Wathini uShembe ngeZANGOMA neziNYANGA?

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 29 ก.ย. 2024
  • Wathini uShembe ngeZANGOMA neziNYANGA !
    Uma uyiNazaretha awuvumelekile ukuhamba izinyanga neZangoma futhi awuvumelekile ukuphatha umuthi ngesandla sakho uyikholwa.
    #Shembe #eBuhleni

ความคิดเห็น • 189

  • @ntuthukonkosi-fn6mk
    @ntuthukonkosi-fn6mk 6 หลายเดือนก่อน +11

    Uma umthetho unjalo unjalo uma ukuhlula suka noma phuma . Inkulumo iqondile. Uma ithi incwadi ubutabane obesihogoobesi hogo . Ikhaya nekhaya linemithetho yayo uma ungahambisani nayo i sango lihlezi livuliwe. Amen

  • @mthethwatm2
    @mthethwatm2 3 ปีที่แล้ว +9

    Siyabonga Mfundisi 🙏🙏

  • @key-manec7553
    @key-manec7553 2 ปีที่แล้ว +14

    Ubungoma buhlambulukile noma ibona buphi, and ubungoma sabumbulelwa umdali. Yebo zikhona izangoma ezingahlambulukile kodwa bakhona abahlambulukile abangayanga emanzini. And since kuyibandla elikhonza umdali ngesintu, ngyadideka ukuthi nibandlulula kanjani isintu

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  2 ปีที่แล้ว +5

      Akusibo bonke ubungoma obunjalo. Isangoma esiphatha umuthi obulalayo akusona esikankulunkulu esikaSathane ngoba kulotshiwe uthi singabulali.

    • @nkosinathimthethwa3520
      @nkosinathimthethwa3520 ปีที่แล้ว

      Lento yashiwo uShembe, uma ufideka ungaya eBuhleni ubuze yena... Lapha kuyashunyayelwa lokho owasithselayo

  • @nathimtshali4342
    @nathimtshali4342 2 ปีที่แล้ว +2

    Awhambisani naso wedwa ai ukfaka abant bakaNkulunkulu kulenkulumo yakho mfundisi.
    Owomuz wakini okanye uMzali wakho uma ehlelwa umoya wobungoma uyohlukana naye? noma uthanda izangoma zasentsonalanga oDr? Uphika ezakini.

  • @zumkwana101
    @zumkwana101 12 วันที่ผ่านมา

    Banazo izangoma zabo. ne ZCC banazo izangoma zabo. Bafuna ukusibhayizisa

  • @fanelepepegodide276
    @fanelepepegodide276 3 ปีที่แล้ว +2

    Ay syezwa kodwake sibazangoma ngokuvuma esikuphiwe Ngo khokho bethu , n akulula ukungakulaleli cz yobona abayosa imthandazo yethu kushembe BT angikuphiki mfundisi cz ngiyngane BT ngiqala kukuzwala cz unyazi E ntabazwe Kathy luwunkulunkulu wabathakathi,zangoma ,nyanga mthandazi

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว

      Kunjalo, uqinisile

    • @xolanihlongwa2438
      @xolanihlongwa2438 2 ปีที่แล้ว

      Inkinga walalela ngenyama hhayi ngokukamoya.imvula Uma ina noma inetha inela wonke umuntu ababi nabahle ngoba abangabakaJehova bonke

  • @mhlongokakhumalo6910
    @mhlongokakhumalo6910 3 ปีที่แล้ว

    Amen...ngaze ngadideka ngibone nje lomlayezo

    • @mhlongokakhumalo6910
      @mhlongokakhumalo6910 3 ปีที่แล้ว

      Kudideka kwami kune njabulo noku jabha kodwa.........ngifisa ukubona inkosi ngoba nginomlayezo.

  • @phumzamasohloko5632
    @phumzamasohloko5632 3 ปีที่แล้ว +5

    Kanti abantu bathunukwa yini kulento eshiwo umfundisi wenkosi, akukho kugxeka akushilo kphela nje ubecacisa umthetho kaShembe, ofuna kubayisangoba kukuyena akenze🤷‍♀️

    • @sanelebuthelezi3349
      @sanelebuthelezi3349 3 ปีที่แล้ว

      Lomthetho ubeka kahle owakaShembe, meaning owakubo.

    • @nhlanhladuma15
      @nhlanhladuma15 3 ปีที่แล้ว +2

      Mina ngithunukwa ukt ngizalelwe khona kwashembe ngangishaya nensimbi khona, namhlanje ngiyisangoma okunye okungihluphayo ngimphupha kanjan umuntu ongangifuni ngoba sekukaningi ngimphupha ushembe, esho ukt ngenzenjan ngobungoma bam.

    • @phumzamasohloko5632
      @phumzamasohloko5632 3 ปีที่แล้ว +3

      @@nhlanhladuma15 angikuzwa kahle nsizwa, uthi umphupha kanjn umuntu ongakufuni, ngu Shembe ongakufuni? Uphinde uthi ukhule ushaya insimbi, okusho ukuthi kfuze ngabe uyazike wathini uShembe ngobungoma nokubhula

    • @phumzamasohloko5632
      @phumzamasohloko5632 3 ปีที่แล้ว +7

      Umfundisi lana udlulisa imiyalo/ imthetho eyabekwa nguShembe, bese kuba kumuntuke ukuthi wenzani ngakuzwile, okusalayo umthetho wona umile awujiki, sebengaziduduza nje abantu.

