Sister Anele, I'm very proud of you for standing firm on the right thing. Abafana these days all they want is isibumbu, thereafter badlulele phambili. As for ubhuti, hamba uyolobola ushade and then you would enjoy the marital benefits. Yekela ukuthatha advises from amajita. This is not for them, but for you. In actual fact, you should be very happy ukuthola such a woman like this. They're very rare nowadays
@@MadalaMhlongo-i4r Uyathanda umjitha ukuthi ayidle. Umjitha had a choice ukuhlala or ukuhamba futhi awazi lutho mhlambe babambisene when it comes to bills
Yey.. I witnessed my sister in law.. Ephuka inhliziyo. We cooked and prepared for abakhongi.... Dololo saze sawadla amasalad... She was heart broken.. Mina I got married in 2001 as a virgin to my first love(I was 20 years old) but ngalotsholwa ngambesa/swa ..in one dayin 2000 I made sure that since my fiance babengazenzi vele lezinto zesizulu kubo.. Imali ngagoduka nayo... Yamalobolo 😂😂ngathi wendoda soze Mina ungigile.. Because everything was going to be done in one day so it means izihlobo zimenyiwe... What if ungezi.. Not ngoba ubaleka ziningi izinto ezenza abakhongi bangafiki.. You are not going to embarrass me, UMkhulu wami Inkosi yendawo.. So he gave Me imali yonke yalala ekhaya Mali Yamalobolo.. 😊 I year 2000 u 70K cash was a lot of money 😊Ngathi babhaze abakhongi mase bese duze sathumela ingane iyobanika imali yabo.. Angicabangi 😂if babengafikanga sasoyidla leyomali.. Siphisane o blanket 😂😂😂 fast forward... we are still happily married till date and blessed with 2 boys. ❤
This guy is crazy...He want to taste before he pays lobolo...I take my hat off for this lady...I wish we had more ladies of your calibre...Keep it up girl...don't give him your cookie...He must pay first
Woooow siyabonga ukuthi kusela mantombazana abamba umthetho wangekhaya, ngivumelana layo intombi akayo vela first ukuze amasiko ethu ahlale elandelwa . Ngimshayela ihlombe lo Sisi I wish all ladies can learn from her .
I'm glad to hear that he is a loving man even though we didn't see that. Girl please stand for your principles big shout to you, don't compromise that for anything
This guy isn’t abusive in any way, he’s just living in the modern world with a traditional woman. He just needs to know that there are still well behaved women in this world 😮.I believe he’s just afraid of being scammed😂, he should just take that girl for virginity testing and marry her. Who hit who in this relationship? My Zulu might be a little skewed.
Mina ngingowase Zimbabwean bhuti this woman in this world abasatholakali. So mlobole u Anele Themba mthathe uright noma ungaya kude kangakanani uyazi ngeke ajole
Am a man my name is Lindinkosi ngiyakubongela Mina brazo uma ungayeka u Anele mfethu kuyobe ubhedile ngiyavuma thina bafana sikhonze isinene kodwa bafo Lobola please if kungenzeka Ufica konakele ziyobuya izinkomo zakho bafo thanx you too Anele
Ngeke avele ahlolwe nje for umjolo engahlolwa mhlampe ngosuku lwamalobolo or lomgcogco kwenziwa kanjalo not for umjolo umuntu engakhokhile lutho. Mangikhumbula kahle ugal uthe bafundiswe kanjalo ekhaya. Why are you doubting her. Is it because anisawejwayele amavirgin?
seconded mah. and phela by paying ilobolo if ethi amagazi awahlangani angeke aqhubeke . ugali ufuna kuthi isidima sakhe singadicizeleki phansi. if uyabaleka naye uzobe enaleyanto yokuthi at least my parents babe proud ngaye,
Nami yiwo umbuzo enginawo lo kdwa ilula lento uThemba akathole isalukazi simhlolele ucc ukuthi usayilo yin itshitshi then decide from there cz iyamkhathaza le yokungasikiswa ikhekhe.
Ndakuthanda ntombazana ngokuzithanda nokuzixabisa God will bless you I'm telling you dear❤️❤️keep on be the priority in everything.Makubengawe nono never settle for less uhlale uqine uhlakaniphe kanjalo👌👌.
M proud of you maGatsheni😊 you're very wise and smart. The guy yena shame must seriously examine the circle of friends he has in his life. They could end up being his downfall.
Nami ngisemshadweni ngakho lokho cc, uma ehluleka muyeke ahambe uzomthola ozokuthanda ngeqiniso as long usazogcinile nje❤. Keep it up my girl from Dundee.
Ubiza wena ngesifebe, uyk'hlela, uqmbamanga & uphuz'utjuala - all no respect nor restraint engak'lobole what more do you need to see? Call it a day and move on ....this marriage will never work....prevention is better than cure nice time aside.
