Benza lento ukuthenga izinto ezi expensive. Sisokola kanje sonke bona basihlukumezela into engekho kanje. I have always said a kubona abantu a baxakekile laba abasihluphayo. Kubi but luckily it was your own family so you know the pain we feel going through such things
Khona into e off ngale episode ngeke, Blacklife musani ukwakha izitori ezngekho. We enjoy the authentic content hayi lombhedo esenwenza manje. One thing that gave it away is the guy you called, aksiye umuntu omdala lowo ebenimfonele indlela akhuluma ngayo, ne reaction yakhe. I actor yenu ihlulekile mayixoshwe straight🤣
Wawungamyeki ngani mayekubona .Ngoba kwakufanele nishiye imoto usho kumajita ukuthi uBaba omncane Lona ayiyekwe imoto .
Inja Lena. Uyawatshela amajita ukuthi sheynt itimer lami befethu. Evil boy
Wayehlosile unamanga lona
it was not about the car, he wanted to kill him vele
Ngabe umyekile kodwa Jesu
Mina ngi thanda ubaba wakho uma eku tshela iqiniso kwamele ujeze kanti wena wesaba ukufa wenu bulala abanye, hamba bayeku nquma
Woow siyabonga kwispoki
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Ngathi angapoka uze uzibulale nawe uyinja skhotheni 😢
😂😂😂😂😂ei ngoba yisicefe phela Yaz umuntu obamba inkunzi sies 💔‼️
Kuthwala cisho amantombazane akhona 😂😂😂
Yinja loo mfana phooooo
Ungumgodoyi wemfana ndini sengathi engakpokela uze uzibulale nawe
9@@PeacefulNdlangamandla
Wawungayiyeki ngani imoto uma ubona ukuthi ubaba omncane wakho,kwakufanele utshele o bra bakho ukuthi ubaba lo asimyekeni,wenza isihluku, wenza kahle akupokele
Lomjida akazinikele emaphoyiseni mese ecela wona amphelezele ayoceluxolo mese eyaboshwa period
Waze waneqiniso baba 🥰
True father ❤
Lomuntu okhuluma njengane nje naye
A real father indeed not those hu protect the evil like the father of Longwe Twala😢😢
Klinya kakhulu babomncane aze abuyelekhaya
Obulala ngenkemba naye akafe ngenkemba finish😡
Benza lento ukuthenga izinto ezi expensive. Sisokola kanje sonke bona basihlukumezela into engekho kanje. I have always said a kubona abantu a baxakekile laba abasihluphayo. Kubi but luckily it was your own family so you know the pain we feel going through such things
Ksamele ajeze lo Stufuza.ayikho into omduduza yona.😂😂🤞🤞🤞
I voice iyefana neka Baba wakho sgebengu, uSathane womfana
Mfana jeza uyiinja kuzomela uqale ngokujeza kuqala bese ugcinangoliu
Uyisikhohlakali somfana ungabulala ubaba wakho yoooo impunga yehlathi boy ayikho kufanele uyojeza ngesenzo sakho kusafanele akipokele kakhulu awulunganga doti womfana nomangabe kungeyena wakini akufanele neze ubulale umuntu okuyokusiza ukuthi uzihambise emaphoyiseni ungaze uzithole ubulewenjengoyise sikhohlakali ndini doti 😢😢😢😢
Ubaba oqotho 🙌
Yebo siyabadinga obaba abanjena abangalokhu bencetheza wonile mfana kumele ajeze
@@promisenomthandazo2020 Yebo sthandwa 🙏
Yebo ubaba oqotho lo...uneqiniso
Eyi noStufuza uthi nje “ Yamuzwa ukuthi uBaba uvutha kanjani , Akahleki and uthi uzokwenza nomayini “ 😂😂😂😂😂
lol, juyanyiwa shame akudlalwa. awusho, suthathiwe?
