Ngyabonga Godole mana nje eqinisweni. Lana silungisa abantu bethu not abantu bamanye abmaqembu asnankinga nabo zimbangi zethu. Utshele nokhanyile ayeke indaba kaNdlonzi ayingeni lana futhi ne constitution yethu aymfaki up until asjoyini
Hey ngoba amaxoki? Musa ukuhliphiza into esetshenzelwa kangaka. Cabanga nje uMkhonto from UK kuthini kuwe xoki laseShowe. Usudlile wena. Suka kulendawo okuyo,uhleli namaxoki akaGogo.
Ama spy ama agent ngeke alunge ayokhohlisa iDomu, amaphixiphixi, inyoka out out your Shit....sithi...woza Mkhonto usikhulule woza Mkhonto usikhulule 💚💚🖤❤
Breakdown cabanga nikhuluma naye ngoba wathi uyi mk. So lena kaNdlonzi ayngeni lana please senikhuluma lobu xoki benu ikakhulukazi wena Ngwane syakubuka
Ayi lobaba uxaphaza umkhonto Lo uyasindakelwa Lo kuphi la ehlala khona lohlama Lo asizile ukuzondlala sizosebenza la silwela izwi lethu la Uma yena ezodakwa la kuzofanele kuvele kucace ngaye
Lomuntfu enikhuluma ngaye could not be MKP member and we should denounce him. If he was a member he was to follow MKP code of conduct. If he wants to become MKP member he must align himself with all MK principles and behaviour...at the moment 'uluhlaza' and had a distructive tongue
No no unhlanhlathe ngamabomu..kuningi ngaye akukodwa..fakani inyoka endlini..n akaboniswa..akatshelwa okuwrong..uqale before kuvotwe..abanjn asebakhishwa kwiMK ngokwenza kabi
Noma nguanii onikwa imali wathi umsholozi akayithathe after that asebenzele umkhonto akukho lapho bezokumangalela khona ngoleyo Mali isuke ingumgunyathi impela mfoka mathenjwa musa ukusijikela esiswini njengotshwala usebenzile mfoka mathenjwa don't go back siyakudinga ku mkp
Probation and his behavior will determine his future but it's safely so for mkp to remove him and bared from portraying or even using our regalia until further notice.
Syabonga Godole nethimba lakho niwufeze Kahle wonke lomsebenzi bekungelula khona abaningi bethu balimele ngenxa yezinkulumo zakhe ezingakhi Kodwa sbonga ukuthi uyalibona iphutha lakhe👏👏
😊6
I like that women speaker, very articulative speaker. Survivor
Amen godole.nawe Sbuwu.okubalulekil ukulungiseka amaphutha sinawo .futhi sayakudinga ukulungiseka 🙏🏼
Gwaza MKHONTO ✊🏿✊🏿✊🏿💚💚💚 umkhonto uyozenzela.uyazenzelake uyakhipha uyafaka.iwona obona Abantu abafanelwe ukuba semkhontwenu.✊🏿✊🏿✊🏿💚💚💚 GWAZA MKHONTO
Ayikho into engayiphenduka umuntu odle imali .uzomthemba kanjani umuntu othengekayo .welele mina nje akahambe nje
Ngithanda lememba eseUK ngoba ifakazela ukuthi umkhonto ugwaza na overseas. Ngike ngavakashela e Austria ngafica ukuthi kugwaza umkhonto nakhona. Kumnandi ukuba yimemba yeqembu elihambisa inhlonipho phambili. AMANDLA
UGodole unobudoda obukhulu qhubeka Commander wakhe izwe💪
Awuuuuu Kanti usiphoxa kangaka nje ungowaseshowe Kanti la emlalazi ngakithi Thina sokufuna sikuthole Thina Uma kuthiwa usebenzela kwagogo wena
Godole🎉🎉🎉uyindoda Ngomane. Amandla mfana wami!!!. Siyaziqhenya ngawe singomama baseMzansi❤
Into eyodwa engiyithandayo ngiyazi ukuthi Umkhonto Wesizwe unamabutho anjengani Godole abakwaziyo ukushesha bayibambhe lento enje mina ngilwe Naya iminyaka e exile ngabantu abafana nalomfokazi akayedwa baningi abafana naye kodwa bazotholakala one by one.
