SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngagadla umngani ngeschitho seSELESELE | S1 - EP120
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 17 ก.ย. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo #confession
Kunokt uyele indoda yakho eswazini uhambel umngani wakho ukhohlakele ntombi😢
Eybo😢😢
Cabanga 😢
Ubulima obukulocc angbazi.
Cabanga nje, yikho ngingafuni abangane
Uhlakaniphile kakhulu.lona usathane ucobo.
Yho now i understand why my mom always says “ if umngan efika ekhala ngendoda yakhe nawe khala ngisho ngabe kuhamba kahle kuwe kodwa khala uthi nawe indoda iyakuhlupha” 😢
Ai nami sengyayibona lento 😢ai xem
@@nomzamomoloi1085 eskhathini samanje uzithemba wena nocelemba wakho
Nje cc even ekhaya kini if uthi uyaxoxa no cc bakho khona lo ombonayo ukuthi mawkhuluma izinto ezinhle ngomuntu wakho uyenyela, yibhekeke leyonto uzame ukushintsha itopic uxoxe izinto ezimbi ngomuntu wakho uzombonake ukuthi uzokwenzanjani
Ukhohlakele sis hamba uyofa sisi
Yes love khala nawe
Lungsta the other woman who is bewitched is a blessed soul.I can assure you that her life will blossom again.
Ungamxoleli sisi uyahlanya lo
Ngaze ngalimala emoyeni Yaz 😢
Don't mention.....Mina m crying ryt now......thats Y I hate into ebathi mngane......my kids are my friends.....not even a man......only my kids
Yooo kunzima emhlabeni
@Zone9groupZonenine love them all but trust no one
Nami ngilimele
Nami guys ngabhlungu yazi
Ubungani ubusekho kulemihla zinyoka zodwa ezikhoyo abantu Bangcwele umona baphenduke ubuthakathi😢
Futhi nje ayikho into ekuthiwa mngan oosatana nje
Kuhle ungabi naye.
@@NomapheloNgubo ayisekho tu
@@samuelmbokazi2318 mna andinamngani cz ngoyena angakwenzakalisa cz uzamtshela yonke into yakho
Uyinja Wena cc nxa
Bengingazi ukuthi umona into edeep kangaka
Umona ujule kakhulu
Ngabe yakwethu umona unzima futhi if awukho strong emhlabe mntase, ungabulawa nangumfowenu just because uyaphengela and umsebenxi wakho uyakukhokhela imali entle
Love them all but trust no one
Hi lungstar ngiyaluthanda loluhlelo luyangifundisa kakhulu
siyafana nami ngifunda likhulula yoh kunzima emhlabeni
Yeyi oe angeke ngsaxoxa nix angsathembi nowakithi🤞🤣
😢😢😢buyelani Swaziland guys phela mhambise kule Swazi mybe lisaphila lisengamsiza kwaze kwabuhlungu shembe ngenelela enhlizweni zethu
😢😢😢😢
Ukhohlakele losisi angaze enze into embi kanje kumngani wakhe😮😮
Ayikhonje into ekuthiwa mngan😢
Umama wam wayehlez esitshel ukuth umngani uyen OPHETH ITHUNA LAKHO
Athi ayikh into ewumngani emhlabeni
Mina ngilandela le channel from Pretoria guys e Mamelodi East umngani wacishe wangibullisa nge genge yama bhokoharam nanamhlanje angifuni ukubona isilwane okuthiwa umngane izinja zincono ngoba zazalwa zadalwa
😢
Umona ifa lezinja sham awu waze wazicabangela wedwa sham
Isiphukuphuku lesi instead of using umuthi to fix her husband and choose to destroy a friend a person she claims is her Twin to make her feel the pain as if umntanabantu uye bekathuma umyeni ayofeba 😡😡😡😡
Kunjalo mubi umuntu.
Loo cc really nqaba lungisa umtshato wakhe wenza ungcola okunjena Bandla yhuu yhuuu yini cc ndini umdaka mpela
Wuuu Waze wakhohlakala nangu umuntu. Kungcono umntu ahlale aphile ngaphandle komngane yooh
Siyabonga blaqlife tv kunengi esengikufundile kulolu uhlelo ebengingakwaz
Labantu enibabiza ngabangani nozenibabone🤞
Say that again kugcwele izikhohlakali yeva😢
Yey ungasashongo Thobeka asizwa uma sisakhuzwa💔
P@@InamandlaMpanza-yx7np
Mina owami mngani engangimthembe ngendlela eyokuthi Nami ngangithi usuwu Sisi kumina wangithathela isithunzi sami ngaphenduka ngaba wuyena yena waba yimina futhi Jesu angeke ngikhohlwe ngisho umuntu Wami wangijikela esefuna yena izesheli zami zigijima emva kwakhe engikhuzile njalo umama ngaye kodwa ngangamlalela.. Ngibonga lowo Sisi owayesiza ekhaya wangiyisa kumthandazi wase Zcc wangisiza kwabuya ngisho abahamba kudala kwashintsha izinto yhoo angeke ngikhohlwe.. Kodwa sengamxolela but angifuni nje eduze kwami ngisho ezama ukuzisondeza Ngibonga ukuthi ngahamba ngathola umsebenzi kude le naye.. Angifune mngani eduze kwami...
