Ukukhuleka ujule

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 23 พ.ย. 2024

ความคิดเห็น • 25

  • @lindiwebuthelezi
    @lindiwebuthelezi 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga kakhulu Mkhulu uyasiza kakhulu kade ngimlindele umuntu ozochaza kabanzi ngokukhuleka.....nginenkinga la amandla okukhuleka ami ayehla ngiyahluleka bese ngiyahlala amaviki ngingakhuleki.
    Ngesinye isikhathi ngifikelwe ukuthi ngathi ngingathola umuntu ongangifundisa noma angihambise lendlela yokukhuleka ujule noma ukubopha ibhande noma siphume siyokhuleka ngaphandle kwekhaya. Nginenkinga ngicela usiszo.

  • @marthamaphosa8302
    @marthamaphosa8302 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga ngokusazisa ngokukhuleka liqiniso lelo ibenawe inkosi uyasisebenzisa isphiwo sakho mfundisi wami awufananga nalendoda eyamkela italent labalinye walithatha wembela phansi imali ye Nkosi Yala ufundisa mpela mayelana ngokukhuleka abantu bazi ukuthi kukhulekwa kanjani ngiyabonga god bless you Amen

  • @lindiwesimelane1821
    @lindiwesimelane1821 ปีที่แล้ว

    2023 khathi ngilalele we Blessing cha uyashaya and uvulekile ngapha ebuchoshweni ngiyakuvuma and ngiyabonga ngizokhuleka kakhulu kunakuqala👏👏

  • @mamoyolange7669
    @mamoyolange7669 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga mnewethu ngemfundiso enhle kangaka lami sungivule ingqondo sengiyazi indlela yokuthandaza inkosi ithelu Musa kuwe 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @sibonisodlamini2640
    @sibonisodlamini2640 3 ปีที่แล้ว +3

    Syabonga ndoda yamadoda Ndonga iNkosi ikwandisele. Ubuhlakani bakho busika buphume ngale, ubukhali kakhulu ngyakuvuma mfethu. 👏👏👏🙌🙌🙌

  • @nomgqibelolekala245
    @nomgqibelolekala245 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga ngezimfundiso zakho ngamaqiniso onke lawo ngizoshintsha indlela ngijule ngendle oyibeka ngayo.

  • @sifisomahlangu1655
    @sifisomahlangu1655 3 ปีที่แล้ว +4

    Don't stop encouraging people, today kukhona ongikhulise ngakho because of your videos. God bless you

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga🙏🙏

  • @NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go
    @NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go 7 หลายเดือนก่อน

    Amen bhuti wakhuluma kahle ngiwumuntu ozphilela ngawo umthandazo n izinto eziningi bengizinqoba ngawo futhi bengikwazi ukuzwa uma kunento engekho ryt ngikhuleke until iphele leyonto,bt manje ngehlile nje yes ngyakhuleka bt khona la okungasafikeki khona angaz noma indawo engikuyo or kwenzakalan,ngyawcela nje nowakho umkhuleko usakhuluma ngezinto zobuthakathi zihlasele kakhulu empilwen yam n if ngiphupha ngivezela abantu basekhaya ,ngelinye ilanga ngaphupha bengvala kwakona ukukhuleka kwangathi ivoice yam aysakhon ukphuma if ngthandaza kuningi nje bt ngzocela ukuma la

    • @sandileblessing2909
      @sandileblessing2909  7 หลายเดือนก่อน +1

      Kwesinye isikhathi kuyadingeka ukuthi uke ulinde ekudleni, futhi ube nendawo eyisiguqo sokukhuleka, ungakhuleki ekhaya nje kuphela.

  • @FikileMsani
    @FikileMsani 3 หลายเดือนก่อน

    Ngyabonga. Ungifundise okukhulu namuhla ngicela ungikhulekise umfana wami wangenwa izilwane usiyabonga igama lakhe inkosi ikubusise nomndeni wakho

  • @johannatsubi6159
    @johannatsubi6159 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga gakhulu kubaneceniso kwakho akubusise Nkulukulu I am not perfect in Zulu still learning thank you.

  • @faithmzolo399
    @faithmzolo399 3 ปีที่แล้ว +2

    Amen Baba ngiyakuzwa muhle umbono wakho kodwa mina ngiyakhulenka manje sengiphelelwa Amanda izimphi zingixankile sekungenele ngishokubantwana bani anggisazi ngenzenjani

    • @sandileblessing2909
      @sandileblessing2909  3 ปีที่แล้ว

      Noma ngingezi ukuthi yiziphi izinkinga obhekene nazo, kodwa ake ubuze kuJehova ukuthi umnyombo wazo yini. Futhi ake ubheke ukuthi asikho yini isiqalekiso somndeni esinilandelayo.

    • @ericzondo5100
      @ericzondo5100 3 ปีที่แล้ว

      Mfowethu Mina ngiyabonga ngiyafisa ungafani nalaba abakhohlisi umoya wakho uphansi uyabonakala unonkulunkulu phakathi akwande umusa nothando kuwena

  • @londiwengcamu6124
    @londiwengcamu6124 2 ปีที่แล้ว

    Hmmm lomuntu akekho selfish,ngiyizwile le.Thank u my brother 👏

  • @pasekawahakgiba5659
    @pasekawahakgiba5659 3 ปีที่แล้ว

    Good work brother. Ngi ya jabula.

  • @dumsanimlangeni6993
    @dumsanimlangeni6993 2 ปีที่แล้ว

    Ligama lenkosi malibongwe mfowethu ,sbonga kusikhulisa .

  • @thabanidlamini1305
    @thabanidlamini1305 4 ปีที่แล้ว +2

    Thank you, very informative. Carry on with the great work and share your wisdom, inkosi ikubusise.

  • @mogalekganya
    @mogalekganya ปีที่แล้ว

    👏👏👏👏👏👏👏

  • @tholwethu2074
    @tholwethu2074 4 ปีที่แล้ว +1

    So informativd

  • @rostabusiswe1930
    @rostabusiswe1930 4 ปีที่แล้ว

    Uyabeka sicela ungasi lahlekeli unesiphiwo ngempela 🙏