Uma uthi athathe umhlala phansi... Usuyabhimba bafo..... Yi Business lelo okhuluma ngalo... Uthini.. Avale I business lakhe.... Bengithi uhlakaniphile bafo😢😢
Kwakumnandi ukubakhona kweBhova but okubi ukuthi abaculi alalandela emveni kwalo bavele bafuna ukulingisa lona,,manje ba exposed on that because abasakwazi ukushintsha ushuni,,ingakho kunje😂😂😂😂😂
Nifuna enze kanjani uKhuzani ayolanda amaArtist kwamanye amaGenre ukuze nimvume,Cha madoda umuntu makangene estudio ayocula..musani ukudla amandla yenye ingane uKhuzani did something great in this album
uzwa nje kuthi Gquuuuuu Gquuuu Gquuuuuu😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Aksiyu mlandeli ka Khuzan lona. Thina syayithanda le CD imnand
Uthanda udothi we album
Uwumlandeni onjani ubiza ama digital nge CD?😂😂😂
Asazi owaDlimali Mina sengilinde ukuBhonga kweyaseMdletsheni kuVungazele oNdukwana zoBumba🤣🤣🤣💪
Uqinisile kodwa lobhuti 😂😂😂
Kuthiwa sikhalelani mawuzwa wena sihlekwa mayelana nani
Ithini I account yakhe ku tik tok😂😂😂ngifuna ukum folowa
Uma sibatshela abezwa, akanabo okhiyeee, unokhiye owodwa kushuthi isiphiwo sakhe kwaku kulingisela uMgqumeni nakhona kuloshuni wama album athi "Mgqumeni", okunye nje dololo usezenza imthente ke manje unyaka nonyaka, lomfo akakwazi ukujika amakhona ngezindlela ezihlukile, unolayini owodwa nje vooooo for 13 years mmmm, thina salalela bonke abaculi abadalala ngakhoke umculo siyawazi awusididi nje nakancane.
Hhay mfethu, uhlulwa I skill sokulalels. Awulaleli njengensizwa
Namanjeee ngsahleka nkosyam 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅
Phuma uye konyoko Mfana zimnandi zooooonke izingoma
Le msangano yenu yama Nation ave icika nje angazi awani
Bafowethu lomfo uqinisile akawulaleli umculo ngobuqhawe lami kodwa uwulalela njengomthandi kumaskandi kobe niwuzwe kahle. Uyabona thina esamba noSK asibusweli ubumnandi ezempisi izingoma zidlalwa ngisho nasemaclubin futhi zilalelwa yiwowonke umuntu eSA, ayikhale 😂
uculela ikzn yodwa nhe pho kunani 😂😂😂😂😂😂😂😂
Izondo nje iphezulu kith .usungaze unyanye umuntu nje .engaze ethi nxa kuye ngokuth ucula nge talent kakhe .ay ukhuzani bayamzonda suukah .noma engenzan .kodwa lokho kutshengisa ubunsizwa .ukuth indoda ngempela akadli nabafana esithebeni sakhe .sodumo
Uyaphupha Wena unamanga ubuvele ungekho kulayini Kahle Kahle udakiwe
Hamba ngokuthula mkhaya kungene abangenayo uvale umnyango ma uphuma
Hamba uye kwanhliziyo ngise Bhuti 😅😅
Cha bafo kahle umona imnandindi le album iyasho kakhulu 💯angadukisi abantu umuntu akazilalelele
Uyaphi wena ngoba sila kulayini 😅😅😅😅😅hhe
Awuyena umlandeli kakhuzani unamanga
Uthengiwe
😂😅😂😅😂😅😂😅😅😂😅😂😊😅bayabaleka manje bakhathele wukudefender
Abahambe abahambayo futh awaziwa
Injaaaaaalo indaba 😅😂😂😂
Amasimba engoma uziqhathanisa nomthandeni. Wazivotela akanastayela
Uhambe kahle
Abanye bayaxoka apha,akubabo tu abalandeli baka Khuzan
inkinga namaxoki nabalandeli umuntu meshintsha ushuni nijike nina futhi akasazi istayela sakhe niyaxaka abantu izinqondo zimnyama njengesizwe senu😊Washintsha umuntu washaya ngenye indlela nithi sephelelwe mxm niwumsangano nje indaba yenu nalomculo wenu nonke nje enilandela maskandi
Ilendaba yokuhamba uthanda amadoda emizi yabantu mina njr ngungumlandeli ngithanda izingoma zakhe hhayi yena
Hamba sathane wi red nation ucheme nezitha ambocula namatombazane
Lo Bhuti akahambe ayosebenza abantwana bakhe balambile,akahlukane no Khuzan
Lapha engu who was where yena?