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +2

      @@nhlanhladuma15 Ukuphupha uShembe kaningi akufuneki kwakusho yena ke uShembe😑

  • @RaeiFlames
    @RaeiFlames 3 ปีที่แล้ว +1

    Who is this guy, I would like to reference him

  • @Matthew6thirty3
    @Matthew6thirty3 11 หลายเดือนก่อน +3

    Engikwaziyo ukuthi uJesus nguye yedwa inkosi esindisayo

  • @nkanyisomlamuli9393
    @nkanyisomlamuli9393 3 ปีที่แล้ว +3

    Nina abenkolo nizonda izangoma noma seninga cash ngenicasha ngakho but ninenzondo. I don't think empilweni yami ngiyoke ngisonte ngendlela amakholwa anezinhliziyo ezimbi ngayo. Nafuthana ngamaPaperSpray ecourt nilwela indaba zakwaShembe ninodwa but sangayigxeka inkolo yenu but manje sengbonile nikholwa ngokwamanga nina mkhulu

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +2

      Sizigxeke sathi zinjani izangoma. Asikaze sibeke mabala esikushoyo ukuthi thina njengamaNazaretha asivumelekile ukuthi siye eZangomeni. Uyaziyela umuntu ngoba ethanda kodwa uShembe akaluvumi lokho. NeZangoma zinemithetho yazo, but asisho ukuthi ziyacwasa uma ziqinisa imithetho yazo.

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +1

      @@sanelendlovu8480 udukile wen uthi uShembe ungumKristu🧐😸😸Ayy bandla to go is to see

    • @selbymahashe939
      @selbymahashe939 3 ปีที่แล้ว +1

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu nizigxheke ngokuthi if isangoma zange sangena emanzini saphuma siphethe inyoka ephilayo.asisona isangoma eso nazi kanjani ke nina or nazi ntoni ngezangoma? Ngoba zona izangoma azithethi kwanto ngani njengoba nikhothamela indoda hayi uthixo.zange zathetha ngani izangoma.and zona zanithanda qha.

  • @lunganiinnocentzondo7847
    @lunganiinnocentzondo7847 3 ปีที่แล้ว +2

    🤦🏻‍♂️nakoke ey futh emhlabeni...kumele nifune ulwazi olujulile ngokuth kusuke kwenzenjan uma umuntu kuthiwa "ISANGOMA!"... lapha lezigaba zihlukene ziyiziphiwo ezihlukene..kukhona ISANGOMA,ISANUSI,UMHLAHLI UMELAPHI(inyanga/ugedle)...nibona sayeka ukuya kumasinagoge(temple) yiyo lokhondolo lokungafundisi ngokumelwe kwenziwe,noma kulandelwe yikholwa) kodwa abenzo bakhwela badilike eziphiweni zabantwana babantu...yebo bakhona abathekelayo eziphiweni zabo kodwa bonke abantu abangase beboshwa ngabhande linye...elokugcina "ANOZIBUZA SEYASHINTSHA KANGAKI INCWADI ESIHLOKO 'IBHAYIBHELI ELINGCWELE'...lapho niyothola ulwazi olugcwele ngempicabadala esinkanisene nayo...ngiyema lapho

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +2

      Ngiyakuzwa ukuphawula kwakho kodwa asigxeki izangoma. Umsebenzi wazo siyawuhlonipha. Siveza ukuthi wathini uShembe ngezangoma, asifaki imibono yethu.

    • @sandilemanqele7808
      @sandilemanqele7808 3 ปีที่แล้ว

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu Khona isangoma sesimame esahanjiselwa yiNyanga yeZulu imigidi ka1 day. Anoke niphenye leyondawana bese niyayxoxa niyhlaziye futhi. Jst tht sewashona umuntu owangxoxela leyondaba wayengu Nhlanzi. To follow up ungake ubuze kumuntu owaye hamba uhambo neNyanga yeZulu fulltime. I wonder why uShembe ayehambisa imigidi eSangomeni, but kuyilokhu abantu abangafuni ukukukholwa ngazo.
      NoThingo luseGebisila lwaphuma lwaya kwesinye ebusuku uma singixoxela sithi lufonile lona uThingo, lwathi inombolo luyinikwe uBhombela ukthi akaXhumane naloMngoma. Kungenkathi luze lusayiswa uMfu Mthethwa umadevu, ngaleyo mini babebophe nefindo lokubulala kepha walichitha lelocebo uBhombela. Amen.

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว

      @@sandilemanqele7808 uma kungukuthi lowomuntu wakuxoxela yini wena ungayixoxi leyondaba? “Ungawuphathi umuthi ngesandla sakho uyikholwa” kubhalwe esihlabelelweni. Kubhale uShembe. Izangoma ziphatha imithi.

    • @sandilemanqele7808
      @sandilemanqele7808 3 ปีที่แล้ว +2

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu Admin ngthe mina zama ukthola why iNyanga yeZulu yahambisa imgidi kulowo Mngoma wesfazane, kodwake noma ungamthola owayeyile lapho cishe akekho owazi isizathu Nguye Onguye kphela owaziyo. Amen.
      Mayelana nomuthi ngiqala mina ukubonana noMenzi weZulu noMhlaba yangena lendaba yemithi, ngakhomba isihlahla somganu ngaphakathi eBuhleni kwababa ngathi, "umuthi odalwe uNyazi kodwa uma usigawula ulanda ngaso isdumbu somfazi oganile usuke ungoni kepha ugcina isiko lokulanda umphefumulo kaMenzi", ngokunjalo nomlahla Nkosi or umphafa emphefumulweni wendoda eganiwe. So if ukhuluma ngomuthi kfanele wazi ukuthi kunemithi eyenziwe nguThixo ukugcina amasiko akusoyo yonke engahlambulukile, njengabantu khona abangcwele nababi and akubona bonke abane zono, njengoba wazi isono asingeni ezulwini njengo muthi.
      Njenge zinja ayfuneki kodwa eKuphakameni yayikhona noma zikhona zibhekwe nguShembe, wawungeke uzibulale and Nguye owayazi ukthi zenzani. Uma ukhuluma indaba kaShembe kubalulekile ukuthi emental ne spiritual capacity yethu ingabi limited, I'm glad we are sharing with you u not using a top down approach, if not so, uzohlangana nembuzo eqhamuka phansi uhluleke ukumelana nayo, ngoba kunabantu abaneliswa yinxoxo yethu bephawuli, and such ppl are dangerous to us as amaNazaretha coz kusankonzo lokhu esikwenzayo kepha engabusiswa uThixo as ordinary services in tempels. Lets keep on sharing. Amen admin.

