Mmh ngiyala hay awufundiswa ukuhlola if uhlola you connect with your ancestors mus yibo okumele ubalalele hay ukufundiswa ekuthwaseni usuke uyofundiswa ngokusetshenziswa komuthi nokulapha hay ukuhlola hay ngiyala
This guy was avoiding questions thats very disappointing ai ai black people like hiding valuable knowledge. Mpunga plz don't bring such healers already I don't trust that he can help people genuinely
Kuwrong mkhulu ukhlola ngeylwane uzoya uyofuna usiso Uma unesiphiwo noma ngabe isiphi lezilwane bewngena egodlweni buyathwebuleka kuthathwe Amandla akho ukuze logobela Abe namandla ngikhuluma ngento esikaningi ngibona yenzaka
Siyabonga mpunga...mina sacela ngenye imini usicacisele kuthi kuyisiko yini kugunda uma kushoniwe ......... uma kuyilo manazaretha wona enza njani
Ngoba mhla kushona uBaba ngala kugunda mina .... ngoba ngale kibo mama makhehla akhona awagundi futhi akuwona manazaretha
Mmh ngiyala hay awufundiswa ukuhlola if uhlola you connect with your ancestors mus yibo okumele ubalalele hay ukufundiswa ekuthwaseni usuke uyofundiswa ngokusetshenziswa komuthi nokulapha hay ukuhlola hay ngiyala
Ngiyanihlonipha kakhulu niyasipha ulwazi oluqotho niqhubeke njalo nisebenze kahle siyabonga ngokusifundisa...Kwande😊
Mpunga Yesintu. Lengoma ophuma ngayo njalo, iculwa ubani
Mthwalonzima
Mpuuungaaaaa'' hay kunzima mntanomhle imibuzo yakho ayiphendulwa. siyabonga mpunga.
Ukuhlola ngezilwane yinto eseyidume kakhulu okuyinto eza nobungozi kuMhloli kodwa a huge benefit kulona ohlolwayo ngoba phehla izilwane ekuhloleni azigeji uma zithakwe kahle, zavuswa kahle kuze zisebenze zixoxe indaba. Ukuhlola ngezilwane ukuthola kakhulu emabandleni kunasezangomeni kakhulu 😂😂😂
Sanibona mina la ngicela ukubuza ukuthi uyakwazi ukuhlola ngamagundwane na ngiyabuza mpunga
Mpungaaaa yesintu ukhaliphile ngempela😂😂😂😂
Sizokushaya ezayoni!!!
Kuphi nepine town mkhulu
Siyafunda 🙏
Enkosi mpunga yesintu
Inkinga abakwazi ukulapha bazi impi nje
Mina ngicela ukwazi umbona ngani umuntu ohlola ngeslwane? Usebenzosani uma ehlola?
Salibonani hayi imnandi lenkulumo
Ngempela ijulule makhehla lenkulumo yenu. Kwande lapho nithatha khona...
Kwamnandi kwi channel 😂, siyafunda siyahleka siyakhula
This guy was avoiding questions thats very disappointing ai ai black people like hiding valuable knowledge. Mpunga plz don't bring such healers already I don't trust that he can help people genuinely
Almost 5mins he wanted clarity as if he’s not sure but he knows what Impunga is asking,sad.
Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
Awusiyeke wena nombuzo owodwa kuwo onkhe ama video. Namanje solo awuyitholi impendulo or you just enjoy being a bully?
@@ndumakazulu 😂😂 kumele akhulume ukuthi ufunani la ngoba akabizwanga, ikhona lento emhluphayo
@@ndumakazulu Aniphenduli ngani kodwa nani? noma mhlawumbe anizazi izimpendulo zezinkolelo zenu?
@@theunknowndj331 Ngifuna izimpendulo zemibuzo yami, ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje? and point of correction, umuntu akabizwa kuma Chanels.
@@vusimngomezulu2500 webaba sicela usiyeke nezinkolelo zethu. Angeke siloku sithi silandela lama video ngoba sifuna ulwazi, sifuna ukukhula kuloko nathi esikholelwa kuko, wena ube usibelesela ngalombuzo wakho owodwa. Imphilo ayina requirement yokuthi sonkhe kumele sikholwele entweni eyodwa. Yonkhe inkholelo ingamfikisa umuntu lapho afuna ukuya khona makungabe uyazazi ukuthi ufuna ukuya kuphi. Nawe angeke uloku ulandela lama video makungabe lokukhulunya la ungakholelwa kuko. Awusebenzisi isikhathi sakho ngendlela ehlakaniphile. Grow up ndoda.
Manzini wearing the brand that sponsors Napoli SSC football fans gather here