Bobo Mfana Wepiki Buyani Bantabami official Video

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 6 ก.ย. 2024
  • This is the Official Music Video for Buyani Bantabami by Bobo Mfana Wepiki

ความคิดเห็น • 144

  • @ashleygovender7406
    @ashleygovender7406 5 ปีที่แล้ว +12

    ingifikisela ngezinyembezi lengoma kababo, coz nami ngikhulele emzini womuntu lapho ngingesona ishlobo khona, ngilahliwe umama, ngihlushwa nginyukubezwa, impela kubuhlungu ukukhula ngaphandle kwabazali, 😢😢😢😢.ingikhumbuza izinsuku esezadlula kdw ngiyabonga ngoba ngakhula,

    • @WorldHistoricAccidents
      @WorldHistoricAccidents 3 หลายเดือนก่อน

      xola mfowethu, I hope you get the healing you deserve

  • @anelenxumalo6090
    @anelenxumalo6090 4 ปีที่แล้ว +15

    This guy is a good singer.... Why vele nimuvalela nccc❤️❤️

    • @daveokamasuku
      @daveokamasuku 4 ปีที่แล้ว +1

      Ngithanda nokuthi akalingisi abanye abaculi ushaya nje eyakhe ingoma. Inekhono lensizwa iyacindezeleka nje. Siyakuvuma Bobo phansi kwelika Mzilikazi

  • @n.pntshingila2191
    @n.pntshingila2191 5 ปีที่แล้ว +4

    IStayela sikaBobo bafwethu ♥♥♥♥♥ akekho omvimbayo.. woza namaBackings akhona

  • @locadiatshabalala5992
    @locadiatshabalala5992 4 ปีที่แล้ว +3

    NaseZim koBulawayo sikuvumile mfane piki

  • @ntandazomrmlondleniza5604
    @ntandazomrmlondleniza5604 4 ปีที่แล้ว +3

    ohh bobo wenzani yhini ukundivusela amanxeba ,byyaani

  • @brandonkaydube9115
    @brandonkaydube9115 5 ปีที่แล้ว +2

    Bobo uyakwazi ukuthumela umlayezo ...yo songs zimnandi ngmpela ....kodwa ikuphi ingoma leyana ethi "ngyaxolisa mama " angisayioni ku youtube

  • @tapiwandlovu8406
    @tapiwandlovu8406 5 ปีที่แล้ว +1

    Ingoma ethi kuba impilo iyabuyela emuva bengizavunda ngiqede iskolo ngubani oyiculayo ngiyayidinga

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 6 ปีที่แล้ว +1

    Hai mf2 uyangenzela ungicabangisa abantabami ongi ngeke ngivume ukuthi bekhulele emzini yabantu.

  • @sanelezwide8408
    @sanelezwide8408 5 ปีที่แล้ว +4

    Yoooo Bobo ingoma zakho bhuti zisuka ziyithinte inhliziyo yomuntu Kubuhlungu kabi ukukhulela emzini yabantu

  • @mzamothomo1199
    @mzamothomo1199 5 ปีที่แล้ว +1

    Ey Yang'thinta lengoma kwahlongozela izinyembezi…. ngyabonga Mfana we piki shaya ingoma sikhona thina amandlakho syawabona.

  • @mabuyizibuyilezikode7317
    @mabuyizibuyilezikode7317 5 ปีที่แล้ว +1

    Lakuthinte khona umfoka khumalo ibhova kuyazwala🙌

  • @thembamsobho5957
    @thembamsobho5957 5 ปีที่แล้ว +1

    Nangu umuntu onemeseji kumaskandi jikelele. Up njomane up.

  • @xollymadala4294
    @xollymadala4294 6 ปีที่แล้ว

    Ngivele ngizizwe ngvukwa yintukuthelo nje mangicabanga ngilalele lengoma ngoba babe ngshaya khona nkosiyam big mfethu

  • @thommasilo9145
    @thommasilo9145 6 ปีที่แล้ว +27

    Lengoma kaBobo angazi sengiyidlale kangaki. Ivele ingikhumbeze impilo eyandlula.Basithuma ngomnyama bathi UYINKUNZIMALA AWUSABI besho bedlalangawe.