    • @sifisomathabela3541
      @sifisomathabela3541 3 ปีที่แล้ว

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu Isangoma asiwuphathi umuthi mfwowethu siyabhula nje kuphela bengisika elijikayo nje nami

  • @asandamagcwebeba4751
    @asandamagcwebeba4751 3 ปีที่แล้ว

    But kutheni isixibo senu ingathi sese Dracula 🧛‍♂️ nje? nani niyasolisa

    • @phumzamasohloko5632
      @phumzamasohloko5632 3 ปีที่แล้ว +3

      Uthi siyasolisa, yet here you are 🤔

    • @asandamagcwebeba4751
      @asandamagcwebeba4751 3 ปีที่แล้ว +1

      Theni izambatho zenu ingathi sisixibo se Dracula 🧛‍♂️?

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +2

      @@asandamagcwebeba4751 lalela inkulumo ukhohlwe izembatho azikudingi

  • @kwazikhwakhendimande9040
    @kwazikhwakhendimande9040 2 ปีที่แล้ว +7

    Izinkolo zaseNtshonalanga nesintu akusoze kwahambisana uma uShembe kuyinkolo yesizwe esinsundu ngeke ibe nenkinga nobungoma nokuhlabela amadlozi kodwa uma inenkinga nginesiqiniseko ukuthi mawbheka umlando wokwakheka kwayo uzofika e Europe okuzosibuyisela ektheni sisaydinga eyethu inkolo

    • @ndabezinhledladla873
      @ndabezinhledladla873 ปีที่แล้ว

      Cha akunjalo inkolo yobu Nazaretha inkolo kaMdali weZulu nomhlaba. Inkinga abantu abangi baphambanisa isintu neSiZulu
      Uma Ulandela umlando wakaZulu neLembe kwafika iskhathi lapho lalizibulala khona

  • @chief9462
    @chief9462 3 ปีที่แล้ว +14

    Amen mfundisi. Ngiyacabanga ukuba umthandazi akubona ubungoma lobo.

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 ปีที่แล้ว +7

    Anihambisani nazo kodwa niyazihamba ngasithe.

  • @ThingoMakhathini
    @ThingoMakhathini ปีที่แล้ว +5

    Aww ngadangala ngiyithanda kanje lenkolo. I guess ezinye ezinto kmele uzithandele kude akmele uze uzihlanganise nazo. Hay mina ngiyiSangoma futhi ngyofela kubo.

  • @busisanimdlalose4420
    @busisanimdlalose4420 2 ปีที่แล้ว +12

    Cha umfundisi wenkosi uyaphambuka lapho ethi khona ekuphakameni asihambisani nezangoma cha akunjalo,angikhumbuli lapho khona u Shembe ethi izangoma azifuneki ekuphakameni cha kumele sikhulume into eshiwo ngu Shembe not yethu esizicabangela yona cha Amen 🙏🙏🙏🙏

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  2 ปีที่แล้ว +2

      Wathini uShembe? Sicela usiphe ulwazi.

    • @busisanimdlalose4420
      @busisanimdlalose4420 2 ปีที่แล้ว +5

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu u Shembe wathi uzogcwalisa kwesinakho hhayi ukuthi uzochitha esinakho cha musani ukukhuluma into engekho engazange ishowo inkosi Amen

    • @radebevanto9834
      @radebevanto9834 2 ปีที่แล้ว

      Siyabonga dade

    • @xolanihlongwa2438
      @xolanihlongwa2438 2 ปีที่แล้ว +1

      @@busisanimdlalose4420 Busiswa uyiNazaretha? Kulelibandla isangoma asifuneki uNyazi NGO 2017 eJudia lwaze lwathi"MaNazaretha yekani ukuhamba izangoma nishiye uShembe,Niya eartha umzimba wonke nishiya intambo yami la emhlophe enginenzele Yona" Ngangikhona angizwanga ngamuntu.

    • @ntuthukonkosi-fn6mk
      @ntuthukonkosi-fn6mk 6 หลายเดือนก่อน

      Lensizwa ngathi ilaba abathi bafaka abadala 😂😂

  • @ntuthukobuthelezi9639
    @ntuthukobuthelezi9639 2 ปีที่แล้ว +4

    But baba siphuma singena nabakhulukabi ezinyangeni nakwizangoma abaphuma khona ekuphakameni

    • @ndabezinhleeuginedladla4222
      @ndabezinhleeuginedladla4222 ปีที่แล้ว

      Lokho okushoyo kungenzeka ukuba kuyiqiniso kodwa akushitshi ukuthi izangoma nobuNazaretha akuhlangani

  • @sabelomlambo1058
    @sabelomlambo1058 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ikhehla lami madoda. La kwaMaphumulo Njinji🙏

  • @NtokozoMdlalose-qn9qk
    @NtokozoMdlalose-qn9qk 19 วันที่ผ่านมา

    Nginombuzo mina manje ngoba kukhona abakhonza khona abayzangoma ABA siza Abantu kungabe banecala yini ? Okwesibili nginokuzwa Abantu bethu baphiwa Amandla ngu shembe njengoba ebasiza nje lithini Kanti iqiniso

  • @MayixoliMbanjwa
    @MayixoliMbanjwa 18 วันที่ผ่านมา

    Niyabona 😂 ayikho lento
    Phendukani nonke umbuso wezulu ususondele

  • @mduduzicyril1978
    @mduduzicyril1978 3 ปีที่แล้ว +6

    Kanti silalela Elikabani izwi laDavide/ Mzazela noma likaShembe. Pho manithi uShembe uNkul.niyaphi ezangomeni pho,?
    Aksiyo nje nakancane inkinga le izwi liqondile ubungcwele abuhlangani nezangoma nezinyanga, kodwake ngoba niyathanda hambani
    niyozikhulekela

    • @lungilebuthelezi1079
      @lungilebuthelezi1079 3 ปีที่แล้ว +2

      Uthi ulale lendaba ukhuphule i volume phambi kwabazali abangama nazaretha bavele bakhuphule i volume ye TV.

