- 87
- 140 384
Sandile Blessing
เข้าร่วมเมื่อ 17 ก.ย. 2014
Afrocentric perspectives of contemporary issues
วีดีโอ
Abathandazela amanzi bathandaza inyoka
มุมมอง 250หลายเดือนก่อน
Indlondlo ichaza eyakubona ngabathandazela amanzi.
Ukuya kwelizayo
มุมมอง 119หลายเดือนก่อน
Sibheka indaba yokuya kwelizayo kubantu ababe nobufakazi balento.
Ukuzalwa wembethe nenkolo yobuKrestu
มุมมอง 2.3Kปีที่แล้ว
INdlondlo ichaza ukuzalwa wembethe ngendlela yabezenkolo
Sikhuleka entabeni. Esikufundisayo siyakwenza
มุมมอง 429ปีที่แล้ว
Indlondlo iyenaba ngokukhuleka entabeni.
Ulwazi olwengeziwe ngezigubhu
มุมมอง 5992 ปีที่แล้ว
INdlondlo ichaza okunye ngezigubhu. Ungaxhumana neNdlondlo ku 076 573 2182
Ukubethela
มุมมอง 7622 ปีที่แล้ว
INdlondlo ichaza kancane nje ngokubethela. Ungaxhumana neNdlondlo ku 076 5732 182
Ukuthandaza empophomeni
มุมมอง 1.5K2 ปีที่แล้ว
Indlondlo ichaza kafushane ngokuthandaza empophomeni. Ungaxhumana neNdlondlo ku 076 5732 182
INdlondlo ikade isolwandle. Zigezwa olwandle izithunywa
มุมมอง 7062 ปีที่แล้ว
Sinihalisa kancane nje ngolwandle.
Ugcobo lukanozala
มุมมอง 4022 ปีที่แล้ว
INdlondlo ichaza kafuphi ngogcobo lukanozala okuwugcobo oseluphela kulesi sikhathi. Ungaxhumana neNdlondlo ku 076 5732 182
Ukwaba/ukubeka kukamakoti
มุมมอง 2282 ปีที่แล้ว
INdlondlo ibuka isiko lokwaba. Ingabe liyilento abayishoyo noma alinasidingo? Uma lingenasidingo aliyekwa ngani? Ungaxhumana neNdlondlo: 076 573 2182
Izindlela zokukhangisa umkhiqizo nomsebenzi wakho
มุมมอง 2082 ปีที่แล้ว
Izindlela zokukhangisa umkhiqizo nomsebenzi wakho
Ukumba umuthi nokuthwasa kusocial media
มุมมอง 3912 ปีที่แล้ว
Ukumba umuthi nokuthwasa kusocial media
Ukuganisa abangasekho/ukuganelwa abangasekho
มุมมอง 4493 ปีที่แล้ว
Ukuganisa abangasekho/ukuganelwa abangasekho
Ikhungwa kanjan intaba Mkhulu?
Asbonge kakhulu 🙏
Ngikuzwa kahle kakhulu Ndlondlo!🙏
I'm not sure how I discovered your channel, I have followed for over a year I find your knowledge of the spirituality very informative and it does give the viewer a choice meaning that you know you don't instill what you believe in on people but being a Christian myself I've actually learned a lot and I would really wish that the channel will grow and bring many people to the understanding of the reality of the spiritual nature thank you
Thank you 🙏🏾🙏🏾
Ngyakuzwa mkhulu ijulile kakhulu
Bafo mina ngikuzwe phaxa, ijule kakhulu lendaba yakho futhi abantu abaningi ngeke bayijabulela Le video yakho
Indlondlo eshayinfengane, nakhoke siyabonga ngombono wakho
Awu kodw mfowethu. Ngaze ngaze ngakudinga ngixakekile nginezinkinga ezithi azifane nezakho. Pls utholakala kanjani im a Christian with problems
Amasonto amakhulu namanzi athandaza ink****mba , iwumnikazi wamasonto amakhulu, nama mine, neyindawo eziningi ezigcwala abantu nezinomcebo
Kodwa utholakala kanjan uma ngifuna ukuxhumana nawe.
