Ukuphupha Izinja neNyoka akuchazi izitha

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 16 ก.ย. 2024
  • Thola izincwadi engizilobayo ukuze ufunde kabanzi ngesintu sethu

ความคิดเห็น • 62

  • @cybercyber740
    @cybercyber740 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mkhulu ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha izinja ziza kumina kumane kuqhamuke ubuti nje athi ziphe amathambo,ngampela ngiziphe zidle lamathambo bekunga wenkukhu

  • @priscillakhumalo6653
    @priscillakhumalo6653 3 ปีที่แล้ว +3

    Ngiyabonga mfowethu ngolwazi ngezinyoka kukaningi ngiziphupha zingivikela kodwa lokho kimina angicabanganga njenge zitha, ngiyazibongela ngokungena kulohlelo lwakho makwande

  • @ntandothusi9846
    @ntandothusi9846 2 ปีที่แล้ว

    Syabonga ,Uma uphupha inyoka ensundu enkulu Kube nama celebrities and ayilwi but ike yaphakama kodwa hayi ngolaka. Kusho ukuthini?

  • @thammyotto-m7286
    @thammyotto-m7286 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga yesintu bhuthi ukusichazela ngalamaphupho ngoba ayadidana.mina ngike ngaphu abantu besifazane ababili omunye eqgoke ingubo ebomvu kodwa ingathi idabukile lona omunye uqgoke emhlophe kodwa isize yangathi isishintshe umbala isiCream white ngabe kuchaza ukuthini ngyabona kukhona abakukhuluma sakungilwisa mangibabuza ukuthi babuyaphi njengoba sebeyophuma ngesango nje.Amen

  • @thamarantuli2041
    @thamarantuli2041 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga mina nginokuphupha inja ebrown ishinje ibeyimbuzi asithokoze

  • @Nelisiwemkhize-b4r
    @Nelisiwemkhize-b4r 10 หลายเดือนก่อน

    Ngyabingelela baba kuchaza ukuthi ukuphupha uphipha amakaka ezinja kodwa emaningi uze uhlanze

  • @janulilenomsa6711
    @janulilenomsa6711 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona mkhulu nginqela ukubuza ukuphupha inja iza kuwe igijima bese iyajika ingakafiki kuwe kusho ukuthini.noma ukuphupha izinyoka eziningi ezincane nezinkulu ziphila emgwanqeni engehla ngawo kodwa masengikhuphuka ngazithola zife zonke ngiyabonga

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 4 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga baba🙌🏿🙌🏿

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 ปีที่แล้ว

    Uqedile Mpunga!🙏

  • @thulaninkosi2505
    @thulaninkosi2505 4 ปีที่แล้ว +1

    Molo Mpunga yesintu, ngizothola kanjani Izincwadi zakho

  • @makemamba1614
    @makemamba1614 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza mkhulu kushoni kuphupha timphahla takho nebantfwana bakho tingaphadle kwelikhaya ekhaya kini

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 4 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga mnewethu.

  • @monwabisidambuza6547
    @monwabisidambuza6547 2 ปีที่แล้ว +1

    Camagu Mpunga 🙏🕯️🔥❤️

  • @Bushdoctorism
    @Bushdoctorism 3 ปีที่แล้ว

    11 months later needed to hear this Mkhulu. Impungaaaaaaaa

  • @jabulilemngomezulu-fl6yp
    @jabulilemngomezulu-fl6yp 3 หลายเดือนก่อน

    Sawubona Mkhulu ngiyabonga ukungena kule channel mkhulu ngisacela ukubuza ukuthi uma uphupha izinja ezingaba more than 5 fiber nombala omnyama nomhlophe kodwa zifile kugcazani

  • @kuphiliwethabethe393
    @kuphiliwethabethe393 3 ปีที่แล้ว

    Sawubona mpunga yesintu, ngicela ukubuza kuyini ukuphupha izinja ezimbili engathi bengi phethe ngapha nangapha enye engathi ngisondeze ebusweni kukhothe oboya emlomeni, ekseni ngivuke nginomkhaza edolweni ngemuva

  • @nombusoevelynmdakane8184
    @nombusoevelynmdakane8184 ปีที่แล้ว

    Mpunga yesintu ngiphupha izinyoka ngiphakathi kwazo ngihlezi mina ngendlela engisabangayo inyoka noma ngiyibona kuTV ngiyabaleka

  • @siphamandlabrainmnyandu7618
    @siphamandlabrainmnyandu7618 4 ปีที่แล้ว

    Sithokoza ebukhosini mpunga yesintu,ngabe kuchazani ukuphupha uvakashelwe ngumzala wakho emzini wakho ekuxoxela ukuthi abantu bakwabo okungabomalume wakho,bafikile kwabo ubabone sebefika kwakho bebaningi kodwa oyedwa kubona abukeke egqame ngaphezu kwabo bonke kanti Lo obegqamile akasekho emhlabeni.ngibaphakele ukudlala bandla.