Ngaze ngaziqhenya ngale Nkosazane. Good for you young lady! This guy is not the one, don’t compromise in your next relationship either, umuntu wakho will do right by you. The right man for you will pay lobola n stuff n you won’t have to wait years wondering. Imagine dealing with this person and his anger outbursts. What if the guys were not there njengoba esefuna ukukushaya, n called you a name? HugZ! You have done well. This guy is not showing love, he lacks maturity. N the gaslighting smh! PLEASE DO NOT SLEEP WITH HIM BEFORE HE PAYS LOBOLA! HE WILL NOT HONOR HIS PROMISE! Kade besho kanje and then bashiye masebekutholile abakufunayo.
Anele baleka ngenyawo zakho. As he is lying now he will forever lie to you. Just think about the humiliation he caused you before making your final decision.
U Buti must do right by the girls family for his own good. It is so good to find someone who respect herself. He must also stop consulting his friends because they will mislead him.
Engavumi ngempela. Kuyathusa kuthi useybiza ngesfebe. NAMI ngyabenza ubuqili but masengivimbezele lomama wakwami angibi na choice but to speak the truth 😅😅😅
Why is this is allowed in South Africa 🇿🇦 that man can beat women , most of the shows I have watched security have to intervene because someone is trying to lay hands on their partner. 😮😢 Bravo 👏 to the lady how I wish if all ladies were like her.
It's a worldwide problem. The good thing about SA is that is has solid data collection & is transparent with their stats - poverty, crime, socio-economic, etc. There are solid advocacy & research institutions who publish negative results freely. This is not the case in many countries including some in the global north. With good leadership, SA is in a better position to deal with the problem. I can't say this is the case in many other countries especially in Africa where majority of citizens do not even have a credible birth register, let alone advocacy groups & research institutions.
Kuyadelela lokhu kuSisi sukuqalile ukubeka imithetho kungakiki egumani nakufika that is disaster uyohlala njalo ephiwe ama conditions in future lindoda kahle ale lokho zisuka
Makayeke he is not the one for wena❤❤❤ i salute you girl Wava majita no awumthandi yeka awufundiswanga kowenu xa ungahloniphi ubuntomb ntooo. Nimdle 2 yezidelo ugangile yeka bafowena uyakwaz utati ndaba uzise kubangani kodwa uti indoda iyahlonitshw njn
The guy is not crazy ningasho noma ini eniyithandayo ngeke uyithenge ingulube isesakeni,ihlolwaphi yona letontombi eniyincoma kangaka and umuntu umulobola mothanda ayi ngekani.
Akhona amantombazane asabambe iziyalo zabazali... I hope your parents are proud of you baby gal💃
I'm so proud of u Anele🎉You deserve the best in life. Uma uguy engafuni ukulonda until the right time... Baleka cc😂
Kodwa labobazali abanankinga ngokugana engalotsholiwe?
Kwangathi ezinye izintombi zingafunda kulengane zibambe ziqine ntombi kamkhulu
Ndifuna ukuhlomla kwindaba kaThemba noAnele Ndlovu.Dlula Anele uyazi uThemba ukuthi inombi yakwaZulu ihlala ilitshitshi but yena ufuna ukusika ikhekhe b4 umshado.Udakiwe!
And lomnteana muhle ❤ uhlakaniphile
Sister Anele, I'm very proud of you for standing firm on the right thing. Abafana these days all they want is isibumbu, thereafter badlulele phambili. As for ubhuti, hamba uyolobola ushade and then you would enjoy the marital benefits. Yekela ukuthatha advises from amajita. This is not for them, but for you. In actual fact, you should be very happy ukuthola such a woman like this. They're very rare nowadays
His friends will be the reason why he loses someone good in his life just because he is taking there advice.
He is the one who disclosed to his friends .blame yourself what's happening in your bedroom is a secret
Manje uyidlelani mali yalo mjita before lobola
😂
@@MadalaMhlongo-i4r Uyathanda umjitha ukuthi ayidle. Umjitha had a choice ukuhlala or ukuhamba futhi awazi lutho mhlambe babambisene when it comes to bills
Ufundiswe kahle ngane yami ungashintshi ukube zonke izintombi zibuka kuwena❤❤
Ngikushayela ihlombe Anele wooow waze wayintombi waze wazithanda❤
❤
😢
I'm sooo proud of you Anele, uze ungalali naye futhi ungasuki esinqumweni sakho sokuziphatha kahle, Uma efunaukukwenza umfazi noma sengakhohlwa ukuthi useyintombi akabize omama bakuhlole ha bakuhlole ngepipi Uma esekushiya emvakwalokho zokwenzenjani,
Lengane iryt kakhulu mina ngiyayincoma uma amantombazane engafunda kulokhu okwenziwe ilengane keep it up isizwe singalunga kakhulu
True
I'm suprised kuthi le statement is from the male wooow Sandile.
Manje lo sisi uyi Virgin yin?
