uMthandeni uthuse ebaningi ekhuluma ngo Khuzani emcimbini wakhe

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 6 ม.ค. 2024

ความคิดเห็น • 135

  • @ThandananiSiphephelo-mb7xh
    @ThandananiSiphephelo-mb7xh 5 หลายเดือนก่อน +7

    KHUZANI inkunzi bafana bakithi,awuzi nkunzi kusho inkunzi 😂😂😂😂💞

  • @ArticulatedSoul
    @ArticulatedSoul 6 หลายเดือนก่อน +7

    Inhle into eyenziwa uMthandeni ukuthi anxusele uKhuzani ngiyabuncoma ubunsizwa lobo UNkulunkulu amandisele kukho konke!!🙌

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 6 หลายเดือนก่อน +20

    Umcimbi kaMthandeni kodwa kukhulunywa ngo Khuzani 😭😭😭

    • @nthusenghoffman6067
      @nthusenghoffman6067 6 หลายเดือนก่อน +6

      Cacile umshaye wezwa akamkhohlwa noba seli dume ladlula elokuhlukanis unyaka

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 6 หลายเดือนก่อน

      ​@@nthusenghoffman6067up Khuba up

    • @SimisomthobisiDuma
      @SimisomthobisiDuma 5 หลายเดือนก่อน +1

      Yey ningazenzi izilima nani balandeli, into esobala ibonwa nayngane encane, ukube awungeni izindaba zabaculi zokuxaba kwabo ...ngabe nawe uvote neperis but umona wakunqoba ngoba uthenga I part ka Mgodi

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 5 หลายเดือนก่อน +2

      @@SimisomthobisiDuma Wena wayivotela ijele?

  • @user-hc4ni6zn4w
    @user-hc4ni6zn4w 6 หลายเดือนก่อน +9

    😂😂😂 khuzani nikhuluma ngaye ngisho engekho niyamthanda

  • @simphiwemcebisi6428
    @simphiwemcebisi6428 6 หลายเดือนก่อน +9

    Ujabulisa abantu abangamvotelanga bamenza islima

  • @Zondamashinga
    @Zondamashinga 6 หลายเดือนก่อน +3

    Indumezulu engaka yomcimbi emakhaya madoda😮uhambawedwa Mthandeni ay

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 6 หลายเดือนก่อน

      Pho igama lika Khuzani lifunani kwa Manqele?

  • @mbukisenihlambisa7302
    @mbukisenihlambisa7302 6 หลายเดือนก่อน +4

    😂 up red nation .eyasemdletsheni ingenhla baf2 .vuma nawe noma kubaba idla .ngoba nawe ongamthandi wizwile iparis .

  • @njabuloemmanuelmahlangu7188
    @njabuloemmanuelmahlangu7188 6 หลายเดือนก่อน +5

    Yini lodoti kade wenziwa u camera man kodwa

  • @dumatshabalala5858
    @dumatshabalala5858 6 หลายเดือนก่อน +9

    Suka lapha ayikho lento kaMthandeni.Wehlulekile nje😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @nthusenghoffman6067
      @nthusenghoffman6067 6 หลายเดือนก่อน

      Aibo kya zduduza nje lokhu luyi skhova

    • @Skhobaner
      @Skhobaner 6 หลายเดือนก่อน +1

      Wena ungayenz lento ayenzile..or wake wayenza😂😂

    • @thokozanemthimkhulu
      @thokozanemthimkhulu 5 หลายเดือนก่อน

      Iqinisile bafo ukhumbule umthandeni akalugwazeli ukhozi fm ,ukhozi selwakhathala imali ka Tira ,selisebenzisa ukhuzan ngoba engafundile hay kubi😢

  • @Lil_Bae2Smart
    @Lil_Bae2Smart 6 หลายเดือนก่อน +5

    Syabuka njalo ukut akakuxoliseli ukt wath uKhuzani uyazivotela ngaphandle kobufakazi. Akazikhuzi izinhlamba ebezibhelisee kuKhuzani ngenxa yomlomo wakho🤔 Usaqhubeka nokuqhatha uKhuzani neziphukuphuku ngoba thina esihlakaniphile sesiyibonile lento ayenzayo

    • @a.mnqobigumede7182
      @a.mnqobigumede7182 6 หลายเดือนก่อน

      Nanilaphi ngo 2020 abalandeli baKhuzani Bethuka uMthandeni esemsakazweni waqede uKhuzani wa reactor to that ngokuhleka??

