Ugeqa Amagula Echaza Nge MK Party u Dr Khehlelezi

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 27 ก.ย. 2024

ความคิดเห็น • 346

  • @njabulokennethsimelane982
    @njabulokennethsimelane982 9 หลายเดือนก่อน +24

    Qalani umsakazo (podcast) ye MK Party ikhona sizokhona ukulandela kahle izinhlelo. Kungabi umuntu nomuntu ngoba sizosuke sinake amapersonality hhayi i MK njenge nhlangano

  • @truemanchrist9191
    @truemanchrist9191 9 หลายเดือนก่อน +27

    I'm in mpumalanga and I cn tell u this much..... MK Iyathandwa kakhulu.

    • @NjabuloZulu-sx1xc
      @NjabuloZulu-sx1xc 8 หลายเดือนก่อน +1

      Syabonga kakhulu e mpumalanga

  • @SamSbu-z5z
    @SamSbu-z5z 9 หลายเดือนก่อน +11

    Siyabonga Msholozi ngokusungula iMk sesikhathele ukudlala lezingcanga ezangena ngewindi kukhongolose ,bafowethu nanku umbutho wabantu wangampela ,cishe saze savotela abacindezeli beIFP noDA ,nanti ikhaya lenu asizizwe sisekhaya kuMk

    • @NhleNtenga
      @NhleNtenga 8 หลายเดือนก่อน

      Syanjabula masizophathwa mk Zito zezekayo kubantu. Zinhle nezimbi mhlampe zizophela. Sizoke sinjanule bafwethu nodadewethu siphelelw manzi siphelelwe gesi kuze mpahla zethu kungabidabazalutho phambili mk syakuthanda

  • @bongisiphomhlongo2898
    @bongisiphomhlongo2898 9 หลายเดือนก่อน +14

    If needs be, Old MK soldiers and SANDF must stand to return our South Africa.

  • @thembajacob2618
    @thembajacob2618 8 หลายเดือนก่อน +2

    Aluttah continua MK God is on your side.

  • @jsNkutha-eu3iu
    @jsNkutha-eu3iu 9 หลายเดือนก่อน +9

    Wena usomathuba nje, qhubeka udayise ama T-shirts eMK

  • @solomon7590
    @solomon7590 9 หลายเดือนก่อน +4

    Counter Revolutionary,

    • @giftmajoang1612
      @giftmajoang1612 9 หลายเดือนก่อน

      Which revolution is being countered?

  • @sibongilebiyela2784
    @sibongilebiyela2784 8 หลายเดือนก่อน +1

    Sisonke nathi za Guga nikhohlwa si cela i Kipa mathi bo 👍⭐

  • @MbelikwazoJinde
    @MbelikwazoJinde 9 หลายเดือนก่อน +17

    Discipline msholozi said it.mk is a party to liberate south Africans.frankly when Zuma was president 3 power stations were built,more than 300 schools were built potholes were fixed .but at this present juncture ,we don't see anything of progress talk with out actions is backward .they told us 9 years Zuma term was a waste but ,he was best president and got an award .Zuma surpassed Nelson Mandela,Thsbo mbeki ,Ramaposa is far to reach Zuma's Mark .that's the truth

  • @bongisiphomhlongo2898
    @bongisiphomhlongo2898 9 หลายเดือนก่อน +4

    Asiyeke ukuba amagwala, yini uR350, miphi imisebenzi, yini ehlula uhulumeni ukuba at henge am a plant eze SA abantu basebenze, ayaphi amalahle phesheya sisale ne load shedding, yaqantshwelani iNuclear plant, kwadlalwelani ngama Gupta, alehlingani irandi kulesisigaba, ibulawelani indima ye Agriculture eSA, yasayinelwani iLGBTQ eSA?

