Thokozani emakhosini gogo siyabonga ngokusivula amehlo unkulunkulu akugcine akwandisele ngalesosipho sikamoya may god bless you and keep you protect you 🤝
Thokoza gogo Yaz my mother died when I was 2 years today I'm 31 and still umama namanye amadlozi akithi abaveli kimi,soloko ngibanxusa kodwa abafiki kimi💔... please help me
Thokoza gogo ngisacela ukubuza mawphupha imonto ihlehlela kuwe kodwa engakugcindezeli ngabe lisho ukuthi I ngiybonga
Thokozani emakhosini gogo siyabonga ngokusivula amehlo unkulunkulu akugcine akwandisele ngalesosipho sikamoya may god bless you and keep you protect you 🤝
Thokoza gogo siyabonga ukusivula amehlo
Gogo siya kuthanda kakhulo,usifundisa kokunenge 🙏❤️
Thokoza gogo ekhaya yonke indawo esihamba kuyo kuthiwa livaliwe idlozi kodwa syaphupha futhi into sibona njengoba injalo ekubuzayo gogo ngabe kuyiqini lokho ukuthi livaliwe kodwa sibe sbona
Thokoza gogo nomkhulu eyii iukhuluma okuyikona ngempela .umuntu ukwenza kanjani siwumdeni enze kanjalo ngempela ushaye u A to Z lendaba kunzima.
Uyathula uyabukela . Manje lento yaba namandla sebengasekho abazali yoooo!!!!
Thokoza gogo ngithonge ngiqhuba iquantam yawa ndapuma xandizama uyivusa yatsha ngaba litshu kuthini
Siyathokoza gogo uma unedlozi bewukade ubona bese wakhipha izisu ezimbili bese ungabesaboniswa kahle kumele wenze njan ugeza ngayiphi indlela uyakwazi ukuya kumuntu akugeze ngyathokoza gogo
Keep going on with the good work without jealousy and disrespect. Wish you all the best.
Thokoza makhosi ngicela ukubuza ukuthi ithonga kuyenzeka yini ukuthi livele ngesiqu somuntu ongamazi uthole ukuthi niyaxoxa naye futhi wembethe noma yibhayi noma ufake izintambo ezithize kusuke kuchazani lokho
Ey ngyabonga ukwambuleka ey ngaze ngakjàulela ukthola lolulwazi ngyabonga kakhulu gogo
🎉thokoza Gogo ngiphothililebukhamba kwami lwamagobongo nginenkinga amaphupho anginawo selokhu ngaqala ukhamba ngaze ngaqeda kuze kube manje lutho amaphupho kwenzenjani..
Siyabonga gogo ngokusivula amehlo izinkinga ziningi uma ungazi lutho mina ngizwile ngiyabonga gogo unkulunkulu akwandisele namathongo gogo makhosi
U are wonderful ❤️ 😂😂all the best kumathonga wakho ndawe
Thokoza gogo yey kunzima gogo but i understand imfundiso yagogo thokoza gogo
Thokozani gogo ngicela uku consulter kunendlela eku must ngiyithathe manje ngidinga ukuyibuzela lendlela ,nokuthi yikuphi lapho kumele ngilungise khona kuqala
Umuhle kodwa Makhosi❤
Thokozani bogogo siyabonga imfundiso unkulunkulu asicinelina Mina kukhona esengikufundile thokozani bogogo
Syabonga Gogo sihlomulile kakhulu
thokoza gogo konke ukuthethayo kuyenzeka ekhaya cela ubuza ukuba idlozi lelatshwa njani
Thokoza gogo ngokusicobelela ngolwazi
Thokoza gogo syabonga kakhulu ,kusivula amehlo ,mina ngicela kubuza ungasilungisela idlozi ngoba nathi masihamba kuthi kwathathwa inhlabathi zamathuna ,bese ngicela kubuza kuthi kubamalini? Thokoza gogo usazophendula
Thank you gogo your blessed😊
Amen Gogo...loud and clear. Thokozani eMakhosini
Thokoza
Makhosi👏livulwa kanjan idlozi
😢😢Mhumm ay wangithinta gogo . Lapho kumnyama akukho engaluzananga 😢😢 .Abaveli nangokhalo angibaphuphi . Umndeni ungijikele since ngi,ncane ngyafisa bavele noma ngephupho mangiphe umhlahlandlela ngoba ababonayo abanoni lutho 😢😢
Thokoza gogo nkulunkulu asigcinele wena 🙏🙏🙏
Thokoza gogo bengicwla ukubuza ukuthi inombolo yocingo singayisebenzisa uma sidinga ukubonana no gogo noma ukuxoxa naye
Makhosi ngiyabonga kudala ngicamnga ngathi ikhanda lam liphambene. Ngiyamazi nalo wenza lokuganga
Thokoza gogo ngiyabonga incazelo,ikakhulu ngokukhuluma ngempepho bengingazi lutho🙏
Thkoza gogo,ngiythndile incazelo ,ngidinga usizo ut holakala kanjani uma umuntu ekudinga
Thokoza gogo Yaz my mother died when I was 2 years today I'm 31 and still umama namanye amadlozi akithi abaveli kimi,soloko ngibanxusa kodwa abafiki kimi💔... please help me
Thokoza gogo qhubeka njalo uzivule amekho kukhanye kube kuhle ebantwaneni bethonga
Tfokota gogo mine kulokunye sengiphendvulekile.....ngifisa kwati bophupha usesekolweni mane ucabana nabothishela...nomake ukopa.