    • @a.mnqobigumede7182
      @a.mnqobigumede7182 6 หลายเดือนก่อน

      Benithule nithini yonke leminyaka abalandeli kanye nabaculi kaMaskandi becwasa uMthandeni ngenxa yakhe uMgodi nabahleli bemicimbi?

    • @Lil_Bae2Smart
      @Lil_Bae2Smart 6 หลายเดือนก่อน

      @@a.mnqobigumede7182 Njengoba usho nje wayehleka, akuyena ofaka umoya wokuthi uKhuzani uyazivotela kodwa akez nobufakazi. Usihlohla ukut wonile ngokukhankasa🤷 kufanele axolise. Elokshini lam asivoti sivula iradio silalele ezohlukanisa. Kuyasisiza ukt sibone kahle wonke amasayidi

    • @Lil_Bae2Smart
      @Lil_Bae2Smart 6 หลายเดือนก่อน

      @@a.mnqobigumede7182 Qwabe amagraji asilimaza singaliboni iqiniso. Fanele konakale manje silungise manje. Sithembe Nina madoda ngamakhaya ethu, nangekusasa leSA. Ningavumi ukufakwa ngamakhanda. Angithukwanga mina ngeke ngilwe izimpi engingazazi

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 6 หลายเดือนก่อน +3

    Kodwa Nkosiyam yenzani intandane ye Nkosi u Khuzani emhlabeni seku wrong manje

  • @tenzathabiso9254
    @tenzathabiso9254 6 หลายเดือนก่อน +3

    Uphi ulwa pho nge paris ngoba naye etakhe

  • @bonganiemmanuel303
    @bonganiemmanuel303 6 หลายเดือนก่อน +4

    Hau bekumenywe abantu abathathu kanti??

  • @user-hm2iq4ky4m
    @user-hm2iq4ky4m 5 หลายเดือนก่อน +2

    Liyamthanda shemu ukhuzani likhuluma ngaye ngitsho engekho 😅

  • @user-uq7rg2cj1f
    @user-uq7rg2cj1f 6 หลายเดือนก่อน +3

    Ukuhluleka kwegcokama usesola khuzane 😂ubhuti empeleni uyisehluleki.abalandeli bakho mele baxolise abakuvotelanga .😂😂sungakhuluma ugcine lapha othanda khona igama lithi awuwinanga mholi wabo

  • @mathabiedthabza1205
    @mathabiedthabza1205 6 หลายเดือนก่อน +3

    Uze uthi anilingani nokhuzani awubakhokhelile ngani abaculu ay indaba yakho iyadabukisa bakity uzophakela abantu ukudla abangakuvotelanga😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @bathevuyo35
    @bathevuyo35 6 หลายเดือนก่อน +2

    Lana niphikisana ngabantu bangenandaba nani banazi nokunazi
    Labantu baphila softlife nina nyakwebhana blue nation red nation hhaayi .nina winile nonga winanga but still bona bayasutha naku wenze mncimbi january mali shuthi nayo no khuba naye enjoy life yakhe naye .wavotela lo wavotela lo still awutholanga lutho. Lento yenu yawona nje mculo kamaskandi ngathi manje only 2 bantu bacula maskandi la SA.ngkhuluma nje NGIZWE khona babulalene kubangwa yona yalamadoda eminye mizi bona ba phephethwa ma aircon mzini yabo

  • @user-od7tf7zl9c
    @user-od7tf7zl9c 4 หลายเดือนก่อน

    Yinkunzi uKhuba kukhulunywa ngaye ngisho engekho. WeMthandeni hambo qhudelana nontanga bakho😅

  • @user-ki6kw6ut2l
    @user-ki6kw6ut2l 5 หลายเดือนก่อน

    Mthanden unkulunkulu agqubeke akubusise bhuti omdala 🎉inhlonipho phambili❤🎉

  • @user-zf7lj2lq5u
    @user-zf7lj2lq5u 5 หลายเดือนก่อน +1

    Kanti naniKhuluma ngoKhuzani

  • @user-qk4dc2tg1n
    @user-qk4dc2tg1n 6 หลายเดือนก่อน +1

    Qhubekani nimdumise uKhubu umcimbi ngoka Mthandeni kodwa kukhulunywa ngo Khuzani

  • @nombusobiyela3266
    @nombusobiyela3266 6 หลายเดือนก่อน

    King Duyaza❤ khuphuka lapho ungangenzi islima go Paris go❤ ikuphi ingezo iseMdletsheni iqhawe libhukuda emhlabeni kafishi 😊

