Inhlawulo yoMuntu ophike ingane

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 14 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 30

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu ngolwazi olujulile Mpungu’s Ye Sintu🙏🏿🙏🏿

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 ปีที่แล้ว +1

    Le channel ngempela ayikho engaphezu kwayo bengahamba bayela abathanda khona kodwa la sidla UJU OLUMHLOPHE👋👋👋👋👋👋

  • @thukumthakathimanzini4371
    @thukumthakathimanzini4371 ปีที่แล้ว +1

    Ey kwaze kwanzima Mpunga Yesintu.Kungcono umuntu aziqoqe ukuze angazitholi esebhekene nalenkinga yokuhlawula.Ngibona nje kungcono futhi kushibhile ukuthi umuntu umthathe uphelelise zonke izinto ukuze ungazitholi usubhekene nalamacala.

  • @sandilemokoena5600
    @sandilemokoena5600 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona Mpunga, Ngicela uKhulume ngesthembu.

  • @mlungisienkabinde6009
    @mlungisienkabinde6009 ปีที่แล้ว +2

    Aw aw aw aw aw aw madoda kwaze kwanyukela

  • @lungelovezokuhle4695
    @lungelovezokuhle4695 ปีที่แล้ว

    Manje Mkhulu mangabe wathi uzobona ngengane, lapho unobufakazi nomama wayo wavuma kuwe ukuth ulale nomunye owesilisa, noma umbambili ekwenza lokho.
    Kumele yin umgeze umama wengane nomuzi ekuben umuntu azivumela yena noma wambamba oqotsheni.

  • @sithembisogama4568
    @sithembisogama4568 ปีที่แล้ว +1

    Hhh!! Imbuzi ezingaka

  • @hiltonmalanga3615
    @hiltonmalanga3615 ปีที่แล้ว +1

    Molweni mkhulu mna ndicinga ukuba inoba xandisithi ndizobona ngomntana nditsho ukuba ngunina longathembekiyo unobangela kukuxega kwesimilo sakhe

  • @sibusisothwala7099
    @sibusisothwala7099 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga yomuntu

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 ปีที่แล้ว

    Zaze zaziningi mkhulu🙈amacala asashlalele🤔

  • @tipsonet
    @tipsonet ปีที่แล้ว

    Yaze Yashisa lenkulumo, ngempela sizowusabalalisa lomfanekiso oqoshiwe kuwebsite yethu

  • @thapelomemela8482
    @thapelomemela8482 ปีที่แล้ว

    Lol izimbuzi ezingaka

  • @mkhizesbo3463
    @mkhizesbo3463 ปีที่แล้ว

    Kunzima ukuba umzulu😢

  • @irvinmope6400
    @irvinmope6400 ปีที่แล้ว

    Makhosi👏👏

  • @njvbvlo6777
    @njvbvlo6777 ปีที่แล้ว

    Uma wavuma bese kuvele ukuth akusiyo eyakho???

  • @thobanikhumalo-sw2ht
    @thobanikhumalo-sw2ht ปีที่แล้ว

    Kuhle Mkhulu ngiyabonga bantu abandala 🕯️🙏

  • @sibusisothwala7099
    @sibusisothwala7099 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga sacela kubuza lah ithiwani into ima intombazane ingasibiki Isisu ivele nomntwana sekamdala 1 year ..... bese uyagabaza

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว

      Wena baba wengane ingakutsheli ukuthi imithi?

  • @qabungamqadi6197
    @qabungamqadi6197 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza, uma kuwukuthi kubazali bamama wengane awuyiphikanga, kodwa kumama wengane wamazisa ukuthi awuyiphiki futhi awuyivumi, isizathi kimi wangazisa enyangeni yesihlanu ukuba uzithwele kanti ngenyanga yesithathu ngambambha ukuba kunomunye umuntu ambatha naye futhi wangaphika wavuma,
    Engifisa ukukwazi ukuba kwenziwanjani kulesimo esinjena?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, abathakathi, nangamasiko?

  • @makhuphukamnguni9782
    @makhuphukamnguni9782 ปีที่แล้ว

    Asivunanga lutho ngokuhlonipha amantombazane futhi nokufihla amahlazo azo emakubo. Sigqhiqga izinkantolo manje ngenxa yalantombazane. So it's not our fault that isizwe siboliswe abazali. Siphila lento esizalwa kuyo

  • @pha_nomzamo
    @pha_nomzamo ปีที่แล้ว

    Sasihle isihloko esithethwa eMphelandaba. Fuze! Ngicela ukwazi ukuthi njengomzali owumama womntwana kukhona yini ongakwenza okanye kwenziwe ekhaya lakomalume lomntwana uma kukhomba sengathi ubaba womntwana uyaziqhathulula( uyadeda)? Nangaphambi kokwenzela umntwana ibhangela (imbeleko). Angagezwa yini umntwana inhlamba nge ‘side’ lakamama wakhe?

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 ปีที่แล้ว +1

    Manje mpunga makuthiwa abazal sebashona and masuhlola uyezwa ukuth bakuphika. Nomama naye wazama ukukukhipha (arbotion) wangaphumelela kodwa.manje yonke lento iwela kim.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว

      Bakhona abafowaka baba

    • @mbngcobo6526
      @mbngcobo6526 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv bakhona kodwa izinto zesizulu abanandaba nazo. And ayikho indlela engama convince ngayo ukuth bathande isintu

  • @sandilemgwaba9572
    @sandilemgwaba9572 ปีที่แล้ว

    Ngiyabingelela Silwan 'esincan 'esaphumehlathini sazivuthulula ngoba sigcwel 'amabethe! Ntombi ziyamncumela! Ngiyakhuleka MKHULU!
    Bengicela ukubuza lapha! Uma intombi enginengane noma nezingane nayo ngagcina ukuphika kuyo kuphela ngenxa yokuzipha kwayo nokuyazela. Bese ngithi! Ngeke Ntombi ayizalwe ingane kuqala ngoba wena ububuye ungilahlekele ngikubanga nabanye abafana. Kodwa uma isifika nabakubo noma nezintombi ziyiphelezele ikhaya, ngifike ngibavume ngize ngikhiphe imali emhlophe kugezwe izintombi. INGABE NAMI NGINECALA?

  • @surprisemtshali4067
    @surprisemtshali4067 ปีที่แล้ว

    Sanibona Asibonge Ulwazi Bhuti Omdala: Bengisacela ukubuza umbuzo ongahlangene nesihloko, Ngihlala E cape town Ngazalelwa EMandeni Ngiyagcagca nobaba wabantwana OwumPedi ngemvelapho oqhamuka Eqwaqa. Ngo December ngonyaka odlule sikhiphe i date yomcimbi ngo April kulonyaka, Ngo january umama wami wagula wavukelwa uskhukela walala ebhedlela amaviki amabili. Kamkhwenyana bazongkhenhla bese begedele ilobolo nezibizo bese behamba nami beyongithula emndenini wakubo. Kuzobe kuhlatshwe inkomo ekhaya kanye nakuba uma sebengithula. Singakweza Yini lokho uma emama esagula.

  • @mlungisienkabinde6009
    @mlungisienkabinde6009 ปีที่แล้ว +1

    Aw aw aw aw aw aw madoda kwaze kwanyukela