Ukuhlola ukhiphe igama loMuntu

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 24 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 44

  • @ayandasimelane2628
    @ayandasimelane2628 ปีที่แล้ว +12

    Mina ngicishe ngafa impilo yami yonke bengifihlela bavele babuze uphi umama wakho besaba ukukhipha iqiniso?kodwa ekugcineni ngaya kumuntu owavele wathi ngeke ngilokhu ngidlala ngawe angincenge muntu mina umsebenzi wami ukukhipha amaqiniso inje impilo yakho inje unyoko umawakho wena ukufuna ufile futhi wafunga wagomela ukuthi uyowuhamba wonke umhlaba ungalutholi usizo.kwavele kwahlangana kimi ngoba vele ngyamazi akangifuni lokhu ngaba yimi kanti nezibonakaliso bezimveza kodwa ngibe nokuthi hhayi akukwazi akangizondi ngaleyondlela.ngalokho ngithi mangabe kuzosindisa impilo yomuntu aliphume igama lomthakathi

    • @thepheonix6501
      @thepheonix6501 2 หลายเดือนก่อน

      Imi lowo kwaqala ngephupho engifihlele ummes eqhamuka ngemuva kwami nami njengawe ngaba nakho ukuthi ai akukwazi ukuthi ungizonda ngaleyondlela fast forward theres a lot that has been revealed sengize ngamukela ukuthi uyisitha sami esikhulu but ngifisa umuntu ozongicacisile ukuthi ezifungweni zakhe uyangisebenzisela yini imithi but yena uyafa ukungizonda💔💔💔

  • @dorothykhawula9118
    @dorothykhawula9118 ปีที่แล้ว +4

    igama lomuntu liyafuneka ikhona uzokwazi ukuthi uqaphele

  • @mxolisishabane8051
    @mxolisishabane8051 ปีที่แล้ว +3

    Igama lomuntu libalukekile ngoba imindeni iyathakatha, ukuthakatha kuqala emndenini

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 ปีที่แล้ว

    Isandla sendlula ikhanda Makhehla. Makwande!

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Makhehla ngolwazi

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 ปีที่แล้ว

    IMpunga🙌🙌🙌

  • @lungilentshalintshali7285
    @lungilentshalintshali7285 ปีที่แล้ว

    ngyakholelwa kuwe mkhulu

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 ปีที่แล้ว

    Siyabonga makhehla ibabulekile lento

  • @Mr_Clive
    @Mr_Clive ปีที่แล้ว

    Amen🙏

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 ปีที่แล้ว

    Makhosi siyabonga

  • @ZaneleMalongwana
    @ZaneleMalongwana ปีที่แล้ว

    Kade ngangizama kukuthola mkhulu angaz noma ibhadi lam yin ngivesane ngakutholi efounini yakho ave ngifisa ukubonana nawe mkhulu

  • @mxolisishabane8051
    @mxolisishabane8051 ปีที่แล้ว

    Iqiniso liyadingeka ngoba kokunye ngisuke ngiyohlola ngibe senginolwazi ukuthi kwenzakalani

  • @theunknowndj331
    @theunknowndj331 ปีที่แล้ว +1

    Uphaphe ekhanda🧡

  • @babesmaq6433
    @babesmaq6433 ปีที่แล้ว

    Sibongile bomkhulu wayibeka kwacaca mkhulu manzini. Kwandeee. Hake sithi Impuuuunga

  • @SolomziSiko-bo4gs
    @SolomziSiko-bo4gs ปีที่แล้ว

    Enkosi mpunga Yesintu

  • @lungisanimaome1002
    @lungisanimaome1002 ปีที่แล้ว

    Mpunga seyashintsha yini i cell number ka Mkhulu Manzini?

  • @africannation717
    @africannation717 ปีที่แล้ว

    Anti wam engimkhonzile wayengbiza emathuneni,eish kubi ngoba angazi noma ngizwane naye or Abe isitha 1way.

  • @MuzokhonaMbatha-eb7gt
    @MuzokhonaMbatha-eb7gt ปีที่แล้ว

    Kunzima mkhulu kdwa sophumelela

  • @zanelemalongwana2807
    @zanelemalongwana2807 ปีที่แล้ว

    ake niblocke umngomezulu unesdina akaphume la uma engakholelwa emadlozini ufunani la ngoba ukholwe kakhulu kuwo wonke amapage ezinyanga ubanga iscefe

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว +1

    Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

    • @bhekinhleko9124
      @bhekinhleko9124 ปีที่แล้ว +2

      Ngicabanga ukuthi abazali bakho bangakusiza ukuphendula lowo mbuzo. Kodwake uma befana nawe ngolwazi hamba uye emndenini.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว +1

      ​@@bhekinhleko9124Uchaza ukuthi nina anizazi izimpendulo zezinkolelo zenu?

    • @maviyoasenkandla2289
      @maviyoasenkandla2289 ปีที่แล้ว

      Iwona athatha imithandazo yethu ayidlulisele kuMvelikuqala or asicelele kwabaphambili

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

      ​​​@@maviyoasenkandla2289gabe lokho kuphuma emlonyeni ka Jehova UNkulunkulu noma kuwumbono wakho nje? and angakucelela kanjani umuntu osefile ku Nkulunkulu ngoba usefile akasaphili?

    • @siphamandlabrian6476
      @siphamandlabrian6476 ปีที่แล้ว +3

      Ufunani Wena ngoba awukholelwa ilento eshiwo kwi Mpunga.