    • @hlanzekadladla4963
      @hlanzekadladla4963 6 ปีที่แล้ว +2

      Hmmmm kwaze kwabhlungu okwakho kyazwela 😢😢

    • @sbonisojaca9362
      @sbonisojaca9362 5 ปีที่แล้ว +1

      Kukhuleke kanzina, ngikhuluma nje ngiseskoleni ngilwelwa ingane engzoba nazo zingevi ubumzima engibuthwalile.
      Unikwe iRice elimoshakele kthiwe uSbo uyazidlela yena akanandaba🤦🤦🙆🙆🙆. Ey futhiiiiiii

    • @n.pntshingila2191
      @n.pntshingila2191 5 ปีที่แล้ว +1

      Noma izulu lina bathi mina ngiyinkunz' malanga...

  • @akhonamb3760
    @akhonamb3760 4 ปีที่แล้ว +2

    Mmmmm cha sheim iyangibusisa le ngoma keep it up njalo mfana voice yakhona nje bakithi ukuzethemba kwakhona nje kukodwa kuyangibusisa

  • @mduduzinikwe4767
    @mduduzinikwe4767 5 ปีที่แล้ว +2

    nansi ngoma boqhawe lami Kan nifunani

  • @sisiphomaphumulo9872
    @sisiphomaphumulo9872 6 ปีที่แล้ว +9

    uyangibusisa Bobo uphile nje mfowethu uhloniph umhlaba❤❤

  • @mpilontlesikosana2791
    @mpilontlesikosana2791 5 ปีที่แล้ว +2

    Bobo silapha Emthatha siyakudlala uyathandwa ntsizwa bekezela mkhulu

  • @xolanimazibuko6676
    @xolanimazibuko6676 6 ปีที่แล้ว +4

    Aih imnandi ingoma yakho mf2 kuyasho ukuthi uyayazi into oyenzayo mawuya estudio 👍👍

  • @nontobekomacamba4750
    @nontobekomacamba4750 6 ปีที่แล้ว +4

    Eish...lengoma yomfana wepiki ithi ngexesha uhluphekile ubumazi omunye isho into ekhona jaaa nheee

  • @sydneymalinga7042
    @sydneymalinga7042 6 ปีที่แล้ว +4

    Mmmmm kodwa iyabhala lesizwa ingoma zakhe zonke zinomyalezo

  • @siqokoqeladewa
    @siqokoqeladewa 6 ปีที่แล้ว +1

    Kuthi mangithathe umpho ngiyobulala lapho engakhulela khona, kodwa ukholo lwami aluvumi.

  • @nhlanhlangcobo1960
    @nhlanhlangcobo1960 4 ปีที่แล้ว +1

    Lengoma yalombhemu imnandi ayideleki🤞🏿🤞🏿🤞🏿

  • @mthokozisizuma2735
    @mthokozisizuma2735 ปีที่แล้ว

    ay yay shay ngoma lo bhuti

  • @somjongilegcunusgcunuilike4734
    @somjongilegcunusgcunuilike4734 5 ปีที่แล้ว +1

    ndiazithandela kule home mandoda wooow

  • @sifisomuzwakhe6741
    @sifisomuzwakhe6741 6 ปีที่แล้ว +7

    Yaz lengoma ikhuluma nawe baba ongondli ongaz nokuthi izingane zakho ziphila kuphi

  • @monicanesh2825
    @monicanesh2825 5 ปีที่แล้ว +1

    Yoooh lengoma yathinta ubaba ongizalayo#big up Bobo yazi

  • @mlungisishange4351
    @mlungisishange4351 4 ปีที่แล้ว +1

    Eyy😢🙌

  • @mawethundlovu1295
    @mawethundlovu1295 6 ปีที่แล้ว +19

    Am not maskand fan but Bobo knows what he does...actually everyone who came out on the hands of Mgqumeni is jst wow.

  • @caroencube416
    @caroencube416 5 ปีที่แล้ว +1

    Up qhawe ingoma zakho ngithanda kakhulu

  • @samkeandrina5038
    @samkeandrina5038 6 ปีที่แล้ว +6

    Awuuuu ,awuuuuuu,awuuuuuuu ,awuuuuuu yeah ei mawukhule without parents lengoma ivusa amanxeba uzufise ukubavusa labekhona.