    • @ledooduma5996
      @ledooduma5996 3 ปีที่แล้ว +1

      L😂😅L remember kukhona abantu abasontayo bese kubakhona abakhonzayo ✌ wake up guys

    • @ledooduma5996
      @ledooduma5996 3 ปีที่แล้ว +1

      this ish is deep

    • @siyahadebe6141
      @siyahadebe6141 3 ปีที่แล้ว

      @@lungilebuthelezi1079 😂😂😂basuke bedelela

  • @mthethwatm2
    @mthethwatm2 3 ปีที่แล้ว +8

    Awukwazi ukuba iNazaretha uphinde ukholelwe ezangomeni.

  • @sandilemalunga7550
    @sandilemalunga7550 3 ปีที่แล้ว +6

    Ngenhlanhla enkulu sengike ngahlangana nengane kaNozinkobe yokugcina. Ithi bathathu kubo sekusele yona yodwa, umfana oyedwa namantombazana amabili. ULwandle, Nozizwe no Nomehlo ( lastborn) sebashona laba ababili. Lenda eshiwo wuMfundisi ngayizwa ngaye uNomehlo ngimbona esbhedlela.

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว

      Sicela usixhumanise naye

    • @sandilemalunga7550
      @sandilemalunga7550 3 ปีที่แล้ว

      Nginayo I number yakhe kodwa ngeke kubelula ukuxhumana naye as uyi client yesbhedlela esi private.

    • @sibongiseninsele
      @sibongiseninsele 2 ปีที่แล้ว

      Ngiyamangala kungani wakhetha isibhedlela azi kahle bafika kanjani.
      Ngithembe uMdali wamuzwela ekhona lapho esibhedlela wamgcina ephila.
      Uma sidinga amadla endleleni singakhohlwa la sivela khona.
      Amadla onke akwi Source.
      Ngiyabonga.

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 3 ปีที่แล้ว +3

    Ubungoma bukhona mfundisi ngiyamangala ngoba kumuntu omnyama awuyena umlungu,ungasixoxeli izitory zakho

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +1

      Uban othe abukho???🥴

    • @vidoevidoe8622
      @vidoevidoe8622 3 ปีที่แล้ว +1

      Anisimeleni bakithi umuntu akabhekane nenkolo yakhe angazi izangoma zanenzani ngoba kwanina befundisi nisika kuzo mxm

  • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
    @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 3 หลายเดือนก่อน +1

    Hhayi iyaxaka ngoba kwabona laba abasho lokhu sihamba nabo izinyanga

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 3 ปีที่แล้ว +7

    Kungani pho izangoma maziyonikela eBuhleni kungashiwo ukuthi azingangeni emasangweni kodwa ziqale ziyohlambuluka but zingene nje zifike zinikele zicele umsebenzi wazo ukuba uhambe kahle,sengake ngakubona kaningana lokho but angaz

    • @enockzuma9147
      @enockzuma9147 3 ปีที่แล้ว +6

      Kwenziwa ukuthi la kulelibandla kubizwa zonke izoni kodwa uma sezingaphakathi zishunyayezwa ukuthi zikushiye ezafika nako.
      NeNkosi Ilanga ngo 1968 yathi iyababongela laba abafika bakushiya okwathiwa abakushiye. Kuba kumuntu ukuthi uyashumayezeka yini.
      Uma uzokhumbula okwayzolo sise Tafelkop ngo 2012 March iNkosi esesihlalweni uNyazilwezulu yathi laykhana kukhona yonke into uma ucela ukuya esihogweni uyanikwa noma ucela ukuya ezulwini uyanikwa ngoba linye igama abanikwa lona ngelithi "INkosi ikubusise"

    • @athenkosijunior8528
      @athenkosijunior8528 3 ปีที่แล้ว

      @@enockzuma9147 ngone bani ngesiphiwo ngasiphiwa uNkulunkulu waseZulwini?

    • @enockzuma9147
      @enockzuma9147 3 ปีที่แล้ว +3

      @@athenkosijunior8528 UNkulunkulu sisi akakaze aphe muntu ubungoma futhi akabuthandi. Isipho owasiphiwa ngamadlozi akini engakahlanjululwa ngobuNazaretha okuyindlela kaThixo.
      Ukube ayesehlanjululwe kanjalo ayengeke akufake ebungomeni basememithini amelene nayo uThixo.

    • @athenkosijunior8528
      @athenkosijunior8528 3 ปีที่แล้ว

      @@enockzuma9147 uphikisa mna ngesiphiwo sam Manje? Nguwe yin uNkulunkulu?

    • @enockzuma9147
      @enockzuma9147 3 ปีที่แล้ว +1

      @@athenkosijunior8528 usulahlekelwa yi platform manje mfo. Angiphikisi wena ngesphiwo sakho wasamkela wena nge choice yakho lesosiphiwo. Mina ngikucacisela ngombuzo obuwubuze mayelana naso noShembe/Nonkulunkulu. Futhi engikutshele kona ngokushiwo uyena. Uma uzizwa uphikiseka awphikiswa yimi uphikiswa ngamazwi akhe. Ngalokho akusho ukuthi mina sengiwuNkulunkulu. Ungavumeli umoya okuwe ukuvusele ulaka wena uma ufuna ukukholwa ncenga inhliziyo yakho ivume ukukholwa ithobele iZwi likaThixo esimkhonzayo.

  • @sphamandlamzwenhlahla3489
    @sphamandlamzwenhlahla3489 3 ปีที่แล้ว +11

    Ai yaqala ipolitiki ai kodwa amakholwa hayisuka wayekeni

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 4 หลายเดือนก่อน +1

    Nkosi u Shembe,
    Mina ngifisa ukubonga impilo ❤...

