INkosi uNyazilwezulu Ikhuluma ngamaDlozi!!

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 27 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 33

  • @mzwandilefakude8758
    @mzwandilefakude8758 3 ปีที่แล้ว +5

    Kodwa bafowethu inhlanhla engaka ukuthandwa uShembe noma usungasekho emhlabeni kuyisibusiso nathi asibanikelele kuvuleke amathuna abo ngoba lisho ibhuku lakho nami lesifungo nikelela amasango nikelela amagetsemane asikwenzeni okushiwo inkosi uNyazi sophumelela emhlabeni nakwelizayo amen 🙏

  • @msawakhemhlonipheni6750
    @msawakhemhlonipheni6750 3 ปีที่แล้ว +8

    Jehova we zulu nomhlaaaba ngiyabusiseka ngokuzwa izwi lenkosi yethu Amaen

  • @fanelepepegodide276
    @fanelepepegodide276 3 ปีที่แล้ว +12

    Baqoqe bhombela abangenamathuna ubakhele nkosiyamakhosi🙏 sicela lunyazi lasezulwini uskhumbule nathi

  • @fikilemokoena6798
    @fikilemokoena6798 3 ปีที่แล้ว +3

    Bamenyeziwe emathuneni okhokho bethu scela bekhunjulwe nguwe Nkosi Nyazi Lwezulu 🙏🙏🙏

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 3 ปีที่แล้ว +5

    SHEMBE OYINGCWELE NYAZILWEZULU bakhumbule okhokho bethu lapho belelrkhona

  • @leonardkhulekani5152
    @leonardkhulekani5152 3 ปีที่แล้ว +6

    Shembe oyingcwele siyabonga Lesishlabelelo sixoxe indaba enkulu, esehlulayo thina basemhlabeni..

  • @thembangwenya6076
    @thembangwenya6076 3 ปีที่แล้ว +3

    USHEMBE UNYAZI LWEZULU NGIYALUTSANDZA

  • @beautymkize2701
    @beautymkize2701 3 ปีที่แล้ว +2

    Amen ngicela ukubuza ukt fanele ngifika ngaziph izinsuku mangifisa ukunikela Onyazin lwezulu eBuhlen

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว

      NgeSabatha noma ngeSonto uma sekudlule i lockdown

    • @BKMagwaza
      @BKMagwaza ปีที่แล้ว

      Ebuhleni kuyanikelwa zonke izinsuku. Koda inkosi ayibi khona ihamba izwe lonke nje inyanga nenyanga isuke kukhona layiya khona. Noma ngabe ikhona akukho lula ukuzifikela qathatha kuyona ngenxa yokugcwala. Koda bakhona abashumayeli abenza umsebenzi kankulunkulu zonke izinsuku ebuhleni. Amen

  • @lindie7311
    @lindie7311 3 ปีที่แล้ว +12

    Bakhumbule Thixo okhokho bethu😥😥😥😥

    • @mpilonhlekhanyile7694
      @mpilonhlekhanyile7694 3 ปีที่แล้ว +2

      Ameni Ngwanelihle 😊

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 ปีที่แล้ว +1

      Lol Sewuthole uSis wakho

    • @lindie7311
      @lindie7311 3 ปีที่แล้ว

      @@EBuhleniIsezulwiniLethu .🤭🤭🤭🤭ngaze nganenhlanhl

    • @lindie7311
      @lindie7311 3 ปีที่แล้ว

      @@mpilonhlekhanyile7694 💖💖💖💖

  • @zamamadam791
    @zamamadam791 2 ปีที่แล้ว

    Amen ngicela ukubuza ukuthi kumele ngenze njani ukuzonikela onyazini lwezulu ngoba sengiphuphe kwaze kwayikathathu kuthiw angonikela khona ngixaxekile bantwana benkosi ngicela usizo ngifisa kufinyelela ku baba njengoba ngibona ephusheni🙏🙏

    • @sthembisogumede9623
      @sthembisogumede9623 2 ปีที่แล้ว

      Woza eBuhleni eNanda, futhi ungeza eBuhleni ngesikhumbuzo seNkosi uThingo nge 27/28 March. Izoba ikhona inkosi

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 3 ปีที่แล้ว

    Khumbula ufune Nkosi nabomdeni wakithi abasemathuneni ubakhumbule,nalabo Nkosi yasezulwini abangenawo ngicela ukuba ubakhele.funa Nkosi amathambo abo vadonsele kuwena,kuqele impethu nentuthwane esondelayo kubona.Ngibacelela kuwe Shembe oyiNgcwele waseZulwini Aameenii

  • @chief9462
    @chief9462 3 ปีที่แล้ว +3

    Amen

  • @sandilejele188
    @sandilejele188 2 ปีที่แล้ว +1

    Amen 🙏

  • @fikilemokoena6798
    @fikilemokoena6798 3 ปีที่แล้ว +1

    Makabongwe uJehova umkhulu Nkosi Nyazi Lwezulu 🙏🙏

  • @phumelelemonica9142
    @phumelelemonica9142 3 ปีที่แล้ว +6

    Ubhombela umnikaz wezulu nomhlaba

  • @sandilemanqele7808
    @sandilemanqele7808 3 ปีที่แล้ว +4

    This thumbnail is nice admin. Kfanele sjwayele ukwenza kanje thn showing uNyazi directly*my opinion*. Amen.

  • @bokangmaxwell3115
    @bokangmaxwell3115 3 ปีที่แล้ว +1

    MDALI WEZULU NOMHLABA SINGABA YINI THINA NGAPHANDLE KWAKHO PUNGA ELIHLE

  • @muziwendodakawehlulwamthim3162
    @muziwendodakawehlulwamthim3162 3 ปีที่แล้ว

    THE START OF THE GODS SMAKADE THIXO BLESS YOU AMEN ALL THIS WAS TAKEN OUR FIRST ANTI BUSH APPROACH TO THE WORLD WADLE NEED TO BE ABLE TO CHANGE BECAUSE OF LIES HISTORY OF PROPER GANDER SHAKA UMNTAKA SENZA NGAKHONA AT NATIONAL GOVERNMENT OF THE GODS SMAKADE THIXO NKULUNKULU JEHOVA THIXO SIVIKELE SOTHONDOSE MANGELENGELE MAHLUBI MAHLUBIKAZI NINE BOMASHWABADELA INKOMO NEZIMPONDO ZAYO AMEN NDLONDLO KONKE KWAQALA NGATHI BAFOWETHU AMEN NDLONDLO

  • @samsonkubheka8522
    @samsonkubheka8522 3 ปีที่แล้ว

    nkosi yamakhosi

  • @nompumelelo4182
    @nompumelelo4182 3 ปีที่แล้ว +3

    Amen

  • @mthehmbatha1190
    @mthehmbatha1190 3 ปีที่แล้ว +2

    AMEN