  • @mndenibuthelezi5245
    @mndenibuthelezi5245 6 ปีที่แล้ว +2

    kuhlengezela izinyembezi kimi

  • @zinecloudyngwenya7296
    @zinecloudyngwenya7296 5 ปีที่แล้ว +1

    Yimnandi ingoma yakho Bobo!! Uqhubeke njalo

  • @sandiswagift2972
    @sandiswagift2972 6 ปีที่แล้ว +2

    Lomlayezo muhle kakhulu ugxeka ngokwakha.. Dankie mfana we piki..🎶🎸🚩🏴

  • @nkosenhlegoodwill4070
    @nkosenhlegoodwill4070 6 ปีที่แล้ว +2

    uyashaya mfowethu ungapheli amandla sohlezi sikuseka yizwa le massege.. khona abantu abedlule kukho lobunzima

  • @smangashabangu1834
    @smangashabangu1834 6 ปีที่แล้ว +2

    top BOBO iyasho mf2 ingoma yakho n it has a message

  • @ceekayp450
    @ceekayp450 6 ปีที่แล้ว +2

    Ndibuya eE.C kodwa uyacula lomfo kakhulu. Ndaqala ukumva kule Album "Engilutha"

  • @siphamandlatem5932
    @siphamandlatem5932 6 ปีที่แล้ว +1

    oMaskandi fanele besabe makuza uBobo, I salute you Ndoda qhubeka wenze kanje

  • @sbonisomzobe1734
    @sbonisomzobe1734 6 ปีที่แล้ว +3

    into engiyithanda kuye into akayiculayo isegazini if ungumuntu ononyembezi eduze ungakhal if unjule kahle keep up brad

  • @delisanikwazi9159
    @delisanikwazi9159 6 ปีที่แล้ว +3

    lomfan akavunywe winking akalwi nomunt ulwa nengom

  • @nizenandemgube3411
    @nizenandemgube3411 6 ปีที่แล้ว +1

    khuphuuuuuka we Bobo ei unomyalezo kodwa maskandi, kazi ukube ngangingemzulu ngangingaba yini???

  • @emmanuelndlovu4401
    @emmanuelndlovu4401 6 ปีที่แล้ว +1

    Yakhuphuka indoda kwavuma nami ngisemnyango

  • @ongienonco1936
    @ongienonco1936 6 ปีที่แล้ว +1

    wow buyani nganezam

  • @sicelozulukhowane7253
    @sicelozulukhowane7253 5 ปีที่แล้ว +2

    Kodw Bobo bayeke mfwethu bakudlela umona sengibabonile

  • @qaphelanic7473
    @qaphelanic7473 5 ปีที่แล้ว +3

    Ukzn Howard approved 2018

  • @phindilephindi7959
    @phindilephindi7959 6 ปีที่แล้ว +1

    wuuuu bobo mfana wepiki igoma yakh ivuselan amanxeb shm

  • @ntandazomrmlondleniza5604
    @ntandazomrmlondleniza5604 4 ปีที่แล้ว +2

    this is my best song from bobo

  • @mrsimm9870
    @mrsimm9870 2 ปีที่แล้ว

    Amabacking vocalist asiculile isicathakiya nawo

  • @thommasilo9145
    @thommasilo9145 6 ปีที่แล้ว +1

    Ladlala inxele, umlayezo onje. Kuyasho ukuthi yaqhathwa kuphi.

  • @xolanisakhilenxumalo3008
    @xolanisakhilenxumalo3008 6 ปีที่แล้ว +1

    wayeng zonda without a reason ey angaz ngangimenzen useyafisa ngisondele kuye

  • @anamimiya7337
    @anamimiya7337 ปีที่แล้ว

    Bengiqala ukuyizwa namhlanje lapho ngayiphinda njalo you made it bhuti wami lalela ushayile🔥🔥🔥🔥

    • @SpreadLove-NotHate
      @SpreadLove-NotHate ปีที่แล้ว

      I just found it while randomly listening to different on Spotify and I bumped to it. 😅And now it's on repeat just like you did

