UKUPHUPHA UMUNTU OTHAKATHA WENA

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 27 พ.ย. 2024
  • KUSHO NCAZELO YINI LOKHU NA

ความคิดเห็น • 130

  • @rooimtshweni3467
    @rooimtshweni3467 7 หลายเดือนก่อน +2

    Amen.. I love the fact that you are preaching and spreading love.. Nanoma kukubi, silwa nenimoya!!.. Masinikezeni konke ku Nkulunkulu and to our ancestors to fight for us, and God give them power to protect us.. Asiziphindiseli!

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 2 ปีที่แล้ว +8

    I love your sessions... You're so insightful and you incite a love in me deeper than you realize for what my journey will bring and the Purpose of living ❤️😍💞🕯️🕯️🕯️🙏

  • @gugumbatha1496
    @gugumbatha1496 2 ปีที่แล้ว +1

    Ayi uyibeke kahle cc Hle nawuthi sifisele abanye okuhle khona nathi sophumelela mpilweni.. God bless you. Ngicela kubuza if uphupha usemshadweni uthi sabheke lokho kube ngathi umakoti siyamvalelisa njengo muntu esithi uyakwakhe emzini kodwa athi angafika gathini agijime njengomuntu balekayo simangale ke sisaxakeke njalo kube ngathi ngi hug ugogo wami kodwa uyaphila yena umuntu omunye egimbone kulephupho umama ongasekho kodwa yena angasakhumbuli ubethini kimi.. Ngabe lephupho lichazani cc Hle.. Nokuziphupha ukwa Shembe ukhonza kodwa ningekho esigangeni kube ngathi nisendlini kodwa wena muntu wesifazane uhlezi lana kunamadoda khona wona aqoke lezimpehla zakwa Shembe futhi kuvulwa ngisho verse ku bible

  • @kamvamhlongo8628
    @kamvamhlongo8628 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga THOKOZA 👏👏 GOGO
    MINA NJE NGAPHUPHA LO CC BESIXOXA NAYE EVERYTHING N SI SPENDA SKHATH NDAWONYE AI NGAPHUPHA ENGIDUNUSELA KUVELE NGISHO NOBUNTU BAKHE NJENGO BUNJALO EMVA KWALOKHO NGAHLEHLA KUYENA KUZE KUBE INAMHLANJE AKAZE ANGIBUZE KUTH KWENZEKAN NAMI FUT NGIZTHULELE NAYE WAVELE WATHULA NJE TUUUH.

  • @phumiegs5198
    @phumiegs5198 2 ปีที่แล้ว +2

    Power 🤝nkosazana syabonga kakhulu ukhipha iqiniso lodwa ngomlomo wakho❤❤

  • @nomusabuthelezi6281
    @nomusabuthelezi6281 2 หลายเดือนก่อน

    Amen wakhuluma kahle,ngyayesaba nam lena yokuthi induku zibuya ngezingane zakho.

  • @keselinabhembe2921
    @keselinabhembe2921 2 ปีที่แล้ว +1

    Gogo Hlengiwe. Ngiphuphe udade engidonsela emanzini ancolile. Kodwa ngakwazi ukuphefumula khona ngaphansi kwalawomanzi
    Wangishiya khona lapho. Ngasale ngaphuma.Wathi ubheka emuva wa
    ngibona ngihamba emgwaqeni. Wabaleka.

  • @khumalonomasonto556
    @khumalonomasonto556 2 ปีที่แล้ว +2

    Thanks so much for this video ave kunzima ukukhulula inhliziyo uma umuntu sewumbonile eganga I pray umdali angiphe leyonhliziyo