  • @user-mh5yv1xc6v
    @user-mh5yv1xc6v 4 หลายเดือนก่อน

    Hayii. Nkunziyam suzofa manje. Wase utrend kangaka.😂😂😂😂

  • @SonwaboMajondana-dc5vp
    @SonwaboMajondana-dc5vp 6 หลายเดือนก่อน +15

    Hai Guys Nina Kwazulu Nilandela Umuntu hai ingoma Coz ukhuzani Angiyazi Nalengoma kuthwa ngumjolo yohlukanise unyaka, iParis Akhomntu ungayaziyo and imandi kakhul langoma mele yiyo ewinile ke qhaa Sothuke Sonke aphe Cape town Makuzowina ingoma ka Khuzani, Andingomntu Kamasikhandi Kdwa Paris Ithandwa jikelele Ayikho lento Yona Nilandela umntu Kdwa Sonke Siyayazi Ingoma ebekumele yohlule unyaka Yi Paris ke qhaa and I think Abalandeli bakamasikhandi benza udlame kumculo Kamasikhandi Coz Nilandela Umuntu hai ingoma emnandi niwrongo marn

    • @AndileKhanyile-kq6nh
      @AndileKhanyile-kq6nh 6 หลายเดือนก่อน

      Uqinisile mft

    • @nthusenghoffman6067
      @nthusenghoffman6067 5 หลายเดือนก่อน +6

      Wangayi votela ngani phoo

    • @lunga_sibiya1744
      @lunga_sibiya1744 5 หลายเดือนก่อน +6

      Leyo paris uyvotele kawungaki?

    • @lucasscara5244
      @lucasscara5244 5 หลายเดือนก่อน +2

      Klk kulapho bekumele uvote kaninz for le uyaziyo ingoma kwi top 10 iwine kuphele uthetha

    • @nthusenghoffman6067
      @nthusenghoffman6067 5 หลายเดือนก่อน +3

      Inkinga yenu anilandeli imigomo ye competition nidlali Paris lokh nith imnandi cabanga bizo wina ngobu mnandi ningavoti .gede yi competition lee

  • @user-dp8po5qq8n
    @user-dp8po5qq8n 4 หลายเดือนก่อน +1

    Indlu yegagu iyanetha

  • @user-dp8po5qq8n
    @user-dp8po5qq8n 4 หลายเดือนก่อน

    Bangcwala kanje kodwa mase kumele bavote bavotela uKhuzani

  • @NonhlanhlaPriscillaMatlala
    @NonhlanhlaPriscillaMatlala 6 หลายเดือนก่อน +2

    Une vai vai kanti udunusa🤔

  • @pijaliofficial
    @pijaliofficial 6 หลายเดือนก่อน

    ❤🙏🙏

  • @ConfusedAstroStation-os1fm
    @ConfusedAstroStation-os1fm 6 หลายเดือนก่อน +1

    Uyanya uphethe abasangene njengawe
    Yahlanya

  • @user-wy1tf8rx9v
    @user-wy1tf8rx9v 6 หลายเดือนก่อน +1

    inkinga labantu bakakhuzani babuza ukuthi kukhuluywa ngokhuzani naye ezokhuluma ngokuwina kwakhe wakhuluma ngokuwa kukamthandeni kwakingenaphi

  • @siyabongankosie3780
    @siyabongankosie3780 4 หลายเดือนก่อน

    Inkosi kaMaskandi

  • @user-vf8wb1zi7n
    @user-vf8wb1zi7n 4 หลายเดือนก่อน

    whkulumisa okwensizwa ke manqele ibalulekile ntlonipho mfowethu inkulumo ingbi netlamba wensizwa uyayiqhatha uyishiya nabani

  • @fungelelanimaster8668
    @fungelelanimaster8668 6 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤❤❤

  • @user-eu8pm6yd9z
    @user-eu8pm6yd9z 6 หลายเดือนก่อน +2

    Axolise ukuthini?