  • @jakalasi7540
    @jakalasi7540 6 ปีที่แล้ว +2

    Mfwethu uyayibhala ingomaa uyiQhawee

  • @anelezulu1098
    @anelezulu1098 6 ปีที่แล้ว +1

    ezaphuma kumgqumeni ziyazwakala zaphekwa

  • @zanelemoyo9442
    @zanelemoyo9442 4 ปีที่แล้ว +1

    I love you Bobo mfana wepik🇿🇼🇿🇼🇿🇼

  • @dennisgubevu6759
    @dennisgubevu6759 5 ปีที่แล้ว +3

    Cha nami ngyabaseka labafwethu abathi uyabhala izingoma zakho zonke zinomlayezo khuphuka bobo mfana kamgqumeni abangakaboni nabangafuni ukukuvuma bayoze bakuvume thina singofakazi lomculo wawufundela eskolweni babekuphi uma usafunda ingoma -konobuhle hawu hawu hawu hawu engafakaza umfwethu utununu ngyaphinda futhi babekuphi ufunda umculo ezintombini zikamgoza hawu hawu hawu hawu ngyaphinda futhi babekuphi usesikolweni somculo kuzondeni kuze uzodlulela enyuvesi kwakhumalo inkosi kamaskandi kwazulu jikelele waphuma nezitifiketi zonke njengoba usuzimele kanjena hamba mfana wepiki singofakazi basazokuvuma bethi njomane njomane beze bethi hawu hawu hawu hawu hawu yamnandi lento yakho mfana wepiki

  • @sthembilehlekwayo8348
    @sthembilehlekwayo8348 5 ปีที่แล้ว +1

    Ishayiwe lengoma jtoooo😭😭

  • @jabuzondi7853
    @jabuzondi7853 3 ปีที่แล้ว

    Buyani bantabami nizodla usizi lwami

  • @zothashezi9147
    @zothashezi9147 4 ปีที่แล้ว +1

    Aw bobo🔥🔥ngivume wenaa

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 6 ปีที่แล้ว

    Kunjalo mfana webhova bobaba nabomama khulisani izingane ngendlela.

  • @fortunenpofu2452
    @fortunenpofu2452 6 ปีที่แล้ว +1

    hauuuu madoda, nganglala ngngadlile baba benghlukumeza

  • @busiegumede1690
    @busiegumede1690 5 ปีที่แล้ว +2

    Bobo imnandi lengoma yakho ukukhulela emzini yabantu angikufuni sdalo

  • @lungasosibo142
    @lungasosibo142 5 ปีที่แล้ว

    Washaya uA Bobo inkulu leNgoma

  • @qwabeandile7843
    @qwabeandile7843 3 ปีที่แล้ว

    👍👍Kunjalo njr

  • @slindelontanda9526
    @slindelontanda9526 6 ปีที่แล้ว

    eish lengoma le ingifikisela izinyembezi Lena ethi ukukhulela emzini yabantu angikufuni yoo uyishayile bobo lengoma up up up!!!!!!!!

  • @joshuaroom4263
    @joshuaroom4263 5 ปีที่แล้ว +1

    yaze yamnandi ingoma

  • @lucyamandapreciouslucy1555
    @lucyamandapreciouslucy1555 5 ปีที่แล้ว +1

    Keep it up bhudi

  • @mrsimm9870
    @mrsimm9870 2 ปีที่แล้ว

    Ushayile umfowethu Kodwa ke ukhuliswe yisicathamiya kuyezwakala.

  • @mfundokheswa2428
    @mfundokheswa2428 5 ปีที่แล้ว +1

    Number one

  • @clarindlovu8499
    @clarindlovu8499 6 ปีที่แล้ว +5

    Umlayez unawo shm ingom zakho mmmm ayiii khuphuk BOBO

  • @zakhecya3803
    @zakhecya3803 6 ปีที่แล้ว +1

    yaz ukusuka kuleya album ethi uyinyoka mngani kube Lena ethi musungi hleka kuzoba instogram kube yile ayi cha ake unyakaze ndoda kuculiwe ngempela awuye kwabalele uthi ucela nhlahla

  • @khonzanisgubudu381
    @khonzanisgubudu381 6 ปีที่แล้ว +1

    le ngoma madoda ayi ahh

  • @sanelewise3002
    @sanelewise3002 6 ปีที่แล้ว +2

    khona lengoma yalomfwethu ethi "kwanglaya ukufa kwangthathela abazali bami ,imthwalo yami siyangcinwa yimi, musunghleka mtanami ngoba ngsebenza imali encane" angyaz qubeka ithin but cela ningiphe ishloko sayo oyaziyo

  • @qinisosibanda4728
    @qinisosibanda4728 5 ปีที่แล้ว

    Ucula kamnandi uBobo, umculo wakhe uyazwakala uyalaleleka impela.

    • @godknowsgod771
      @godknowsgod771 5 ปีที่แล้ว +1

      ifundiso ulayo kutsho ukhulengayo

    • @qinisosibanda4728
      @qinisosibanda4728 5 ปีที่แล้ว

      Siyamfunda impela futhi siyakhetha impilo okumele siyiphile.