  • @PhilisiweKhawula-df3fy
    @PhilisiweKhawula-df3fy 8 หลายเดือนก่อน +1

    Phusha mfana wami sesikhathele nanti iConsela selicela ukuvotelwa ngiixoshile mina lakumi ngadilikelwa iDriveway ngangathola lutho immali yeDisaster ize yaphindela wiTreasury singasizwa manje siyabonga Amen

  • @BusisiweMbatha-d4x
    @BusisiweMbatha-d4x 8 หลายเดือนก่อน

    Thatha Dokotela injalo nje sise Nkandla sikuye hulumeni asesabi thin viva MK

  • @zanelechamane8047
    @zanelechamane8047 8 หลายเดือนก่อน

    Me and my family we will vote for mk party

  • @sibomchunu4867
    @sibomchunu4867 9 หลายเดือนก่อน +2

    Umkhonto wesizwe usayibo labobantu abayi ANC absngasenzelanga lutho inkohlakallo nje kuphela badle baze badla izimali zabafelokazi ,abafelwa nezintandane

    • @slondiwedlamini7367
      @slondiwedlamini7367 8 หลายเดือนก่อน

      Kodwa mawuhlakaniphile uyawubona umehluko kuzuma no Rama awekho ama increament kubasebenz akuqashwa kunalokho kuqashwa ama contract imisebenz abantu iphelle angaz nje ngingathin nje kuwess kuning nje

  • @jabulaningwenya9139
    @jabulaningwenya9139 9 หลายเดือนก่อน +15

    The IEC must not rig election on behalf of the ANC since the ANC president supported rigging in Zimbabwe by ZANUPF. Ramaphosa congratulated Mnangagwa,what a shame.

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 9 หลายเดือนก่อน +4

    Cha Dr Khehlelezi ngiyakuvuma , abantu bayathanda ukuguqula inkulumo ka Mongameli uZuma , ngoba akazange athi akasiyona I ANC

  • @magomoTheletsane-xe2zf
    @magomoTheletsane-xe2zf 8 หลายเดือนก่อน +1

    I saw wish people can see the way you see things. God and your ancestors give you strength and protection. Patriosh venzeremos" the struggle continues"

  • @ashrafsipho3114
    @ashrafsipho3114 9 หลายเดือนก่อน +11

    Let’s pray for South Africa, i foresee political parties refusing to accept results after elections, IEC will be accused of vote rigging and there will be instability in the country. 2024 wil be rough.

  • @debnisdube4620
    @debnisdube4620 9 หลายเดือนก่อน +5

    Lol uthathe imali yezi gubhu wavula i political party funa ukubona ukuthi unaso isigubhu sokuwina i election

  • @LovelyOmbreSky-us3td
    @LovelyOmbreSky-us3td 8 หลายเดือนก่อน

    KuShubile Nceku yami Shubisani Ngane zethu

  • @ndumisochili9229
    @ndumisochili9229 9 หลายเดือนก่อน +2

    Iyanquzulana imimoya ngisho amakhosi akaZulu avukile ame ngezinyawo umoya kaMsholozi aweneme neze. Nikezani uMsholozi umkhonto agwaze izitha zakhe. Kade basiqala futhi bayodela ngokusibona sidla utshali. Bhukulani masosha sishayile isikhathi.

  • @njabulozikhali4966
    @njabulozikhali4966 9 หลายเดือนก่อน +4

    Awusinki ngani umuthi wikuthi singene emsebenzini. Awu kodwa nkosiyami uzolona igama le MK mfowethu thula. Ngoba igama lakho liceke ceke...

  • @musamkhize9328
    @musamkhize9328 9 หลายเดือนก่อน +5

    Bheki cele akabophe u Ramaposa nge phala phala,if he is working.

  • @mekswelltimothymalaza9546
    @mekswelltimothymalaza9546 8 หลายเดือนก่อน +4

    In short I will vote for MK and I don't care who says what.

  • @slondiwedlamini7367
    @slondiwedlamini7367 8 หลายเดือนก่อน

    Abayosala ku ANC ilaba,abaphezulu abadla kahle ngeke sikhathele indlala ngeke

  • @jabulisilemchunu9133
    @jabulisilemchunu9133 9 หลายเดือนก่อน +2

    Wayithetha inyani Khehlelezi...liyabuya izwelethu

  • @piusvusimsimango3320
    @piusvusimsimango3320 9 หลายเดือนก่อน +2

    Abafethu babulawa ama Drug ibabulela u ANC

  • @njezavezi4324
    @njezavezi4324 9 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga ithemba likhona kubalulekile sibumbane senze okulungile.
    1. Akulungiswe izwe kuvalwe imingcele
    2.Izwe alisebenze kusebenze abantu
    3.South African First
    4.Izinsiza zikaHulumeni kuyofuneka zibe sezingeni lokusetshenziswa nguwonkewonke
    5.😂😂😂😂 asiyibambe sikhululeke

  • @mandelaali5194
    @mandelaali5194 9 หลายเดือนก่อน +1

    Yho!!!! Haybo!!