Mkhonto ngowethu, breakdown wenza iphutha ngokugceka umkhonto ngendlela ebhedayo. Akabuye ekhaya ayeke ukubheda kwenja lo breakdown. Umkhonto siyawufela thina 😂😂😂❤
Bonginkosi musa ukufanisa uNdlozi noBreakdown, breakdown uphoxe uMkhonto efake iregalia yomkhonto, uNdlozi ukhuluma efake iregalia ye EFF, iqiniso nje ubreakdown uwrong, viva Godole vivaaaaaa💚🖤💚🖤✊🏽
Ngwane was right akekeme Kancane lomuntu
Mmmmmmmmm guys ngyanizwa koda nikhuluma nodwa lana iphekula leli nothi ngasho 🤞
Usebenzela umtolo lo uwomunye wababezele ukuya e phalamende
Ngyabonga Godole mana nje eqinisweni. Lana silungisa abantu bethu not abantu bamanye abmaqembu asnankinga nabo zimbangi zethu. Utshele nokhanyile ayeke indaba kaNdlonzi ayingeni lana futhi ne constitution yethu aymfaki up until asjoyini
Godole Mfowethu I salute you
Hhay booi niyasimeka kahle Nobaba naye lapho ekhina uzoziqhebya ngani madoda nezintombi zama m.k ngani
Angasimosheli umkhonto lowontu ongu breakdown..sifuna kubuye izwe..akathembeke emkhontweni..gwaza mkhonto.
Phambili mkhonto
Ufuna udumo lo breakdown lodoti ufuna usizo lwegqondo😂😂😂
Mpela nje akaphume ku mk yasphoxa
Ngiyabonga makhomanda sikhulisane sibuyisane zingane zakithi Gwaza Mkhonto Gwaza
UTHENGIWE AKADLALI UGOGO
Kahle kahle breakdown uyasdakelwa akahambe ahlukanr ngomkhonto asimcengi uthunyiwle noma engahamba umkhonto ujoyina abantu abaningi
Engathi inobuzayizayana nje lensizwa ewu Breakdown
Akabe imember yeMK..bt angakhulumi lutho kwi media specifically ngeMk..
Ýaa benzekahle kahle kakhulu discipline ibalulekile
Fuseg Breakdown Musa ukubukisa ngomkhonto ePMB ngeke siyimile leyonto yakho sohayiza sonke sabafazi phambi kwakho uyanya
Wa special bo lo breakdown wakhona ngokucabanga kwakhe
Lomathenjwa kdala ngimhubha emavidweni awenzayo .akangasavunyelwa emicimbini ye mk mebonakala ajahwe
Breakdown has no mkp card so it's difficult to reprimand him
Makakhishe ahambe
Ngicela ningihlanganisa nama commander ase Nongoma uma ekhona. Ngihlala kwaLindizwe, but ngitohoza eTown(Nongoma)
Weeeeeh kanti ukhuluma ngama phekula wodwa asemlalazi babefike Nombulazi bonke bayasihlupha kuma VD cela bhuti godole nibheke indlel abakhulum ngayo kuma platform plzzz
Leyonja idakiwe egxibha umkhonto
Cabanganje insizwa ekhuluma ngesisoka kanje bese ithengwa abacindezeli
Hey ngoba amaxoki?
Musa ukuhliphiza into esetshenzelwa kangaka.
Cabanga nje uMkhonto from UK kuthini kuwe xoki laseShowe.
Usudlile wena.
Suka kulendawo okuyo,uhleli namaxoki akaGogo.
ISAHLUKO SOKUQALA ESENHLONIPHO MANJE INHLONIPHO IYINDABUKO.❤
Ukhuluma aziphikise lomlisa.
Ama spy ama agent ngeke alunge ayokhohlisa iDomu, amaphixiphixi, inyoka out out your Shit....sithi...woza Mkhonto usikhulule woza Mkhonto usikhulule 💚💚🖤❤
Break Down phenduka mfowethu ngangikulandela kodwa usuku wakhuluma ngo-Floyd, wathi asimfuni ngavele ngaphuma kuwe.