  • @siphilangenkosivphakathi5595
    @siphilangenkosivphakathi5595 4 ปีที่แล้ว +1

    uhamba wedwa mfeth

  • @user-kf1wb7nf5d
    @user-kf1wb7nf5d 10 หลายเดือนก่อน

    I love your song

  • @khanyajinoyi8034
    @khanyajinoyi8034 3 ปีที่แล้ว

    I like this song mara bobo bafethu

  • @mpilozuke5248
    @mpilozuke5248 5 ปีที่แล้ว +1

    Kufunakala into enje eyehlukile emnandi

  • @philasandedlamini5107
    @philasandedlamini5107 5 ปีที่แล้ว +1

    imnandi ingoma yakho shein

  • @user-jd7ml4uq2p
    @user-jd7ml4uq2p 7 หลายเดือนก่อน

    Kade ngakuzwa mina phusha mjita

  • @weedboyakamrnobodysyanderr6753
    @weedboyakamrnobodysyanderr6753 6 ปีที่แล้ว +2

    Ngkthanda ngomyalezo min.

  • @mthunzisithole9205
    @mthunzisithole9205 6 ปีที่แล้ว +1

    Ei uyayithinta inhliziyo nkunzi izongoma zakho ziyangthinta

  • @isifisosamabhacatv8693
    @isifisosamabhacatv8693 6 ปีที่แล้ว +2

    Can you upload the two previous albums?

  • @MusaNhlanhla-or6te
    @MusaNhlanhla-or6te ปีที่แล้ว

    Ave inekhono lensizwa yakwaMhlongo

  • @gugusengwayo9539
    @gugusengwayo9539 5 ปีที่แล้ว +1

    Mmmmm iyazsho

  • @nomfundocele3936
    @nomfundocele3936 6 ปีที่แล้ว

    zimnand ingom zakh bhuti qhubekel phambil

  • @Mashobane_Nyandeni
    @Mashobane_Nyandeni 5 ปีที่แล้ว +1

    Iyayibhala ingoma lendoda

  • @bonginkosivincent7313
    @bonginkosivincent7313 5 ปีที่แล้ว

    another Hero of indidane

  • @xolanimthimkhulu1471
    @xolanimthimkhulu1471 4 ปีที่แล้ว

    Awuuuu madoda

  • @frica466
    @frica466 6 ปีที่แล้ว

    Unziba u Bobo mfana we piki👌👌👌👌

  • @twentyfifty5643
    @twentyfifty5643 6 ปีที่แล้ว +1

    Eyakuphi lenkunzi

  • @zanokuhle5292
    @zanokuhle5292 6 ปีที่แล้ว +5

    naseSwatini phansi ka Hlatsi siyamtsandza bobo. Akacofi muntfu but uhlabela intfo lenemphilo!!

  • @thabanisombuxe2986
    @thabanisombuxe2986 6 ปีที่แล้ว

    Kodwa uyinkunzi uBabo noma bengathini ofezela.

  • @NkanyisoDlamini-m9n
    @NkanyisoDlamini-m9n 2 หลายเดือนก่อน

    🔥❤️👌

  • @sfisomngunikazwide1676
    @sfisomngunikazwide1676 6 ปีที่แล้ว +4

    Suuuuuka Bobo Mfana wepiki,asisekho isikhathi sokudlala manje kuyasetshenzwa.... Sotobe konakele mfo

    • @clarindlovu8499
      @clarindlovu8499 6 ปีที่แล้ว

      Social y Mnguni ka Zwide ki8kkok9k

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 6 ปีที่แล้ว +1

    iciko lommfana ukhaliphile umculo wakhe uyakha qhubeka muhle umsebenzi wakho

  • @jethroncube4925
    @jethroncube4925 6 ปีที่แล้ว +1

    mfethu ubambe kanjalo kukhulu okuzayo

  • @khayelihlesithole3988
    @khayelihlesithole3988 6 ปีที่แล้ว +1

    mabengishaya bengibalela nangokudla ey lowo layini nje

  • @senzomkhwanazi7431
    @senzomkhwanazi7431 6 ปีที่แล้ว

    Asambe Njomane ngisho no Mashobane umfoka Khumalo ujabule ngawe

  • @khanyisanimabaso7028
    @khanyisanimabaso7028 5 ปีที่แล้ว +1

    Mmmh imnandi into

  • @uzulusouthafrica6524
    @uzulusouthafrica6524 4 ปีที่แล้ว +1

    2020