  • @mhmabena9424
    @mhmabena9424 3 ปีที่แล้ว +3

    Yindida ke, isangoma yisona sona esixhumana kahle nabangasekho kanti ubNazaretha buyazisa kakhulu abangasekho. Uma nisamkela esiphuma emanzin siphethe inyona yingani ezinye zingamkelwa?

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +4

      Impela, kuyiqiniso lokho. Kukhona izangoma zananga nezangoma zangempela. UShembe wayezama ukugwema izangoma zamanga ngoba ngeke uhlale emanzini esikhathi eside uze uphume nenyoka into esabekayo ujike ube isangoma samanga. Lena indlela yokugwema otsotsi nezangoma zangempela.

    • @athenkosijunior8528
      @athenkosijunior8528 3 ปีที่แล้ว

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu incazelo yakho ngiyizwa nginga yizwa ngoba kuqala uzokwazi ngani ukuthi leso Sangoma siphume ngeCikilishane elihamba ngesisu (ngiyahlonipha)emanzini futh uzokwazi ngani ukuthi zange singene emanzini? Ukuba kunendlela thizeni eniwuthola ngawo lomniningwane kungani ningasebenzisi wona ukohlula amanga eqinisweni noma niprofete?

  • @shwashwabede7497
    @shwashwabede7497 ปีที่แล้ว +1

    Huazweke iSangoma sifana nengulube siyisihlalo semimoya engahlambulukile.

    • @m.-io6od
      @m.-io6od 6 หลายเดือนก่อน

      Udakiwe

  • @tawvnmgmt7744
    @tawvnmgmt7744 2 ปีที่แล้ว +3

    webhatata madumbe.

    • @m.-io6od
      @m.-io6od 6 หลายเดือนก่อน

      Singaphela ilaba befuna ukusilawula

    • @sikelelambatha5270
      @sikelelambatha5270 5 หลายเดือนก่อน

      ​@@m.-io6od😂

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 2 ปีที่แล้ว +2

    angijaji kodwa imithi bayikhonzile imith ejulile

  • @siphesihlengwenya421
    @siphesihlengwenya421 3 ปีที่แล้ว +3

    Syacela niyfake as a Playlist lezi zika Mfundisi uMagwaza Syacela 🙏

  • @dumsanivilakazi3938
    @dumsanivilakazi3938 2 ปีที่แล้ว +3

    its very disappointing to listen to an old man misleading the nation... little knowledge is very dangerous most African people are born from izinyanga and izangoma secondly in the ancient days there was no Christianity or church....if that was said by Shembe where and where can Umkhulu show us a reference please

    • @ndabezinhleeuginedladla4222
      @ndabezinhleeuginedladla4222 2 ปีที่แล้ว +2

      We Vilakazi bayakusaba abakutsheli Uma ekhuluma kanje UMfundisi ukhuluma ngemfundiso kaShembe Kuma Nazaretha aiii kubantu abakholelwa enkolweni yeSintu
      Kusamele wenze I research yakho ngoba ukhomba ukungabi nalo ulwazi olwanele
      ILembe layihlaba indaba yeZangoma hambo Funda umlando

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200 2 ปีที่แล้ว +1

      Ndabenhle ngiyabonga kakhulu mfethu, wamtshela akazi lutho nge Nkolo yo NYAZI Lwe ZULU ⚡ nemithetho yayo. Uzama ukuqhakambisa nesiLungu khona la. Akayo funda ISihlabelelo sa 242 kweZaManazaretha vs 2 uthi " YEHLA MOYA OYIGCWELE USEBENZE KUBO BONKE LOKO OKUTHANDWA NGUWE" proof leyo yokuthi , silawulwa umoya OYIGCWELE kuphela kuleli bandla lo NYAZI akukho ke okunye.

    • @SAKZNZungu
      @SAKZNZungu ปีที่แล้ว

      Bro this is true and at this church we are not Christans

  • @kamogelorachelmalatjie5405
    @kamogelorachelmalatjie5405 2 ปีที่แล้ว +2

    Akuncono umuntu anishiye. Ngoba siyothukwa size si guge.

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 3 ปีที่แล้ว +3

    Kshuthi azikho emthethweni lezi ezingayanga emanzini kodwa zibe zingamaNazaretha?

    • @zefdapoet
      @zefdapoet 3 ปีที่แล้ว +3

      Yebo kunjalo zibhula ngemukhuba kungaba zisebenzisa izinto ezinjengezizwe, amabutho, amajaji zimbici zenja nokunye nokunye kanti osuke engene emanzini usuke enobizo ngempela

  • @SiphamandlaNgubane-ic8gf
    @SiphamandlaNgubane-ic8gf 5 หลายเดือนก่อน

    Shembe ended with Isaiah Shembe

  • @melusizwane3966
    @melusizwane3966 3 ปีที่แล้ว +5

    Mfundisi uhlale uzihlekela 😊

  • @mightyndlovu4898
    @mightyndlovu4898 3 ปีที่แล้ว +6

    Ayakhi lenkulumo masingakhuluma iqiniso.

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +1

      Kthwa inhlaba umuthi wasendle awuthathi lutho ngoku baba kunezwi lika Simakade😫Ngakho ke izwi laThixo likhonela ukulapha abathandayo abangathandi okwabo lokho.

  • @skhumbuzomzimela8564
    @skhumbuzomzimela8564 3 ปีที่แล้ว +9

    Engabe kwenziwayini ukuthi uma uyakuShembe afike athi yamukela ubizo lwakho.

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +4

      Ingoba sonke siyizingane zikaShembe. ISangoma sisuke singozolapha amaNazaretha, sizosiza abantu abangakholwa.

    • @syabongadlamini1123
      @syabongadlamini1123 3 ปีที่แล้ว +1

      Mina ngingane kankulunkulu only not ushembe kanti nimubiza ngo nkulunkulu yini ngasiphi isizathu

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +1

      @@syabongadlamini1123 uthn ke mnj

    • @athenkosijunior8528
      @athenkosijunior8528 3 ปีที่แล้ว

      @@samkelisiwemeyiwa8009 usho lento ayishoyo awkwaz kufunda yini?