  • @nellylinah4164
    @nellylinah4164 2 ปีที่แล้ว +4

    Ngibingelele Gogo Mbotho,ngibonge ngezifundiso engizitholayo kuwe;angazi ngingachaza ngithini,ngoba uma kukhona ividio eqondene nami ngqo kuzoba khona umoya ovele uthi bheka uGogo Mbotho ku-youtube vele ngizothola okubhekene nami kuyangethusa ukubona indlela abantu abadala abasebenza ngayo and ngithola izincazelo ezi-clear azidingi ruler,kuba ngathi uhleli nami phansi uyangichazela as for wanamuhla onke.ngyabonga Gogo ngifisa ukuba namandla ngelinye ilanga ngibonge,makwande Gogo🙏

  • @thembisilenkosi9353
    @thembisilenkosi9353 ปีที่แล้ว

    Siyabonga nkosazane umdali nabakini basigcinele wene, ngizoqhubeka ngikhulekise umndeni wami kulesosimo samaphupho okugadlana 🙇🏾‍♀️

  • @HlengiweShezi-s7b
    @HlengiweShezi-s7b 8 หลายเดือนก่อน

    Syabonga cc mn ngatshengiswa ngisho ukhamba la iphehla khona eval izinto zeth lwachitheka kwaphum uketshez olbomvu😢😢

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 2 ปีที่แล้ว

    Amen gogo ngathi ukhuluma nami ngithakathwa makhelwane idlozi lami lingivezela konke ephupheni uMdali yangivikela nomntanami lapho ngiyambingelela ngathi angazi lutho angimzondi ngiyamkhulekela ashintshe angibalaleli abathi angimcuphe

  • @wendymkhabela1980
    @wendymkhabela1980 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabonga gogo, mine ngaphupha makhelwane wami ahlanyela into ethize emva kwendlu and ngambona yena nalapho efaka khona

  • @sanelisiwehlongwa7059
    @sanelisiwehlongwa7059 2 ปีที่แล้ว

    Syabonga sisi. Yey abelaphi balibulele izwe... There is nothing else abakhuluma ngazo ngaphandle kwezibambelelo nezngcabo zamadoda sisale skhamsile... Waze wangvuselela emoyeni sisi, ngyabonga kakhulu.

  • @Vuvu329
    @Vuvu329 8 หลายเดือนก่อน

    Haw kodwa gogo awuve uhlala enqondweni yethu,yaz ushaya khona Amen salukazi 🙏

  • @PreciousSibanda-d1p
    @PreciousSibanda-d1p 11 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga mina izolo ngiphuphe ngipheka ma ngipheka laphaya ngihleli nobaba wengani nengani yami ma ngibheka endleni esihamba ngayo ngibona umuntu ongumama elele endleleni ma bembuza ukuthi why ulala endleleni uthi ulambile ma ngithi ngiyamphakela laphaya kwaza eyinyi nto eneyinyawo eziningi yahlala ekhanda lami yathi ucabanga ukuthi ngifunu kudla chaa angifuni kudla ngithunywe wu aunt wakho ngayishaya leyanto kakhulu 😢😢

  • @sibusisobohlela9868
    @sibusisobohlela9868 2 ปีที่แล้ว

    Syabonga maMboTho 🙌🙌 kwande my cc kwande

  • @princessngwenya2164
    @princessngwenya2164 5 หลายเดือนก่อน

    Siphinde sibonge mam'Mbotho wakhuluma Kahle kwezwakala. Kwande.🙏

  • @bonga4929
    @bonga4929 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga dadewethu !

  • @zamamchunu8689
    @zamamchunu8689 4 หลายเดือนก่อน

    ......... Ave ngikuthanda........Amen

  • @sibonisomthombeni6651
    @sibonisomthombeni6651 2 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele MaMbotho,... aih cha uyasakha bo yeyy...siyabonga kwande.