  • @WisemansabeloMngomezulu
    @WisemansabeloMngomezulu 9 หลายเดือนก่อน +3

    Guys Ma MK simenani lokho akungabazwa sikhona mina okungikhathazile why one ID kodwa ikwazi ukuthola imixhaso ize ibemithathu Kodwa abanye dololo kunamakhehla kwamasipala okumele ngabe asededele izingane emsebenzini kodwa aduvile impesheni bayidlela emsebenzini anilungise izwe mamk amahle uMsholozi sofanaye

  • @cabanganimchunu5820
    @cabanganimchunu5820 8 หลายเดือนก่อน

    Sisonke Mzo we need change emzansi asinamgwaqo eNkandla amaPotholes all over skhathele ilodoti weANC

  • @VictusImbongi
    @VictusImbongi 8 หลายเดือนก่อน

    Viva MK❤❤

  • @nonikutta6743
    @nonikutta6743 9 หลายเดือนก่อน +3

    Ndimthanda ngeqiniso ukhehlelezi

  • @monwabisingongoma4901
    @monwabisingongoma4901 8 หลายเดือนก่อน

    Le mk iseyizo moshwa nje ngabo dr khehlekezi

  • @njabulozikhali4966
    @njabulozikhali4966 9 หลายเดือนก่อน +3

    Kodwa Bhuti Khehlelezi awucashi ngani. Kodwa bakwethu Ukube bayamfihla abengemuva, manje uyithatha ufuna ukuvela aqgame kanti uzosabisa abantu. Usanda kuvela njengeqola, bazoyithemba kanjani manje abantu I MK ngoba bazocabanga ukuthi yi scamm

    • @tammydlamini3481
      @tammydlamini3481 9 หลายเดือนก่อน

      R500 umuntu ngamunye ozojoyina😂

  • @thembekazuma4465
    @thembekazuma4465 8 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤❤❤❤

  • @NkosinathiShongwe-yu3lc
    @NkosinathiShongwe-yu3lc 9 หลายเดือนก่อน +1

    Fikile mbalula is stevenkompela AN C with his english

  • @ntokozolucky3600
    @ntokozolucky3600 9 หลายเดือนก่อน +7

    Viva mk

  • @ElsieSigudhla
    @ElsieSigudhla 9 หลายเดือนก่อน +2

    Ikhehleze lento Dr Khehlelezi ❤ Alibuye !!!!!!

  • @SinethembaXokolo
    @SinethembaXokolo 9 หลายเดือนก่อน +2

    Kodwa mkhaya uvuma njani isizwe samaxhosa sigezelwe ngungizwe ichomi yakho instead uyinqande plz mkhaya khothethe nalentwana ungizwe

    • @andilemzaza9175
      @andilemzaza9175 9 หลายเดือนก่อน

      Hayi ubuya eZimbabwe lo

    • @SinethembaXokolo
      @SinethembaXokolo 9 หลายเดือนก่อน

      @@andilemzaza9175 haA zange wazalelwa ezimbabwe wasiwa lindlozi eyophila lomfo ngowase frere

  • @wandilescelo7277
    @wandilescelo7277 9 หลายเดือนก่อน +7

    Viva Mk viva❤

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 9 หลายเดือนก่อน +4

    Ey lomfo umgiqedela loluthando oluncane ebengithi ngizoba nalo for the new MK mxm

    • @mduduzindlovu2797
      @mduduzindlovu2797 9 หลายเดือนก่อน

      Ai awukaze wayithanda vele ungaviki ngokhehlelezi

    • @mzwakhemsimango4459
      @mzwakhemsimango4459 9 หลายเดือนก่อน

      @@mduduzindlovu2797 mina ngeke ngishintshwe yiqola entweni engiyithandayo uMsholozi ngimthanda kabi kodwa osomathuba ngiyababona nje phela ikhanda liyasebenza.

  • @sibongilemabaso2250
    @sibongilemabaso2250 8 หลายเดือนก่อน +1

    MK gupta party 😢😢😮

  • @NoluJezile
    @NoluJezile 9 หลายเดือนก่อน

    Wow future ministers kuya kusibamnyama kwelilizwe lobawo omkhulu

  • @mduduzimtolo8915
    @mduduzimtolo8915 9 หลายเดือนก่อน +7

    Where can I get a T-Shirt Dr. Khehlelezi?