  • @jabuliledlamini3590
    @jabuliledlamini3590 ปีที่แล้ว

    Mpunga kushoni kuphupha sihamba sibaningi sichuba libhokisi lidonswa tinkhabi siya emngcwabeni

  • @NobzacomcoNobza
    @NobzacomcoNobza 4 ปีที่แล้ว

    Mina baba ngike ngaphupha ekhaya egcekeni ngimile nobaba wam kukhona amakati ebewu3 ngidlalisa elilodwa ngenduku lifuna ukusondela kimi kusenjalo emva kwendlu kwaqhamuka izinja zifuna ukuwabamba abaleka eyodwa yezinja yafuna ukungluma esandlen sakwa right ngamemeza ushembe Inyanga yezulu kabili yagcina ngokuma kanjalo yangangluma kodwa isandla sami singasemlonyeni wayo

  • @sibongilehlatshwayo466
    @sibongilehlatshwayo466 5 หลายเดือนก่อน

    Uma uphupha ushaya izinja

  • @lulamamthimkhulu7426
    @lulamamthimkhulu7426 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga baba. Uyangifundisa

  • @AmandlakamashengeNkosi-du4mk
    @AmandlakamashengeNkosi-du4mk 11 หลายเดือนก่อน

    Ukuphupha izinja zikuluma kusho ukuthini

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 4 ปีที่แล้ว +1

    Danki Nduna kandaba

  • @mlondikhuzwayo7856
    @mlondikhuzwayo7856 4 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza ukuthi kuqondeni ukuphupha inyoka emhlophe qhwa iphuma emgodini omkhulu one steam njengeseketela, ithi isondela kimi nami ngisondela kuyo bese ngithi 'Kazi umsebenzi kabani lo', yabe isidindiliza ezinyaweni yami kwangathi iyafa

  • @siphosakhematosweni9904
    @siphosakhematosweni9904 4 ปีที่แล้ว +1

    Umangabe uhujwa eluhlaza kungbe kusuke kuyisitha nakwehlaza

  • @sandilemagwaza2671
    @sandilemagwaza2671 4 ปีที่แล้ว

    Sawbona mpunga yesintu. Ngixolise ngokuphuma esihlokwen. Uma mpunga uphupha uzingela uhamba Nazo izinja lokho ngabe kubikan

  • @lubabalosisusa2542
    @lubabalosisusa2542 4 ปีที่แล้ว +5

    Ukuphupha inyoka emnyama izhlalele kusho ukthini?

  • @milanisonyasha2864
    @milanisonyasha2864 2 ปีที่แล้ว

    Camagu mkhulu ndacinga pupa unyanam imbijele pofu ngathi ncumile Naye kayoyiki yhoo ndangasakhali pofu pholile nyana kwelopupa🤔

  • @buhlembatha4164
    @buhlembatha4164 3 ปีที่แล้ว

    Ngaphupha inyoka emhlophe iseqandeni nenja. Inja yaphuma eqandeni yahamba inyoka yasala yodwa igoqene.

  • @SirCyril11
    @SirCyril11 3 ปีที่แล้ว +1

    This is a confirmation about snake dreams. I had a dream last week, big ones like anacondas, they were two of them sitting on the tree. Yabonga...

  • @stellantombomhlabajafta1630
    @stellantombomhlabajafta1630 2 ปีที่แล้ว

    Molo mkhulu namhlanje lo mntu wam endimphiwe ngutata wam osewatshona ndimphupha endipha izinja ezi brown ezi 2 ivukuvuku inkulu enye imedium ziintle kodwa uzibeke ngaphandle kwegate uthi zizondigada but asivani ncam nalo mntu.enkosi

  • @sindiswasombo1752
    @sindiswasombo1752 2 ปีที่แล้ว

    Xa uphupha ihagu

  • @thembimashinini3016
    @thembimashinini3016 2 ปีที่แล้ว

    Mkhulu uyisibusiso kithi

  • @dingaandube2975
    @dingaandube2975 3 ปีที่แล้ว

    Kuchazani ukuphupha uphethe inyoka eluhlaza ikulume kodwa umusuyibuka kahle besengathi ifile

  • @guguncube9414
    @guguncube9414 4 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha amaJuba amanengi kutshoni

  • @christabellampontsheng7705
    @christabellampontsheng7705 4 ปีที่แล้ว +1

    ngicela ukubuza uma uphupha uthandelwe yinyoka emkaleni kusube ku chazani

  • @sandramatlala6962
    @sandramatlala6962 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza, please hel me understand this dream, I dream being I was in front of this white family's house with my kids and my mom and they came out with lots of dogs, big and small, the white lady was telling her husband to keep the dogs on the leash as she can see we are afraid of them, the husband came had them o leash as instructed, but the dogs were bugging, wanting to bite, then there was a big that was left behind in house it ran after the husband, but I ran away as thought it would come bite me as I was near the yard whereas my mom and my kids where on the other side of the street but opposite the house.