  • @nthabiannah1392
    @nthabiannah1392 2 ปีที่แล้ว +13

    Another dream, I saw the whole sky turn into fire and when I am listening I hear a voice tell's me that that fire will destroy the world but what surprised me in that dream the shows me the new Jerusalem and people

  • @nhlanhlalucky4243
    @nhlanhlalucky4243 2 ปีที่แล้ว

    Gogo Hlengy Hlengy uvele uchaze wonke lamaphupho engiwaphuphayo

  • @CleverFana
    @CleverFana 3 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga sis hle

  • @skhumbuzomkhize7474
    @skhumbuzomkhize7474 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza gogo ..kuchazani ukuphupha uphesheya kwezilwandle

  • @ModiseDavidMahlelehlele
    @ModiseDavidMahlelehlele 3 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga 🙏🙏🙏

  • @nokukhanyamramba5989
    @nokukhanyamramba5989 2 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga Gogo, you really do a great job.

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ngemfundiso zakho

  • @fundisiwemaureenthwala3382
    @fundisiwemaureenthwala3382 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mama ngicela ukubuza uma uphuphe izintwala ngaphambili kusho ukuthini. Ngoba ubaba wakwami uphuphe zimuhamba.

  • @qodigumde1771
    @qodigumde1771 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngyavuma 100% mina ngaphupha umuntu wesifazane efika ekhaya ngamnyanya nje ephusheni wangasho ukuthi uzofunani wahlala nje kusofa ngacikeka nje, uthe esuka wathi seyahamba angimkhaphe wafika esangweni wathi ungisisa into ekhanda lami ngathi awuthi ngibuke lento oyiphethe ngafica esandleni sakhe ephethe izinwele zami. Yey into engamshaya yona ephusheni kuze kube namuhla uyisitha sami nje jooooo ayi cc uyasiphilisa.

    • @qodigumde1771
      @qodigumde1771 2 ปีที่แล้ว

      Cc ngilahlekelwe inamba yakho ngicela ungipha wawunginikile yona ngyacela

  • @nthabelengmatabane5814
    @nthabelengmatabane5814 2 ปีที่แล้ว

    uqinisile sisi Hlengiwe kuhle ukumthanda umakhelwan wakho noma yena engakufuni umbingelele noma engavumi

  • @fundisiwemaureenthwala3382
    @fundisiwemaureenthwala3382 2 ปีที่แล้ว

    Amen mama ngicela ukubuza uma uphupha ugogo angasekho ekujabulela ekubamba ekusondeza esifubeni sakhe ejabule kakhulu.

  • @LwandileNonhlanhla-g4w
    @LwandileNonhlanhla-g4w หลายเดือนก่อน

    Siyabonga cc walichaza jengoba lijalo 😅

  • @nomusachristina1914
    @nomusachristina1914 ปีที่แล้ว

    Thank you so much maMbotho uJehova akubusise kwande dadewethu 🙏

  • @LizekaSimunda
    @LizekaSimunda 4 หลายเดือนก่อน

    Kubuhlungu ukuba nesipiwo hy ngiyacasuka abantu mabasiyeke

  • @lugzitho
    @lugzitho ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga mina. Thokoza Gogo

  • @nhlakssibekoprettykmamajol9777
    @nhlakssibekoprettykmamajol9777 ปีที่แล้ว

    😋Siyabonga kakhul maMbotho

  • @LizekaSimunda
    @LizekaSimunda 4 หลายเดือนก่อน

    Yinyaniso gogo hy bayazama ngiyabonga ngibonga idlozi Lam nengelosi bancamile

  • @maphutuphutuntokozo8230
    @maphutuphutuntokozo8230 2 ปีที่แล้ว

    Amen sis ngivike nephupho kukhona amabhubesi Amabili elesilisa nelesifazane engangilwisi Emile edlngibuka

    • @johannamtshweni2241
      @johannamtshweni2241 ปีที่แล้ว

      Thogoza. Ngiyabonga. Ngaphupha iboss yami. Ungowesimame wendiya. Enginika amacutha ethi ngihcebe izandla. Khona lapho kwaqhamuka owomdabu sisebenza ndawonye wangichela ngamanzi ebusweni ethi kimina amanzi wamandiya. Kwase ngiyaxhwala immediately ngangasakwazi ukuhamba. Emva kwesikhashana ngisekhona ephusheni ngasombuluka ngalwa .