  • @khaboninatsabedze1975
    @khaboninatsabedze1975 3 ปีที่แล้ว +2

    Sangoma in Swaziland tiyahlanjululwa tonkhe nje

  • @m.-io6od
    @m.-io6od 6 หลายเดือนก่อน

    Okushukuthi zamukelekile izangoma ezithwase emanzini zaphuma nenyoka ?

  • @nhlanhladuma15
    @nhlanhladuma15 3 ปีที่แล้ว +5

    Sanibona bathandekayo bakankulunkulu lokhu okushiwo umkhulu lo okhulumayo ngiyakuphikisa futhi akulona iqiniso, mina sengimphuphe kwaze kwaba 5 elinye nje iphupho wathi ngithenge ifodo lomqaliwendlela ngililengise esigodlweni.umbuzo uthi ngimphupha kanjan uShembe ebe angazifuni izangoma ngibe ngiyisangoma, ngiyabonga

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +2

      UMfundisi akashongo ukuthi uShembe uyazizonda izangoma. Ngike ngasho ekuqaleni, UShembe uthanda wonke umuntu kodwa thina njengamaNazaretha asivumelekile ukuphatha imithi nokuhlola izindaba zethu ezangomeni. UShembe uyasinqabela ukuthi sikwenze lokho.

    • @nhlanhladuma15
      @nhlanhladuma15 3 ปีที่แล้ว +9

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu yini pho sihlulelwe ngesakunikwa ngaba phansi

    • @thokozanihlatshwayo5328
      @thokozanihlatshwayo5328 3 ปีที่แล้ว +1

      wona muhle lombuzo... besisacela uma ikhona imbhalo eshoyo ukuth lokhu nalokh kuvumelekile niyi share bathandwa benkocy,

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +1

      @@nhlanhladuma15 leNkulumo iyaqhubeka. Kune Clip engekholana uMfundisi echaza ukuthi izangoma zangena kanjani kwaShembe. UMfundisi udlule emhlabeni kulenyanga ephelile, ngaleso sizathu sisamile ukufaka izinkulumo zakhe okwamanje. Sihlonipha umndeni.

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +1

      @@nhlanhladuma15 Anihlulelwa kuyikho nj kth akuhlambulukile

  • @makhemayisela8274
    @makhemayisela8274 2 ปีที่แล้ว +1

    Nkosi Yami ngikhumbule

  • @mthobisilindokuhlenyandeni3983
    @mthobisilindokuhlenyandeni3983 3 ปีที่แล้ว +2

    Mfwethu ngcela ungiphe inombolo yakho yocingo noma ungi text via email plz,

  • @bonganisbiya7864
    @bonganisbiya7864 2 ปีที่แล้ว +1

    Lobaba

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 11 หลายเดือนก่อน

    Yini sanenzani isangoma, asiwiyena umuntu?

  • @sandilemanqele7808
    @sandilemanqele7808 3 ปีที่แล้ว +11

    Amen, ijulile indaba yezangoma ngoba uDavide wayeyi Sangoma, uMzazela wayi sangoma neZazi ezagcoba uJesu kwayi zangoma. Before ubuze lendaba kfanele wazi lokho. Isisekelo senkolo nezemfundo ubungoma. Njengoba ebeka umfundisi buzigaba ezehlukene kokhona isigaba esingahambisani nobu Nazaretha. Kodwa bona buhlobene nemi Moya kaMenzi.
    Yingakho uthola ama Nazaretha ama ningi enayo lemiMoya okanye engaba thandazi lukhona uNyazi. Kantike kfanele siqonde ukthi uMdali sinaye eMhlabeni there4 in any quetion asingageqi amagula zinquywa amakhanda zishiywe. Amen.

    • @Phakamani8
      @Phakamani8 3 ปีที่แล้ว +3

      Mmh ngyayithanda lento oyishoyo kodwa ingenza ngizibuze ukuthi kungani uthi uDavide wayeyi sangoma? Izazi zona? Ngingajabula ukuphenduleka.

    • @sandilemanqele7808
      @sandilemanqele7808 3 ปีที่แล้ว +11

      @@Phakamani8 U hv to b able to read between the line when reading ur bible. The bible isn't next to me for ur quotes to read but I'll jst answer presuming u know ur bible very well. Uyakhumbula uSawuli njenge nkosi wona kuShembe aka Jahova, UMoya kaJahova waya kwaJesse lapho uSamuel athunywa khona ukuba agcobe uDavide, esehlanya uSawuli zathi iynceku zakhe "ukhona umfana kaJesse (ulushaya kahle ugubhu kanti futhi ugida kahle)", ngempela uDavide wabizwa efike ashaye ugubhu agide aze abe ngcono uSawuli, yilapho uSawuli abona khona ukthi uMoya kaJahova usukuDavide.
      After tht uDavide waba yisitha kuSawuli nabo bonke ababenesphiwo samaDlozi nokubhula, kwaze kwaphuma umyalelo endlunkulu othi "makungabikho obhulayo nosebenza ngedlozi" owenza lokho uyobulawa ngokomyalo kaSawuli, uDavide wagcina esehlala esebalekele entabeni ngokuvuswa yindodana kaSawuli. Waqale wabalekela eGadi lapho kuhlanjululwa khona imiMoya probably lapho athwasela khona, yilapho anikwa khona inkemba kaGoliath ambulalayo, wase ebenwa yinceku kaSawuli eyazogezwa nayo.
      Intonga yishoba lezangoma, esebhala uDavide uthi eZihlabelweni zakhe "iNtonga yakho noDondolo lwakho kuyangi thokozisa"
      Izazi ama Astrologers(izangoma ezikwazi ukuhlola ngomkhathi), todays Astrology, Science, Maths n Medicene is studied @ educational universities but the fact is its started as a gift where the universe Itself chose chose sum1 to talk with, Pythagorus himself was a sangoma n other scientist who never went to university for scientific knowledge.
      Then in Africa there was this gang of Astrologers, who managed to read skies n universe and realized the coming of Christ before He was even born. Due to the power obtained by Christ spirits they were supposed to be there emmidietly after His birth; to provide amakha'mbi bible says amakha.
      Everybody was scared when these ppl arrive, even Heroid as king he felt powerless*read iShlabelelo samaNazaretha carefully*Kwafika iZazi*, their image wás tht of Samson(1st Nazarite) benemyeko meaning. Immediatly after, Jesus was adopted by them until ethombe. Thus why Jesus was able to prophet with ease. Okubalulekile waprofetha ngoZulu a nation tht qualifies to host God n His Kingdom*Mat 21v43*, we only less thn 300 yrs old as a nation. Thts why uShembe enathi if ubuka umjiva angawuthungelwanga ngoAnti it means there is an MOU between HIM n Shaka. Amen.*Its up to u to conclude this gospel(God news)*

