Dr. Khehlelezi egila izimanga ebamba obefuna ukumubulala esontweni
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 8 ก.พ. 2025
- FOR BOOKINGS:
Email: Ekagugu.lethu15@gmail.com
Office Number: 032 948 6017
Phone Number: 0660026633
Facebook page: / drkhehlelezimzo
Website: Www.dr khehlelezi.com
Instagram: www.instagram....
Twitter: dk...
#DrKhehlelezi #NyangaYodumoMzo #Khehlelezi
Dr.Khehlelezi God bless you and give you more power,we need you in our lives ,Amen 🙏🏻
Ndumandumane eyaduma umhlaba wonke jikelele,ngiyafisa ukudibana nawe empilweni yami mkhulu,ngingumlandeli wakho onezinkinga eziningi eIngaxazululeki ezingaxazululwa uwenaDokotela,nsukuzonke angihlali ngikakudumisi mkhulu owenza izimangaliso ezifihliwe, igama lami u Vincent Siyabonga Manqele 🙏
Amen mkhulu 🙏♥️♥️♥️❤️♥️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
Unkulunkulu akuphe amandlauncede abantu.Siyafisa ukuthi unneeded e njalo.Amen
Ngibingelele futhi, Dr Khehlelezi Ndumandumane leyagawula ezizweni, ngiva nginelisisi futhi ngicwalela yizi nyembezi, kodwa ngiyazama impela ngiyakhuleka nami unkulunkulu angisize, ngiphumelele ngifike kuwe, ngivabuhlungu nangabe bantu baku sebenzisela imithi, sangathi unkulunkulu angakusindise kubo bonke ubunzima, nami ngiyacela amandla nomkhuleko nokuthi ngifike esigodlweni noma esontweni, lobhalile ngu Headman Ngomane from witbank mpumalanga ngiyabonga Amen.
Ndumandumane yaduma ezizweni uyinkosi yama khosi siyakuhlonipha bahlaze dr khehlelezi qhubeka njalo inkosi ikwandisele 🙏🏽🙏🏽
Sibonga amamhla ye nkosi na manhla ayo abantu baya thakatha ngephela iyoooo siyabonga prophet dr khehlelezi kusiza
Dr khehlelezi ngyakvuma jealous down
Ngiyabonga mkhulu khehlelez ingathi ungangikhulekela ngiphume entluphekweni i salute you
Amen mkhulu ngicela ungikhulekise kuqaqeke into zami ezivaliwe kushabalale izitha Bhekani Magubane
I wish nami ungangisita Dr Khehlelezi .ngyabona uyabasita in Jesus name .chubeka Babe ubahlaze......
What an amazing working of God by the Dr Khehlelezi 🙏, May god keep you, the world needs you 🙌🙌🙌. So I
Hai ndiyakuvuma uyisithunywa sikaJehova Amen 🙏
Hayibo muntu wenkosi ngibone ngenela ngikude kanje makabongwe unkulunkulu wakho obhula ngolimi lwesintu ngaze ngafisa ukukubona kungasenani ngibone ngakholwa ngawe amen
Uthixo akugcine akulondoloze Baba side sizofika lapho ukhoyo mna nomndeni wam amen
amandla wokuphila akuwe mkhulu we delivered nkulunkulu akwenze kahle akwandisele man of god🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Woow ndumanduma yadume zizweni abashwee fire... Sebefuna ukukususa ngingakafiki Jehova Nkulunkulu angigcinele wena..
Kwaze kwakuhle ukubona umuntu wakithi enzs izimanga 👍siza abantu bakithi God bless
ndumandumane eduma ezizweni syakuhlonipha khehlelezi futhi siyakuthanda kakhulu🙏🙏🙏unkulunklu asigcinele wena
Ndumandumane Halalaaaaaah Ndlondlo Bayethe,Nami ngizofika ESGOGLWENI noma isimo sinzima AMEN
No man deserve the Glory, Khehlelezi is not used by the Holy Spirit of God. Lord Jesus intervene your people are deceived by this guys claiming to be used by our God. May God have mercy on you too Khehlelezi before you pass this world because you will answer before the Throne of God. I pass this message without fear, thank you.