  • @AyabulelaDongo
    @AyabulelaDongo ปีที่แล้ว

    Wachaza Kahle💙💯

  • @duduzilengubane5366
    @duduzilengubane5366 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngyabonga cc bengihlezi ngizibuza kungani ngiphupha lomama
    ND mangimphupha ngivuka ngimbone ngalempahla abeyigqoke ephusheni
    Till ngize ngisukume CZ besengiba nezinkinga dn ngathola uyangiloya ND ungfuna ngfile

  • @Hlengiwe-h3t
    @Hlengiwe-h3t 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga sisi❤❤

  • @AfikaSharonMelaphi
    @AfikaSharonMelaphi 10 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo🙏🙏

  • @luyolomajova4436
    @luyolomajova4436 ปีที่แล้ว

    You such a good motivator and I love you

  • @msamhlophe031
    @msamhlophe031 2 ปีที่แล้ว

    Kuningi engikufunda kwizi mfundiso zakho MaMbotho, ngawo ama video lawa osenzela wona. Ayasikhulisa SPIRITUALLY. UJehova akwandisele ubuhlakani, aqhubeke akwembulele izimfihlakalo

  • @SizakeleQwabe-l4w
    @SizakeleQwabe-l4w ปีที่แล้ว

    Syabong gog.min ngaphup umunt engmaziy echel espaza sam ngaphandl.ngat um ngiqhubek ngidays igcin imal ingasabonakal ngagcin ngokusival

  • @qondiswadyantyi7601
    @qondiswadyantyi7601 2 ปีที่แล้ว

    Amen Gogo mna ndinengxaki yophupha ndothuke iphupha ndingalazi noba ndingathini

  • @maphutuphutuntokozo8230
    @maphutuphutuntokozo8230 2 ปีที่แล้ว

    Ngabe lokho kuchaza ukuthini

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 2 ปีที่แล้ว

    Nami ngimphuphe ewuyena ngimfica ekamereni lokulala ngamthethisa ukt wenzani lutho impendulo ngamxosha ngithi akaphume ngoba uzoganga kanti vele sengiyazibona izenzo zakhe zokuganga uma ezothenga ngoba ngiyadayisa uthenga ngemali edabukile ugobela wami wangitshela ukt ngiyenzenjani,uyaqhubeka nokuganga kulungile uJehova nabakithi banami njalo

  • @molebogefrance4738
    @molebogefrance4738 ปีที่แล้ว

    @Hx mbotho ngicela ukubuza sisi kusuke kuchazani ukuphupha umuntu owazi kahle ukuthi akakufuni in really life but umuphuphe elungile iphumeni nixoxa kahle kungekho olwisa omunye

  • @sphiwombukwana9094
    @sphiwombukwana9094 ปีที่แล้ว

    Camagu Gogo 😇

  • @thandolwethumalinga597
    @thandolwethumalinga597 2 ปีที่แล้ว +3

    Nakhu sizobulawa imindeni yethu😭

  • @isaackazi5392
    @isaackazi5392 ปีที่แล้ว

    Thokoza Gogo kuchazani uma uphupha abomndeni bekuthela ngomchamo.

  • @LiemisoHloele
    @LiemisoHloele 10 หลายเดือนก่อน

    You are gifted ❤

  • @pamelasontsi9592
    @pamelasontsi9592 ปีที่แล้ว

    Siyabonga 🙏

  • @namhladlomo1140
    @namhladlomo1140 2 หลายเดือนก่อน

    Mina ngigangwa usisi oyi Executive emsebenzini

  • @KhanyisileMabaso-c5n
    @KhanyisileMabaso-c5n ปีที่แล้ว

    Kusho ukuthini uphupha muntu oyedwa kathathu esotweni lokhu phinda phinda umphupha.

