Oh hhayi ufuna yisoka lakhe lo cc. Hhe ngoba inzima le mpilo abanye abalwazi loluhambo bakhala ngokuthi uyagula. Kungakuhle ungakhulumi kuze kweqe uma ungakaze uluhambe loluhambo. Mina ngilwazi kahle ke loluhambo. Awuzikhetheli la uyakhethelwa noma ngabe umuntu onjani. Abanye bengaze bekhale ngokuthi uyafeba lomuntu kanti cha akukaqondani nalomuntu ofunwa umuntu wakho. Wish you all the best cc
She wants her childhood crush but ku my brother the ware and tare has taken its toll but that's life never say never impilo le it will humble you I wish them well God bless
Ayi sisi waze wamuhle and ubekekile, mina lam from Zim oka Mzilikazi kamashobane lam available for u ready to relocate ngize lapho, ngokuphatha kahle ngibe ngubaba oqotho, ngipha ithuba ntokazi
Asbonge i episode 🙏🙏 Samke no Bheki good luck to you
UBheki YINDODA YEMPELA UKHULISEKE KAHLE syabonga ababaningi abangenza njengathi....UYAHLONIPHA LOBABA STRU
Mama ungamngenisi uMabhiza emzini wenye indoda ungalinge ulenze lelophutha. Ngiyakucela ✌️🙏
Nami ngyabonga futhi ngyajabula, buyelanani guys ❤️❤️
Waze wamuhle ma wami kuzolunga ❤❤❤
We baba bhasobha ingane zamanje okungezona ezakho uzozitshelani ngoba zizokugijimisa ngombese ngiyakutshela🤞
Awuuuu jesu izikhathi zokuphela, senzenjan thina zingane uma omabethu benzakanje
Painful truth from u cc,deep thinkers will understand
Mina ngiyamzwisisa nami ngilapho, it's painful 😖
@@Sophie-p9p9dsondela la ma kunjalo
Beautiful love story. All the best bafowethu
Ematsanga ahlantela labanganamabhodo straight 🤞man up mr...this women looks calm and down to earth.
Akubusise uThixo Mama. Ayikhulule inhliziyo yakho, uthole umgane wamampela.
Wayidlisa team sisi ngaze ngaphoxeka nkosyami sizoboshwa ngebhande elilodwa kuzothiwa abefelokazi bayazishelela uxakwe yini sisi ngoba kumnandi ukuzihlalela mm nalobhuti angimboni kahle
Ay ngaphoxeka Mabhiza ngithi kuzoqhamuka ubhuti nje ogcwele aikhona.....
Watching from Baltimore America all the way from Bulawayo 🇿🇼
Hhawu bakithi. Ngaze ngayithanda into. Into engijabulisayo ukuthi awuqomanga indoda isaphila. Those cases are rare.
Uyagula nje u Bheki bakity
Uphethwe yini dali
😂😂😂😂😂
Usazo gainer wehliswe inhliziyo y
Wehliswe ukuthi wasala uzogainer uzombona
Oh hhayi ufuna yisoka lakhe lo cc. Hhe ngoba inzima le mpilo abanye abalwazi loluhambo bakhala ngokuthi uyagula. Kungakuhle ungakhulumi kuze kweqe uma ungakaze uluhambe loluhambo. Mina ngilwazi kahle ke loluhambo. Awuzikhetheli la uyakhethelwa noma ngabe umuntu onjani. Abanye bengaze bekhale ngokuthi uyafeba lomuntu kanti cha akukaqondani nalomuntu ofunwa umuntu wakho. Wish you all the best cc
Qiniso elimusulwa
Hayi cha angisho lutho noma nginguyena umfelokazi kodwa isibindi esingaka cha anginaso futhi angisoze ngikwenze lokho
Ayi uyindoda bheki awuveli uxhume uhlale phezu kwento, uzipha isikhathi.. awusheshi ufake, yikho usisi esakukhubhula, kumnandi ukuba isonka ,kuze amanzi ayophinda ame. Thatha ma bhekane istufuza sakho,.ungasabi bhuti okuningi kuyolunga ngendlela. ngaze nganithanda nibambisane bo.