And they must remember that also the devel can prophecy 😢 when they see someone prophecy they think it is the holy spirit
Cha mina bengingamazi uDr khehlelezi bengihlezi ngizwa abantu bekhuluma ngaye kodwa emva kokubona amavideo akhe sengikholelwa kuye 👏👏👏👏👏
SiyabongaDokotela profethi
Amen Mkhulu hayi babangiyakuvuma unkulinkulu akuphakamise ngalhezukwalokhu oyiko ngiyafisa uthola Amandla ngikwazi ukuza enkonzweni amen.
Amen inkosi imbusise nxa ethunywe ngujehova ngoba sekuzinsuku zokucina bekulabamfundisi abadlala ngabantu abahluphekile Amen
The only original Dr Khehlelezi there's no any other like him no photocopy Shaya NDLONDLO halalaaah AMEN
I respect Dr Khehlelezi one day ndiyathemba nam ndoze ndibone naye ngobuso ngobuso andincede kuba nam ndidinga usizo lakhe amen🙏
Amennn kodwa baba ngingakuthola kanjani ngikude ngise Cape town as nomsakazo lapho uginyelela khona awungeni ngapha kodwa baba ngeke waginyelela ngapha Nathi sikubone sisinde
Haw Nkosi yam utholakalaphi u dr. Khehlelezi,likuphi nendawo ibandla lakhe mam ngiyafisa ukumbona mhlawmbe izinto Zam zingalunga.lzimali Zam zivalekile.
God is Faithful all the time 🙏😊♥️ we're blessed to have you Dr Khehlelezi here in SA
We really love you 😘❤️😊🙌
unkulunkulu akubusise umzebenzi.owenzayo kajehoba uwhubeke njalo ukudiza thina exidinga uxizo engathi nami ungangisiza.ngyafisa.ungisize angazi ngiwale kuphi konke nje akuhambi kahle. ekhaya lami
Mkhulu abakuyeke uphiwe baba abakuyeke ngeke balunge. Amandla unikiwe dr khehlelezi 🙌
Siyabonga mkhulu umdali akakwAndisele amen
🙏 Ameni, qubeka dokotela usize abantu baka Nkulunkulu, uthandazise nemizi enezinkinga.
Yooooh mkhulu I'm out of words 😭😭 uphiwe amandla okuphilisa , one day ngiyofika kuwe 🤞🏾 amandla akho angishayisa ngovalo .
Amen mkhulu .Impela uma uJehova evula iminyango akekho ongvala d 🙏🙏🙏🙏🙏
Tatu thixo sengathi anga kupha amandla bhuti🙏🙏🙏🙏from now on I'll be watching ur work....yey the devil is a lair it's not over until God says its over....may the almighty heavenly father keeps on hiding u under his warmth arms and protect u all the times 😭😭🙏🙏🙏🙏maka bongwe🙏🙏
hayi I'm blessed fisasengathi ngingathola imali ngisizakale nami
Amen❤❤ ngicela ukubuza ukuthi ngapha goli uthola kuphi
Mkhulu sengiwabukelile amavideo akho maningi ngiyakhuleka kepha angizikhulekeli mina nakuba nami ngihaqekile kepha ngikhulekela unongoma sengaty ungafika okungenani KWANONGOMA emona egroundin abaningi bengasizakala kakhulukaz omama bethu nabafwethu ababulawa bephila bagivapha engimpilo zabo mkhulu ujehova ngicela akuthume KWANONGOMA amen