  • @sibonisomthombeni6651
    @sibonisomthombeni6651 2 ปีที่แล้ว

    Sanibonani,..kusho ukuthini ukuphupha umuntu omujwayele egula ngekhanda or ehlanya

  • @nolwazimlotshwa6368
    @nolwazimlotshwa6368 2 ปีที่แล้ว

    Ngisacela icazelo yaleli phupho... Ngiphuphe ngisebaleni lasekhaya ngichelela ibala ngepayipi ngithesuka ngachelela undonga lwendlu kwavela amanzi anodaka lachelela khona

  • @gugumakhubo2025
    @gugumakhubo2025 2 ปีที่แล้ว

    Akwande Gogo lomuntu ombona ephupheni uvele angakubheki athalaze abheke phansi noma ekhuluma nawe ubheka phansi.

  • @phindiletengile
    @phindiletengile 3 หลายเดือนก่อน

    Mina ngaphupha ihlangana nomfowethu kababa omncane usukuthi babemkhulu wakhe uzalwa nobaba omkhulu ngamphupha engephula isandla ethi ungibulalela ubukhulu ngathatha isikhuni esomile ngambetha ngaso waphelelwa ngamandla kwangobusuku obunye unkosikazi wami uphupha ekhaya kufika umuntu othi uthunywe azolanda umkhonto wokuhlaba inkomo lo ungowami kodwa nje ngamanje ubanjwe ngumfowethu omncane kuba ngisasebenza mina so uthi umfazi wathi kuye alinde usayoxelela umfowethu omncane ma efika kuye akakwazi kukhuluma ukhomba esiswini xa ebuyela kulomuntu usethathe umkhonto uyahamba ukusuka ngoko akuthathanga isikhathi eside ngagula ingalo zam zangasebenzi de ngayeka umsebenzi ingaba ikhuluma ini lento gogo

  • @ThandekaNkosi-v6n
    @ThandekaNkosi-v6n 7 หลายเดือนก่อน +1

    Amen

  • @winnieMoeketsi-pk7vy
    @winnieMoeketsi-pk7vy ปีที่แล้ว

    🙋 gogo plz ngicela ungibonise la ngihlala ngiphupha la bengisebenanza Khona ingabe yini ngibonge usazophendula🙏

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 ปีที่แล้ว

    Iyinkinga indaba kamakhelwane nowami ngimthanda nomengithakathela ngize ngimphuphe kodwa angimfiseli okubi Nkulunkulu nedlozi bayangilwela uyena zophindisela ngomkhuleko ngiyabonga Sisi amazwi akho anobuhlakani

  • @NomthandazoMchunu-t2e
    @NomthandazoMchunu-t2e 13 วันที่ผ่านมา

    Ngicela ubuza mawuphupha utshela umuntu omaziyo ukuthi uyathakatha

  • @nomkhosishoba2454
    @nomkhosishoba2454 ปีที่แล้ว

    Ngyabonga sis

  • @khanyisilephungula6684
    @khanyisilephungula6684 2 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele sisi Hlengiwe..Ngiphuphe nginikela ngemali emhlophe kodwa bengiyonikela entabeni lapho ngifice amadoda amathathu asonta kaShembe ngase kwase kufika ukuthi angiyonkela kule ephakathi nendawo kodwa bengithi mangibeka imali phansi bese ishona emgonidi ibisiningi kakhulu kodwa enye ishona phakathi kwase kuqhamuka omunye usis wanginika eyamaphepha ehlangene newuhlweza leyamaphepha ngibone uR10 kuyona enye angitinakanga ngicela ungichazele sis ngiyakucela kakhulu ngyabona.

  • @ShadrackHlongwane-k1p
    @ShadrackHlongwane-k1p หลายเดือนก่อน

    Hi, ngiphuphe ubhuti wami esemuzini wani ehlanya ewashona eminyakeni endlule. Ingabe kushukuthi?

  • @ThuliMatekula
    @ThuliMatekula ปีที่แล้ว

    Love you ❤️♥️♥️

  • @buyiletshabalala6897
    @buyiletshabalala6897 2 ปีที่แล้ว +2

    Sawbona Sisi Hlengiwe , ngicela ukhulume ngokuphupha ibhidane ngokuhlukana kwawo eyasesandleni , nyaweni , okhalweni kanjalo kanjalo please

    • @angelmoagi2517
      @angelmoagi2517 2 ปีที่แล้ว +1

      Would also love to hear that.