Ushadile@@ceboshembe
Ngimthanda ubaba ngoba akamelan nalo doti wengan yakhe kwamele ajeze ngempela
Nothing in this world, that can be done under the sun without being seen,
Bakwethu, asibonge ❤..
Aw wambulala baba wakho pho awnanembeza hamba uyoboshwa akukho futhi okunye.
Angive ngizthanda leziypoki ezinje azcucuzi azlindi justice must be served zyazenzela😂😂😂Mthathe Spoki.
Hamba uyemaphoyiseni mnfana wami
Engathi engakukinya uze uzonele futhi zonke insuk unesono ngesenzo sakho sokushiyisa baba nengane zakho
Akaboshwe uqinisile Baba wakhe
Ha😮weh!!! Ngathi angakulanda ukhohlakele😢
Bambalwa oTata abamela inyaniso/iqiniso kanje ngalo Tata n
ngase akupohele ude uyofa njandini yesigebengu
Kufana nalaba abakhipha izisu ukuthi awyizwa yin ikhala emadlebeni akho special mawzodlula ngala owaylahla ngakhona, Asibyekeni ububi ngoba buyaslandela, Sabantu masisaphila kulomhlaba,
Good babomncane ukube zonki poki zenza kanje ngabe kuhle kab
Izinyembezi zabantu lezi ezakwenza ubabale ilungu lomndeni wakho. Ukuba bekomunye umuntu wangaphandle ubuzoyogeza uzithulele impilo iqhubeke. Igazi lomuntu liyakhuluma.
Mpel ngath ingane yakh yayaz kanti hmmmm ivel vumbuke nebhomu eish,kyabhubha klomhlaba Jehovah ngenelele 👏
Kanti nenzani lapho KZN😢
😂😂😂😂😂
I was scared to ask😂😂😂
😂😂😂😂shwele
Bayaganga laba yaziii
Hai nabo benza kakhulu hai hai
Kungcono ubhuti ayozibophisa lapho uzophephe kubaba wakhe
Uzompokela ngisho ejele😂😂😂
Uyalayeka mfanwam akakubulale
Ku labo abathi y wayengamyekhi ngani ubaba omncane ngoba angu babomncane wakhe Mina ngithi wayengayekhi ngani lesihlukhu abathi ngumsebenzi ngoba uma ebulala umuntu khukhona umndeni olahlekhelwa ubaba noma ubabomncane 😢😢😢😢😢
Uyingoz ubulala uyihlo akakukinye impela ngaze ngamthanda ubaba wakho ngokukulahla sengiyacabanga sengibulala igazi lami Nkosi yami selingbuka ngilibulala awu icala lakho ngeke lithethelelwe
Poka bab'omncana Poka!!! pokela lenja yengane, ungayeki until lenja ikujoyine lapho emazulwini!!
Obviously those he was with will eliminate him, They'll know he'll expose them, Thou his face is hidden, They Know his voice.
spoki inhlupheko iscalekiso sobanawe toti egodini ndoda .this is a good lesson kulabo abasacabanga ukuphila ngokubulala.umuntu ma umkhumula inyama ungena kuwe uze ufe nomusufile uyawuhlukumeza umndeni hhay kancinci.Yekani ukubilalana sizwesimnyama bakithi.
Ngaza ngamthanda lo Baba uneqiniso
KZN is a county within the country 😎
💔💔💔💔Mmmm Nkosi kwaze kwabuhlungu Jehova
Irespect u Baba ,ohh genuine people like uuuuu.
