Respect.. the institution. Give Royalty the privacy and dignity it deserves... ❤The King is kind and harmless. You are not obliged to like him.. Respect Him.. He's Your King. Live with it. Bayede..UYINKOSI. YOUR MAJESTY.
bengithi mina uthathe isinqumo esikahle ukususa uma myeni ngoba ubeze ngokuaa nezingane ezingaka kanti amatshitshi ayokwenzani emhangeni usiphoxile isizwe ngo mam yeni
Susani lomuntu wancela isikhathi eside phansi kwesidwaba sikanina nyoko kude nasekhaya, kwawona amasiko his supposed to be safe guarding he does not know them
Spot on my leader. Isilo asinaso ngempela.
Saze sahlazeka siwu Zulu😭😭😭😭😭🙆🏿♀️🙆🏿♀️🙆🏿♀️🙆🏿♀️🙆🏿♀️
akakwazi ukusitshela lutho because uxakwe ilemfihlo yobutabane esivelile vele akayiyeke uzosiphoxa nje
Isilo u Misizulu asibekwanga u Buthelezi no Ramaphosa kodwa sabekwa isiko
Liphi isiko?
Nali isilo,isilo sizalwa unkosikazi olotsholwe isizwe.Okwesibili lonkosika kuba ozalwa ebukhosini. @lindokuhleande4139
Step father king,50percent Swazi and 50pecent zulu
Iliph isiko?
@sibongakonke Isilo ngokwesiko sizalwa intombi yasebukhosini.Okwesibili intombi ezozala isilo ilotsholwa isizwe.Lokhu kwalandelwa konke ku MaDlamini wase Swatini.Naloke isiko
ushaye kwezwakala sebengaphika nje ondlebe kazizwa. Yena lo mfoe ubulala uzulu isphoxi nje lesi. sidunguza ehlane singuZulu ngenxa yale stepfather 😢
Simakade sivikele🙌🏾🙌🏾🙌🏾
😂😂😂😂😂😂
Respect.. the institution. Give Royalty the privacy and dignity it deserves... ❤The King is kind and harmless. You are not obliged to like him.. Respect Him.. He's Your King. Live with it. Bayede..UYINKOSI. YOUR MAJESTY.
Njani baba bcos not everyone has access to the royals, this fello just said he doesn't live in south Africa ngokwemsebendzi
Ngoba sifunziwe yena njengo ukhozi fm lwalusifunza ukhuzani
Lomuntu uzomosha ngathi ngobuntu bethu thina mazulu lo uyaxova nje lodoti
@@kayak30 bubudom obo siyabonanathi okuright noku wrong
Inkosi eyi stepfather ngiyakuqala lokhu kwaZulu akaphume ziningi izinto ezivelayo ngaye ezibeka isizwe samaZulu ehlazweni
😂😂😂
Ngiyabonga Sisi ngokuyibhebhethekisa le video, ngiyabona impela, ibhebhethekisa okumlilo wequbula.... Isandla aedlula ikhanda dadewethu #umbusokagweva
Hhayi! Igadlile lensizwa.Nami kuningi engikuqhaphelayo okungalungile okwenziwa yinkosi yethu.
uMisuZulu akasiyo inkosi, udoti nje
Siyakuzwa ukuthi ubufisa athini kodwa Siyabonga ukuthi Lwazi lowlands yingakho engashongo lutho!!!!
Indodakusuka ayi nami ngivele ngajabha🤭
awucabange isilo sonke sishade umama wengane yami 😂😂
😂
😂😂😂😂
Ngeke aphume wabekwa ngokusemthethweni,loyo sinakde wakho wengangeni ngani uma ederseva cha ulate neminyezane yakho uMisu Zulu usesihlalweni uSimakade loyo ulinde imilibe ngeke angene uzalwa umabani.Noma angalinda uMisuZulu unesitifikethi.Noma uyabheda ubheda nesitikethi akuyona ipolitiki lena mabengaskuni uyakhishwa.Wena usesayidini likaSimakade.Thina sihamba noMisuZulu kaZwelithini .Isimakade samakhosi sakho ngeke sihlale esihlalweni siyolinda ebhentshini kuze kubuye indodana yomuntu-uJesu.Wena thana uyafisa Kuzolunga Ungasoli uShenge ngokwenzeka yena uMdlokombane loyo kaphoqwanga ukuganwa eSazwini ,wemyisaphi uMisuZulu eMelika manje akazi ngesikompilo lakaZulu.UMisuZulu owethu Ngeke ehle esihlalweni ngeke..