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 2 ปีที่แล้ว

    camagu👏👏

  • @ShadrackHlongwane-k1p
    @ShadrackHlongwane-k1p หลายเดือนก่อน

    Ngaphinde ngaphupha ingane yami yentombane ingikhalela.

  • @NompiloMtolo-h3e
    @NompiloMtolo-h3e 2 หลายเดือนก่อน

  • @NokuthulaZungu-i4c
    @NokuthulaZungu-i4c 9 หลายเดือนก่อน

    Ngyabonga ukuzwa incazelo yakho

  • @janemckerry7084
    @janemckerry7084 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza Gogo. . kusho ukuthini uleqwa yinkomo ebomvu

  • @MelroseJaboo
    @MelroseJaboo 2 ปีที่แล้ว

    Ngaphupha Umuntu engithandana Naye enqunu ekamereni lami lokulala... Ngasola Ukuthi uyaganga

  • @delsilenkwanyana6457
    @delsilenkwanyana6457 2 ปีที่แล้ว

    Ngyabingelela sis Hlengiwe ngivuke nephupho namuhla ngehla izitebhisi uma ngfika phansi ngithola kulwa abafana engingabazi ngizame ukucasha nami kodwa khona lapho ngibone omunye walabafana sekanginika umese lona bebalwa ngawo ,ngiwuthathile ke ngahamba nayo ngfuna umgcomo ngizowulahla kodwa ngangawutholi ngagcina sewungijika nje ecele lapho bekulahlwe khona izibi.

  • @sikhethoxulu
    @sikhethoxulu ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe intombazane engsebenza naye kodwa ngiyibona engathi siseh msebenzini kodwa kumnyama uyanghleba wenza ihlaya ngami mese ngithi kuye wena zibani aveh unenhliziyo embi emvah kwalokho ngacindezeleka ngizwa izwi lowesfazane ekhuluma endlebeni yam engisabisa kodwa ngenkathi lelizwi likhuluma endlebeni ngicindelezekile

  • @nwabaloyi5810
    @nwabaloyi5810 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo ngyibonga kakhulu

  • @luckyvilakazi470
    @luckyvilakazi470 2 ปีที่แล้ว

    Amen Gogo. 1:Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ngigeza imoto yomuntu ebengishade naye?. 2: kusho ukuthini ukuphupha indlu yakagogo lena e round i-clean, ngilindele losesi ebengishade naye angene kuyo?

  • @phumiegs5198
    @phumiegs5198 2 ปีที่แล้ว

    Ameen eish nksyami🙏🙏

  • @MonicaNtuli-i1q
    @MonicaNtuli-i1q 6 หลายเดือนก่อน

    Ngyakuvumela owasemndenini wami wayenokubanjwa esontweni kodwa bengambeki ngqo, emva kwalokho ubesefika ngimbone kahle futhi ubethanda ukusithela ngabanye abayzihlobo kodwa ngimvezelwe noma kunjalo futhi uyabona ukuthi ngyambona ngoba mashlangana uyashalaza

  • @DupreezeDlamini
    @DupreezeDlamini 6 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabingelela uma umakhelwane yena umphupha uzoqhubeka umthande enjalo?

  • @MandilakheZinani
    @MandilakheZinani หลายเดือนก่อน

    Kuyini ukiphupha izimpahla zabantu abazinxibile

  • @phindiletengile
    @phindiletengile 3 หลายเดือนก่อน

    Mangaba uphupha uloko ugijimiswa yinyoka ngaba ikhuluma ini loko

  • @gracesimelane3567
    @gracesimelane3567 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ,phinde sibonge yonkimihla ,gogo.ngiphume kancane kulokhu.,kwanamuhla umntanami uphuphe ephuma igazi ngomlomo.lishaya kakhulu ngobuhlungu engliziyweni

  • @mazwimgwebi1096
    @mazwimgwebi1096 ปีที่แล้ว

    Ngihlezi ngikulalela sisi Hlengiwe ukuluma izinto ezijulile ngobuhlakani. Kodwa namhlnje uvele wenza kakhulu. UNkulunkulu ukuphe ubuhlakani obunamandla ngeny'indlela. Ngiyabonga ngoba ubuhlakani bakho ubusebenzisa ukusiz'abantu.