  • @BuhlebakheLuthuli-js7ni
    @BuhlebakheLuthuli-js7ni 5 หลายเดือนก่อน

    Sebevuma yonke into bezwe kuthiwa kuzophuma inyama

  • @fungelelanimaster8668
    @fungelelanimaster8668 6 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤❤🎉🎉🎉

  • @user-ip7xi4we3t
    @user-ip7xi4we3t 4 หลายเดือนก่อน

    MTASE FT Msiselo

  • @LondaniMlambo
    @LondaniMlambo หลายเดือนก่อน

    Akakwazi ukuxolisa ukhuzani kuwe

  • @user-zy7fy2dh6y
    @user-zy7fy2dh6y 6 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤❤❤❤

  • @nomthandazoshabangu4117
    @nomthandazoshabangu4117 5 หลายเดือนก่อน +1

    Hhayi ngeke ayikho lento yalomuntu akahambe ayifindu kucula nje kuphela ahlukane no Khuba

  • @user-fq9vn3ey6u
    @user-fq9vn3ey6u 3 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤

  • @NkosilungileDanisa
    @NkosilungileDanisa 5 หลายเดือนก่อน

    Watsho Ididani uba iyakude lentsizwa

  • @nandiswanduku6663
    @nandiswanduku6663 5 หลายเดือนก่อน +1

    Wemame😅😅😅😅

  • @user-yz1on9sz9m
    @user-yz1on9sz9m 6 หลายเดือนก่อน +2

    Iqiniso impelo akekho ofika kuKhuba ngamandla lapho uqinisile

    • @MadodaThusuni-iv7qm
      @MadodaThusuni-iv7qm 5 หลายเดือนก่อน

      Kunjalo nje kyohlez kuyzintuli emvakwebhasi

  • @tsheponone3722
    @tsheponone3722 4 หลายเดือนก่อน

    Uskhova uwumlandeli kakhuba vele

  • @user-en6kw5wl3l
    @user-en6kw5wl3l 5 หลายเดือนก่อน

    Waa wena ngikunyanyallaala

  • @ThandananiSiphephelo-mb7xh
    @ThandananiSiphephelo-mb7xh 5 หลายเดือนก่อน

    Mthandeni Mthandeni mfanakithi awuthandeki Lana Kimi unesigcwagcwa😂😂😂

  • @NaniNdungane-fn8wk
    @NaniNdungane-fn8wk 6 หลายเดือนก่อน +1

    Uyabheda wena exolisa axolise in?

  • @phumemathaba8292
    @phumemathaba8292 3 หลายเดือนก่อน

    Cha lo Camera man bakit😢 isishikho somuzi dololo amateki afanayo dololo😂😂😂😂😂😂ay

  • @mteemcool9373
    @mteemcool9373 6 หลายเดือนก่อน +1

    Belise sober la iqhathanzipho lika MaShandu 😂

  • @slondiwedlamini7367
    @slondiwedlamini7367 6 หลายเดือนก่อน

    Akangene ukhuzan ekuhluleken kwakho ukuhlukanisa unyaka wena gqugquzela abantu bakho ukuth nxt tym kuyavotwa

  • @user-cf1bz2nq5r
    @user-cf1bz2nq5r 4 หลายเดือนก่อน

    Kufana lani liyakhometa lisapota ukhuba

  • @user-de5lb1pq6t
    @user-de5lb1pq6t 6 หลายเดือนก่อน +2

    😂😂wenzan ukhuzan kodwa nkosyam ?

  • @NaniNdungane-fn8wk
    @NaniNdungane-fn8wk 6 หลายเดือนก่อน +1

    Sk uyafana no Khuzani,is just that Khuzani o nale gap,they must find out from their parents ukuthi abakho related,maybe that’s why they are fighting,bayalamana🤭🤥🙆‍♂️😆😆😆😆😆😆😆🤷‍♀️

    • @MlungisiShandu
      @MlungisiShandu 5 หลายเดือนก่อน

      🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @user-yz1on9sz9m
    @user-yz1on9sz9m 6 หลายเดือนก่อน

    Axolise wenzeni

  • @Ndwaks
    @Ndwaks 4 หลายเดือนก่อน

    Cameraman nooooooonsense le oyishuthile slima

  • @abednigohlabisa2429
    @abednigohlabisa2429 6 หลายเดือนก่อน

    Yabona lensizwa abayiyeke iliqili elikhulu buka nje ubani okhuluma ngoMjolo nokuhlukanisa unyaka.. wonke amehlo akuGcokama uDunudunu wabisha Mgodi😅😅😅😅