Hawu Nkosi siyabonga. Indlondlo yaphinde yabuya. Bengingeve ngikhathazekile ngingasamboni. Yoo impilo yakhe is the same as mine kodwa bengisamlandela wangisiza nami ukuthingibone izinto ngenye indlela ngoba kubophile impela enkolweni kuphela. Siyabongga. Nkosi ikubusise. Ngicela izinamba zakho.
Hau suka madoda indlondlo Kade wanyamalala, sbonge ukuvela kwakho
Molo Tata ndicela ubuza uyayizala ingane eyembethe ungazalwanga wembethe wena mzali
@@nosakincokwana1566 yebo kuyenzeka, kodwa kusuke kukhona ukuzalwa wemebethe emndenini. Mina nje ngazalwa ngembethe nomama wazalwa embethe, nasekhaya kobaba kukhona ukuzalwa wembethe.
Ngiyabonga kungenzile mina usebenza ngezizwe Zala kin
Molo baba mina ngimosha la e channel yakho kotwa ngi mosotho from free state manje nqela uku buza ukuthi ngiyenza ka njani for muthi usebenze kumi? Eish am sotho but i tried my best to write in zulu
@@PhillipMatlhomolaMpesi-o8y it depends what blocks muthi from working for you. Usually there are some reasons. 1. There is a possibility that one of your ancestors was a traditional healer and wants you to accept the calling, hence they will block muthi as they do know it. As soon as you accept their demands, muthi will work for you. 2. You go yo traditional healers who are impure before your izithunywa hence the blockage. 3. You may have been born encaul. You will need to consult a healer you can trust for your case.
@@sandileblessing2909 in my language of sesotho I'd like to say ka leboha I'm Zulu they say ngiyabonga Thank you so much for your guidance
HOW can I help my business spiritually?
isgubhu sidonsa kanjani, sinani phakathi??
Iqiniso elingakaze. Likhulunywe. AMEN
Ngyabonga. Ungifundise okukhulu namuhla ngicela ungikhulekise umfana wami wangenwa izilwane usiyabonga igama lakhe inkosi ikubusise nomndeni wakho
Yaaaa kuzalwa wembethe kubuhlungu kakhulu.😭😭😭
Suyabonga Sandile. Yoooo baze basibulala lesipho sahamba izwe lonke sesigugile asilutholi usizo.ngifisa kucoca nawe.ngise Swazini.
Thank you foe thia teaching Baba...i needed this...I'm a young person ngi faster u half day kodwa ngoba ngsafunda uku faster
You will be shocked ukuthi my very first fasting was 10 days. Kodwa-ke imizimba yabantu ayifani.
Ndiyacela sihlobo sam undisize ndilalele abantu babane abakhula ngokuzalwa wembethe kodwa umoya wam undivumele kuwe ukuthi ungandisiza ndiyekile ke nokukuzila kuba ukhulumile ngako nabantwana bam ngathi sebelandelwa ngalamabhadi ndiyayiqalekisa mina lengubo
Oh sihlobo Sam but'Sandile ndicela undisize sendifuna nokuzibulala ndiyasizonda nesisipho sokuzalwa wembethe kusukela kwandilethela izinkinga,, cela ama no akho sihlobo Sam ubunzima endidlula kubo ke ndifise nokufa , andinafamily endibhekile kumanje nje ndaphelelwa nangumsebenzi ,, ndikulalele kahle konke ndingumama osindisiwe ndicela usizo lokwembula lengubo sendiyayizonda ukuba yayitheni ze yembathiswe mina C crying)
@@Mathandiis ingubo yembulwa ehlobo, okwamanje akukuningi esingakwenza njengoba kusebusika nje. And ukulungisa it's a long process.