  • @sindisiweignatiaratonkhoma2408
    @sindisiweignatiaratonkhoma2408 9 หลายเดือนก่อน +1

    Socela branch fourways nase lonehill joburgh mkhulu

  • @NjabuloZulu-sx1xc
    @NjabuloZulu-sx1xc 8 หลายเดือนก่อน

    Yabona ngike ngizwe kuthiwa uqola abantu .kodwa la you are on point bra wami

  • @philaninqaba5270
    @philaninqaba5270 9 หลายเดือนก่อน +1

    Uyakhuluma mkhulu,en yashaya

  • @thobilanadifa2141
    @thobilanadifa2141 9 หลายเดือนก่อน +1

    Yes brother bajele,VIVA UMKHONTOWESIZWE for life 🎉❤

  • @SibonisoMazibuko-vg5ck
    @SibonisoMazibuko-vg5ck 9 หลายเดือนก่อน +1

    Khehla lamakhekha ndondendala bazwile bazolandela khakhulu ay kancane ngizomala okwamanje phahlani kakhulu ay kancane kubi noma ngabe ubani shame azame konakele ngivale ngoamen

  • @SiphiweSimamane-u3s
    @SiphiweSimamane-u3s 9 หลายเดือนก่อน +1

    As much as we love MK but they must be careful bangacindezeli amalungelo abantu nabakhankasayo kungabi iziwula ezizokhuluma into engahluzekile ngoba kuzophinde kubalekise abantu ebesebenethemba ngayo

  • @JeromebhekisizweBiyela
    @JeromebhekisizweBiyela 4 หลายเดือนก่อน

    What you said to us is true

  • @funnyclipsfromworld9801
    @funnyclipsfromworld9801 9 หลายเดือนก่อน

    Izowa le mk isi structure sakhona esakhiwa o khehlezi

  • @CalmFountainPen-bb1hs
    @CalmFountainPen-bb1hs 8 หลายเดือนก่อน

    Ngyezwa mina njlo Dokotella

  • @thammysithole8423
    @thammysithole8423 8 หลายเดือนก่อน

    Hamba kini wena ezimbabwe uyolingisa ne crocodile president wakho emnangagwa awulona I south African siyazithini abanye

  • @normantakalaniunlocka9782
    @normantakalaniunlocka9782 9 หลายเดือนก่อน +1

    DZI KHOU VHUYA TSHOTHE HAFHA

  • @MbelikwazoJinde
    @MbelikwazoJinde 9 หลายเดือนก่อน +1

    Alibuye izwe lethu

  • @NomzekeloJuqula
    @NomzekeloJuqula 8 หลายเดือนก่อน

    Siyakhumbula bedla imali yam yempesheni till today

  • @vusikhumalo5728
    @vusikhumalo5728 8 หลายเดือนก่อน

    Baba sicela ukugangabbhekana nalento yakhonyokuthwala .uhlukane nepolotiki

  • @slondiwedlamini7367
    @slondiwedlamini7367 8 หลายเดือนก่อน

    Ama increament agcinwa ngomsholoz kodwa ukudla kuyenyuka

  • @Tvt582
    @Tvt582 8 หลายเดือนก่อน

    I MK ay angisayithembi

  • @juliasindale9467
    @juliasindale9467 9 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga

  • @bongisiphomhlongo2898
    @bongisiphomhlongo2898 9 หลายเดือนก่อน

    Talk Khehlelezi, hope u Bhaka uyeza cz ufuna ukubukwa. Why ethi ukuthungwa kwezikibha maku advetizwe? Mengafunekuzwa lutho nge MK akathule, anake umsebenzi wakhe.

  • @vusihensonhlatshwayo4670
    @vusihensonhlatshwayo4670 9 หลายเดือนก่อน

    Hhayi uyibekile Indaba mkhulu

  • @bobbylebone7630
    @bobbylebone7630 9 หลายเดือนก่อน +2

    Amandla, well said bro

  • @simobuthelezi7062
    @simobuthelezi7062 9 หลายเดือนก่อน +1

    Kuzolunga madoda!