Inkunzi yomgulukudu uhambe ethembisa amanga wenzekahle babygirl ukumdalula azoyeka
mengasilo virgin uyabheda nje udlala ngoGuy coz ngisho engamlindisa 5years once walala naye usangamshiya futh if inhloso bekwileyo
Tjooo ukewasiza cc wamncisha inja le befuna kukulala akulaxaze lodoti Lo ngyakuvuma gal wiqhawe❤❤
Yey.. I witnessed my sister in law.. Ephuka inhliziyo. We cooked and prepared for abakhongi.... Dololo saze sawadla amasalad... She was heart broken.. Mina I got married in 2001 as a virgin to my first love(I was 20 years old) but ngalotsholwa ngambesa/swa ..in one dayin 2000 I made sure that since my fiance babengazenzi vele lezinto zesizulu kubo.. Imali ngagoduka nayo... Yamalobolo 😂😂ngathi wendoda soze Mina ungigile.. Because everything was going to be done in one day so it means izihlobo zimenyiwe... What if ungezi.. Not ngoba ubaleka ziningi izinto ezenza abakhongi bangafiki.. You are not going to embarrass me, UMkhulu wami Inkosi yendawo.. So he gave Me imali yonke yalala ekhaya Mali Yamalobolo.. 😊 I year 2000 u 70K cash was a lot of money 😊Ngathi babhaze abakhongi mase bese duze sathumela ingane iyobanika imali yabo.. Angicabangi 😂if babengafikanga sasoyidla leyomali.. Siphisane o blanket 😂😂😂 fast forward... we are still happily married till date and blessed with 2 boys. ❤
Clever girl 🎉
Eish kubuhlungu
Ilala Kini Kanjani imali
Siyakubongela nkosazane 😊
Vele kumele kwenziwe njalo singadlala laba phela aybo😮
Anele you deserve to be a chairperson in our woman's conference 🎉🎉🎉.
It's true 👍
Sesyambeka uyiqhawrkazi #The Queen🎉❤
Anele indoda ekubiza ngesifebe hhayi baleka sisi
This girl is a woman to Mary. Yiwo umthetho ngempela 100 percent. Keep it up sisi god will provide
Akumele ngabe ulana my sis. Kwakumele umlahle after ekwenze isilima babes. He is not worth it😢😢😢
Emlahlelani ? Ngoba uyamthanda ;; into enhle ngale ntombazana yikuba strict;; u bhuti mele ajeziswe ngamanga akhe especial lying about kidnapping
Ubhuti usazoku nyisa uyeyisa futhi masekulalile uzolokhu ekukhumbuza ngayo
Usesesigabeni lomfana usazokhula coz nakhu uyaboniseka bandla yena and usisi uyamazi...
Shout out to the host. You’ve got the perfect temperament for this kind of show. Well done, man.
Ushayekhona mfok'ababa . Ngiyajabula ukuthola ukuthi sibaningi abakubonayo loko 👏👏👏.
Anele is a good girl, she respects herself. Vala ntombazana ugadlali abafana. All the best, my child.
Khona Abathi 'Syabonga Anele Usimele', Kodwa Bona Bayay'thola iTlof Tlof.
😂😂😂😂ngthule ngyabuka
Bayasutha😅😅😅
Bayasutha labolova but bathi siyabonga Anele
Amamenemene 🤣🤣✅
Hahahahahahahahahahaha 😂😂😂 bayayifumana everyday bafo 😂😂😂
Well done, hlala kanjalo ungalali naye ngoba vele ukubhejele nabangani bakhe, yena nje wathi uzolala nawe so make walala naye uzojabula akushiye abaleke, inja umuntu okwazi ukuth uyeza kini mase engafiki akubukanise nezwe, baleka nje ngezinyawo zakho zombili ngoba angagcina ekudlisile ngoba nje yena efuna ukufeza izinhloso zakhe
No sleeping before lobola, keep it up girl, teach the world respect,
le kwaGogo eZola not lapha kum
Ubhuti ukhaliswa wubala Mina umyeni wami ngizwane naye 5 years singalali ngiyitshitshi kodwa walinda waze wayetholi hug nebaby kiss qha kumina kodwa walinda namanje yambonga umyeni wami ugirl nje wenzakahle lomuntu ubefunukumlala aqede amshiye
Over my dead body 😮
@@ThandekaMgubevele nje ngimbuka nje lomfana udlala ngamantombazane
Loool @@SthuleNdlovu-dj3yw
This guy is crazy...He want to taste before he pays lobolo...I take my hat off for this lady...I wish we had more ladies of your calibre...Keep it up girl...don't give him your cookie...He must pay first
But lo out ninga mblam kakhulu. Kulukhuni bafwethu ukukhokha ungakaze u confirme kutsi lokhu kuyikho yini noma Cha.
Good Anele, makahambe xa engafuni kulobola. Wena uyintyatyambo yakowenu. Makalobole or leave.
Unfavumi Anele lixoki eli. Ungavumi tu. Makayovela okanye ahambe. Even oomalume balo mfo bayazi ukuba akuqalwa ngokungenw a esibayeni. Hamba ke uyolobola or leave this girl.
Woooow siyabonga ukuthi kusela mantombazana abamba umthetho wangekhaya, ngivumelana layo intombi akayo vela first ukuze amasiko ethu ahlale elandelwa . Ngimshayela ihlombe lo Sisi I wish all ladies can learn from her .