.
Akazo lutho ngo Zulu umlando wona akazo lutho ngasho ukuthi lo akasona isilo samaZULU lo
Badakiwe aksiyo politiki leh, amakhosi yiwo agcoba izilo
Into angayazi lomjita ukuthi iiNkosi iyazalwa ayivotelwa njengo president wepolitiki ongamkhipha noba nini, into funeka yenze kuphela yeyokuthi iSilo masilulekwe Sithole abantu abazoyoluleka kahle nangokuziphatha ma uyiSilo kuphela
Nje akujiki,ushaye khona step father king elahle beautiful wife kaMayisela with blood kids
Akuyona ipolitiki lena lapho okuwukhipha faka khona senajwayela ipoloki,Isilo sona singanawo amaphutha kumele kugxikwe ekutheni siwayeke,hayi ukuzositshela ukuthi asiphume sikhoshwe uwena uwubani nje wena,uzosidelela usitshela ukuthi ufundile wena ufundeleni uzosibiza ngo-zero,uwunamba bani wena
Isilo esesizwe uma sibheda as iphume ngempela futhi
Lafa elihle kakhulu nokungebani sekuvele kuphefuze nje. Lonana okhuluma la uyabheda yingakho nje kukhuluma ngesilo saseMgungandlovu. Yini yona leyo uMgungandlovu kodwa uthi uyazi.
Lesi sithunzi okhuluma ngaso siqedwa ngabantu abanjengawe nje abakhuluma ngezinto abangazazi njengawr nje.
Nonke nina bantu bakaSmakade niyafana nihhema ngendlela efanayo. Ulokhu ukhuluma ngesingisi okungathi ifuna isingisi lento kanti akunjalo. Lezi zizwe othi ziyahleka zihleka ngoba kunabantu abanjengawe nje abavele baye kusocial media beyokhuluma ngento engadingi social media. Kodwa-ke nonke nina ninje.
Ake ngiksize muntu ongazi ozitshela ukuthi uyazi ngoba ethi wenza i-research ngoba uncwadile. Inkosi ayikhonjwa inkosi iyazalwa. I-research yakho ibangisa amahloni.
Kuningi oksafanele ukufunde kodwa-ke ngeke ysafunda ngoba yonke into oyoyithola uyobe ufuna ukuthi ihambisane nalensambatheka okhuluma ngayo.
Okokugcina ukuya enyuvesi akudho ukuthi sewazi yonke into. Kanti-ke ukukhulangengqondo kunokhula ngestifiketi.
How can you become a step father very big shame
King is chocolate box lover he just want women to cover his sexuality
Uyaziveza ukth uyihlathi Akazi lutho nangomlando Mhlambe ubedakwe amadrugs
Ngizwe engathi sizodiliza okuthi nkatha sizofaka okuthi mk
Hayi ngempela khona sekufuneka ashenxe uhlulekile. Sezizinengi izigigaba esezenzekile ezidicelela isithunzi sethu singuzulu wonkana.
Ngisho kuthiwa ke asithokozanga ngendlela okwenzeke ngakhona iznto, kodwa mina ngicela ukubuza ukuthi Isilo samabandla saqalanini ukuthi sifane sibizwe nje ngegama esidlangalaleni? Amazulu agisizwe esihloniphayo futhi esihlonophekile nvisho kune zinkinga. Okusha lokhu engikuzwa lapha ukuthi Isilo sigagulwe ngegama!
Kanti yiqiniso ngempela yini ukuthi isilo siyinkonkoni?,uma kunjalo phela kusobala ukuthi kuzofanele makehlele ngezansi kulesosihlalo thina ndlu kaZulu asinakukwazi ukuphathwa yinkonkoni thina sizinsizwa nsiii,kuzomele makugcotshwe ngokusemthethweni ubaba isilo uSimakadesamakhosi kaZwelithini Bayede.
Uhlulwa isihlalo or ukuhlela omama besizwe 🤔🤔
Uwena muntu asikhulumi ngepoliki la , yingakho ukhulume kanje .thula musa ukhuluma umbhedo uyishayo ukhuluma udoti.
Akaphume lona uyasiphoxa siwu Zulu kuningi okubi okuvelayo ngaye ngempela siyamdinga USIMAKADE hayi lomhlola bakithi siyihlazo ezweni lonke
Mina ngangishishilo kwasekuqaleni uZulu uyalahleka manje uma ethatha inzalo yaseswazini eziybeka ebukhosini! 2 ushenge Kade Wana ngumdayisi kusukela esasekwi ANC
Vukani Sizwe sakithi!!!!