  • @SibusisoNyembe-gb6rp
    @SibusisoNyembe-gb6rp 2 หลายเดือนก่อน

    Awuziqhenyi nje Mthandeni ngathi intombi ibona isoka 🤦🤦🤦🤦🤦🤦 cha ayikho lento yakho

  • @user-xf7fw2ec5y
    @user-xf7fw2ec5y 5 หลายเดือนก่อน

    Mthandeni enza lento uyenzayo yekana noKhuzani. Uyangcungcutheka bonanje ngumona ucace gcaaa okwekati emhlophe ehlungwini.

  • @user-zl8op1tm6h
    @user-zl8op1tm6h 6 หลายเดือนก่อน

    Umxholisela kanjani umuntu owine wakwehlula utshwala lobu buyakusanganisa

  • @user-sl9nz4ks2h
    @user-sl9nz4ks2h 6 หลายเดือนก่อน

    We ukhuzani ukunika inkinga Wena usazonya😂😂😂

  • @nandiswanduku6663
    @nandiswanduku6663 5 หลายเดือนก่อน

    Abakuvotelanga ngani kodwa abantu bakho qhawe

  • @MadodaThusuni-iv7qm
    @MadodaThusuni-iv7qm 6 หลายเดือนก่อน

    Uyoz uvum ukuth ungumlandeli kaKhuzani

  • @mfundomhlaba4015
    @mfundomhlaba4015 6 หลายเดือนก่อน

    Mshovi wenkani kulonyaka ishove kahle, ubonile unamandla asebenzise kahle

  • @ZibusisoMlilo001
    @ZibusisoMlilo001 4 หลายเดือนก่อน

    Saaaaa

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ngeke ulunge sdalo kukhuzani abakuvotelanga abantu bakho 😂😂😂😏

    • @luyolontulili7587
      @luyolontulili7587 5 หลายเดือนก่อน

      So novotele umntu hay ingoma

  • @mtshalimxolisi
    @mtshalimxolisi 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂 zisazokhala SK

  • @ConfusedAstroStation-os1fm
    @ConfusedAstroStation-os1fm 6 หลายเดือนก่อน

    Uyanya uphethe labo abasangene njengawe

  • @MthokozisiMhlongo-gm7ju
    @MthokozisiMhlongo-gm7ju 6 หลายเดือนก่อน

    Ukuhleba into yabafazi vele nabalandeli bakhe bangabafazi nomunye ngathula nje ehleba ngami ngikhona ezitshela kuthi angikho neyincelebane zakhe

  • @tenzathabiso9254
    @tenzathabiso9254 6 หลายเดือนก่อน

    Camera man uyabheda

  • @SandileZikhali-sg1ch
    @SandileZikhali-sg1ch 6 หลายเดือนก่อน +3

    Udakelwa uKhuba ukumise kabi kuyoyonke imincintiswan awuwini lutho kumaskandi ungenhla kwakho, uzoxolis amasimba😂😂😂

    • @nkulumze2259
      @nkulumze2259 6 หลายเดือนก่อน

      Uyinja idouble platinum

  • @NaniNdungane-fn8wk
    @NaniNdungane-fn8wk 6 หลายเดือนก่อน

    Ubheme ini,or akuphuzanga amapilisi akho,ase mahlanyeni?

  • @user-ws1sb6fo6g
    @user-ws1sb6fo6g 5 หลายเดือนก่อน

    Uzokhulum kanjani umthanden NGO khuzani .ukhuba lento isegazini uyamazi umuntu kanayo ipride

  • @zamothegodfather8392
    @zamothegodfather8392 6 หลายเดือนก่อน

    I nondo yenkosi 😂😂😂

  • @ericnqobilengwenya9460
    @ericnqobilengwenya9460 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ukhuzani yinkunzi bakwethu

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 6 หลายเดือนก่อน +2

    Angisiye umlandeli ka maskandi but uMthandeni no Khuzani bayamthanda Nkulunkulu praise ngalokho

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 6 หลายเดือนก่อน

      Which church are true according to the Bible in this world? Because many churches are not true according to this scriptures, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4,2Peter 2:1-3..