This woman is 1 off the very few best, honest, loyal & very smart (mentally)
If for real she has never been touch , it will be very bad if the gates ris wide open and very....
you can say that over and over ngithulela isiqhoko.
only if she’s never been touched (still a virgin)
What if lo girl there's something that she is hiding.her behaviour is Questionable
Legend
I'm glad to hear that he is a loving man even though we didn't see that. Girl please stand for your principles big shout to you, don't compromise that for anything
If all the woman in this world are like this,world was gonna be a great place to live in for some decate....a true definition of love❤
Rubbish, Whiteman foolishness
Don't even give this abusive guy a chance coz his life depends on his friends opinions
Sisi, baleka.
Bskhona abafana abafuna umuntu ofana nawe, not umuntu ofuna ucansi.
He has proven prior that he is not a good guy, only looking for sex.
As for making you a fool in front of people.....
Baleka sisi
❤❤Ngiyakuthanda Ntomboo
This guy isn’t abusive in any way, he’s just living in the modern world with a traditional woman. He just needs to know that there are still well behaved women in this world 😮.I believe he’s just afraid of being scammed😂, he should just take that girl for virginity testing and marry her. Who hit who in this relationship? My Zulu might be a little skewed.
WHAT A BRAVE GIRL 👏👏👏STICKING ON HER PRINCIPLE 🙏🙏🙏
Gud girl
Nathi ekhaya sakhuliswa njengawe sisi wam,kuyimanje ngisemzini wam bcz of ngaziphatha kahle qhubeka sis wam ungavumi adlale ngawe...unamanga lo uzomnika nje abaleke
Inkinga kasinayo sure ukth locc useyintomb nto..mangabe esaphelel cha uryt kodwa mangabe engasekh ebuntombin uyahlanya
Nam ngishonjalo Uma esaphelele uryt but if akasaphelele udakelwa ubafo coz kulo 2 yrs kukhona la asuthakhona
Welldone sisi siyaziqhenya ngawe nabobonke abenza njengawe bheka nje ngoba awulandelwa phunga namsindo ngenxa yesmilo esihle. Hhayi njengalabba abahanbe bezilulaza bese mase begaxele basibangele umsindo nesicefe.
Yabona nje mntanam okwenzayo kuliqiniso umzimba wakho ulithempeli likaNkulunkulu koba Nini nidlala lezingebengu ezize ziyncome kty abashayi besinqa bafuna ucansi nje banabafazi yin wenzihlazo nje wena mfana wabukisa ngengane yabantu phezu kokuthola umuntu wesfazane oyphethe kahle ngalali naye akayekyaya kqala
Sister, don't be tempted. The boy will also beat u
Cha Ss unenkani uyangisolisa uyi vargin,and uyaziqhenya ngokungawushintshi umqondo wakho uyama entweni yakho i salute Ss.kdw Dlangamandla hambocela iingane amakhaya esiphuma kuwo awafani and uyakhombisa ismilo bafo yehlisa moya uyomcela Emvakwalokho usengowakho
Wow 🎉🎉🎉Mr presenter ❤🎉uyayenza lento Bhutiza omncane , I'm so proud of you, WOW
Bigup nntanam ngokuhlonipha abazali bakho nokuhlonipha umzimba wakho phuma lapho ulotsholwa kanjani umuntu okubiza ngesifebe
I love your values my sister even God said in the bible no sex before mariage.❤
😂😂😂😂😂
Amen 🙏🙏
iS SHE A VIRGIN
😂😂😂😂😂 into eyabhalwa ngabantu leyo niyayikholwa
@@TRIODUCKTOlokhu ukuthembisi
Unamanga bhuti wmi kanti mawuyolobola imali ilala emsamu ngke uvuke uyoyikhipha ebank
yes unamanga imali uyikhipha before ibekwe emsamo leyo encane bese bayahamba ekseni ..why wayekhipha imali ekseni ngoba kwakumele ayikhiphe Thursday ayi angiyithembi nami leyonto
😅😅😅😅Lies bhuti
Yemfana wena izigqibo uzithathelwa ngabangani awukwazi ukuzithathela izingqibo njengendoda😂😂😂wow awubhadlanga inene
Cha amangala imali ilala esamu uma iyolobola ilala esamu
Emlazi akunamsamo iselokshini😂 and imali wayidla nolova lo
I am very proud of your standing, you stood your ground with honest and respect. Well done young lady.
I am proud to be a black person like you my sister, you are very wise.
Ncisha wena girl you won’t die 💙infact mshiye ngoba uxoxelani nabangan bakhe about y’all private life💙sekbize ngesfebe and uthi it was a pay back😩 💙
Uzolala naye besemshiya
Mina ngingowase Zimbabwean bhuti this woman in this world abasatholakali. So mlobole u Anele Themba mthathe uright noma ungaya kude kangakanani uyazi ngeke ajole
Unephutha bhuti khokha kqala bese uyathola ke,,, cc qina nje emthethweni wakho siyabonga 🙌
Ibambe kanjalo nje cc ungajiki
If he can embarrass you by making you prepare food and then not show up, he clearly wasn’t going to marry you.