MaNgcobo unesibindi esinethambo,haaaaah Unjani lomama?
😂😂😂😂
Kodwa ngath utsotsi lona lomfelokaz uzozisola klamadevu
Madevu ngathi awekati😂
Haw 😂😂😂😂yoo angikwati ke loku mama kanjalo nje....uyamtsanda mbamba😂😂
Umuhle dadewethu xem nkosyami ..uzivikele kodwa...izifo ziningi phandle
Hhayi smbongele uMabyekzo utobuya nasengatini iplate ilishisayo liyakhuluphalisa from SD
Bekuncono nokuqonda yena eyedwa kunokuqonda umhlaba wonke.
Mhambise eclinic kuqala uqale ulipheke ibhodwe kuze kulunge angiboni kahle 😊😊😊😊😊
The best ever bcs the guy was busy with other ladies 😂😂😂
😂😂😂😂😂
Awu jesu uyagula😂😂😂😂
@@NobuhleMncwabeOoh Bawo...
@@NobuhleMncwabeMDR...TB...
Weeeee yeniwakho kazi ngathini mayibona lokhu kunguBheki wiii ngasendimvuse
Aybooo ngawubona umhlola sengimdala 😢 uthi usukbone konke kanti chaaa...ayy ngimdala namuhla banenhlanhla labo bantu wadla maBhizaaa❤
😅😅😅😅😅😅ay ungasashongo mft
Cha kuhleke lokhu lapho amanzi ake ama khona aphinde ame
Lobhuti ungathi uyayidla insangu usazozila locc 😅😅😅
@@ZethuMkhungo uyakthanda ukuzila🤞
@@FlorenceNzama 😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂udlani umthunzi wezinkukhu,ayi nami angiyiboni impilo lapha kulombhe mu wakhona onguBheki
Hhayi mama unesibindi bandla ngiyakuvuma 🤞
Ayi nami angimetholi kahle nje lombhemu ungathi wuhobo nje inhloli uqobo lwayo yinswelaboya kdw yena lo cc ngokuba muhle nje yini kdw ukuzidumaza phambi komhlaba wonke emangaka amadoda pho zifacana zani zona lezi yigudu😂😂😂😂😂😂😂
Umuntu wayethi engashiywa ngumlingani wakhe kufanele age agezwe emva kwalokho athole umuntu nje wesilisa ozokhiphela kuye amabhadi
Weeee mame cha mama unesibindi sekwaphelelaphi omama uneshonelwa abayeni babo bahlale bakhulise izingane lonake ohambe efuna amadoda ngiyakweshwama cha ngimdala hawu waze wanehlazo wemama bazothini abantwana bakho bebona lemikhuba
Ahlale ngoba engowesfazane kuze kube nini.
Ayidli phela ipapa mfoh izingane soze zamsiza ngalutho lapho umama edinga khona ubaba
Everyone deserves to be happy
Pl z don't judge u Cc
Cha bizo ngiyala.
Mina ngingumfelokazi owazikhethela kuhlala . Umuntu uyazikhelela ngoba mdala. NoNkulunkulu uthi abafelokazi abagane mabethanda
@@amafanisa2446 manje kumele azishelele? Emadodeni Angihamɓisani nalokho ziningi izinto ongazenza beside umjolo sigaɓesifazane special omdala kangaka hayi suka
Ubheki ushayekile nje..uthi nje.kungcono.kwenziwe checkup bakwethu..kuzolunga makunje
Akacale clinic lo.