  • @dawnmadonsela3925
    @dawnmadonsela3925 2 ปีที่แล้ว

    Sbonge maMbotho.. Uyayendlala indaba ngobuciko

  • @nenekaziifaithnyamane2445
    @nenekaziifaithnyamane2445 4 หลายเดือนก่อน

    Kushoni ukuphupha umuntu engcunu

  • @akhonamqhakama7030
    @akhonamqhakama7030 2 ปีที่แล้ว

    Dadewethu ngeswele amazwi,wasilethelwa inkosi🙌

  • @palesamokele-vn8qd
    @palesamokele-vn8qd ปีที่แล้ว

    Ukuphupha umuntu enqunu

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior835 2 ปีที่แล้ว

    Unjn cc mbotho
    Cela ukubuza ukuphupha umuntu wakin engathi uguma ithuna futh uyisangoma and ngenkath eYenza lento Mina ngazuth ngibambe ingabe enqunu iyakhala ifuna ukuya laphaya ....emvakwa lokho kwakhuluma izwi Lisho igama Lami washo nelamAh umah akasekho emhlaben

  • @nellylinah4164
    @nellylinah4164 2 ปีที่แล้ว +1

    Manje-ke Gogo uma ngabe usumbonile lowo muntu ephusheni uma usunaye enyameni usekubuka kabi suke azi yini kuthi bekanawe ephusheni?kuningi Gogo uzamile ukuzincenga kuze kwafika lapho engasakhoni ukuzenzisa,uke wangithumela kumuntu wakhe ngahamba kuye lomuntu kungalungi lutho,kwaze lomuntu esengitshela kuthi lomuntu okuthumele lana kimi wuye onigangayo kunzima Gogo sengize ngicabanga nokubuyela ekhaya.Sidla esitsheni esisodwa naye.

  • @mpendulonkosi9019
    @mpendulonkosi9019 2 ปีที่แล้ว

    Sesi hlengiwe kunjani. Masibonge lelithuba ujehova lasiphelona futhi. Sisi ngifisa ukwazi ukuthi usatholakala e cingweni na. Ngoba ngiyakudinga shame🙏😭

  • @YorzhukorMavaleliso-xp6jz
    @YorzhukorMavaleliso-xp6jz ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza sisi, uma uphupha umuntu esendlini yakho egeza umzimba wakhe, engagqokile ngentla, uthi ma umbuza ukuthi ungene njani, athi unawo ukey wokungena, kusho ukuthini loko?

  • @lindandevu597
    @lindandevu597 2 ปีที่แล้ว

    Mambotho mna ndiphuphe impethu ziphuma kum emzimbeni xandivuka akholutho lishukuthini

  • @core2316
    @core2316 2 ปีที่แล้ว

    100% Nami ngiyavuma

  • @ThembanMsweli
    @ThembanMsweli หลายเดือนก่อน

    Cc unjani mm mina uvela ngoba enjalo nkonke akwenzayo uyavela

  • @hlengiwegcabashe3529
    @hlengiwegcabashe3529 2 ปีที่แล้ว

    Ey waybek ndaba bizo wami mina hlez ngpupha ubaba wami ongizalayo ķwaphinda usisi wami wangiphuphela yena ubaba engishaya ethi ngpopola izinto zakhe

  • @makhotsomotaung9229
    @makhotsomotaung9229 2 ปีที่แล้ว

    Heyy cc . Kusho ukhu thina uku phupha ama R5 And R2