Am a man my name is Lindinkosi ngiyakubongela Mina brazo uma ungayeka u Anele mfethu kuyobe ubhedile ngiyavuma thina bafana sikhonze isinene kodwa bafo Lobola please if kungenzeka Ufica konakele ziyobuya izinkomo zakho bafo thanx you too Anele
Mhla esethi uyeza cc ungaxoxeli muntu uvuke ulungise wena , n uthenge izinto uyibeke niqale ukupheka sebefikile abakhongi
❤️❤️❤️
Exactly
Kakade akmenywa nje umphakathi for abakhongi ukphapha nje kwalezingane
@@thembanimakhoba1747And awatsheli ngisho umngan kusuke kubalekelwa khona ukuthi mawuphoxeka.
😂😂😂😂😂❤
Bru this a woman will build your home❤❤❤❤❤❤❤
If he's blind he's blind. There's nothing the girl can do
Bricks ne mesilani ziyokha not lona
😮 nikhohlisa amadoda asedliwe kakhulu yikho engasathembi abantu besifazane kubuhlungu ukusebenza kanzima imali yakho noma inkomo kuhambe kanjalo.....umbuzo umile intombi isaphelele koda😮😊
Sisi ngiyaziqhenya ngawe, umuhle kakhulu, stick to your principles ❤❤❤
If only most girls were like you. I am so very proud of you 👏🏾
Themba, angeke uwakhe umuzi WAKHO usancike kubangani! Bangenaphi empilweni yakho nesithandwa sakho? She was open to you from the word go.
Them back u Dom kop
And abamfiseli into enhle
If someone can lie and embarrassing you like this honestly he would never change. A leopard never change its color
Weee waze wayinja umfana ,, keep it up Anele gal proud of you
Umfowethu Uma eumthanasia ngempela udadewethu akabize izalukazi zakubo zihlangane nezakuba kacc ahlolwe ngaphambili kokuthuma omalume isiko linjalo🎉
injalo nje ngoba ngicabanga kuthi ezinye izinto ezngabazisa uMtolo
Yebo
Ngeke avele ahlolwe nje for umjolo engahlolwa mhlampe ngosuku lwamalobolo or lomgcogco kwenziwa kanjalo not for umjolo umuntu engakhokhile lutho. Mangikhumbula kahle ugal uthe bafundiswe kanjalo ekhaya. Why are you doubting her. Is it because anisawejwayele amavirgin?
Angeke cc BALEKA🏃🏃🏃
Ubuso bukabhuti bugcwele nje i-anger yodwa
salt bafo
Don't judge book by it's cover
Kakhulu
😂😂😂😂
Baleka cc akukhothando apha kutheni ezafuna ukutya khekhe phambi kokuba alobole😂
Makakhiphe amalobolo kuqala. You've been raised very well cc. Uzobaleka lomfana if uyamvumela ukuthi alale nawe kuqala.
Siyabonga Anele ukumela abesifazane......🥰🥰🥰🥰🥰
She's very clever ❤
Waze wasimela ucc siyicountry
iS SHE A VIRGIN
Wow what a strong and firm girl 😮is Anele?, Anele stand your ground
Akamele bona bonke, uzimele yena yedwa. Amanye amantombazane ahuqana notshwala nje, kodwa kwayena kunento esolisayo ngobutshitshi bakhe nokusiza umuntu uma eshaya indlwabu ingquza ibe ikhona😂😂😂
ngiyayibonga indlela ome ngayo eqinisweni ndodakazi ima kuleyondawo thank you for abazali bakho walendela abaktsele khona sengathi ningafunda okningi
Uphetwe inkanuko lobhuti uyamatipuleta akulona uthando lolu
Dadewethiu ungavumi .Akaqale ayolobola .Nawe bese uyamjabulisa Zingelwayo..❤❤ my Sister
Ai inkinga lena if umuntu umthanda ngokweqiniso,awujahi ukulala maye&mangibuka nje usengakushiya ngisho esengenile esibayeni sikababa wakho.Yima ntombi esinqumweni sakho💪🙌&manginibuka nisebancane,Ungezwa ngabangani wena landela inhliziyo yakho,if umthanda ngempela uzomulinda ngisho ngaphezulu kuka 2yrs lona okhala ngawo,kodwa akukaze kwabanjalo ndoda🤞🤞Awuvele ungene nje eaibayeni sendoda ngaphandle kwezinkomo,&bro ngokwami ukubona kungabe uthole unkosilazi oqotho ku Anele.
Ukulala kuhlanganaphi nokulobola?
Udoti womfana lona. Sies! Shiya sisi. Good girl❤
Intombinto ayikaze ibizwe ngesif3b3 hawu.
Thats why amantombazane anezingane engashadile.