  • @SiyabongaZungu-wk4bl
    @SiyabongaZungu-wk4bl 8 หลายเดือนก่อน

    Viva EFF & Umkhonto Wesizwe, power to black people. Phansi with white puppet parties like Inkatha, Action SA

  • @thembavphakathi1026
    @thembavphakathi1026 9 หลายเดือนก่อน +1

    Ongasidingi isikibha akasiyekelele thina esizidingayo.

  • @seanmyers8380
    @seanmyers8380 9 หลายเดือนก่อน +3

    Lol leliqola seli cashe under uZuma...lol lfmao ayi ungathi akahambanga kahle uMsholozi la.

  • @mabhizamyaka6046
    @mabhizamyaka6046 8 หลายเดือนก่อน

    Cha ukhuluma iqiniso sesizwile ukudlala abantu abazicabangela bona bodwa

  • @nathanielkgobe427
    @nathanielkgobe427 9 หลายเดือนก่อน +1

    Khehlelezi you are correct, by saying the law start from the root from the people on the ground then to the parliament, not top bottom, like the ANC used to say the people shall Govern, so on that Narrative MK is a People Party.

  • @phanuelmnguni2185
    @phanuelmnguni2185 9 หลายเดือนก่อน +1

    Kkkk ayi yebo them bathi bakuthumile Mkhulu kodwa abanye syakuvuma

  • @nontumbaleki9406
    @nontumbaleki9406 9 หลายเดือนก่อน

    Cabanga bazokufaka Parliament? Uyaphupha uyoyithenga ngama million shame leyo.

  • @nonkululekogwala6946
    @nonkululekogwala6946 9 หลายเดือนก่อน +7

    Viva MK

  • @user-yc8rn4yb1i
    @user-yc8rn4yb1i 8 หลายเดือนก่อน

    Akhaku tuki ukutjsela ema facts

  • @bishopp.mmatsome2704
    @bishopp.mmatsome2704 9 หลายเดือนก่อน +2

    Siyabonga Mk Party we are sick of tired the policy of 35 yrs of our children ba sekhaya please sekhepheni please Amandla

  • @cabanganimchunu5820
    @cabanganimchunu5820 8 หลายเดือนก่อน

    Umphathi wamaphoyisa asisamdingi uMagaye sfuna uXolani Khumalo weSizokthola abanbisane noMsweli

  • @Jerrymapheto-hp4im
    @Jerrymapheto-hp4im 9 หลายเดือนก่อน +2

    Zuma's Guptas mk is now recruiting amascammer now? Dr who? South Africa is finished 😂😂

  • @mvuyimpithi8648
    @mvuyimpithi8648 9 หลายเดือนก่อน +2

    Sgujana,qili lamaqili, wena owakhupha imali emanzini 😂😂😂😂

  • @LawMutava-t8n
    @LawMutava-t8n 9 หลายเดือนก่อน +6

    Where can I get the Tshirts my brother, want for all my family members.Zuma has never been wrong.

  • @SenzokuhleMchunu
    @SenzokuhleMchunu 9 หลายเดือนก่อน +1

    Nazoke manje nhlazi ishelwe ngamazi ayibuye I south Africa phambile MK ziyakhala manje sekharhele ogombela kwesabo

  • @eddiemdawini70
    @eddiemdawini70 9 หลายเดือนก่อน

    Uyinsizwa khehlelezi uyawabeka amagama uliqhawe

  • @sizwegabela1655
    @sizwegabela1655 9 หลายเดือนก่อน +1

    Opportunist

  • @Ace-t8k
    @Ace-t8k 9 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂Yo ha ah kuyaxokizwa ezweni ngeke, sesenziwa abantwana ngokhehlelezi, abazincengela ekzn,

  • @vusikhumalo5728
    @vusikhumalo5728 8 หลายเดือนก่อน

    Bengingazi ukuthi ufana noNgizwe uyisidididi

  • @sfundosibisi1426
    @sfundosibisi1426 9 หลายเดือนก่อน

    Ngempela to us to move forward fanele sazi ukuthi siphumaphi
    300yrs we corruption 30yrs corruption
    Angazi noma sinosifo sokukhohlwa noma sayaxolela
    Corruption ayikaze iyisheye south africa
    Umnotho wethu usezandle zabagcindezele
    Ogogo bethu babebaholi imali yokugibe uthenge ukudla kuphela
    Ingakho sihluphe

