ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Impuuuuuuuuungaaaaaaaah! Siyabonga Mkhulu.
Siyabonga kakhulu mpunga yesintu
Nazoke Impunga👍
Angibonge Mpunga yethu. Manje lembuzi ehlatshwa ekhaya elidala umangabe nuthutha inyongo yayo nayo ingena kulezizinto zasemsamu okuthuthwa nazo? Umangisho inyongo ngisho lena efuthwayo ilengiswe emsamu.Okunye sizocela kwiMpunga ike isenzele umfanekiso oqoshiwe ochaza ukuthi bagezwa kanjani abantu abadala. IMpungaaaaaaaah!
Siyabonga Mpunga
Impungaaaah🙏🙏🙏🙏
Mpunga imbuzi yokubageza ihlatshelwa ngaphakathi ekhaya noma ngaphandle komuzi
Angibingelele kulelikhaya inxiwa alishintshwa kodwaaa kuyathuthwa kuyokwakhiwa ethangeni hhayi enxiweni coz inxiwa umuzi osekwathuthwa kuwona
Siyabonga Mkhulu, kampe uqala ngokubangenisa bese unageza or visa versa angitholanga kahle.
Ngcela ukubuza mpunga uma uqeda ukwakha indlu yangenhla ,uye wenze njan uma usufuna ukukhipha kwendala ubafake kwentsha
Kumele uhlabe noma yinkukhu ubabikele ngayo bese uthathe wonke amahlahla uyowabeka endlini entsha, thola AMAVA AHLABAHLOSILE
@@impungayesintutv ngyabonga kakhul mpunga coz lento kumele ngiyenze kulenyanga esizoyiqala
Mpunga yeSintu uyibeke kwezwakala siyabonga 🙌🏾
Yebo kodwa isashoda kancane kusalile okunye
Mpunga yesintu siyabonga ngolwazi, ngabe kuyiphutha yin ukuthi uma senisuka enxiweni elidala niya endaweni entsha nelisebenzisa amahlahla amasha uma engasekho lawa amadala akade ehlala emsamo?
Ngiythokoza Khathini, ngicela ungichazele ngongiyane, isicoco. Sifakwa umuntu onjani? Ukhona yini umehluko phakathi kwesicoco nongiyane? Ngiyathokoza
Ngibonge kakhulu ukuzwa lencazelo cela kubuza uma izimbuzi zingahlatshwanga naze nathutha eyiphi ndlela yokulungisa lapho ngabe kusho ukuthi mele niphinde nxiweni nohlaba mbuzi yokubathatha ?
Mpunga.Imbuzi le yekoqala enisuka ngayo ngabe iphekwa ngalelo langa or ngokusu olulandelayo, bese ngalelo suku niphuma ngalo ukuya kuleli elinye inxiwa noma konke lokhu kwenziwa ngosuku olunye?Ngiyazibongela ngisazophendulwa.
Kuchaza kuthini uma uphupha ngendlu yakini lobohlalakuyo kudala shengathi usahlala khona ??
Ngicela ukubuza imalini incwadi ethi AMAVA AHLABAHLOSILE?
Mpunga yeSintu uthetha ukuthini xa usithi " Abantu abampisholo"
Black people
Mpunga ngicela ukubuza sithin isintu ngoku shada nokuzala nolunye uhlanga..njengabalumbi
Mmmmmm wamuhle umbuzo mfoka Jali,angiyona iMpunga yesintu kepha ngicela ukuphawula ngalombuzo.angikholwa ukuthi isintu siyakwamukela ngokupheleleyo lokhu ngoba umgcagco ufaka kakhulu isiko lokulobola nokuchithwa kwegazi kanti lezinhlanga owenze ngaso isibonelo angikholwa ukuthi zinalo isiko lokuchitha ingazi ngenhloso yomgcagco.kanti inhloso yomgcagco ukwakha isizukulwane nokukhulisa umndeni, engathi zikhona izinhlanga zabampisholo ezigananayo isibonelo,amaNguni analo isiko elihlobene lokuganana nelomgcagco,kanti nebhayibheli engathi alikwamukeli ukuganana kompisholo neNdiya okanye uMlungu noma iluphi uhlanga lezizwe,lize likubeke njengobufebe ukuganana kompisholo neNdiya.
@@siphamandlabrainmnyandu7618 bible yakhiwela ukuhlukanisa abantu ngobuhlanga okungeyona inqubomgomo yomdali. Uma ukhuluma isintu sibeke siqonde nje thwi.
What does it mean when you dream, slaughtering a sheep?
Impuuuuuuuuungaaaaaaaah! Siyabonga Mkhulu.
Siyabonga kakhulu mpunga yesintu
Nazoke Impunga👍
Angibonge Mpunga yethu.
Manje lembuzi ehlatshwa ekhaya elidala umangabe nuthutha inyongo yayo nayo ingena kulezizinto zasemsamu okuthuthwa nazo? Umangisho inyongo ngisho lena efuthwayo ilengiswe emsamu.
Okunye sizocela kwiMpunga ike isenzele umfanekiso oqoshiwe ochaza ukuthi bagezwa kanjani abantu abadala. IMpungaaaaaaaah!
Siyabonga Mpunga
Impungaaaah🙏🙏🙏🙏
Mpunga imbuzi yokubageza ihlatshelwa ngaphakathi ekhaya noma ngaphandle komuzi
Angibingelele kulelikhaya inxiwa alishintshwa kodwaaa kuyathuthwa kuyokwakhiwa ethangeni hhayi enxiweni coz inxiwa umuzi osekwathuthwa kuwona
Siyabonga Mkhulu, kampe uqala ngokubangenisa bese unageza or visa versa angitholanga kahle.
Ngcela ukubuza mpunga uma uqeda ukwakha indlu yangenhla ,uye wenze njan uma usufuna ukukhipha kwendala ubafake kwentsha
Kumele uhlabe noma yinkukhu ubabikele ngayo bese uthathe wonke amahlahla uyowabeka endlini entsha, thola AMAVA AHLABAHLOSILE
@@impungayesintutv ngyabonga kakhul mpunga coz lento kumele ngiyenze kulenyanga esizoyiqala
Mpunga yeSintu uyibeke kwezwakala siyabonga 🙌🏾
Yebo kodwa isashoda kancane kusalile okunye
Mpunga yesintu siyabonga ngolwazi, ngabe kuyiphutha yin ukuthi uma senisuka enxiweni elidala niya endaweni entsha nelisebenzisa amahlahla amasha uma engasekho lawa amadala akade ehlala emsamo?
Ngiythokoza Khathini, ngicela ungichazele ngongiyane, isicoco. Sifakwa umuntu onjani? Ukhona yini umehluko phakathi kwesicoco nongiyane? Ngiyathokoza
Ngibonge kakhulu ukuzwa lencazelo cela kubuza uma izimbuzi zingahlatshwanga naze nathutha eyiphi ndlela yokulungisa lapho ngabe kusho ukuthi mele niphinde nxiweni nohlaba mbuzi yokubathatha ?
Mpunga.
Imbuzi le yekoqala enisuka ngayo ngabe iphekwa ngalelo langa or ngokusu olulandelayo, bese ngalelo suku niphuma ngalo ukuya kuleli elinye inxiwa noma konke lokhu kwenziwa ngosuku olunye?
Ngiyazibongela ngisazophendulwa.