Ngempela
ngaze ngakuthanda cc sikhathele izgebengu zasemlaz😂😂🎉🎉🎉
😂😂😂😂gebengu zasemlazi ngowase mlazi njalo nam bt I'm not isgebengu
Bt atleast she didn't cheat
Akazange akuthande wayekucothele ukuthi uzogcina uthambile wamvulela. Waze wayenza into enhle ntombo siyabonga ❤❤❤
Nina niyoyenza nini into enhle kubuye izwe?
Good garl
Please ungaphinde umthembe lowomfana uyisigebengu looo and uyinto yabangani looo ngeke niphile iskhaty eside naye izifunela inkomo nje loooo ngeke aklobole wena Ngane yami njengoba eseke wakuqambela amanga ungalaleli ukuty uthando lutyni
Njengoba nawe waqamba amanga nje waty ukhuthuziwe unamanga mfana
Intombiiii zakwazulu'chaa ngiyanivuma 🙌🙌🍰niyancishana🤞
Lol😂😂😂
@@bongiwekhanyile2897 😂😂😂sengaze'ibewu 2yrs phooo!!!nkosiyam'
😂😂😂
Umthetho imile ukuthi akulalwa niyahamba niyikhothama esangweni nimemeze nithi besizocela isihlobo esihle akuyona ingulube esesakeni le yintombi
Khokha kuqalazikhali, khipha icweba 💰
Mina ngihamba no Anele. I respect your decision Anele, well done dear🎉
Kodwa wena uyawuthola tlof tlof
Ungavumi wena sisi. Your a very brave gal keep up and stick your words. Young gals need to learn from you not to rush to things because of marriage.
Kodwa akukho kuvela khona kuthi useyintshintshi. But kuyavela kuthi beyisiza indoda ekwenzeni indlwabu😅 umbuzo wami uthi uma ekwazi ukusiza endlwabini kushukuthi umakadebona lo Ned nje sethathe I decision yokuthi angeke esaya la🍑🍆engakakhokhelwa
Lobola mfanami ngeke ulunge umakoti ufuna abakhongi baye kubo or lutho inkonzo yasekamelweni Uma nonke mantombazane ningenze nje ningashadwa fast😂
seconded mah. and phela by paying ilobolo if ethi amagazi awahlangani angeke aqhubeke . ugali ufuna kuthi isidima sakhe singadicizeleki phansi. if uyabaleka naye uzobe enaleyanto yokuthi at least my parents babe proud ngaye,
iS SHE A VIRGIN
It doesn't look like that
😂😂😂
Umh min angibonii inkingR coz uCc izipheth kahlR nd Bana 2yrs bethandan if uCc engawushintsh umqond kwakumel emlobol rather than ukuqanjelw amang nge Kidnapping
So I think akamthand ufun ukudlal ngay coz ukwazil ukumbukanis neFamily uCc aka move on coz usembonil uGuy ufun kuyshotsh inkom kwaphel njR
So proud of you Girl no lobola no Cake😅😅😅
What if.. The cake is long time rotten.... You can't buy.. A car that your didn't test
Ngiyamazi losisi umnganwami kwa tiktok hau kodwa skhokho sami 😂😂😂
Ungubani ku tiktok?😂
Awombuza ukuthi useyiloni itshitshi 😅
nami ngifisa ukwazi lokho mfw2😂😂
Nami yiwo umbuzo enginawo lo kdwa ilula lento uThemba akathole isalukazi simhlolele ucc ukuthi usayilo yin itshitshi then decide from there cz iyamkhathaza le yokungasikiswa ikhekhe.
@@SbongiseniNdlovu-ov6lvhau owakini logal lol akasho kuthi uzovela if esefika iso selichofokile imali iyabuya🙈🙈🙈🙈🙈🙊🙊🙊🙊🙊🙊
2 years is to much even 2 weeks ngeke ngikhone😂😅😂😅
Kikiki true
Ay nami ngeke bakwethu
Really you a male or female?😂
I'm a 100% sure she's not a virgin
She is not vele@@NompumeleloLelo-z7d
Ndakuthanda ntombazana ngokuzithanda nokuzixabisa God will bless you I'm telling you dear❤️❤️keep on be the priority in everything.Makubengawe nono never settle for less uhlale uqine uhlakaniphe kanjalo👌👌.
Yaze yahlakanipha inkosazana, I wish izintombi ziyayizwa lendaba
💖💖💖
Kodwa bekungamele ashaye umuntu weslisa
Akwenzeki ukulalana before umshado,wafuna ukungena kangaka kwenzenjani,sigebengu lesi taste and pass period,run,run,run,he's a liar.
Your value my daughter is very important...ngyathanda lapho ❤
Iziphethe kahle lentombi. Mina ngalinda i 4 years wonke.Ngagcina ngiyitshadile leyontombi.
💖💖💖
🙏🙏🙏🙏🙏🙏excellent
Amen
@@CbosEasyRecipes7❤
Ukhuluswe kahle usisi❤. Zingaki izingane ezingenabo oyise? Eziningi zavela kanje. Themba umzulu uyakwazi lokhu okushiwo usisi, akusiwo umhlolo.