@@SKYETshepo Phephisa bakithi kwakubi. Inkinga yethu masixhwayiwa asilaleli kanti umuntu omdala kusuke kukhona akubonayo ngaloyomuntu esingakuboni thina🥹💔
Kwakumele uyele indoda yakho eswazin ay umngani wakho 😢😢 kodwa nkulunkulu wami 😭
YOOOO😳🙀😳
I DON'T HAVE FRIENDS AND I'M PROUD OF MYSELF.....
UKHOHLAKELE NTOMBAZANE NDINI,NGEKE ILIBONE IZULU.
NGATHI ANGAKUBULALA.....MNGANI WAMA SIMBA,NGEGOLO ELIBANDAYO,YINGAKO INDODA YAKHO YEYIKUSHIYA IYE NGAPHADLE,NGENXA YENTLIYO YAKHO EMNYAMA,ANGASA SEBENZI.....CHUBEKA UTHAKATHE GOLO LENJA,NUKU LEXOXO.
Yei ubuthi obulapha yena ubengakuhleki kodwa ubekubonisa kahle nje ngomngane yeyi azi uyongena kweliphi izulu..Yingaka ingaka iBVG
Tshela umyeni wakhe kuba yena akazi yini nowakho umyeni usezosaba ushade negwira yuuuu.
Nasemsebenzini soze baphunde bakuthembe ngoba nabo u,obathakatha
Umngani sitha eskhulu qinsile angnaye umngani phila ngedwa🤞
Yikho ngingenamngani
Ubunja kubantu besfazane kube niyazi lezivhitho zenu zibulala yonke into wmpilweni zethu ngabe anikwenzi😢😢😢😢😢 special uma zele kokwenzeka nakwinzalo yakho
Ave ungcolile Sisi wabantu, ave ukhohlakele uyinja futhi.
Njakazi
INJA enkulu I pitbull uqobo .
😢😢😢😢😢😢😢😢😢Baba sifihle ezitheni🙌🏾esizaziyo nesingazazi💫🙌🏾
Literally crying on your behalf sisi. What your so called friend did kuyabonisa ukuth engakubulala aqede ahleke ne family yakho.
Ungaphinde umsondeze eduze kwakho,nendoda yakhe imlahle,eyakho ibuye, God bless you
😢😢😢😢😢😢😢yoooh Jehovah wami ngiphe inhliziyo engahaleli into zabantu
Amen ❤🙏
Hhaisuka umhlaba awusale uphela dies maan sies angeke ulibone izulu😭😭😭😭😭
Ungenaphi umngani wakho emendweni wakho ongaphasanga, hhei umona ifa lezinja. Engathi ungahlala unenakho ukuthula emoyeni wakho.
Kanti kunjani emhlabeni Nkosi Yami,Kanti yin umuntu 😢😢 kwaze kwabuhlungu.uzoqedelwa impilo yakho umngani Hau nxese Sisi ibhadi elakuvelela.
This is a watch, because whn you see other people happy and you want to destroy them cos that makes you happy, you don't deserve anyone as a friend, it's best you leave alone
Jesu ndodaa kaDavide sihawukele, joh ngabuzwa ubuhlungu ngathi ukwenze kimi . Women hate each other so so much hey ngiyasaba😢😢
Yazi ngisho inja igcono kunawe cc uwunawo umona unomgolo uyanyanyisa
Inja incono yinhle futhi,iyakwazisa uma kunesigebengu ngaphandle.
Ingako ngingenamngani angithembi ngisho udadewe2 angithembikwamntu nghlezi ngiqaphela kwanto babolile abangani😭😭
😭😭😭😭kwaze kwabuhlungu nkosyam
Babole kwabntlobo bonke abantu especially abangani
Syafana angithembi ngisho owasekhaya 😮
Mina ngithemba uJesu yedwa manje
This is an eye opener to friends.Be very carefull.People are very wicked.