@@sandileblessing2909 oh sihlobo Sam ndiyabulela bendicela ama no akho ukuze unditjele ndilungise ini ndibe ndiqokelela ndiyazithoba Mphathi wam ndiyaludinga usizo lwakho
@@Mathandiis 076 5732 182. Uye uqale ngokugeza imimoya ohamba nayo, bese udlula ugeze isithunywa. Kulapho-ke into yakho ibe isicaca ukuthi wembathiswe ini. Uma unentwaso babe sebeveza ugobela ozokuthwasisa. Ngokomthetho awuthwasi ungambulile, futhi noma wembula wembulwa ngumuntu ozalwe embethe noma ozalwe enqwambile. Kuyi process nje ethatha isikhathi impela.
Ngake ngathandaza entabeni for 7 days ngo twelve ebsuku ...after that ngaphaphama esbhedlela kuthiwa angisathathi kahle ekhanda ...namanje ngisazibuza ukuthi kwenzakalani kahle kahle😢
Kuyenzeka ukuthi uhambe uyokhuleka entabeni enabanikazi, ufike ukhuleke kanti awubakhunganga abanikazi bentaba wabazisa ukuthi uzokhuleka kuleyontaba. Ngo 2012 ngahamba nenye insizwa yakwaMnqayi sayokhuleka entabeni ekuthiwa intaba yezulu. Sanele saqala nje sajula emkhulekweni lavele lana lento esingayazi izulu. Ngaze ngathola ukuthi leyantaba inabanikazi bayo. Nokho ngaphambi kokuthi uyokhuleka entabeni kubalulekile ukuzihlolisisa ulungise onke amacala owenzile, uthethelele bonke abakonile nawe uyoxolisa kulaba owonene nabo, uye entabeni uhlambulukile. Bese uma usufika entabeni uqale ucele ukuthi uvikeleke emimoyeni engahlambulikile ukuze ingakwengami bese ukhuleka-ke. Ezinye izintaba kwaliwa izimpi kuzo, ngakho uma uya kuzona imimoya yabasala ezimpini izoza kuwe icele ukuthi uyihambise emakhaya ayo ngoba abakaze belandwe, uma ungakwazi ukuzwa izwi lalemimoya ungazithola usuthikamezeka ekhanda. Ezinye izintaba zinamakhosi azengamele, njengemidlambila, izinkanyamba kanjalo. Ezinye izintaba kwafela izilwane ezinobukhosi njengezingwe, amabhubesi leyo mimoya ingakuthikameza uma ungaqinile ngokwanele. Ezinye izintaba kwakuvuswa khona izithwalo, ngakho zidinga ukuhlanjululwa kuqala. Yikho kubalulekile ukuthi wena uhlambuluke uqede ngaphambi kukuya entabeni noma emanzini. Ngethemba ukuthi uyaphenduleka wena weqhawe.
Angilithethi lelo cala akahambe kwanhliziyo ngise😮😮
Ngiyabingelela,ngithanda ukubonga lemfundiso ngomoya oyindalo emuntwini,hayi umoya wokufakelwa.Ngizothanda ukubuza ukuthi uvulwa kanjani umoya ovalwe umuntu ngokwephupho na? Angazi noma ngiwubeke kahle umbuzo wami.
Awuchazanga ngokwanele ukuthi nhloboni yomoya ovalwe ngephupho. Futhi kungafanele wenabe ukuthi uvalwa kanjani ngephupho. Uma usho uMoya oyiNgcwele, ngeke uvalwe ngephupho, akwenzeki. Awukho umoya okhona ongale kukaMoya oyiNgcwele, ngakho ungevalwe ngokobuthakathi. Uma ukhuluma ngesithunywa, asivalwa ngephupho, kodwa baye bathole into enensila yakho ukuze basivale okanye basithwebule. Ukuvula okuvaliwe kudinga uzimisele uhambe impophoma ukhuleke ujule impela.
