6481
    @raymondhlabisa6481 7 ปีที่แล้ว +3

    siyakuthanda nkosiyamakhosi. ungithixo wethu nyazilwezulu

  • @nothanimashiyane
    @nothanimashiyane 7 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga nge Video..inkosi inibusise

  • @sandilejele188
    @sandilejele188 ปีที่แล้ว

    Amen ❣

  • @thabanmncube3777
    @thabanmncube3777 7 ปีที่แล้ว +3

    Ai maningi namanazaretha. Akekho ongaqeda lento, hhay ungabe uyadlala nje ma ungathi uchitha aboNyazi

    • @sindiphicani5180
      @sindiphicani5180 7 ปีที่แล้ว +1

      Kunjalo ngeke buphele lobubunazatethi

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      Niyathanda amasiko akini nokukhonza amadoda nithi angonkulunkulu niyokuzwa mhla nibuyiselwa ebusweni benu ububi benu.

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      Niyathanda amasiko akini nokukhonza amadoda nithi angonkulunkulu niyokuzwa mhla nibuyiselwa ebusweni benu ububi benu.

    • @mgm-oz3nj
      @mgm-oz3nj 7 ปีที่แล้ว

      Ld Buthelezi L.d Buthelezi kazi wena ukhonza ban kanti umfazi yin? uma ukhonza uNkosi uJesu naye wayeyindoda ewumuntu naye kuphela waye ngowasezulwin ethunyelwe kwabaka esrael njengoba kwasho yena ngoba yena ungumlomo ongathethi manga wathi uzele isizwe saka esrael kuphela seningazifaka nje ngoba anisali amandiya

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 7 ปีที่แล้ว

      Yebo mahle phela uma ezifaka kokuhle wena-ke uyasala? Salake nobuhedeni bakho. Asizifaki kepha safakwa, ai mani awukahle kancane nje! Nina kombe nisebenzisa muphi umthetho? Uma kungakaMose kusho ukuthi uxamu awuziboni ubunjalo bawo, kepha uyaphela yinsini kanti uzihleka wena khala-ke manje ungabe usahleka mngani. Nigcina amasabatha niyawaphula futhi angifuni ukukhuluma nawe ngomthetho ngoba ngiyazi ukuthi awugcini ukube uwugcina ubengeze waba nomunye unkulunkulu. Ngesabatha kuthiwa hamba ngangokuphonsa itshe kepha wena uhamba amamayela ngamamayela ngesabatha uyasebenza ngesabatha kuphela nje wukudla okuqandayo okwazi ukukugcinela isabatha. Yeka ukungitshela ngomthetho ngoba kawunawo

  • @sbomqondisimdletshe2861
    @sbomqondisimdletshe2861 7 ปีที่แล้ว +2

    mmmm lala kahle macingwane

    • @philasaiton1008
      @philasaiton1008 6 ปีที่แล้ว

      Shembe konje masiphuma onyazini singaya kuphi ngoba ukuphila kunawe nkulunkulu wabantu ngisize nkosi ngingakhohlwa ukukubiza ngemizuzu nezikhathi ezabekwa nguwe nkulunkulu wasebuhleni

    • @regardlessmatter6044
      @regardlessmatter6044 6 ปีที่แล้ว

      Yaz ngendlela akasqinisa ngayo lomfundisi Awu Rev Mchunu aze akukhumbule uShembe lapho ukhona

  • @SM_outdoorhobbies
    @SM_outdoorhobbies 7 ปีที่แล้ว

    Kodwa uwunqamulelani umthandazo wesabatha,

  • @thabileforemail
    @thabileforemail 5 หลายเดือนก่อน

    Lithe maliphela icala uNyazilweZulu luqeda icala 20 March 2024,ngakhumbula lenkonzo kaMacingwane,uShembe akukhumbule kulelozwe osukulo,ngangikhona eNyokeni ngaleliSabatha yashumayela iNkosi yoMusa emini libasile iLanga, wayesema ukushumayela wabheka ngakithi wathi ngivale?sangazi sithini wathi ngizovala, kwakhuphuka amafu ngeskhathi avala ILanga ey bakithi uNyazi uNkulunkulu,njengayizolo eBuhleni ngeskhumbuzo soThingolwamakhosazane layishaya imvula kodwa lutho sanganetha yaze yaphela inkonzo kwayima inetha phakathi eThempelini ,skhumbule Nyazilwezulu uNgcwele wedwa emhlabeni

    • @bikanivilakazi5334
      @bikanivilakazi5334 8 วันที่ผ่านมา

      Wake wathi ubaba uyamthanda ngoba uhlala ngqo eqinisweni, wathi ngzode ngimlanda ngimfaka noze niphenduke. Ngyathemba nakwelizayo uJehova unaye uMfundisi.

  • @eric.msibimsibi9549
    @eric.msibimsibi9549 7 ปีที่แล้ว +3

    nkos yezulu nomhlaba

  • @siphiwesibiya5747
    @siphiwesibiya5747 7 ปีที่แล้ว

    siyabonga kakhulu

  • @sifisomdletshe3545
    @sifisomdletshe3545 7 ปีที่แล้ว +1

    mmm ayikh into enhle edlula uShembe yaz mangibuka lama video kufik izinyembez ngoba ngakholwa kabuhlung