Kdw ubhuti usemdala kungani engenayo owakwakhe noma naye wafelwa
Hambela kude bafo lomama khona into ethi indoda yabulawa uyena ngoba efuna wena, careful masedelile uyokubalala
Aze amfune Kant bake baqomana yini nalendoda ngoba lomfaz uth akaze aqome indoda isaphila njena
@@GodfreyBongumusaGasa Lalelisisa lomama wam-crasha kudala lobhuti
Kodwa akukho lapho kukhombisa khona ukuth bake baqomana njena
Kahleni bo hay zajika izinto wemadoda😮
Yeheeeni hayi ngeke angivumi
Sengathi ksazoba mnandi emzansi
@@nhlanhlamsweli5375 🤣🤣🤣🤣
Eish lafa elihle kakhulu qomani anginamona 🤸🤸🤸💃💃💃🤣🤣🤣
Akaze ngiyizwe into enje ngiyaqala😂😂
😂😂😂Yey wakhona ubhuti Bheki wemadoda😂😂😂
lobaba ngyamuzwa min uyawuhlonipha umndeni womuntu nom umuntu ongumyeni asashon ngyakusalutha baba uyindoda
Abanye abamzwa nam ndimzwa kahle and ushaye kona ucc ageze ngendlela aphume kuye ubaba owashona then amthole enesho ukuti lomfo uclean ucc wow locc nkosiyam why engazange akhule nam nkosiyam and yabonakala ufudumele😜
Uboneni lah wemama
She wants her childhood crush but ku my brother the ware and tare has taken its toll but that's life never say never impilo le it will humble you I wish them well God bless
Aibo ngithi umfowabo kaSnoop doogy
😂😂😂😂😂nseeee myb umfowabo
Sure neh😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Lendoda yabhayiza nje ingabe igijima lomama ngenqawe aze azixolisele😂ngoba yambona kuthi yazifela indlala😅
Follow your heart Mama.Dont be pple pleaser follow your heart support 100 percent.
Kodwa uboneni kulendoda weaSamke, usqatheni ozigulelayo lo ufanele bona laba ahlala nabo ejoyntini
Aibo cha uletha inkinga lo cc cos angathi akekho right empilweni
Hawu utha luyisilima nyani😂😂😂😂
We smg this is ur mom not sister engakuzala😮
Ayibo lomama wazewaydlisa team ubizalobaba uzomshela
Awu Kodwa nalomaBhiza ngathi nomkhuhlanyana bahlali😂
Ayi angithembi nami, kodwa ufunwa itanyazi, lucky fish
Mabhiza ngathi uzosheshe amshiye Samke ezempilo azivumi😅😅😅
Hau Mxolisi kodwa ay 😅😅😅
😂😂😂😂😂😂
😅😅😅😅isendleleni leNceku nam ngyabona
Watching from Braamfontein GP
@@RCSSecurity thank you
Nakehluleka u Bheki ningichumanise nalomake ngoma u Bheki akasi serious @@eyasebukhosinimedia
Sesiphila ezikhathini zokugcina umfazi atshele indoda ukuthi uyayithanda ayeshele cha ngiyababaza,,umuntu oke washonelwa indoda futhi ningabo makhelwane cha bhuti u Bheki lomfazi nje ufuna ukuthi umshokoshe kuphela uthando alukho
Yazi njalo niyogcina nibone kahle ukuthi ubani umngani omkhulu wenyoka.
Vuma mabhiza okuningi uyokubona ngendlela😂😂
😂😂😂😂 eyi Nina nihlekisa umuntu ecashile
Saze sasihle kodwa isibutubutu esi fresh hayi Bhuti Bheki yidla nje ama vitamins uzoba right
😅😅😅😅😅sekobonwa ngendlela mnewethu uqinisile
Hayi shame sikhula nabanye sebezishelela manje omame kodwa Jesu buy a uzolanda ibandla lakho
Ayi sisi waze wamuhle and ubekekile, mina lam from Zim oka Mzilikazi kamashobane lam available for u ready to relocate ngize lapho, ngokuphatha kahle ngibe ngubaba oqotho, ngipha ithuba ntokazi
Uyayidonsisa bafo😅😅
Inkinga uphapha kakhulu yazi and yini nje ekuhlekisayo
Ngiyalibona irazo selicathama selikhohliwe eyokulinda😊
Angilona ijaji futhi angiyena udokotela lomfowethu ingathi ayikho kahle akuveli ukuthi Yena unazo yini izingane ngoba uyabonakala ukuthi iminyaka ihambile kodwa mina ngidabukela izingane zika mufi lombhemu uzoyibhubhudla imali yazo akathembisi akondlekile akanginiki ukuthula ngiyakusabela MaNgcobo kodwa ke uzenzile akakhalelwa nohlaba eyakhe akanqatshelwa thina soyicel'ivuthiwe kodwa ngokwami ayikho lento yabo kodwa khona kozwakala
Lomboqwana madoda uzothwala ngaye ngeke
Yey wangijabulisa cc bam'balwa abantu abafana nawe
Hayi presenter ,not sure ngawe.