    • @Phakamani8
      @Phakamani8 3 ปีที่แล้ว +7

      @@sandilemanqele7808 Thank you for your answer and we do know how to read between the lines, but that's not the case here. The issue here is semantics. If uthi isangoma ngicela ungitshela iDefinition yakho. UDavide ukuthi wagida to me doesn't mean wayeyisangoma. ENazaretha syagida siphinde sishaye izigubhu nathi lokho akusho ukuthi sizizangoma. Intonga akuyona induku yezangoma, many prophets and religious leaders carry intonga. Mina I can say uDavide was a higher octave of isangoma kodwa lokho ngeke sikuDiscuss la.
      Izazi again ngeke ngisho ukuthi izangoma. The gift of reading celestial bodies is not ubungoma but kungaba iHigher octave of ubungoma. Ubungoma lies kakhulu on the astral plane. UJesu wayezazi izinkanyezi, waze wazibiza ngenkanyezi yokusa, ngeke sithi ngalokho useyisangoma. Ubungoma esinye isphiwo esithile, ubunyanga, ubuprofethi etc zonke lezinto zinama levels.

    • @Phakamani8
      @Phakamani8 3 ปีที่แล้ว +1

      @@sandilemanqele7808 uJesu uthi onqobayo uyakumnika intonga yensimbi, abuse izizwe ngayo. Angicabangi ngalawo mazwi uthi uzophendula abantu izangoma. Mind you mf2 anginankinga nobungoma, bukhona ubungoma of a higher frequency and ubabamkhulu wayengakhulumi ngazo la.

    • @sandilemanqele7808
      @sandilemanqele7808 3 ปีที่แล้ว +5

      @@Phakamani8 Uzokhumbula ukthi uMfu Mvubu wacasulwa ukthi amaNazaretha were catagorized nezangoma few years back mhla amabandla ezonkolo emenywa uHulumeni few years back, he was sent by Almighty to represent amaNazaretha. Guess wht? They were not wrong.
      Uma ungahamba wedwa uyogida nesgubhu emzini womuntu uphethe intonga nobhoko uze uhambe ogulayo esesindile, bazothi bekufike ikholwa?? If not why kuvalwe umsebenzi wamaDlozi after ur healing activity?*I hope we not quarreling here*, Bhombela said abantwana abasekho thts means we hv reincated ppl now, if so majority of us will go thru amagobongo or ukuhlanjululwa kwemiMoya for our ancestors souls to b @ ease wth us.
      UMfu Ntombela himself wadlula entwaseni ephelele walisinela nedlozi after wahlambuluka, jst tht if u'r reincanated lowoMoya kthiwa uMndiki if kungowakini, if not owakini kthiwa unoMndawe tht means tht soul leaving in u aksiye owakini but is sum1 who wants to fulfill his previous missions thru ur existance.
      Unless u'r to shallow in knowing eykaMoya n only understanding the testimony of current Nazareth Baptist Church, we don't qualify to discuss this feather for hamoneous conclusion.
      Wht u shud know is, bonke oMoya bakaMenzi baphelele oNyazini. But to b honest wth u, alikho igobongo ongalithola eBuhleni if ungenwa ngabalidingayo. Uma unganwa uMoya kaDavide noMoses ngeke uNyazi luksize, but kungafanele uthole igobongo loMndawe but ubuye uzohlanjulwa uNtombela I'm making an example* kungakubi uma uyingane ngokwemnyaka after this clarity*, and if ungenwa yilaboMoya u won't start ungaqalanga uNyazini, n whoever helps u kfanele azi igobongo leNzuza aka iNkanyamba coz lawo maqhawe ayesebenza ngayo most of the time.
      The alignment of the celestrial n van alen belt is determined by iNzuza like it or no, Yiyo elawula iyvunguvungu zoMoya nenyakazisa uLwandle and Rain carrier frm His chambers, Yiyo eyuBhoko of which is the rod kaMenzi, Yiyo engena kuqala etempelini kunesiHlalo sikaMenzi and then Almighty bese sihalalisa ngengcwele.
      Imvamake lolulwazi lwenza iynsuku zakho zinciphe emhlabeni. Kukuweke ukthi uluphatha kanjani uma emqondweni wakho. Kuncono siyvale ngenhlonipho lendaba coz I captured we not @ the same levels wth regards to knowledge n information. Uphile mtaka Nhliziyo, keep on praying. Amen.

  • @knuz6117
    @knuz6117 3 ปีที่แล้ว +2

    Aaaaaameeeen kashembe

  • @siyamkelamthembu2532
    @siyamkelamthembu2532 3 ปีที่แล้ว +4

    Admin is it really necessary to keep cutting lenkulumo ejule kangaka? Amanye amaclip as’watholi kinda annoying really 🤞🏾

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +1

      We are very sorry, please be patient while we are busy shooting and editing more videos.