  • @MpenduloNtuta-tp2jb
    @MpenduloNtuta-tp2jb 9 หลายเดือนก่อน +3

    Ngu Phopho u khehlelezi makancanywe nikhuze u Ngizwe kulento 😂😂😂😂😂

    • @olwandonyanga6377
      @olwandonyanga6377 9 หลายเดือนก่อน

      Myekeni umacingwane ahlale nenye Indoda kwakhe 😂😂😂 umfazi ufuna isithembu

    • @MpenduloNtuta-tp2jb
      @MpenduloNtuta-tp2jb 9 หลายเดือนก่อน

      @@olwandonyanga6377 hahahhahahaha umfazi ufunu tshata nenye indoda ekhona ephila uMacingwane kuyabonaka kwichunu kushushu kubanda sozuve

  • @TimothyMambo-c8m
    @TimothyMambo-c8m 8 หลายเดือนก่อน

    M.k.is home of guptas brother's...they will vote for the party 😂😂😂.

  • @martharadebe9465
    @martharadebe9465 9 หลายเดือนก่อน +4

    Viva....MK

  • @paulantoniolesaoana9250
    @paulantoniolesaoana9250 9 หลายเดือนก่อน +1

    Sawubona Dr. Khehlelezi
    Khehla, kant vele yini be uzoyfuna evasity ngoba iwisdom + intelligence ukuphete.
    Mk political party, is the only hope we've as South Africans.
    Talking about ubaba Msholozi.
    That old man is not a South African 😂😂
    Dr. JZ Nxamalala is an African citizen ,meaning he's a citizen kuwo wonke amazwe ase Africa.
    That madala of the nation can contest amavoti anywhere in Africa and win.
    He has created for himself what we would call a customer base in business language kuyo yonke I Africa.
    Swaziland, Mozambique, to mention just a few..each of.these two countries can write a big book of a bible size nge msembenzi Ka baba Zuma emihle.
    A brave young man then,,,, who risked his life in so many ways driving a land rover daily in the lines of the fence dividing eswatini and SA eshushumbhisa ama Mks.
    The living spirit of u comrade Chris Hani can witness that.
    The man who stayed in Mozambique for a solid 15 years working in underground forces, information and intelligence for the freedom of Mzansi Africa.
    Salute Nxamalala ❤❤

  • @nomavamvinjelwa3734
    @nomavamvinjelwa3734 9 หลายเดือนก่อน +2

    Ndise Western cape pambili nge MK comrades

  • @jethromokwena2948
    @jethromokwena2948 9 หลายเดือนก่อน

    Yaa south Africa is going to the dogs politics of the stomach shame umhh leaving south Africa serious

  • @DeliweGrace
    @DeliweGrace 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂khehlelezi wangihlekisa

  • @DorcasHadebe
    @DorcasHadebe 8 หลายเดือนก่อน

    Sizovotela iMk safa ukuhlupheka eSouth Africa sizwile konke siwogogo nathi sithi azikhale manje alilunge izwe lethu saphela izigebengu .Ogogo nje bahola R2000 ungabondla abazukulu ngalemali bebeyidla bona beyintshontsha futhi alibuye izwe.Umumtu ongasebenzi angenzani nje ngo R350.

  • @princematabane4650
    @princematabane4650 9 หลายเดือนก่อน +1

    Spread information allover SA provinces we want to join

  • @edsongezani4036
    @edsongezani4036 9 หลายเดือนก่อน +1

    Khehlelezi my President, congrats on the success yase lifestyle

  • @martharadebe9465
    @martharadebe9465 9 หลายเดือนก่อน +4

    Please share the link with me to join the MK and the bank account for the contribution 🙏

  • @nomfundovanqa4477
    @nomfundovanqa4477 9 หลายเดือนก่อน +3

    Mk Vivaaa

  • @somnandizwidetv
    @somnandizwidetv 9 หลายเดือนก่อน +1

    Kahle kahle Dokotela uyazithanda izinto yazi, angisazi noma uyinyanga or celebrity 😂😂😂 kodwa akusenani ngoba sikukhonzile, sithanda kakhulu umoya wakho muhle futhi Awu prethendi, kodwa ay uyayaluza Bo Mkhulu 😂😂

  • @ZwakeleNgcobo-k1f
    @ZwakeleNgcobo-k1f 8 หลายเดือนก่อน

    Ngyamzonda umuntu oqola abantu bezixakekele nkosi