Thokoza cela ungsendele i vn kuze ngzozwa umbuzo wakho.
Thokoza gogo mina ngonokubona umama wami kodwa angasho lutho okokuqina ukubona wafika wathi sengisipakile isikwama ngathi yebo waqcina lapho kungathi siyogibela I bus ngiphumile ngayofuna kuthiwa ubengilandile
Thokoza makhosi ngiyabonga ngokuchaza ngokuhlambulula isthunywa👏🏼👏🏼👏🏼
Thokoza gogo ngithonge ingoma emnandi ethi umvuli wendlela sekaphumelele so angi understand ukuthi igama elisha noma kutheni ngabe ngiculelwa u Amen....Amen futhi ngicela ungichazele gogo ngoba ngidlule ezintweni ezinzima kakhulu vele thokoza
Thokoza ngikengaphupha ungathi uqhamuka amanzi engiyhele khanda ngaphaphama ngicula ngikhala😢
Syabong gogo eyi iyibekile induku ebandla ngingomunye onezinkinga ezingaxazululeki kumele ngzame ukuza kuwe
Siyabonga gogo ngokusicazela kahle ngifunda bengakwazi
Thokoza gogo mina abakhulumi yonke into bangikhomba
Thokoza gogo ngiyabonga incazelo yakho ngyalidinga kakhulu usizolwakho ngicelukwazi izikhathi otholakala ngazo klezinombolo ozilobelana ,thokoza🙏
thokoza gogo cela ubuza ukuba idlozi livulwa njani
Inkinga imali gogo nomkhulu ngoba kuvalwe konke eyiii kunzima
Ngiyakuzwa ngizokwenza kanjani ayikho enye indlela .ngaphandle kwasekhaya .
Syabonga.gogo.iziyalo
Thokoza gogo akulungi gogo ngicela usizo nami
Thokoza gogo ngine nkinga yenkwela ebuhlungu endlebeni
Thokozani gogo im new
Thokoza gogo please don't change we need you ❤️
Thokoza
❤❤syabonga gogo wayibeka kahle
Hay gogo uyi blessing kuthi thina basakhasayo
Nima ngyezw Gogo uyi chaza kahl into yakho ❤
You're good teacher ❤❤❤
Ai ngyabonga wayichaza kahle gogo...mawami washona 2009 uyavela kimi but akaze nje akhulume kwakona...mhlampe noma khona into engihlaselayo uzofika alwe ethulile kanjalo...aqede lapho ahambe futhi..kukhuluma cha...
Ngathi ukhuluma nam ngiyaphahla ngiyakhuleka angiphuphi anginjan kodwa nesthunywa kwesinye iskhath ngye ngth mhlampe anginaso😰😭
Gogo inkinga yami kuke kuthiwe ngivaliwe,ngyazama uklungisa inkinga alikhulumi nami alifiki kumina lifika enganeni yami iyona engiphuphelayo manje kunembuzi ekmele ngyenze angikwazi ukwenza lingakhulumi nami ngizobhula kanjani lingafiki kumina,kodwa langikhombisa lomuntu ongisizayo ngyacela bandla senhifikelwa ukudikibala kodwa inkinga lyangigulisa ingakho ngifuna kulunge futhi mangithi ngyalungisa ngivele ngiye ezinsukwini.
Ngiyabonga gogo unkulunkulu akubusise 😢😢
Amen gogo 🙏🙌
Le topic ijulile kakhulu okwangempela .sijikelene sisodwa sibizana ngabathakathi ukubukelana phansi gogo ijulile letopic ngisasho
Thokoza gogo impela alikhulum
Thokoza gogo ngiyezwa ,Kodwa ke inkinga Yami ukuthi ubahlambulula kanjani,ngani? Ngingumuntu ongenwe yisithunywa ngiyamdinga umluleki ngixakekile bathulile nje, Uma uke waphupha sometime uthole ukuthi liyalahleka iphupho thokoza😂😂
Thokoza cela ubuke ivideo ekhuluma ngokuhlanjululwa kwesthunywa
Sawubona gogo ungathi ukhuluma lami mpela elami idlozi alikhumi ngitsho sengizule umhlaba wonke dololo
kuzolunga sisi
Thokoza gogo ngicela ungiphe amacontact details akho pls ngyakudinga
Camagu Makhosi gogo ngiyabonga
Makhosi 🙌🏾
Thokoza Gogo.🙏 As usual, uwulethile ukukhanya emehlweni ami. Masibulele. Thokoza 🙏
Mina ngiyasaba ukwenza into egcekeni ngisho ukugaya utshwala .kodwa yena wenza konke imisebenzi uyayenza uyalichitha igazi .