    • @siyamkelamthembu2532
      @siyamkelamthembu2532 3 ปีที่แล้ว

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu thank you

  • @elomzansi7424
    @elomzansi7424 3 ปีที่แล้ว +2

    Ameni💥👏

  • @thobaningubo1200
    @thobaningubo1200 2 ปีที่แล้ว +2

    ISihlabelelo 242 vs 2 ngicela nifunde sona ilapho impendulo yale nkulumo ayikho futhi enye ngaphandle kwayo. 242 vs 2 "YEHLA MOYA OYIGCWELE USEBENZE KUBO BONKE LOKO OKUTHANDWA NGUWE " silawulwa umoya OYIGCWELE kuphela kuleli bandla lo NYAZI Lwe ZULU ⚡ akukho futhi okunye. IZangoma asinazo.

    • @ndabezinhledladla873
      @ndabezinhledladla873 ปีที่แล้ว

      Akuncono mawuthi silawulwa umoya kaNkulunkulu kuleli bandla linga Mdali weZulu
      Umoya kaNkulunkuli owuShembe?

  • @nkamajola7099
    @nkamajola7099 3 ปีที่แล้ว +2

    Mxm umsangano Kanti wesonto lo

  • @mduduzicyril1978
    @mduduzicyril1978 3 ปีที่แล้ว

    Kwenziwa yini we admin uyikhiphe le clip yezangoma nezinyanga kaMf. Magwaza ufake enye sikhundleni sayo. Nizama ukwenzani seningo satanizm yini

  • @thobiledoris7023
    @thobiledoris7023 3 ปีที่แล้ว +3

    Ayi mina ngiyadideka kwashembe babahlonipha kabi abangasekho kuze kube khona umnikelo wabo nje uma sebakupha usebenzi wabo awusadingeki futhi ngicela ukuchazeleka nje lapho asikhulumi ngomthakathi sikhuluma ngesangoma esihlolayo silaphe

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว

      Ngiyawuthanda umbuzo wakho. KwaShembe awungeni umuthi. Konke esikwenzayo sikwenza ngamanzi namafutha. Abantu abangasekho siyabahlonipha futhi siyabenzela imisebenzi ngoba lokho akuphambene nomthetho kaNkulunkulu.Izangoma asihambisani nazo. Ngamanye amazwi asivumelekile ukuya eSangomeni noma enyangeni. Kodwa zikhona izangoma ezimthandayo uShembe ngenhliziyo yazo. UShembe akazixoshi uyazipha futhi nezibusiso zokuqhubeka nemisebenzi yazo.

    • @iNazarethaNkosazana
      @iNazarethaNkosazana 3 ปีที่แล้ว +3

      Nami ngadideka impela. Izanuse nezangoma abantu bendabuko, futhi bayamvuma uMvelinqangi. Ingabe kusho ukuthi kwaShenbe abavumelami nokuthi Izanuse nezangoma nabo bangabantu bendabuko avasebebzisana nabangasekho bona laba enivavumayo futhi nibenzela imisebenzi nezimfanelo zabo na?
      Ngizwa ngidideka impela.

  • @indlondloeshayaimfengwane2976
    @indlondloeshayaimfengwane2976 3 ปีที่แล้ว +4

    Inkinga okwenzekayo kuyaphambana nomthetho. AmaNazaretha ayaba izangoma, ngikhuluma nje kunomkhokheli engimaziyo okade ewugobela ethwasisa, baningi engibaziyo abaqala bengamaNazaretha kodwa bathwasa.

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +1

      Beqe umthetho...Lalelisisa kahle iClip ithi uShembe akakuvumi umthetho loyo obekiwe.Uma ke uyisephuli mthetho uzokwenza

  • @mantombizodwa3911
    @mantombizodwa3911 3 ปีที่แล้ว +1

    Niyethusa man where is Jesus Christ in the whole thing

  • @AlfredSikhakhane
    @AlfredSikhakhane 3 ปีที่แล้ว +8

    im disappointed. I thought this is a spiritual church

    • @samkelisiwemeyiwa8009
      @samkelisiwemeyiwa8009 3 ปีที่แล้ว +7

      YOU thought wrong elikaMenzi weZulu noMhlaba leli.Ft linemithetho yalo eyikhulu(100)

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +9

      Dont be disappointed, you were right this is a spiritual church, but not evil spirits.

    • @AlfredSikhakhane
      @AlfredSikhakhane 3 ปีที่แล้ว +1

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu are you saying herbs are of evil spirits ?

    • @athenkosijunior8528
      @athenkosijunior8528 3 ปีที่แล้ว +3

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu evil spirit kanjani amadlozi amahle?

    • @ntandogcwabaza529
      @ntandogcwabaza529 3 ปีที่แล้ว

      Me too 😩

  • @katlegohoti6264
    @katlegohoti6264 3 ปีที่แล้ว +1

    Ngoba izanga Zinani za yenzani zona?
    Nakhona Izangoma azidalwa unkulunkulu yin Uma nje ngabuza?
    Amasonto abazalwane abazifuni Izangoma ngisho no shembe naye haiboo...chabanga bathi ku hambisanwa nesangoma isaphuma nenyoka emazini hau hee inyoka pho..Amasonto lawa Hai ayafana nje nayo athengisa abantu nje ngabe lungu shame

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +2

      Cha. Kwibandla lakwaShembe asinayo inyoka. Hlala kule Channel we will upload another video with more details.

    • @n.nkunene7187
      @n.nkunene7187 3 ปีที่แล้ว +2

      Usho ukuthini mawuthi izangoma azidalwa nguNkulukulu yini...ababulali bona badalwa nguba? abadlwenguli bona badalwa nguba? ...Shuty fanele kuvunywe konke ngoba kwadalwa ngu Nkulunkulu

  • @syabongadlamini1123
    @syabongadlamini1123 3 ปีที่แล้ว +3

    Kazi ushembe ungubani.. Ningamkhothameli omunye umuntu ngaphandle kwami

  • @mzonjaninkomo7057
    @mzonjaninkomo7057 3 ปีที่แล้ว

    Naye uShembe kade eyisangoma esimbathe njengemvu