Ekuqhaphelayo lah ukuthi lama Nazaretha engiwabona kule video ayejulile ngenkolo futhi ayeqonda ukuthi uShembe ubani and kutholakalani kuyena. Compare to nowadays, everything is a fashion and everyone is a fashionista....ike ithi iNkonzo iphakathi and iphethwe uyena uqobo uShembe but uthi uyabheka kwi video uthole abantu abangabagcotshwa bezixoxela intozabo front line benganake lutho..kuyadumaza ukubona umsebenzi omkhulu kangaka woniwa ngamabomu....I'm saving this video to ensure my kids witness what was happening back than...this is so emotional.
Ekuqhaphelayo lah ukuthi lama Nazaretha engiwabona kule video ayejulile ngenkolo futhi ayeqonda ukuthi uShembe ubani and kutholakalani kuyena. Compare to nowadays, everything is a fashion and everyone is a fashionista....ike ithi iNkonzo iphakathi and iphethwe uyena uqobo uShembe but uthi uyabheka kwi video uthole abantu abangabagcotshwa bezixoxela intozabo front line benganake lutho..kuyadumaza ukubona umsebenzi omkhulu kangaka woniwa ngamabomu....I'm saving this video to ensure my kids witness what was happening back than...this is so emotional.
2023 and silapha. Isigqi salokhukuhlabelela sivusa ivuso, kuhamba nemthambo yegazi👌👑👌👑👌
Nkosi Jehova syabonga ngoksakhela inqanawe enhle kangaka yasezulwini.....
Angaz noma amainstruments ayilahlayo lento kabhombela
Uze ungikhumbule nkosi
Yikhoke ukhlabelela esakhula ngako lokhu,ey madoda, sasibizwa umkhulu lesihlabelelo ngemyaka yabo 1993 senza ulala nathi sibuya kolusa. may his soul continue to rest in peace 🙏
2022 uwe wedwa Nkosi yeZulu noMhlaba Nyazi LweZulu. Amen
Uskhumbule nyaz lokukuhlabelela kungaphel okwasezulwin lokhu
Ubani osekhona la nango2020?
Nkosi yamakhosi Nyazilwezulu ngikhumbule baba wethu oyingcwale 💯💯💯💯💯🙏🥰🙌❤️🥰
2021 uNyazi liwuThixo Amen.
Lokuhlabelela kunyakazisa igazi kusephuzele unwele
Mmhm manje abasahlabeleli ngalendlela❤❤❤🙏🙏Nyazilwezulu uskhumbule yamnandi nto
Kufika izinyembezi 😪😪😪😪🙏🙏🙏🙏
Ukuhlabelela kwaseKuphakameni ngaphambili kweziginci
Kwakumnandi kakhulu loku kuhlabelela, into ebuhlungu ukuthi abatshela iqiniso laba abashaya izinsimbi ukuthi yababhimba
UThingo lwaluzithanda izinsimbi kanti ke nginobufakazi boukuthi lunguThixo. Asinganezeleli kokubekwe uThixo.
Maye; Kufanele uBaba ake aluvale kancane upiano kekubuye leNgilosi yekuhlabelela. Amen. Ngibona uMfu Mnguni infront of uMhlabeleli.
Uma ungalithola Ithuba Manqele ungalutshela u Nyazilwezulu likuvalele u piano ngenzela ukuthi sikusondeze
Ngiyafisa ukwazi isibongo salenhlalisuthi ebongelayo...
Sasikhona la sibancane eyidonsa uMfu Ngubane... insizwa eyasikhulisa eThemba eTemple. Mina yayingilanda ekhaya siye ku23. Ngihlezi ngikhumbula njalo
Mmmm wangibusisa Ngcukumane 🙌🙌
Eyi yayinhle into kaBabamkhulu noma sesiybukela phansi singasayazi ebe yena ahlupheka
Avuma amanazaretha angkhonzi khona kodwa kusuka konke manglalele lebandla lendlu emnyama: singazkhohlisa nje kodwa nali ibandla lethu sizwe esimpisholo inhlonipho nentobeko elapha ukhlonipha inkonzo
Knjalo mtakaThixo,okwethu ikona lokhu okshoyo
hha mfowethu sidlulwa izono
Aw Shembe oyingcwele selithethiwe icala
Ngbuka ubuningi bebhandi ei nkosi usikhumbule engabe konakalaphi
khula kuphakama zinciphe izitha ,ayiikhona
Ezenyanha yezulu mbomvu
Mhm... Lomuzi esiyakuwo uwevele uwbone, ngokuhlabelela okunokuthula, isizotha, injabulo, uthando nethemba. 😔
Ei niyakuzwa kodw ukuhlabelela kwaseZulwini madoda
Ai bab ngubane yoooh kunomlolozelo omhashayo ngemuva yooooh
ngathi mansanda kuma ekuphakamen ayi manje esenihlabelela into noshembe angazange ayizwe eseyamen yakhe
Ogogo bami babehlabelela kanjenena, ei zaphela iymbongi ebandleni!!!!
2024 sikhona ... ulozolo
❤❤❤❤❤❤❤
Wawukuphi in that moment
Ou Mbomvu,💗
😇💪🧎♂️🙏🙏🙏🙏🙏
P