Thokoza. Ngicela ukubuza ukuthi utholakala kuphi noma ngingaxhumana kanjani nawe.
Lilungiswa kanjan
Ngi cela ama no wakho gogo
Thanks for your chanel it helps a lot
Thokoza gogo 👏👏
Thokozile gogo makwande🕯️👏
Siyabonga gogo ngingumake Simelane Eswatini ngingumlandzeli wakho lomkhulu
NgiseSwatini ngiyakuva gogo
Thank you very much for explaining so well
ngiyabonga Gogo ngencazelo,ngicela ungisize ngikuyo inkinga yokuvaleka kwethonga livalwa izinto eziningi ezimithi eziphoswayo ngingalungisa kanjani,kuthule du nomsebenzi wabo.
Ngicela ungithinte dlozi.
Amen ngizokuxhuma,ngiyathokoza ngonyama.
Siyabonga Gogo
Ngyabonga ngemfundiso bakit Mina engihlala. Ngiphupha Umama enqunu
Gogo nginengane yomfana eyaqala ukuquleka kwaMatric. Uphuza amaphilisi ngizamile ezinye izindlela zesintu. Kodwa kuyaqhubeka ubuye ezwe okungathi ngiyambiza usuku before ewa . Please advise
Thokoza Gogo ubalapha kanjani
Ngiphuphe ngigijinyiswa yizinkomo ngabaleka ngahujwa ngeyondwa ingafuni ukungidedela ngaze ngathatha umbese omkhulu ngayisika la ethangeni yavuka yahleka yaqhubeka yangihubha 🙏
Thokoza gogo nomkhulu
Thokoza Gogo🙏👐👐
Kuyazwakala Makhosi Mdlalose Thokoza
Thokoza gogo 🙏muphupha abantu abangasekho ekhaya beza ngolaka ulwa naye nigijimisana or eshonile kungathi uzongcwatshwa kuchaza kuthini?
Thokoza gogo
Makhosi ngiyabingelela, ngicela ukubuza ukuthi ubona kanjani ukuthi lo ohlolayo akaqambi amanga? Bese ugcina ukhokha izimali ngento engekho,uyilungisa kanjani lenkinga okhuluma ngayo ngaphandle kokuyohlola?
Kusho ukuthini ukulimala kwelungu lomndeni ngengozi lidlule emhlabeni?
Uyahlola wena makhosi?
1.Uwena ozobona ngokuthi umuntu ohlola kuye ukhuluma ngezinto ozaziyo ngoba uwe owaziyo kwenzakalani ekhanya.
2.Iya kumuntu ongumelaphi ozokwazi ukuthi aksize.
3.Yebo ngyahlola.
Kulungisa kanjani lokho gogo
Camangu gogo lingezwa njani indlozi😢
Ngiyakuzwa Mina gogo
Syabonga gogo lento oyishoyo ilento esikuyo kunzima zyaheli zngane zami angiyazi nkinga. Ikuphi
DANKIE goga..how dp we solve the problem..i dont dream or dont remember my dreams..how do we solve this prpblem?
Buka ivideo ekhuluma ngabakhohlwa amaphupho kuma video esengiwenzile...thokoza
Gogo utholakala kuphi ngoba mina ngise goli Gogo?
Mina gogo angiphuphi ngisho nokunkodwa nkodwa ngiyazula ngedlela ongayazi ngaphambilini ngangibona yoke into ngenza njan kuze ngibone gogo
Usende u whatsapp kuze ngzokuyalela okungakusiza.
Ngicela ukubuza umama wami washona so ngike ngiphupha ngitshelwa ukuthi umama ubeboshiwe so manje usekhululiwe n lomuntu ungitshene ukuthi ingoba bengisamncane ingakho bebengangitsheli ukuthi uboshiwe
Thokoza Gogo xa ungoyena wenzayo kodwa ungoyena zikubhedelayo kuzoko kutheni Gogo?
Camangu gogo
Ndiyabulela Gogo.
Dankie makhosi
Thokoza gogo I have a problem does not talk with me
Ukuphupha unikwa ubuhlali obumhlophe . Kumele ubufake?