Kade babefuna akusiyo into yamanje. Bayakhohlwa ukuthi isihlalo seSilo asivotelwa. It doesn’t need their opinions. Noma ngabe iSilo siyazikakela kodwa isihlalo sithi yena. Bayeeeeeede Ndabezitha
Phela siholelwa ngemali yethu leSilo esiwustepfather wamavezandlebe nomabuyemendweni owumfazi waso noma umjendevu asazi
Asazi ngoba nalaba abafuna ungena nabo asibafuni😂
Mfethu walikhuluma iqiniso elihlale lingihlupha ukulukhuluma kusuka ngosuku lomcimbi waseSandlwana. Ngangiyibheke usuku lonke leyankulumo isilo sehlulwa even ukukhuluma ngomlando wakubo kwaZulu ngaloluyasuku kwakhuluma upremier uNtuli iskhathi eside ethi izinto izinto eziningi nezikhungethe iprovince nezwe lonkana nakakhulu ngomlando wayendlala yonke inkulumo kanye nenkosi u hiliza eyayiphakamisa isilo wawubeka kahle umlando isilo okwakumele sijoyine lapho sehluleka sancama. Sathatha 10 minutes wonke sibingelela umuntu ngamunye sase sikhuluma inkulumo engu5 minutes kwabe sesiqedile inkulumo yosuku cabanga njalo kunezihambeli ezisuka koGoli, eKapa, South Africa yonkana nabasuka emazweni ase Africa bezolalela usingaye bese isilo senze leyanto ewukuboza okunjeyana sibeke izaba ezingekho. UMisuzulu isikhundla siyamehlula lokho sengibone esikhathini esiningi, wehlulwa even ukukhuluma nje nabantu elokhu ethi bantu bakababa kuze kuphele isikhathi. Ukukhuluma isizulu kumehlula ngisho ekufunda phansi ebhalelwe. Ngaleliyalanga ngazibuza ukuthi kungani engaqashi abantu abangosolwazi mlando ukuze bamxoxele ngawo ukuze ezofunda into ayizi ukuba izikhundla zezimali axoshe abantu kungesidingo. Sehlelwe okukhulu singuzulu nanje ngisababaza nvesilo esikhona noShenge naye ngabe usebona ngenye indlela manje. Uqisile ubhuti isilo asishintshe ukwenza lokhu angikusho kabi kodwa ngikhazekile ngikwaNongoma.
Kahleni bo ngomntwana wakawPhindangene akabekanga nkosi inzondo kaButhelezi yini kodwa nilokhu niphatha igama lomuntu omdala esaziphumelela.Yisona isilo esingezwa.😮
Uthi umtwana uSmakade ulindile,uyadlala,ngeke abunuke ubukhosi,akusibo obakhe.Wena Othi ulindile,thina somshaya nge WILL yeSilo sethu uMisuzulu noma ningathini,ubukhosi obeSilo lesi.
Mfe2 lomuntu akasona isilo wabuntshontshelwa lo ubukhosi ngoba ugatsha eceme naye yingakho afa nje ugatsha nalento eyakwazi ukumithisa ucc wayo
Ngangijabula kugcotshwa isilo, kodwa ngadumala ngezinto engizizwa ngaso, manje sengishintshe umqondo. Manje sengihamba noSmakade njengesilo sethu.
akasuke vele uMangosuthu owasixhaphazayo ngalomuntu mxxxxxxxm fuuuuuuusekiiiiiii akasuke eshlalweni
Ay khona why ahlazi ehamba nomfazi indlela ambatha ngayo iniga Uganda nekhanda uthatha omama bezingane zamanye amadoda inkosi igcwele ayilali nentombi ekeyalala nomfokazana Uma ekhuluma I soft ziyasihleka izizwe la ngisebenza khona bathi hhay amazulu awanj3 marake asazi
bengithi mina uthathe isinqumo esikahle ukususa uma myeni ngoba ubeze ngokuaa nezingane ezingaka kanti amatshitshi ayokwenzani emhangeni usiphoxile isizwe ngo mam yeni
Indlunkulu Ike yati mayoawula isihlalo singcwele futi siyapefumula bati njengamanj siyangcoliseka asisenabo ubungcwele nokuhlonipheka
ISilo sabekwa ngokomthetho, therefore angeke Isilo sehle esihlalweni ngale social media yenu. Wena okhuluma usiqhoshele ngemfundo namajazi akho, wazi kakhulu zama-ke usehlise phela iSilo esihlalweni saso.