Hambani ningamemi abanye✊! Inkinga yenu niyamuqhathanisa too much u Mpungose.
Kulokhuke niyamusukela, unazo izingoma ezimnanda. Wena mhlalaphansi hlala wedwa noma uhambe uyoba producer ngoba wazi kakhulu
Ayi wena okhulumakabi ngo khuzani kushukuthi awezwa nhloba thinasiyezwa Futhi siyabona
Lenkabi isebenze kanzima Kabikule Album 19 songs it's not a joke well done nkabi
Ncooooow bandla 😂😂😂😂😂😂😂
Aksuye mlandeli kaKhuzani lo manga lawa
Musani ukumphika uyenimpela umlandeli kakhuzani loba😂
Akuyena , umthakathi nje lo ka Skhova uzama ukubhula umlilo wequbula
Uhambe kahle kwamunandi ungekho
Udakiwe lo akayona i blue Nation inja nje elandela uSkhova
Lalela thani wena ungasifaki thina ungasifaki thina sijabule hamba wena uyazwakala unomona, uthuthengiwe futhi
Ai wena phuma qobo kwi blue nation uyilulwane hamba qobo awazi lutho
Unamanga nja uwuyena umlandeli kakhuzani wena ukhohlisa izwe ngodoyi hamba yophuza tshwala tavel wena slima
Ziyakhala ke manje
Wazi ihawu kuphel 😂😂😂
Ai uphaza msekile wena , cula khiphe yakho sizweke😂😂😂
Hambocula wena usyeke phansi xovizwe
Yini yona le vele?
Ay baningi osomathuba bonke nje Khuzani this Khuzani that engabe imalini enibhadalwa yona uzwakala noma ukhuluma nje mphuphe
Abezwa laba bayafossa nje kphela😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂 Umlandeli weGcokamo lo☝️ hamba kumunt omlandelayo😂😂😂😂
😂😂😂😂😂ibam engakho qula nkwedin
Manje ubushol ukuth senzenjani hamba msunukanyo bakhona omakhelwane
Uyagula wena
Hamba uyocula phela
Hamba vele umubi mina angikuthandi awusiye umlandeli wakwa blue nation sdwedwe ndini
Weeh msunuwakho awuculi ngan wena😂
Udakiwe wena
Unamanga iskipa seClicks leso
Sengathi uyawazi umculo lapho kufanele ushintshe khona,ake ucule bhuti sizwe into eyehlukile kulena ekhona
Uqinisile bafo,udoti wodwa nje lo....ushidi wodwa awukhiphile
Hamba uyothenga indishi yamagwinya lawa owadlayo
Anginaqhawe kumaskandi mina kodwa kuyangixaka ukuthi akunamuntu ochazayo uma ekhetha ukulandela umculi kodwa uma esephuma wenza isimemezelo ngentloso yokudicilela phantsi isithunzi somculi.