Kusobala ukuthi inengi labantu abafayo babulawa yimdeni yabo igazi lakubo
Imagine uzale ingane iphenduke isigebengu, ngaphezu kwaloko izobulala ekhaya 😢
Iminye imindeni ithwele kanzima 😢
Sesikujwayele lokhu kwezingane ezibulala abazali ezinye ziyathwala ngabazali
KZN inamanyundululu heeeee ndayoyika rhaaaaa ubulala utatakho tjooooo hy sani hybn just like utatakho bafo 😢😢😢😢😢😢
Isqumo eslula zidubule nawe ufe yini ufune ukugezwa 😢
Akaboshwe Lo
Engikuthandayo Uzo confesar umthetho soyuzobona ngawe kodwa uJehova usekucolele Nedi Minden uzothi go to jail
Ave ukhohlakele lenja ubulala igazi lakho akazibulale uyinja
Sengathi angakubulala nawe ngoba nifuna izinto ezisheshayo nibulala abantu nifuna izinto zabo
Good babomncane mupokele aze azinikele kwabomthetho loskhotheni lo sis
First to comment 🎉❤🥳
Igazi lasekhaya aligezeki ayikho inyanga eyosusa isthunzi segazi lakho njalo makunomsebenzi if bephahla bebabiza abangasekho uzowuzwa umoya wenanja
Isigebengu sifana nomthakathi ave ekwesaba ukufa
KZN nje kungcoliwe abathwale yibo abathwale ngabantu yibo mpiloni le
Tata wakhe he the father of the world a king, he doesn't support his son for the wrong reason
Ubaba ey ngizokunquma yezwa ya lobaba umuntu oqondile big up baba
Cha angivumi Kzn ineynkinga bayaziveza nina nihlala phezu kwazo😮
Kazi nibafihlelani labantu engathi ungafa nawe njengobaba omncane
Vele uyoziikela wena emaphoyiseni qha
Kodwa isibindi esingaka noma esekubonile wena uyaqhubeka Cha ungudoti wengane😢😢
Namii ngakubulala ubulale umfwethuuu unganyaaa🤞😭💔
😂😂😂😂😂
Uyinja skhotheni sengathi ungafa ngaso isbhamu nawe.
No comment. Syabonga ubaba akayizwakali eyoxolo. So kumele anqunywe izandla angaphine akwazi ukudubula abulale umzali wakhe
Yaz Uyinja engathi engapoka uze uhlanye ngekhanda ungafi uhlanye ubukwe izwelonke njandini
Hau anisayeki ngani ukhuze amajita ukuthi ayyy ubaba lona majita bamyeke ayyy mfo 😢😢😢
ngaleso skhathi yithi siy kzn esizonda u Bheki Cele mayethi i kzn ihamba phambili ngoku bulala abantu
Kuyobe niyezwa igaz lomuntu liyakhuluma kunjlo nje
Lomjitha ngiyamazi lomfo wambulala hei wenza into ebuhlungu mnganam😢😢
Sengathi naye ngamhlupha aze azibulale yena lomjiata😢
Ubaba wakhe lomjita uwumuntu okanjani?, naye bezifaka?
Uzokubulala nawe usambiza ngomngan🤣🤣🤣
KUNZIMA UKUZALA BAKWETHU
😮😮hau isibindi esinenyongo bhuti,amanyala lawa,hhau uMalume wakho pho,what about his family..hhai.its tough but kuthiwa uzenzile akakhalelwa.😮😮😮
Umdlalo nje Lona ayikho Lento
😮😮😮ay akaze ngimbulale umunt kodw ngathi akudlalwa la ekubulaleni abantu, hhay bonke abantu abake babulal abantu bayaz sola kant ithini into maseniqedile vele, ngathi akusiniswa mahleza nje 😅ngeke ungbone
😂😂😂😂
WANGIKHALISA KUBHLUNGU KAKHULU LENTO OWAYENZA😭😭😭😭😭
Sawubona we bhudi,
The Evil you do stays with you, and the good you do will come to you,
God bless
Thank you 💕...