Hekanini amandla omntwana wakwaPhindangene..nami sengiphelelwe ithemba..lafa elihle kakhulu..
Yabona imperative uma uxegelwa uziphu ngeke ulunge kulesihlalo sasihlala amaqhawe akwaZulu oShaka noDingane izinto ezazikhaliphe ngempela ngokomqondo zingenendaba nabafazi
Zulu omnyama ondlela zimhlophe kahleni bo. Konke kuhamba ngohlelo bakwethu. Musa ukweqhatha amazinyane eSilo.
Wenambuka ukhuluma into engeke yenzeke iNgonyama ayiyindawo ngoba usuthena akusona iSilo ibambe lapho
Ngeke aphume akulona iPolotik
Bafethu siyacela nani enifaka lezizinto zezinkulumo ezingasile zingafakwa lana yazi siyakhathazeka njengoZulu ngoba lamambuka ayasenyanyisa buka kumanje ungumZulu kodwa ukhuluma o abandened lo ake nifunde ukuhlonipha wawungeke ukhulume kanje kuShaka nakuMdlokombane akasazi nesizulu khulum into engekho umgungundlova yini le
Kunjalo nje uyinkinga ubhuti misuzulu akasuke esihlalweni samakhosi uyehlise isithuzi iNdlunkulu kazulu
Nihlazwa yini? Niyaphapha nithanda izindaba, yini le eseniyazi Nina bondaba isizwe esingayazi? Niyofa ngidliwe amanqe nonke enikhuluma Kabi ngeSilo ngyaniqalekisa ksuka manje ngoba shuth aninama phutha Nina.
Nikhuluma umbhedo ngoba nithi nifundile kokwasentshona langa bese nibuya nizosibhedela la inkosi iyazalwa ayibekwa owokuqala lokho 2 inkosi ayidleli phansi 3akuhambi umathandana ebukhosini nenza ingathi nesilo rsakhothama kwakumnandi yona indlukulu yayimlisa ngoba sekukuhle kini manje,kwasona silo rsakhothama sabekwa nguye ushenge , musani ukulwawula ngemfundo yenu anithunywanga yithi
Mapholoba hoza nazo
Inhliziyo idla ekuthandayo iSilo sishada ontanga yaso nifuna ayokhetha izingane abashana yekani ungumuntu naye
Uzofundisa ini coz akazilutho ngomlando wakwaZulu lomuntu ulibele abafazi Kodwa isizwe sibhekene nezinlinga eziningi.
..wesiyazi..uzthwesa izaqheqhe ..wawthuleleni ubuthuleleni ..usuvele ubhidilisha ne nglishana sfanakalo....hambuyovula iskole sasebsuku
A leader leads a nation,now who is the king keading if his nation doesnt exist?😂simple question?mina ngiwu Ntuli kodwa akuhambi kahle!
Isilo syaphambuka kokunye but wena ukhulumela uSmakade ayikho lento yokuthi ukhulumela uZulu wonkana
Akakwazinokukhulma isizulu . Ngimuzwe ehluleka ukubiza iNdondakusuka . Yena uthi iNdodakusuka .