Siyabonga Break Down ukuphenduka❤
Hey Baba ugodole engathi abantu abeza emkhontweni bayeke ukubona amathuba okuthi bangenza ngayo imali okubalulekile ukuthi sakha izwe kabusha akunkho okunye ma commanders please asibe mqondo munye womzabalazo ongadayisi umzabalazo womuntu omyama 💚💚🖤 VIVA MK
Breakdown cabanga nikhuluma naye ngoba wathi uyi mk. So lena kaNdlonzi ayngeni lana please senikhuluma lobu xoki benu ikakhulukazi wena Ngwane syakubuka
Godole uryte lomuntu aka delete lama video akhe finish
Atholakala kanjani ama membership cards. Ngise Primrose, Germiston. Since nga register last year online?
Momentum akawondile uzeakals njenge foreiner
Ayi lobaba uxaphaza umkhonto Lo uyasindakelwa Lo kuphi la ehlala khona lohlama Lo asizile ukuzondlala sizosebenza la silwela izwi lethu la Uma yena ezodakwa la kuzofanele kuvele kucace ngaye
NIYEZWA NEGAMA LAKHE BREAKDOWN UPHULA UMKHONTO UWULAHLELA PHANSI
Hey akulula ukushintsha iphara guy's Breakdown uskhotheni nje qha
Khululeka Godole siyaluzwa ulimi lwembuka bengiyizwa inkulumo ukuti akuyena umkhonto lo viva Nxamalala mk phambili NGO Godo🎉
Usuyabheda ke Ndlonzi aksiyona Mk
Exactly uNdlozi akasiyona iMK
Lomuntfu enikhuluma ngaye could not be MKP member and we should denounce him. If he was a member he was to follow MKP code of conduct. If he wants to become MKP member he must align himself with all MK principles and behaviour...at the moment 'uluhlaza' and had a distructive tongue
Angbonge nakwi mbokode ephawulile niqeqeshekile manje phakama Mkhonto
Xoshani inja ihambe kumkhonto wasjo uZuma wathi abanye bayathengwa.ukuzoxova umkhonto
Uma ibutho lisempini lilwa akumele kubekho omi ngemuva obagwazayo. Lendoda iyichilo emkhontweni.
No no unhlanhlathe ngamabomu..kuningi ngaye akukodwa..fakani inyoka endlini..n akaboniswa..akatshelwa okuwrong..uqale before kuvotwe..abanjn asebakhishwa kwiMK ngokwenza kabi
Noma nguanii onikwa imali wathi umsholozi akayithathe after that asebenzele umkhonto akukho lapho bezokumangalela khona ngoleyo Mali isuke ingumgunyathi impela mfoka mathenjwa musa ukusijikela esiswini njengotshwala usebenzile mfoka mathenjwa don't go back siyakudinga ku mkp
Is not possible breakdown must stop talking abt MKP if he took dirty cash from kwa Gogo. Breakdown must go join o gogo his dream Party😂😂😂❤
Akangaxisi akahambe bo lowo mkhovu wakwagogo
Sicela u Floyd abe strong njengo baba u Zuma vele usathane uphume umkhankaso naye ufuna ukubhidliza😢
Lana eshowe ziningi izimpis ezimbethe iskhumba semvu mn ngingowase showe ngyawuthanda umkhonto angincengwe mntu ngawo ngazijoinel mn ..bakhokhelwe futhi
Isizulu sithi Ifa leziwula lidliwa yizihlakaniphi
Aaaaaaaamandlaaaaaaaa comrades ❤❤️
Ngixakwa isiZulu sakhe sngisizwa kahle
Goole sebenza nkunzi endala uyibam he njalo kanjalo into eyodwa angeke plunge lo Breakdown wakhona lomkhonto ungu Mkhonto wesizwe awungeke uwe agendaba yalombhemi Amandla.
Its confusing
How sisi
U break Down uzifunela iskhundla nje kwi MK by demanding n it is wrong coz u destroyer into esiyakhe kanzima
Yes he is power hungry mk has a long way to go there are a lot of positions that are coming mk is still growing anyway he did that to himself
Aphi lama video a Breakdown sesiwezwe
Gwaza mkhonto gwazaaaa! Ngithanda umqondo ophusile owakhayo. Sonqoba simunye! Vimba Khanyile vimba.