Yooo Jesu Waze wabuna umuntu wesifazane kumngane wakhe uZOJEZA CC UZOJEZA IMPILO YAKHO YONKE
Ukhohlakele wena y ungaloyi lesifebe sendodayakho ungusathane wena
Engathi engafa nje locc
INJA nje le yontambazane kusho ukuty uyabanda lo cc
You Shud HV gone to thakathaa that cheating man of urs than umgani..Yoo i feel the pain for lo mngani Shem .😢😢😢
She sounds like so proud xa ebalisa lo mthakathi
Uyanginyanyisa nje le ntombazane thana wahambela indoda yakho wenza into embi kanje sies😮😮
Ngyamubonga umngani mina ngacishe ngenziwa kanjena umngani engamfaka emsebenzini usejika ufuna kukhipha mina ay ngiyayibonga into ethi mngani
😭😭😭 Yangilimaza lento cishe ifane nesimo ngibuya kuso ngomngani kodwa Jehovah uphi makunje 💔💔💔💔, kodwa cc iyoooo ngaze ngalimala, think ngingalubonga usizo kwakho 💔💔💔💔💔💔
Andifuni kwamngane yhoooo Xa kunje ukhohlakele Lo cc
Engikwaziyo ukt kunzima ukukhipha ichitho osidle ngaphezulu asiphumi coz sitshaleka wonke umnzimba kodwa cc leyonyanga yayingenawoni owokulungisa indoda yakho shuùuu ishluku esingaka
Ukuba imina lo omenze nje ibisazodlala ifilim 🤞
Yoooo ukhona uyasebenza nje nawe wangazikhipha
Nkulunkulu siza abantu bakho umona ongaka konakelephi ngempela tjo ngiyakusaba shem nosisi wakho ungambulala Fifi umubi angifuni kukukhohlisa uyathakatha nje
Ndiryt Ngomntu Stru, I prefer animals from now on, when I'm Bored ndiya straight eZoo
😂😂😂
Mnxm yaze yangidina nanso into...but wht goes around comes around
KwaZulu-Natal konakele abantu bokhona bathwele ngenxa yohhobholo njengalentombazane
Unefa lezinja cc unkulunkulu uzokujezisa ngelinye ilanga😭😭😭
Mmmh mina ngizwa ibuhlungu nenyembezin nami ngashawa ngisi chitho seselesele ubuso bami babu njenge sele from 2013 nginobuhlungu obunga pheli ebusweni meku netha noma kubanda kubuhlun ayi wamu zwisa ibuhlungu 😢
Yooooh thats why nginganaye umngani waze wakhohlakala nja yentombazane sies
kuko ndingafuni mntu ozokwazi Yonke into zam ukhohlakele ntombazane Why ninje wayeka lendoda ekufebelayo wasukela uthando lwabantu ababini .just imagine iskhumba seSelesele uyingozi ekuhlaleni
Ngyathandaza ngingabi nomona komunye umuntu 😭 kwazekwabhlungu
Im a tswana women from pretoria listen this ijoo amazulu le njane kante
May God heal her amuphakamise n restore konke owamumoshela khona kubuye kudoubled. Unesbindi shame ucruel ngyskssba mama kaz izngane zakho lento ayzibuya yin ngazo nkos.🥵
Ucc wabantu usambiza ngomngani😢😢😢nkosi yam waze wawumbulali ntombi siyafa izichitho singenzanga lutho
Ngiyakuvuma mine esikhundleni sokuthi ulaphe izinkinga zakho ukhetha ukudlibhiza kwamngani wakho.umubi kakhulu.
Yazi ayikho lento okuthiwa umngani!🙆🏿♀️
Futhi angiboni ukuthi yake yabakhona😊
@nugwanazuma262 Me and you get that
Xa ufebelwa yindoda yakho ungenaphi umngane wakho ? Engaba uthetha nendoda yakho or uthakathe yona ? Waze wadlal ngomntana wabantu . Hlambuluka nyani ucel ku Thixo alungise umoya wakho nalomona onawo . Uyadika nje ukhohlakel ngekungcono noba siyakubona singaphinde sisondele kuwe uyingozi e South Africa . Zama ukuzalwa kabusha pls 🤞🤞🤞🤞🤞
Uyofa uphuma izimpethu njandini yentombazane
Zyoqhash usaphila izimpethu
Uyabona ukxolisa kwakho kusazokyisa ezimpethwini uyinja ethi njaaaaaaaaaa sisi
😮😮😮😮Uyinyoka
Uye Swaziland uyohlukumeza umuntu ongenacala kuwe engabe uyolungisa ezakho inkinga nomyeni wakho ungusathane cc ungambizi mngani wakho yey ngyakubonga Jehovah ngokuthi ngibe nomngani oyedwa onguJehovah
Yhooo uThixo uyakukubetha kabuhlungu okodlulale ntlungu oyivise ichomey yakho🤞
Lenyanga ngathi ingathi back to sender
Waze wakhohlakala cc ingakho ngingamfuni umngani anginaye nenganezami ngizifundise loko ukuthi zingabi nabangani siyaziphilela endlini kumnandi2
Yo kwaze kwanzima emhlabeni lento yokuthi ungamthembi umuntu ubothenga itshee😢
Umkhuleko wami ngiwubhekise kusisi owenziwe okubi,uNkulunkulu unawe futhi usazokuphakamisa.Nkosi Deka itafula phambi kwezitha zakhe .Ujehova akwembathise amandla 🙏
Umngan is a very good and calm person, she doesn't deserve this kind of friend cha!
