uNgizwe Evuma Ukhuzani | Usuku Oluhle lokuzalwa Duyaza💥

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 23 เม.ย. 2021

ความคิดเห็น • 20

  • @hlengiwecarol6265
    @hlengiwecarol6265 3 ปีที่แล้ว +1

    Lobaba nje uyaluthanda udumo, umi ngaphi kanti ngempela, zolo Kade ethi akamfuni ukhuzanu, yi ngabe kufanele sqhubeke silandele umaskandi makusekhona ungizwe!! 🙌🙌🙌

  • @nthusenghoffman6067
    @nthusenghoffman6067 ปีที่แล้ว

    Heee ulixoki nangu muntu we slisa,ungaphika naye uyo salobishini wedwa,phathaphatha aka mfun khuzani gwijiji seya mvuma ai 🙌

  • @melusifaka5991
    @melusifaka5991 3 ปีที่แล้ว +3

    uNgizwe lilulwane ongekulazi ukuthi nhloboni yelulwani

  • @Zarcarele
    @Zarcarele 3 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka bhuti kaWelile

  • @jongumsobomvu
    @jongumsobomvu 3 ปีที่แล้ว +1

    Uyamncoma namhlanje kodwa ngomso uzomgxeka pawwuuu uNgizwe🤣🤣🤣

  • @thulaniskinmdluli350
    @thulaniskinmdluli350 3 ปีที่แล้ว

    Kahle kahle lokungu Ngizwe akunawo umona kuphela akunasifubanje besekuba umlomo🤣🤣🤣🤣🤣

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 3 ปีที่แล้ว

    😂😂😂 Happy birthday Mthonga hau kodwa ibhulukwe lamancadasana nje ulisike kakhulu

  • @lusandaflepu9679
    @lusandaflepu9679 3 ปีที่แล้ว

    Happy belated Nkosi yoMaskand

  • @njabulomaphumulo5201
    @njabulomaphumulo5201 9 หลายเดือนก่อน

    Senikhohliwe wathi lo ngeke yena athi Happy birthday kwenye indoda kodwa sepost ukth uyazalwa 🤔

  • @siphilangenkosivphakathi5595
    @siphilangenkosivphakathi5595 3 ปีที่แล้ว

    Ngyathanda lapho Phakade elihle siyabonga zenza kanje nsizwa

  • @xolishange6331
    @xolishange6331 3 ปีที่แล้ว

    Yebo Ngizwe

  • @thulaniskinmdluli350
    @thulaniskinmdluli350 3 ปีที่แล้ว

    Futseki we2 siyethemba wabanosukoluhle we2

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 3 ปีที่แล้ว

    😁ay emhlabeni futhi 😂

  • @khumbulanihopo3858
    @khumbulanihopo3858 3 ปีที่แล้ว

    Wena ulixoki kabi siyakwazi,zolo lokhu uthe wena ngokwakho ingoma kaMthandeni (amageja) iyona ehambaphambili,namhlanje usushintshile futhi? Cha bo uyabheda rhaaàa

  • @kwazingubane4796
    @kwazingubane4796 3 ปีที่แล้ว +2

    Ey leli wesheweshe lakithi eNkandla 🤣🤣🤣

    • @kimbrohlindo7602
      @kimbrohlindo7602 3 ปีที่แล้ว

      Kunjalo Mbomvu umbhedo uChunu luhlanya lolu luyishaya phambili luyishaye emuva

    • @nthusenghoffman6067
      @nthusenghoffman6067 ปีที่แล้ว

      ​@@kimbrohlindo7602 😂😂😂 mahlale stobhin khuphuka neykhuphukayo,wehla nezehlayo ai nkosi bangumahlalela yisono

  • @mandlandlovu2311
    @mandlandlovu2311 3 ปีที่แล้ว

    khuphuka mnchunu

  • @sifisomkhwanazi700
    @sifisomkhwanazi700 3 ปีที่แล้ว

    Ay lembulu yakwaMchunu, futhi uma ungalandela yena ungazoda bonke abantu uthi ubona seyincelebane yabo usale uzonda wedwa