Probation and his behavior will determine his future but it's safely so for mkp to remove him and bared from portraying or even using our regalia until further notice.
Hhayi Khanyile umfavour u breakdown ngoba e favour wena.
O Floyd bakhulume okubi ngonxamalala.bebengasiye umkhonto ,u breakdown yena abezishaya ilunga MK kodwa aphinde aligxeke.
Uthini weKhanyile asikuzwa.
Godolo ukhulile ngomqondo Bhuti 🤝
Why he didn't take mkp membership all along.
Akaxoshwe angavunyelwa ukujoyina umkhonto
Mfoka godole ikuphethe kanjani ì bz
Ukhuluma kahle macekeceke akangancengwa breakdown sdalo ubulala iqembu lomuntu finish amele sixake ngaye
Mmmmm ey nibaqaphele.ngamala.abantu.abazimpisi
Godole mfwethu nabobonke abofowethu nodadewethu abanolwazi ngendaba yama membership card siyacela kuphunywe umkhankaso wokulekelela abantu abafana nami abaningi abafisa ukuba namacard kuyicelo lokho
Heyi ngoba kwagogo bdicilela phansi yonke into nomakhelwane wamibese kuthiwa akabe okhansela wanqaba agadeni lamanqe ahlale evuleiphakethe an email yonke phela anezimayini ozamazamaa bed benza sengathi ababazi
Kancane kancane uyavuthwa ebuholini Khanyile.
Ngiyakuzwa mina. Inkunzi isematholeni ngempela Ngwane.
Lomuntu ugcinelweni ngempela kwi MK ngoba akawuthandi Umkhonto ufuna ukubona iMK ifadalala
Vivamkvivamsholozkvi vazumavi vazuma
Ngeke siyimele indaba yephixiphixi elifana no Tamatisi owajika wathi iMK eyakhe ebe engazi lutho njengayo lenyoka
Hhai akahambe lo kwi MK lo breakdown ofuna ukubulala iMK
Niyabona lento ayibalekelayo ubaba uZuma ukufaka umuntu ongenaso isipiliyoni ku position
Izonihlula lento bafana ngeyabantu ayinamnikazi😅😅😅😅
Awubagwaze Mkhonto wesizwe wabantu abansundu
Lobafo anoke nihlole isimo somqondo wakhe ngoba it like ekezwa kuthiwani kuye
Kade aqala before kuvotwe kusakhankaswa..benihamba nempisi egqoke iskhumba semvu.ngamuzwa kulendawo okwakungafikanga kuyo ubaba Zuma..waposta ehlekisa ngakho eth bantu balinde..Yes Nandi ilokho ehlekisa
Lo muntu akaqondanga yiforeiner leli lidlimali .ka ANC lomuntu
You talking sbout respect, but you call people amahlanya,
Why nize nimncenga..akaze abe MK,ukhona for ukuzohogela okwenzeka kwi Mk bese eyihlakaza.asimfuni..
Amathe azobuyela kwasifuba kuNdlozi Ake ongamfuni kuMKP impela kumele bonke abantu banikwe ithuba elifanayo. Uqinisile unalo ithuba lokuzibonkalisa ithuba likuyena.
Cha nami ngike ngathuka,kodwa ngavele ngacabanga u Ngizwe Mchunu ,naye wavele wajika singalindele, kodwa Kwa Zulu indoda ayilahlwa kalula, inde lendlela esiyihambayo,
Asimfuni akahambe thina silimele ezinhliziyweni kumanje sidla inhlupheko so abantu abasiyeke nestokfela sethu nomlilo wama phepha konke okwethu ikhona icompany ye GNU akazinze ngakhona☹️☹️
Asibonge nide nimbone kade sambona ukuthi ulwimi umlomo wakhe ugcwele indzondo ngaku Mkhonto yinyoka akaphume aphele section 29 ngesikhathi samabhulu
Ngwane ngyakuzw bt umuntu uyalibon phutha lakhe bese uyehla simlindil azehlis
Niyakubazi ngezithelo zabo, asibo bonke abathi mkhonto mkhonto abayongena,kuphela abenza intando
Kyasolisa ngathi uthengwe abakwagogo loBrackdown uzohliphiza nje
ngabe udle malini kanti kwa gogo enikwa ubani?