  • @sakhileibrahimovhic7200
    @sakhileibrahimovhic7200 4 ปีที่แล้ว +1

    Zitholakal keph izincwadi

  • @mimiawill2966
    @mimiawill2966 4 ปีที่แล้ว

    Ngyayicela lencwadi please cela nithumele kumina

  • @pamellaxaba2283
    @pamellaxaba2283 2 ปีที่แล้ว

    Mkhulu thokoza ngiphuphe inja enamazinyo amade ngizoya eskoleni bengibuyele eskoleni ngizowenza physics kanti eskoleni ngangi ngayenzi physics sihambe nalomfana imuthanda lomfana lenja incinza namazinyo amade ngzoya eskoleni ngithi ngyagqoka uniform yami kuloyamuzi kushode amasokisi necathulo ngivele ngifune ukukhala ngizwa inhliziyo ngivele ngifake obhampa benye intombazane banodaka ngivele ngibawashe mase ngithi mina ngeke ababuze ngithi ksasa ngiya ekhaya mina ngeke ngihlale lento yakulomuzi

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 4 ปีที่แล้ว

    Mawuphupha umncwabo kusho ukuthini khehla

  • @user-pw2hi4rn1m
    @user-pw2hi4rn1m 4 ปีที่แล้ว

    Kusho kuthini mawuphupha lenyoka iluma lezinja wena ubuka nje.

  • @mthoshme1225
    @mthoshme1225 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga kakhulu Mpunga

  • @busisiwesigcau3594
    @busisiwesigcau3594 3 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha umntu ongasekho ebhubhile futhi or egula kodwa akasekho

  • @khanyisilekhanyisile207
    @khanyisilekhanyisile207 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha inyoka ingakulumi kodwa ikukhotha ehlweni ulele phansi?

  • @siyandamchunu2656
    @siyandamchunu2656 4 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga yesintu mina ngokuhlala ngila eGoli ngingazithola kuphi lezizincwadi zakho?

  • @nkosinathi7645
    @nkosinathi7645 3 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe inyoka ehlaza enama khanda amabili on each tail

  • @poppymatyolo3106
    @poppymatyolo3106 3 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha izinja ezimbili zingigijimisa zingangilumi kusho ukuthini na ? Siza Mpunga Yesintu

  • @barefootmonk3534
    @barefootmonk3534 4 ปีที่แล้ว

    Sawubona Mkhulu, mina ngike ngaphupha owakwami owesifazane elele nomunye umlisa kwaze kwakabili. Ingabe lokho kusho ukuthini?

  • @sithembisogama7026
    @sithembisogama7026 4 ปีที่แล้ว

    Mina ngicela ukubuza Baba ngike ngaphupha izinyoka eziningi ngihamba ngakithi kwazo kodwa ayikho eyangishaya noma ikhombise ukuthi ufuna ukungshaya .kungabe kusho ukthini loko ?

  • @vuyokazibayi6209
    @vuyokazibayi6209 4 ปีที่แล้ว

    Molo Mpunga yesintu ndike ndphupha ndikhala, kwazekwathi gqi inja ebrown ngombala yathetha nam isithi mandi hambe no mama wam siye ku Vuyolwethu, kuthe ndsamamele Lenja kwathi gqi nenye emhlophe nayo yathetha into enye ma mandi hambe no mama so yobona uVuyolwethu... Ingabe lichaza ntoni eliphupha?

  • @fezilenjomane9065
    @fezilenjomane9065 3 ปีที่แล้ว

    Mikhonkotha inja kuchazan?

  • @anelengcebo8515
    @anelengcebo8515 4 ปีที่แล้ว

    Nduna kandaba wen kambhanjwa
    Bengicela ukubuza bhuti
    Ukungena kwenyoka eyodwa ezindlini ezahlukene
    Ingabe kuchazan?

  • @kenericssimelane6137
    @kenericssimelane6137 3 ปีที่แล้ว

    Kazi uma inja ikukhotha ngaphambili lishoni lelophupho?

  • @jimjam5768
    @jimjam5768 4 ปีที่แล้ว +1

    Ingama legcwadi?

  • @quadsa5579
    @quadsa5579 3 ปีที่แล้ว

    Uma uphupha inyoka ixoxa indaba? Indaba ekhona

  • @Lungsani591
    @Lungsani591 4 ปีที่แล้ว

    Ngyabingelela...Incwadi yakho bhuti omdhala itholakala kuphi?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 ปีที่แล้ว +2

      Itholakala ezitolo zakwa Adams kuWest street uma usethekwini, kuLong Market uma use PMB, uma ukude nalezi zindawo sizithumela ngeposi okanye uPEP

  • @nonkululekomngomezulu782
    @nonkululekomngomezulu782 4 ปีที่แล้ว

    Sawubona ngicela ukwazi ukuthi uma uphupha amajuba,nezinkukhu ezimhlophe kusho ukuthini lokho?