💖💖💖
M proud of you maGatsheni😊 you're very wise and smart. The guy yena shame must seriously examine the circle of friends he has in his life. They could end up being his downfall.
Nami ngisemshadweni ngakho lokho cc, uma ehluleka muyeke ahambe uzomthola ozokuthanda ngeqiniso as long usazogcinile nje❤. Keep it up my girl from Dundee.
Ungavumi sisi, Isigebengu lesi, ukhona umuntu othanda isifebe! Bona bathini kubo esephuza imali yamalobolo!
Ubiza wena ngesifebe, uyk'hlela, uqmbamanga & uphuz'utjuala - all no respect nor restraint engak'lobole what more do you need to see? Call it a day and move on ....this marriage will never work....prevention is better than cure nice time aside.
Ukubize isifebe girl, uyadelela futhi unamanga. Baleka girl.
Why afanele a tshele abangane bakhe ukuthi akakalali naye. Yooooo! Anele baleka ngezinyawo nezandla, nekhekhe lakho. U are so principled❤️❤️
Waze walandelela bo lobhuti,😳😳, ungashintshi girl uzokudelela wamnika ikhekhe. Yini alalela abangane bakhe. Keep on respecting your self my sweetheart.
🤣🤣🤣🤣 uThemba inyoni kodwa ngokushawa ngesikhwama nje usebhodla amaqiniso.
Ugirl uyamazi ukuthi uzomshaya ngeskhwama nje uzokhuluma iqiniso.😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂
Isokhwama sino magic its a magic bag😂😂😂
Ngaze ngaziqhenya ngale Nkosazane. Good for you young lady! This guy is not the one, don’t compromise in your next relationship either, umuntu wakho will do right by you. The right man for you will pay lobola n stuff n you won’t have to wait years wondering.
Imagine dealing with this person and his anger outbursts. What if the guys were not there njengoba esefuna ukukushaya, n called you a name?
HugZ! You have done well. This guy is not showing love, he lacks maturity. N the gaslighting smh!
PLEASE DO NOT SLEEP WITH HIM BEFORE HE PAYS LOBOLA! HE WILL NOT HONOR HIS PROMISE! Kade besho kanje and then bashiye masebekutholile abakufunayo.
Good Girl what.is.soimportent in ua body is what u have they always want to destroy our lovely girls ND leave.them I don't trust him
Good gal ,bayahlonishwa abazali uyabo njengoba esekubiza ngesfebe mina bengingeke ngisambuyela akayeke
We luv you dadewethu qhubeka uziphathe kahle uzomthola ozozwa allele enze into oyifisayo ngomzimba wakho❤❤❤❤❤❤
MaGatsheni ngiyaziqhenya ngo MaZingelwayo ungasali kwi women's conference siyakudinga sthandwa❤❤❤
You go girl🎉 ufundiswe kahle bbygal. Ungabi ntombazane elula kubantu besilisa. Umnike ajike adle phansi base kabi labi. Namanje ungatholukuth buyela kuzokulala bese ebaleka cos kaze wakuzwa usefuna kukushiya nenhliziyo ebuhlungu
Anele baleka ngenyawo zakho. As he is lying now he will forever lie to you. Just think about the humiliation he caused you before making your final decision.
U Buti must do right by the girls family for his own good. It is so good to find someone who respect herself. He must also stop consulting his friends because they will mislead him.
Akayeke, he is abusive and a cheat.
Aybo wabukisa ngawe sisi umndeni ugcwele😮 uthando olunjan lolu. Imali ayikaze ikhishwe ekseni kyaqala ngaye ukukhipha imali on the day
Anele ❤👏👏👏, so proud of you sis', you are such a good example.
Lento yokuboniswa amajita..ave nibhayizisana
Ungavumi ntombazane , don't change your values, keep the teaching of your parents girl, you are on the right track.