True and she can not say live your marriage
Uk'khohlakala okungaka, sies! Akaphile iskhathi eside ahlupheke abulawe inhliziyo.
After this angisafune mngani😢
Saze sakhohlakala sabantu besifazane this is so sad😢😢
Ayikho into ekuthiwa umngani uyislwane cc ngabe walungisa impilo yakho cc umona wakho sies uzojeza one day
Ukhohlakele sym
Mmmhh! Ngaze ngabuhlungu Jehovah ngengane yabantu ifela into engekho ifela impumelelo yayo 😢😢😢😢
ungcolile sies!! You actually deserve that husband okufebelayo sis!
😢😢Uuuuuhhhh nghlez ngizwa ayyy ngyabong shayme umuntu oty mnganie ngyamsaba ngaze ngabhlungu shayme
Kodwa cc waze wakhohlakala .awuhambelingani ndodoayakho ungazehambele umngani😢😢😢Awusiye umngani umthakathi uqobo rwabishi ndini
And shembe kusukela ngabona leshowo angifune Mngani emzini wami naseNdodeni yami ngoba wow 😢😢😢
Eskhundleni sokuthi elaye indoda yakhe ulaya umngani wakhe what an evil slwane being🌚🌚
Ohhh Nkosi sale sewbuya Moy oyncwele kyonakala ezweni lakho
To think after all this, the victim still calls her mngane wam😮, she is very kind hearted yoooo
What a matured young lady❤❤
Kodwa Mkhaya😢😢 syabonga uma ufikile unenembeza
Umkhaya wakho lo uyathakatha, ubonga ukuthin? Akananembeza bt she's evil
This is the first time ngibuka ke show kwehle inyembezi 😭😭😭😭
The few episodes I watched am sooo traumatized the things I hear here
Ngaze ngafisa kuya eswatini for ukulungisa impilo yami emile. Ay ukubhidliza impilo zabanye anyone owaziyo muntu waseswatini angilayele osebenzay kampela
Uma ngingaganwa isibutubutu sikamakoti omuhle njengawe Lungsta ngeke ngiphinde ngibone esinye isiketi
Uyokuvuna okutshalile!
Awiunawo unembeza
Ayi bafethu mna ngihlulekile ayi bengithi sengikuzwe konke ngihlulekile ayi abantu besfazana mb2😢😢
Kodwa nkosi! Kwaze kwanzima abangani abasekho emhlabeni, uvele uzibuze ukuthi izinto uma zihamba ngeny indlela kwenzakalani. Akudlinzwa kodwa hheyi ! Bo!
I like Lungsta with her question 😍😍😍😍😍😍😍😍
Yikho ngingenaye umngane ,,Waze wakhohlakala losisi
Kubuhlungu kabi and kuyakhalisa kakhulu kwaze kwanzima😮
Mngani, umngani wani vele ngoba kuyisibonelo nje lesi kithi esingakagileki yoo ay ngiryt ngiyiphilela ngedwa kuningi shame😢😢😢.
Mina angisazi ngabantu besfazane ngendlela eninomona nenhliziyo emmbi kakhulu ningababulali,nabathakathi niyizilwane bosathane
Hayi ngiyambonga umngani umama wathi nawe if bekhala ngokuhlushwa indoda nawe khala 😢
Kodwa Bakithi noma esezwe izimfihlo ezingaka uSathi Mngani💔💔
Umngani into engekho emhlabeni kodwa losisi yini nje le ngabe ubuyele kulenyanga yakhe wakhipha leschitho yooooh inhliziyo yami yaze yabuhlungu
Ayi ngathi sesiphila kwelinye izwe lokhu ngbuke loluhlelo nje ayi into ewumuntu sengyayesaba lungibukise umhlaba ngenye indlela Waze wabola Ntombi ungumkhanqala uyinja uwumgodoyi💔💔😭😭
Unomoya omubi mthakathi uyescefe nje cc, umngani yinto engkho ngihale ngisho
Ndaze ndazisola why ndiyibukele le episode ibuhlungu kakhulu nje
Umona kodwa 🥱🥱🥱
A dangerous person is somebody who is close to you
Lunster siyibandla sicela u dial 10111 lapho asizukusola😢
For those confessing murder here I wonder do they ever get arrested?
Haybo² hey ukhohlakele wegeloh awchabo uzobumthakathi laphugugakhona uzobona awnantliziyo udliwayin ngobisfiso sakhosiyak sebenzela mnxm
Uzobuyela eSwazini lenyanga yakho isikhiphe le sichitho