Uma uthi athathe umhlala phansi... Usuyabhimba bafo..... Yi Business lelo okhuluma ngalo... Uthini.. Avale I business lakhe.... Bengithi uhlakaniphile bafo😢😢
Vele awulona bluenation wena uthengiwe
Hayi ngeke akwazi mculo lokhu okuphawula lana lana hambongena studio wena ucule ezakho mawunaso isiphiwo ndoda
Kodwa bathe uyalishaya ihawu yingakho agxile khona ehawini yini nenze iqhawe lami ligxila ehawini kubi phela kamakhelwane uyashitsha umshovo
Hamba phela ngalokhu unwebeka nobubi buvele ngadume ngalutho nje njengami hamba ke
Uyagula lobhuti myeken uphethwe ubuhlungu benhliziyo usabela iqhawe lakhe
Ufuna udumo lona
🤷🏾 asazi thina........... Ngizwe nokuthi ningavotela nempukane ayy the way ni.....?..... Ngakhona
Uyzwile lankulumo 😂😂😂 vele bangavotels nempukane as long kusho u Khuzani
Kungaba yini uJumbo impukane????😅😅😅😅
😂😂😂😂😂😂😂😂shuthi uyena impukane@@MagicZakhe
Phuma ku khuba wena
Wena uyagula
Phuma
Hamba bhuti uyokwenza okwakini bye bye
Lelididi nge voice embi
Kahle kahle ufun ukuthini kithi thani ukubukisa ngabantu imnandi lealbam shono nje wena masufun ukuhamba usyeke thina bukanje uzokhuluma inte thule lana
Obani lababantu😂😂😂😂
Yaze ya honest lendoda idisappointed kwiqhawe layo ibukiswa nabantu😢
Kwakumnandi ukubakhona kweBhova but okubi ukuthi abaculi alalandela emveni kwalo bavele bafuna ukulingisa lona,,manje ba exposed on that because abasakwazi ukushintsha ushuni,,ingakho kunje😂😂😂😂😂
Ngbani futhi lona😂😂😂😂😂😂
Ubani ngempel😂😂
Wena ke usangene
Hamba kahle boy. Nanokuthi nje aniyeke lobuqili benu asikwazi usamncoma sikwazi ngoba usumgxeka ubona kubaluleke ngani ukuthi usazise lento osazisa yona?. Wagcina kudala abalandeli beseziwula ngebhadi akusenjalo inqondo yakho syaybona qili ndini..
Wena ufuna i afropop noma umaskandi coz khuzane ucula umaskandi
Haibo Haibo 😮😮😮
Uyagula Wena hamba uyxoki
Akalona ixoki ukuthi anilifuni iqiniso Nina ma blue bullz
@@EnzokuhleNeneAkukho qiniso lapha ungathi umuntu esikhulumela uthuvi nje bese wena ufune simthathe serious.
Musani kusidakelwa Khuzani cule ngempela ke lana zondani manizonda miboqo
Qagela ukuthi khona onendaba nawe
Vele bhuti pheshey kothulek igigcizakhon zikhal inteyodw zonke,mucabangak yoshintshakanjan ingoma,akazopika naye ngapha kwelakithi emkhomaz uxowuzw umehluko coz iyakulum intamb ngapha mungax
Khulula esosikipa awuyiyo blue nation suxoka wena hampaa
Nifuna enze kanjani uKhuzani ayolanda amaArtist kwamanye amaGenre ukuze nimvume,Cha madoda umuntu makangene estudio ayocula..musani ukudla amandla yenye ingane uKhuzani did something great in this album
Baba kwawena awuziva ukuthi uthini Phuma vele bowuthunyiwe thina sizodansa impela ngeke uKhuzani enze okuthNdayo hamba impela.
Uqinisile Qhawe muhle kakhulu umsebenzi kakhuzani walonyaka abantu bohlezi besola njalo abazazi bafunani Cha bayanyanyisa mani
Change a style baba
Luthi bhuti thina sithanda lokho akwenzayo uma ungezwa kahle dlulela phambili
Hayi bo bhuti unempi no khuba na
Hamba
Yekani ingane yomzali wea if uzohamba hamba ungsdakwelwa
Lezingoma zimnandi zonke
Ungaphiki nabathakathi baka Skhova
Uneqiniso mfwethu akuzwakali evn one song isiyamhlula ngmpela ingoma
Bhekizwi yin mona, hleze awukwazi ngisho ukuhleka nje ngomlomo wakho.wazi lutho.ngomculo wena.
Unamanga bajabule yonke indawo abalandeli
Uyasangano lo ufunani unamanga uNondindwa lo
Iqiniso liyababa 😂😂😂😂😂😂
Uyanya wena uthengiwe mina njengeBlueNation❤ Ushayile Khuba bafw2
😂😂😂😂😅
Ja khona uqinisile bafo ukhuzani akashitshe iflow ngampela bafo uyayaz lento oyikhulumayo kodwa ungamshiyi bafo
UKhuzani uyasebenza futhi usephumelele empilweni, konje wena wenzeni 😭 😭😭😭😭😭
Change a style baba
@@KhothamaniMkhize-y2m kanjani
@vusimngomezulu2500 Afake more spice like le ayenza noSphesihle wayekhula ,wase ehla emva kwalokho.
Khuzani tx body don't listin to this nonsense makayocula klk uba Akonelisekile ngumnculo wakho well done brother your album has approved
😂😂😂😂😂😂
Kudakiwe lokhu😅😅😅