Engathi usagcwele ubungane kakhulu (immature)
Wake wezwa nge department of health we Samke?
@@benkhumalo7146 basazolala emawodini laba.lendoda uyagula.
Yazi ningakhuluma ,nje kodwa iqiniso kqala wayengekho umfelokazi omncane kwakuba abantu abadala ngake ngathi ngxoxa nobaba wami athi aylabo Nkulunkulu bamanje bayangxaka sebathatha iyngane kqala kwakuba kancane uzwe ukuthi ingane ishonile
Dlala Mabhiza 😀
You are going to be a stepfather zizokhula zikushaye😂izingane
Yooooo hawuu ubhuti unankinga ngathi naye unenkinga yomkhuhlane yoh angeke
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Uma sebendawonye uzogezeka ngoba kuzobe sekukhona umuntu ozomnakekela into engyithanda ngocc akathathanga indoda yomuntu awulho umuzi awuchithile ngibafisela okuhle kodwa
Yho mama ngathi ungazitholela Mina yaz
Yoze uzishelele mama kodwa sungaze wenjani muntu bengakusheli nom usuzama kukhombisa kut uyazishaya ngaye e gakhali ifela embelekweni mama.😅😅
Ae aka mishelang they have a history
Waze wanenhlanhla Bhut Bheki.amanzi nophalafini
Aycha isbindi senu bafelokaz ngyanesaba😮😮anisafuni kweshelwa senishaya kwasan yooooo😮😮😮
Bengingazi ukuthi nakoFuze sinabo osis abanesbindi ngena kuyena wena Mapholoba omuhle😂😂😂😂😂
Ngenenganeni Pholoba😂😂😂😂
Scela part 2 bo
Lendoda mayithule isqoko maan sizokwazi uhlomla
Kuzolunga my sister from Gauteng
😂😂😂😂😂😂😂😂Ai angifuni ukuhleka
Kodwa Samke umbona kahle uMabhiza🤦
😂😂😂hayi UCC uyakwazi ukuqomisa ❤🙌
Ukuhlala ethembeni,akubulali😢
Izodla amathanga abomvu ibhuda endala😊😊😊
😂😂😂
Iqhoma kuBheki ngathi amakhona esuite case
Uhleka kakhulu nawe. Ungathi staban.
Akakufaneli lo bhuti cc umuhle kabi kule schema nsangu
Khuphuka lapho maBhekzin yadl insgebe
dont judge her imizwa isagijima, good mama nami sewunginiketa sibindzi ,solo sitsi sibadzala kepha siyafuna, sesesabanebantfwa kani indzaba ingawe uyadzinga kutsandza
Yoooooooooo bhuti nami ngiyajleka ngeke😅😅😅😅😅😅😅😅😅
Yeah neh iCrush ichrush guyz .hahalala Samke
Ayy lomama akahambe ayokha imfino abuye asule umlomo ayy lento ayenzayo endaweni zizothini ingane zibe zimazi uyise awuzihloniphi okusho ukuth wawungamthandi umyeni wakho finish
🤣🤣🤣🤣 hawuuuu hawuuuu kodwa ubhuti bandla vele uzovuma bandla akana choice
Thatha lesbutubutu mabhiza singaze sibuyelwe umqondo😅😅😅
Sisi ngiphakamisa isandla
Uhleka njalo mphathi wohlelo ehlisa mbijane
@@abednigophumangubane7797 okay
Yo uyesaba ubaba ukuthi ayegezwa kuqala
Locc ulahlekelwe ukukholwa ukuba ubazana no Jesu ubengeke enze kanje . Kuyihlazo lokhu bathin nje abasemzin
Aka appetiz laye uBheki wakhona 😂