Nkosazana I love what you have taken ngomzimba wakho ukhombisa ukuthi uphuma endlini kanjani la okunomthetho. Keep up that spirit ❤
Ungavumi my sister uzohamba lo 😂😂😂😂
Engavumi ngempela. Kuyathusa kuthi useybiza ngesfebe. NAMI ngyabenza ubuqili but masengivimbezele lomama wakwami angibi na choice but to speak the truth 😅😅😅
That's my daughter...🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤❤❤❤
M impressed ngawe my sister, noma ungamuphi ubhuti kodwa ukt ube naye, kulula ukubeka imali isikhuthazi sakho sila, and Uma ehlezi ela kubiza ukuthi nizincishe kuze niphumelelele, befo ungadlali ngalomuntu uyaphila
Uhamba uyovela kuqala... Usile bhuti, wena ufuna ukumlala bese uyabaleka... Usile. Hambo shaya indlwabu ulale unamademoni ngoba unamademoni okusa
Ayedlala.ngawe amajitha.ayebona ukuty ufuna ukwenza ubudoda.ubekezelile for 2 yrs usuhlulwa yini.u gavumi cc uzobaleka lo meke wamnika ikhekhe baleka ungazisoll.angakukhohlisi lo
😂
Kodwa 2 yrs is unbelievable
Siyashoda ngamantombazane anesimilo njengawe
❤❤❤ has a power
😂😂😂Hheyi igquma layo, iyanqaba negquma layo, Hheyi iyamncisha lomfana, hheyi iyamncisha lomfana, hheyi igquma layo😂😂😂😂
Usithanda kanjani isifebe..ingulube..hayi bo lomlisa uyadelela mina nje ngowami umntwana ngingambonisa
Fundani isifundo kuAnele,sikani iphethini yokuhlakanipha ngeke nizisole
Lengane ayphume kulolokishi okwaz kumbiza ngengulube
Weeee Sisi wangena lomuntu angek uphinde umbone futhi 😂😂😂😂😂😂
Unamanga udlala ngengane
Exactly 😢😂😂 awngekhe akhokhe sedlile😂🤞
Akaphume nje kuye isidlova lesi
Dlala my brother cha uthwele kanzima kulespan sakho ukuxazulula inkinga zabantu kodwa keep it up
Umangali ubesiza umangalelwa ngokushaya indlwabu ngiyithandile leyo nkosi yenkantolo.
🤣🤣😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂🤞🤞🤞
Wow Anele👍👍
Amanga +Amanga =Amanga ulwisa amanga. Ukuhlekise ngezihlobo nomakhelwane .Mtshele girl ukuthi awuthengisi ngomzimba .Akahambe ayothenga Abomahhosha
Good girl iminyaka athathi lutho Mase eklalile umuntu shiya phansi cc umuntu ozwa ngabantu ngumuntu wakhe
Why is this is allowed in South Africa 🇿🇦 that man can beat women , most of the shows I have watched security have to intervene because someone is trying to lay hands on their partner. 😮😢 Bravo 👏 to the lady how I wish if all ladies were like her.
Did see that lady was one who started the violence
It's a worldwide problem. The good thing about SA is that is has solid data collection & is transparent with their stats - poverty, crime, socio-economic, etc. There are solid advocacy & research institutions who publish negative results freely. This is not the case in many countries including some in the global north. With good leadership, SA is in a better position to deal with the problem. I can't say this is the case in many other countries especially in Africa where majority of citizens do not even have a credible birth register, let alone advocacy groups & research institutions.
How is your country? Who is collecting this data ,do you have shows like this ? Phuma in our affairs,,,
Waye watshelelan amajita yena ukuth akadobhi nikx, uyalayeka lomfo big up gal🎉
Give a bell to Anele uyayazi imfundiso aphuma nayo ekhayeni lakhe. Inge amantombazana angafunda kule episode yanamhlanje ukuba kubalulekile ukuziphatha kakuhle uyintombazana💯💯💯
Kuyadelela lokhu kuSisi sukuqalile ukubeka imithetho kungakiki egumani nakufika that is disaster uyohlala njalo ephiwe ama conditions in future lindoda kahle ale lokho zisuka
Lo umbiza ngesifebe phambi kwamacamera heeeheee wentombi lelibhokrolo uma selikuvalele endlini kowabo ugade ubomi bakho ntombi.mhlaumbe uyobuluza ubomi ungalinge ulale koba uzenza isilima uzokushiya
Awu nami bengizoshiya kulenga, lo uzomuhlukumeza ngobe esemlobolile, ngeke nje umuntu ekuthanda ekubize ngesfebe
Makayeke he is not the one for wena❤❤❤ i salute you girl
Wava majita no awumthandi yeka awufundiswanga kowenu xa ungahloniphi ubuntomb ntooo.
Nimdle 2 yezidelo ugangile yeka bafowena uyakwaz utati ndaba uzise kubangani kodwa uti indoda iyahlonitshw njn
Uqamba amanga lomjita 😅😅ubanjwa kanjani inkunzi ekseni uvuka
The guy is not crazy ningasho noma ini eniyithandayo ngeke uyithenge ingulube isesakeni,ihlolwaphi yona letontombi eniyincoma kangaka and umuntu umulobola mothanda ayi ngekani.
Amathanga hlanzela abangenamabhodwe lentokazi umfazi lona inkinga ukuthi ngathi ubhuti lona akakhulile kahle ngomqondo udinga ukudodiswa akakhulile ngeke uqambe amanga ngokuthi uyolobola ugcine ungayanga Kubo uma umuthanda, amanga akawakhi umuzi amanga ngawabafana vele hayi amadoda ,sis ikusasa alikho Lana, umuntu ngeke akudube abukise ngawe komakhelwane nakini emndenini akethe kuyophuza utshwala nabangane,no no no yimpisi Lena awunathando Lana futhi ukhalela nezinto azenzele losisi,Noma ungalala naye sis uzokushiya Noma senishadile lona uzokufebela lobhuti kusho mina ngiyindoda 🤞
Unamanga uThemba akabanjwanga nix 🤧🤧
Akabanjwanga kanto😂😂😅