Manje yini engabi khona amaphoyisa eduze eduze akusizi lutho ukuthi silokhu sibuka izinja zingaboshwa
Eyii naze ngathunukala ngacabanga umamah wami obulawe ucc wami wamagcino NGO 2022 baboshwa 1 yr kwathiwa icala liphelile😢 kumanje uyombiwa futhi this weekend eyii futhi mhlaba😢😢😢
shosho lom'bulali lo;sengathi angakupokela akwenze utshene nengane zakhe;ubulala uyihlo ucabanga ukthi uyosizwa ubani ngelinye ilanga nawubulala igazi lakho;bunjalo ke ubugebengu abukhokheli
Usuhambile mfana izokushaya NIU boss
Ngath engakuklinya ngisho emini ngob awazi ukuthi wawuxhakwen yin kini niphila khle nje
Kyafana noma ngabaleka ispoki sona sizomubiyisa😜😜nazoke ipoki kumele ziwenze impela imsebenz 😜ngeke cbng kuthy uzobulala mese yaphola😜😜😜
unamanga lomfo, he wanted to kill him vele that is excuse, once u see yr family member u will tell the guys to stop
Okokuqala indoda engaka why ingazabalazi insebenze nzima idle izithukuthuku zayo.Akaye ejele straight umuntu uvuna akutshalile simple
Bekufanele Ukth uyozinikela uyoboshwa wenza ubunja hau igazi lakho pho 😢ngenxa yemali nokududana nabangani nibolile hhai kancane 💔
Thankyou uncle for coming back He was wrong He must pay for killing you Yhooòo guy the truth will set you free
Kdw bakithi wayengamyeki ngani😢😢😢😢..kunokuthi ebulale ubaba omncane wakhe😢😢😢😢
Mhlambe umamncane wakhe wamusebenza umkhwenyana wakhe ukt aziphindiselele kowambulala avele acule ukt nguye😢
Wave ubhora stufuza, kutheni uvala inkulumo. Kutheni ungabuzi kuthi uzizwa njani ene futhi yini isjeziso azosenza mxm
😮yooo madoda ku Rough😢💔 kodwa mjita
Uyinja bazomthola ejele ebulala umuntu wakubo embhekile nx!
Hamba uyetshela umamncane wakho nabafowenu ukuthi wuwe owabulala ubaba wabo mbulali
Angikhathali ukuthi uthini bhuti ubolile phuhlu😮
Storie sakho angisizwa ithi wawungazi ikuthi uthenge imoto kodwa waqhubeka sumbona ukithi uyena uyinja akakupokele uzufe
Yooooh igazi lakho pho cha uwudodi bo😢😢😢😢
Yingakho kuthiw noma ungacasuka kanjani ungalinge uphakamise isandla ekhaya, asisho ukuthi ngaphandle kulungile nakhona kubi kodw ku worse ekhaya
Khona into e off ngale episode ngeke, Blacklife musani ukwakha izitori ezngekho. We enjoy the authentic content hayi lombhedo esenwenza manje. One thing that gave it away is the guy you called, aksiye umuntu omdala lowo ebenimfonele indlela akhuluma ngayo, ne reaction yakhe. I actor yenu ihlulekile mayixoshwe straight🤣
Thyma😂
Nokuthi sasesiwiswe yini isigqoko hayiii ngeke inganekwane le nami asingichazi ngempela ke esanamhlanje 😔😔
Noma unganyamalala kodwa isipoki Sona sihamba nawe boy
😂😂😂😂 ukhohlakele ngathi angakupokele until ufe
Uyisilma ukhetha ukubulala owakini kunokuthi ubaleke kubengamajita ambulalayo,uyisilima uyinto yokubulawa wena uyigolo ufuna isibhamu
Igazi lakho pho mfethu hai cha ungcilile😢
Akakupokele kakhulu ND akuklinye kancane kancane uze ufe sathane
Engathi ko Mashu nase Mlazi syofika imizi i empty nje one day izinkinga ziningi .... yikho neynkinga sezingaka ko DBN damn
Ay abantu bakwaZulu natal bona always bona ukuthwala bona flooding bona ay😢
Kufana nokuthi wabulala uyise phela lo.