Akaphume asimudingi manje si ryt ngaye
Nithanda ukuphawula izinto eningazazi
Awuyitsheli ngani wena intsha nje ngoba isibhukuda etshwaleni yini abazoyizwa bedakiwe akulungiswe indaba yotshwala kuqala avalwe amabotle sitolo isizwe siphelile ngotshwala into oyishoyo wena ngesiloawazi litho mfo mana kancane
Asinayo inkosi thina siwu Zulu. Akaphindele kubo koMalume bakhe eSwaziland lapho akhulele khona😂😂😂unomqondo wamaSwati lo Misuzulu
Selokhu kwathi nhlo angikaze ngizwe kukhulunywa ngamaqhawe ezinye izizwe afela izwe esandlwana kuye kubekwe umnyamana kangqenkelele kuphela kodwa umlando ogcwele uyakucacisa ukuthi amabutho ayehlukaniswe kabili bebabili ondunankulu umnyamana kanye nosihayo ababehola amabutho kodwa cha akavezwa usihayo okungelakhe ibutho elalihamba phambili futhi elalinamandla ukwedlula elinye ibutho angikaze ngibone uzulu ebancoma abasemaqungebeni lento imbi nizithunaze ezinye izizwe ezabangamadela ukufa kube sengathi nazizamela nje ma senidla izithelo zokuvuna kwenu
Nami ngithukile adlala ngethuba eyodelela isandlwana udicilela phantsi uzulu
Manje kwawena usasikhulumela isilungu sikuzwe kanjani
Amakhosi wonkeamazulu wahlangane akhiphe lomuntu
Angiyizwa lento yokuthi makunamaphutha akakhishwe kufakwe ubani yena ngeke abenalo yini iphutha ngiyalholelwa ukuthi akuzanywe ukuthi elungiswe asikho isilo esingenaphutha futhi esingcwele ngoba umuntu
Isibonelo uShaka wenza amaningi amaphutha kodwa akushiwongo ukuthi akaphume kufakwe bani musani ukweqhatha bekulungile manivele ngamadlebe laphana ebukhosini engathi senithanda ukugamanxa😢😢
mini nje umisuzulu angizoze ngabiza nge silo umisuzulu umntwana wasendlunkulu ikhona ingonyama engikhuleka kuyo uzondamagwala
No bafowethu makune phetha sicela sizifihle ezinyi zinto sizikhulu mele emasithe umuntu yafundiswa futhi uyakhuliswa futhi uyaboniswa ayihlale phansi bambe umthotho sonke amaphutha sinawo
Cha nsizwayyakithi uyichaze kahle
Lokho ukufundisa isizwe akusiwo umsebenzi wesilo kodwa isilo sinoNdunankulu nakhona ukubiza isilo ngegama unamanga wena nifaka lokufundakwenu okungasile awusiyeke wena uyahlanya
Akayindawo khohlwani
Kulindwe Bani akuhlangane amakhosi kukhulunywe kulindweni
Nikhumbule kuthi akuyona ipolitiki le enathi phuma Mbheki,phuma Zuma
Khiphani lomuntu
Isizulu sthi indlela ubuzwa kabaphambili anikwazi ukuthi Nithi Nina niwuna ushitsha into enifice ikhona
Ufuna ahole izwe ngedlela yakho awuxoxele umdeni wakho lokho
Nifunde kakhulu kodwa inhlonipho aninayo, gxekani ngenhlonipho nangokwakha
Nazini nina bafanyana khuluma izintho eningazazi 👎👎👎
Kwaze kwanzima...
Udakiwe nsizwa ayikho lento yakho, Thula ngoba uyabheda.
Susani lomuntu wancela isikhathi eside phansi kwesidwaba sikanina nyoko kude nasekhaya, kwawona amasiko his supposed to be safe guarding he does not know them
Ngikholelwa ekutheni abaluleki bamluleka kahle, inkinga uyena ongezwa.
Hayi indlulamithi hayi bandla
I njalo into engasiyo yakho iyohlezi inetihibe .
Siholelwe ophathe ngumtwana la Phindangeni
Isilo esethi bakith
Lento esalala nomama bezingane zethu🤣🤣🤣..mxm isthuphethu lento🚮🤣🤣🤣
Uyiso isilo hhayi ukuthi uthi simbiza ngesilo
...yeka ukzama inglish nsizwa ...awsazi yin iszulu
Bayaphapha abantu
Hhey akaphume lomuntu
Uyagula lomfo. Isilo sidinga ukwalulekwa la siphambuka khona. Isilo asivotelwa,sinelungelo elithile elingaphathelene nokuthi sikwazi kangakanani ukukhuluma noma ukwenza izinto.Akudingeki CV la.
Sikhona isilo smakade zulu
Indlu yegagu iyanetha...
Usimakade akathathe indawo yakhe ushenge wayehlangene no Ramaphosa bezobulala uzulu wonke umuntu uyakhala ngesilo esikhona manje nami ngingomunye okhalayo kodwa mina vele ngayibuka ekuqaleni lento ukuthi ayizukufika ndawo ehlulwa umlando wakubo kuthiwe inkosi kahleni inkinga nifuna ukuvika nento eniyibonayo ukuthi ayikho
Bayoqhubeka bamvikele noma eseletha i alphabet gand izoba uNdlunkulu
Izwe lobabamkhulu elafelwa amadoda
Bhuti iqiniso lelo
Umtwana bandla akazi lutho ngemvelaphi yakhe namasiko akarhole umeluleki
Akaphume lo uyabheda shame