Inkosi yamaNazaretha uPhakama Shembe ubenikeza umfana kaBaba uNyathikazi umjiva

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 23

  • @macigwanemchunu6288
    @macigwanemchunu6288 5 ปีที่แล้ว +10

    angikhohlwa ebhayiza eza ebuhleni lonkosana uPhakama kusekhona umkhulu inyanga yezulu ,ngoba uyalushaya udaka brother ,ungaliphe uphinde sesihlushwe kakhulu ,uyowthola umpetshisi asifuni lutho ngalowamuzi ongcwele awehlelanga amapara kodwa ungowabakhethiweyo

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngiyamthanda ubaba ngoba uyabathanda abomndeni wakubo Ameni

  • @mfundomasondo7627
    @mfundomasondo7627 5 ปีที่แล้ว +8

    lento kaPhakama iwumbhedo yazi ngiyaye ngidabukele nezintshebe impela ezimlandelayo

  • @donaldndlovu3203
    @donaldndlovu3203 ปีที่แล้ว +1

    Where to find inkosi phakana in JHB

  • @ntandombulazi6514
    @ntandombulazi6514 ปีที่แล้ว +1

    😹😹Au umusiiiiihhhh wabanazzzaa uban vele lo.

  • @donaldndlovu3203
    @donaldndlovu3203 ปีที่แล้ว

    Hi where to find this church around Gauteng

    • @missttt9586
      @missttt9586 11 หลายเดือนก่อน

      Doornfontein

  • @sibonisokhumalo3271
    @sibonisokhumalo3271 2 ปีที่แล้ว

    😂😂😂😂 ngoba madoda emhlabeni

  • @sinothilengema2547
    @sinothilengema2547 3 ปีที่แล้ว

    🤣🤣🤣

  • @bonginkosimahaye1839
    @bonginkosimahaye1839 5 ปีที่แล้ว +5

    uBaba uPhakama ubuhlanganisa kanjani ubuNazaretha, uma egcoba izingane zakubo ezenza abaholi egameni lokungenwa umoya wokushumayela. uThingo lwathi ayinamngani lento. ukuthi ungowakwaShembe akusho ukuthi unogcobo lokuhola abantu, munye omiselwe lokho, ukhethwe ezulwini, akusuwePhakama.
    Labantu abakulandelayo angibaboni banecala, ngoba bahluphekile, bakholwa noma ngabe yini. kodwa imiphefumulo yabo edukile, ngomhlawokuphela iyobuzwa esandleni sakho ndoda. Ibuhlungu lento oyenza ebazalini bethu, ubafaka ehlathini.

  • @phumelelemonica9142
    @phumelelemonica9142 3 ปีที่แล้ว

    Hhh

  • @nathiengcobo9996
    @nathiengcobo9996 4 ปีที่แล้ว +2

    Lomthaka lol

  • @phakamashembe6281
    @phakamashembe6281 6 ปีที่แล้ว +3

    Ninga Ngisoli Mina Izingane Zabefundisi Balelibandla Neza Bakhokheli Bebandla Beza Manazaretha. Nezakwa Shembe Ezingenwa Umoya Woku Shumayela ngiyazihlonipha Ngoba Unzima Lomoya Mina Inkosi U Thingo Yangu Support Kakhulu Mangingenwa Ulomoya Ngicela Bonke Abanomoya Wokusiza Abantu Mabefisa Ngibabusise Ayikho Inkinga noma Bengebona aba kwa Shembe Ngesibongo Ngibaso Isibusiso Ngoba ngiyithambi Lo Mprofethi Ngiyabonga Ngicela Ningangxeki .