  • @ConfusedAstroStation-os1fm
    @ConfusedAstroStation-os1fm 6 หลายเดือนก่อน

    Asikuthandi

  • @user-hv7ls9te1h
    @user-hv7ls9te1h 6 หลายเดือนก่อน

    UHLAKANIPHILE UMTHANDENI

  • @ConfusedAstroStation-os1fm
    @ConfusedAstroStation-os1fm 6 หลายเดือนก่อน

    Yahlanya

  • @sfisonkosi5746
    @sfisonkosi5746 6 หลายเดือนก่อน

    Uyindoda mfokaManqele

  • @BuhleDuma-ru6kn
    @BuhleDuma-ru6kn 6 หลายเดือนก่อน

    Niyathakatha nina balandeli baba khuzani aingob nikhulumel qhawe lenu seniphiswe mona

    • @Mysterion8585
      @Mysterion8585 6 หลายเดือนก่อน +1

      Sehlukanise unyaka kabili, siyalead(a) ngezindondo. So Umona ukini, not kithi

  • @dumatshabalala5858
    @dumatshabalala5858 6 หลายเดือนก่อน +3

    Wehluleki sdakwa ndini🤷‍♂️

    • @nkulumze2259
      @nkulumze2259 6 หลายเดือนก่อน

      Engabe wena unani sdwedwe ndini

    • @dumatshabalala5858
      @dumatshabalala5858 6 หลายเดือนก่อน

      Ngunyoko lowo

    • @nkulumze2259
      @nkulumze2259 5 หลายเดือนก่อน

      Vele uyiso isidwedwe ngoba uyihlongandlebe elahlula imfundiso yabazali phara ndini

  • @user-tc4sc1mg9g
    @user-tc4sc1mg9g 6 หลายเดือนก่อน +2

    Phambili nge-paris phambili

  • @yonwabasimayile1470
    @yonwabasimayile1470 5 หลายเดือนก่อน

    Worse lo khuzani naye kade ethetha ngo sk ku Facebook uyabhora yena kuqala u childish

  • @simphiwemcebisi6428
    @simphiwemcebisi6428 6 หลายเดือนก่อน

    Ubekuph ulwah

    • @nthusenghoffman6067
      @nthusenghoffman6067 6 หลายเดือนก่อน

      Use dedeli video U lwah kuth kya mziba lokh mekfonela unika magidangoma ifone at akazizo performer mahala

  • @MfokaZinqaObala
    @MfokaZinqaObala 6 หลายเดือนก่อน

    😂😂😅

  • @user-pm9lk9cd4l
    @user-pm9lk9cd4l 5 หลายเดือนก่อน

    Mxm 😡😡😡😡

  • @SandileZikhali-sg1ch
    @SandileZikhali-sg1ch 6 หลายเดือนก่อน +3

    Futhi awulingani nakancan noKhuzani uyakuhlul ngakho konke

  • @WisemanMageba
    @WisemanMageba 4 หลายเดือนก่อน

    Ngeke ungakhulumi ngomuntu omkhulu omhloniphayo nofisa ukuba sezingeni lakhe ngelinye ilanga

  • @tshiswayocpesande9977
    @tshiswayocpesande9977 6 หลายเดือนก่อน

    Mxm uyoshisisa abantu ngelanga for nothing wena dombolo lobuso. Baningi impela abantu kulomcimbi awuhlelekile. Nxt time when u want to do umcimbi wocela uKhuba akunikeze few points ngoba nje b.syd lomsangano eniwubangayo wohlukanisa konyaka. D truth uyahlulwa dismal ngu Khuzan wth everything

    • @Belinda1277
      @Belinda1277 6 หลายเดือนก่อน

      Ayi fueeg wenja

    • @thokozanemthimkhulu
      @thokozanemthimkhulu 5 หลายเดือนก่อน

      okumnandi abakhonjwa ngesbhamu baIzele bona elangena ,and abanatv yin okubuka i weather? Ilaphoke okumele uzibone khona ukuth uyahlanya wena ,okunye labant enikhuluma ngabo ba rich kabi and kwawena abakwaz ngeke bakukhombe nasendleleni so be patient yekela ukuphapha ,zama impilo nidume nani khona sizoneseka, ngyabonga

  • @LondaniMlambo
    @LondaniMlambo หลายเดือนก่อน

    Akakwazi ukuxolisa ukhuzani kuwe

  • @user-ff3cm9mq9s
    @user-ff3cm9mq9s 4 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