Mkhulu unkulunkulu asigcinele wena akakho onjengawe, wangi zwisa ub hlungu masuth hamba cc ngiku xolele😭😭😭ekubeni umuntu ubezok bulala.. Mkhulu syak thanda thina futh sizoma nawe ezimeni zonke mkhulu ngeke siyeke ukukuthandazisa mkhulu, ngoba ezethu izimpilo zithembele kuwe🙌🙌🙌😭😭Syabonga Ndumandumane uqhubeke njalo mkhulu, ungawi umoyo noma Bek betrayer thina abanye syak thanda🙌🙏🙏🙏🙏🙏🙏🔥🔥🔥
Ndibuka every day Dr khehlelezi imisebenzi yakho iya mangalisa xa ukhuleka nam ndithinteka umzimba igama lam Banelisiwe GuqaNdiceula umthandazo kuwe baba am in johannesburg primrose
Ashuuuuuuuu mkhulu wam.. 🔥🔥🔥🔥Ay abak yeke sukaaaaaa.. Ngiz bonele ngo see lezi manga esontweni🙌🙌🙌auu mkhulu uyi qhawe kodwa
Likuph isont lakh cc fisa ukuya nami
Fisa ukuya nam bandl likuph isont
Lose thekwini dali, emahlabathin
UThixo Baba akugcine ngoba wakupha anandla okusiza abantu . Nabo banethemba ngoba uno Thixo .Amen
🙏🙏
Ayi mkhulu ngyakuvuma ngoku kade ngikungabaza uyinkunzi uma ubamba umuntu ongcolile kanje🤞👏👏
Ohhh nkosi Yami mkhulu nami ngyafisa ukuthola ugcobo lwakho bakithi. Kube ne way forward nje empilweni muntu akwazi nokulungisa ikhaya❤️🙌
I believe mr Khehlelezi he is gifted to me we have to ask him to help us but to those who need help but he is very powerful
Hawu ngoba mhlaba awunonini, Pastor PPJ May his soul Rest In Peace. Baleka was his favorite song 🙏🏾
Dr khehlelezi muhle umsebenzi Wakho kdwa sebenzzisa igama elithi Nkulunkulu ekwenzeni umsebenzi weZulu ngoba uNKULUNKULU nguMdali ujesu yisidalwa
Moyongcwele ngiyabonga lelithuba lokubusiseka kangaka. Surely God yoy are faithful. You never fail to amaze me. Ngisele ngimangele ngamandla akho moyongcwele. Ngiyabonga Mkhulu ngaze ngabusiseka ❤❤❤🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🙏🙏🙏
I'm shocked of what I just saw,may God bless you all the time mkhulu
AMEN emuhle uJehova akekho uzophumelela ukubulala wena umkhulu. 🙏🙏
we love u mkhulu DR khehlelezi
Mzo you are the best I wish to be the one of your church members ngiyaku thanda mkulu
Inkosi ikwenze kahle ikugcine amen🙏💞
Power service ngiyafisa ukufika esontweni ngizozwa inkonzo emnandi kangaka enamandla, uyababusisa abantu nami ngiyafisa ngelinye ilanga Amen
Ngibheme ngakholwa Dr Khehlelezi
Powerful Dokotela,uNkulunkulu asigcinele wena.👏👐
Amen ngicela ukubuza ukuba ngapha goli ufikeĺa kuphi nendawo
No muthi is formed against you and your family shall prosper In Jesus name Amen
Jehovaaaaaa Nkosi bafuna ufe baba ngisanidinga kanjeeeee kodwa uthixo uyabonelela siyabonga nkisi
God bless you angazi ukuthi mangithini ngiswele amazwi qhubeka Mkhulu ethembeni loba impumelelo yobomi bam ingavulwa nguwe ngiyabonga
Amen mkhulu
Dr khehlelezi uzoza Nini ekapa uzosiza ngpho
Tholakele xaba. Ngiyabonga. Ungikhulula moya ngiyalapheka emoyeni.mina .ikinga kunzima ngiyabambeka akufikeki kuwe.