    • @senzomalusi7210
      @senzomalusi7210 5 ปีที่แล้ว +2

      awbon kodwa ukuthi uyafosa

    • @buhlempofana9977
      @buhlempofana9977 5 ปีที่แล้ว +2

      Ngike ngidabuke nje uma ngibuka lezinto ezifakwa la ebusweni bomhlaba eziyiziphosiso zangabomu.
      Ngikhuluma ngamapost kababa uPhakama Shembe nokukhonzwa kwakhe ekhulekelwa ebizwa ngeNkosi yamaKhosi bembiza ngoShembe
      Ubaba uPhakama Shembe noma bengamkhonza akanaZulu ayobafaka kulo labantu baShembe abadukisayo, ngoba akanaZulu iZulu elikaShembe iNkosi yasEKuphakameni.
      Kungenwa kulo ngokuthanda kwakhe uShembe.
      Uthi izinto ezenzeka EKuphakameni ziyisilinganiso sazo zonke izinto ezenzeka ngokupheleleyo eZulwini.
      Uthi uShembe abaphuma lapha EKuphakameni naseZulwini basuke bekhishiwe.
      Sifanelwe ukuzihlupha sifune uShembe ngeqiniso sizame ukuzisondeza kuNkulunkulu wasEKuphakameni owasilethela iZulu emhlabeni ngoba ikhona iNkosi EKuphakameni.
      UShembe uyedwa.
      Angazi noma uyabatshela yini ubaba uPhakama abakhonzi bakhe ukuthi kuthe esegula sekumqinisile ukugula wafika la EKuPhakameni eNkosini ekhona EKuPhakameni iNkosi INcoyincoyi, esebambekile weza kuShembe.
      Uthe uma efika iNkosi yathi akanikwe isihlalo yathi angithi nawe uyiNkosi qhwakela.
      Akazange avume kwamsinda kakhulu lokho wenqaba ngoba wayeseseqinisweni esephambi kukaShembe.
      Yonke lemigilingwane ayenzayo ecekela phansi isithunzi sebandla laManazaretha negama leNkosi yaphela nya.
      Kwaba uyena noShembe eseguqile ekhothamele isihlalo sobuKhosi beqiniso ubuKhosi baseZulwini.
      Wacela iNkosi imsindise washo yena ngomlomo wakhe ukuthi yena akasiyo iNkosi ngeke ahlale kanye neNkosi esihlalweni yena uwuChef uyapheka yena konke akwenzayo usuke ezizamela imali akahlangene yena nendaba yokukholwa.
      Wabala wabala.
      UShembe wamsindisa waphila ngegama leNkosi iNcoyincoyi.
      Namhlanje ngiyadumala ukuthi uphindele kuyona lento yokuganga ngomsebenzi kaShembe akayekile namanje ukukhohlisa abantu.
      Abantu baShembe laba adlala ngabo ngiyafisa ngelinye ilanga labantu bambone uShembe bayeke lento abayenziswa ubaba uPhakama inyama isahlangene nomphefumulo.
      Angeke sande kakhulu kdwa sithi izophela yonke lento uShembe munye iNkosi yasEKuphakameni INyoni Emhlophe ukuzigcwala kwaPhumuz'amaphiko.
      Sithuli siyabuka

  • @user-ou5yp8oe1p
    @user-ou5yp8oe1p 7 หลายเดือนก่อน

    Shembana 🤣🤣

  • @londintuli4635
    @londintuli4635 11 หลายเดือนก่อน

    Aybo sizani bo kant mangak amakhosi amanazaretha yin ngath yonke lento yobunazaretha ingumsangano nje

    • @Phumlani_Mncube
      @Phumlani_Mncube 8 หลายเดือนก่อน +1

      Iyodwa uNyazilwezulu kuphela laba abanye bazifunela imali nje kubantu abahluphekile.

  • @nathiengcobo9996
    @nathiengcobo9996 4 ปีที่แล้ว

    Manje naye ufaka izicathulo njengawe,ube uzibiza ngenkosi.

    • @sdushandumiso9369
      @sdushandumiso9369 4 ปีที่แล้ว +1

      Ai ubunazaretha kugangiwe ngabo lapha uyaz umuntu uyazibona naye ukuthi wenza into eyedusayo kpda uyaqhubeka angisho ukuthi ngithini koda olwethu unyazi