Amen mfethu, washaya
Amen
Uma ngzikholelwa uJehova wami endlini nginikele okweshumi ngikhulume noJehova bese ngiyihambisa kunoma iliphi isonto ngabe ngenza iphutha na nceku ka JEHOVA
Mina ngiyabonga kakhulu ngoba ngendlela eqoqwa ngayo imali emasontweni ngiqale ukuzwa ngokweshumi lapho engisathe ukubavakashela ebandleni lakhona cha ngibonga kakhulu nokuzwa ukuthi kanti uyakhuluma noJehova ngalomnikelo ayi nomfundisi kuyezwakala ngoba besengidikilile emasontweni ngoba anginayo imali AMEN
So wasizakala kanjani? I appreciate this good background
🤝☺️
Kunjalo nje
Siyabonga khehla
Siyabonga Mkhulu,Bakhona Abalozi from Zambia as well,my parents and grand parents are lozi people from Zambia,it's close to Suthu
Mina la angikhulumi ngaba Rotse/Lozi abayisizwe, ngikhuluma ngomoya ongena kumuntu uthwaselwe ube nogobongo lwawo. Lowo moya awubona abantu abangabaLozi/Rotse. Uma nje ngingakwenzela isibonelo sento engikhuluma ngayo kunabalozi esibuye sibabize ngamakhosi omfula, kube nabalozi esibabiza ngamakhosi entaba. AbaLozi/Rotse abangabantu ngiyazi ngabo, kodwa abahlangene nabalozi engikhuluma ngabo, unless umuntu wakhona enedlozi lomlozi.
Syabonga moyongcwele qhubeka bhuti syabonga ukusvuselela emoyen nasemandlen kankulunkulu 🙏
Amen bhuti wakhuluma kahle ngiwumuntu ozphilela ngawo umthandazo n izinto eziningi bengizinqoba ngawo futhi bengikwazi ukuzwa uma kunento engekho ryt ngikhuleke until iphele leyonto,bt manje ngehlile nje yes ngyakhuleka bt khona la okungasafikeki khona angaz noma indawo engikuyo or kwenzakalan,ngyawcela nje nowakho umkhuleko usakhuluma ngezinto zobuthakathi zihlasele kakhulu empilwen yam n if ngiphupha ngivezela abantu basekhaya ,ngelinye ilanga ngaphupha bengvala kwakona ukukhuleka kwangathi ivoice yam aysakhon ukphuma if ngthandaza kuningi nje bt ngzocela ukuma la
Kwesinye isikhathi kuyadingeka ukuthi uke ulinde ekudleni, futhi ube nendawo eyisiguqo sokukhuleka, ungakhuleki ekhaya nje kuphela.
❤❤❤❤❤
😮😮1❤❤yebo kunjalo
Iqiniso mkhulu bayazikhethela mina ngenza amakhosi ngingazi ngihlole kanjani ngaya emanzini ngayobuza ukuthi ngenze njani umangikhuleka ngekwa izinyoni nezimpempe kakhulu ebusuku ngizwe ngathi ngishokwa ugezi umalomoya usondela duzane kwami bese ngiyesaba😢
Kimina kwakuvele kulume izindlebe bese kukhala amakhwela nezimpempe. Cha, ezinyonini akaze kungenze.
Makwande kukhanye Ndlondlo!🙏
Ujulile impela Mkhulu, uhamba wedwa!🙏🙏🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Dankie Ndlondlo, dankie solwazi olu nxazonke!🙏🙏🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Wonderful!
Makwande Nceku, Ngikuzwa kahle kakhulu Mkhulu! Ngyabonga!🙏🙏🙏
Makwande Nceku, yaz kodwa wena Nkosyam, uNkulunkulu asilondolozele wena. Ngizwa ngnenhlanhla ukbona lama post wakho. Syabonga!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Makwande Ndlondlo!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Ijulile!🙏👏🏾👏🏾👏🏾