Emakhosini thokozani, ngicela ukubuza la. So mina ngaphupha inkomo ime esangweni lasekhaya. Ngihlala no mama manje yena isonto lakhe alikholelwa kwizinto zesintu 💔😭. Manje ngiliphakamela kanjani leli phupho? Wathenga indlu e lokishi and doubt if yabikwa indlu kubantu abadala 🤞
Siyabonga ngokusina ulwazi ngamaphupho
Thokoza gogo umakungabelungu ke ngobamina ngibone abelungu belwa baze babulalana
Sabona gogo ngicela ukubuza ukuphupha udla ubhanana ubukeka uhlaza bt muwudla uvuthiwe ukukhona osaziwayo
Sawibona makhosi ..ngabe kusho ukuthini ukuphupha amakhandlela a green and blue
Ukuphupha zikujaha gogo ubona ukuthi zikugwaza mazingafica
Makhosi ngicela ukubuza ukuth Kush ukthini ukuphupha ingadi kutshaliwe yonke ihlobo ezitshalo Umbila Amazambane Ubhotshisi Amadumbe nokuye Kuhlanza konke kuhle
Thokoza makhosi!🙏
Emakhosini minangiphuphile ngilwa kodwa ngamhlula loyomuntu waphuma emzinikadesikuwo wangabuyisela waphuma lapho wahamba
Ukuphupha umntu owaswelekayo uphinda umngcwaba kuthetha ukuthini
Thokoza makhosi,cznu,ukuphpha
Ungaqhokile
Thokoza🙏
Thokoza ngphuphe ngfika kwamalume kunezinja egcekeni bengsaba ukudlula kuzo kodwa ngbone sengsendlini uma lumekaz elalise ingane enza ufulawa ngthe ngbona sengsekhaya kithi nakhona bekunonengane encane
Mina ngiziphupha zisehlathini gogo
Emakhosini thokozani, ngicela ukubuza la. So mina ngaphupha inkomo ime esangweni lasekhaya. Ngihlala no mama manje yena isonto lakhe alikholelwa kwizinto zesintu 💔😭. Manje ngiliphakamela kanjani leli phupho? Wathenga indlu e lokishi and doubt if yabikwa indlu kubantu abadala 🤞
Molo Mama kuthetha ukuthini ukuphupha umntu owangcwatywayo engcwatywa again?