Bantu basemalawi lihambe kabi namhlanje he is called Dr khehlelezi for a reason akudlalelwa lapho nibohlonipha god is good
Uyinkunzi Mkhulu Dr Khehlelezi ngiyakuvuma
Amen ubusisiwe uzosiza abantu bakathixo haleluya uyinkosi simakade ngokuthuma ingceku yakho siyabonga
Nyc sir ungikhumbuza izimanga ebeziyenziwa ngukhulu wami umoses moyo💯💞💕🍃🎊🎊🎊
Mina I love u kehlelezi ngothando like love
Amen Mkhulu ❤
Ngikphuphile Mkhulu ungitshela ukuthi ngithule nemfihlo but angyaz ukuba mfihloni leyo🙌
Thank you DR usithandazise ukuthi siphumelele
Hi doc unesimangaliso eskhulu sikajehova emfihlakalweni
Hi doc bengingenayo iphone 4 six years ngithe ngibanayo ngathela ekhasinii lakho nginenkinga zokungalungelwa yilutho empilweni
Ngidinga ungihlanganise no Jehova namathongo ngithole I sibusiso yigama lami uSibusiso ngiyamthanda uNkulunkulu izono zomhlaba ziyangiphazamisa ngidinga umkhuleko uNkulunkulu akubusise Dr khehlelezi
May God bless you Dr Kay, syabonga kubobonke obasizile nge Sunday izandla zedlula ikhaya
Aphi ma weseli namaluthela namaroma senahamba namasonto anama gic nje i ma south Africa niyehlula
God bless you Dr khehlelezi, God protect u what ever you do, Fire fure
Doctor khehlelezi umdeni wami uphelile please pray to use
I wish nami bungayisiza eyami Mpilo Dr Khehlelezi
Amen mkhulu unkulunkulu semhle njalo ngeke bakwenze nix🙏🙏
Dr khehlz ujehova akugcine njalo🙌🙌
Ngicela leli Nigeria Dr khehlelezi ulikhiphe ukuba uhlaka lwakho ngoba li Rough pls kusesotweni lana liyasiphoxa
Lenzani
@@Nokss_20 buka I video uzolibona
Aliphume he's so violence shit behaviour
I can't wait to come to yr church Ihave a bad dreams we all love Zitha s family Hayi abakuyeke u
Mona Phansi
Ave ungibusisa mkhulu.#Ndumandumane
Ndumandumane sibonga isithunywa esgijima njalo. Amen mkhulu
I FOUND MYSELF RAISING MY HANDS AS YOU PRAY. INKOSI IKUBUSISE.
vv
Awww nkosi yam kodwa usubusisa lobaba wokugcina before umama kwajabula inhliziyo yam, kwangathi ukwenza kumina.. Sengathi angaphunyuzwa ebhluphekweni.. Kokuhlushekiswa AMEN😭🙏🙏🙏🙏
I must say it's my first time watching the videos, and i cant seem to get enough of them...wow Dr Khehlezi is so powerful but i must say andiyithandi indlela i hlobo i staff sakhe esiphatha ngalo abantu i kakhulu the Nigerian he's so rough and rude
word! I wonder which bible he reads
May God keep on blessing you Dr, I wish I can meet you. The problems I have are overwhelming, umshado wami uyaphela, ngalowomzuzu nginabantwana abane, akukho muntu wesifazane kodwa umndeni wakhe awungifuni nhlobo bathi ungishade ngoba ngigxinxa ngemithi yakwamhlabuyalingana, isono sami ukuthi I'm from Manguzi. I've been married for 12 years but I've never been happy since I got married. Ngiyafisa nami ukuphuza kulomthombo wensindis. Ngifisa nokuthola amafutha abusisiwe, ngisebenzela oLundi kodwa ngiganele eMtubatuba. Ngelekelela Mkhulu. Akugcini lapho since I was 9 years ngilalwa silwane, today I'm 39 I've been living with it for about 30 years. I'm suffering Mkhulu ngicela ungelekelela
Bayoncama Dr ngebakwenze kwanto...May God Bless you
Ndumandumane Dictionary ndaba yadida umndeni yada yadida nalo uze ngobubi kuwe, God is so wonderful he will always protect you from the evil people, 👏
Hhai xem u're so much
powerful Dr umdali akunike amandla uchubeke usite bantfu
Dr Khehlelezi it's so powerful good people.im still shocked this guy's always shocks me everytime I see his videos. I must make a plan to go eMahlabathini
Ndumandumane eyaduma ezizweni iyathusakelena sihlahla somdlebe
Wayenzani umnajeriya ethinta induma ndumane eyasuma ezizwe ya kushubile
Man your too much I am pastor masakona from venda I love u my prophet
Yhoo Dr khehleles u good wow
How can I get hold of u I need to seek prayer from ur church u mean lot to ur people ur amazing in African Gospel do more n more god may save ur soul to us
God bless you man of God but one day i wish to see you... Amen God bless you again
Wish one day I can meet you
Yho mkhulu I don't have words.. Continue ngo si ncenda.. I wish one day ndizofika kuwe
Muhlee umsebenzi 🙌🙏.. Dr khehlelezi
Ayikh inyanga eyofika wen dokotela
God bless you