2022 I still come back for this Woman here❤🙌 and Angifun ukungasho ukuthi lenkonzo ngiyayazi ngamaQhawekazi abo naBongwe bakwaNgoma ebayigijimile leMarathon. May their soul continue resting in peace.
Jesus m glad I ended up here.... Ngaze ngaba nojabula kakhulu m grandmother was a member kuleli bandla I never had a chance to see but with this video m glad I feel her spirit with me as my Mom say babembiza isicishamlilo ngendlela ayecula ngayo... So honoured to see this video❤
+Ntombifuthi Ngubo Ngo mhlaka 25 March 2016 iphasika sizobe silibambele e Edendale Technical High School e "Vocational" inkonzo iyoqala ngo 10:00 ekuseni... if use PMB town ugibela ku West Street ama taxi aya e Edendale bese utshela u conductor ukuthi wehlika e Vocational.
+Ntombifuthi Ngubo PMB Circuit has branches all over PMB however there are branches close to town, there are two at Edendale one near Vocational, there is another one at (Muzi Thusi Primary School), Imbali BB, Sweetwaters near Laduma School,.
2022 I still come back for this Woman here❤🙌 and Angifun ukungasho ukuthi lenkonzo ngiyayazi ngamaQhawekazi abo naBongwe bakwaNgoma ebayigijimile leMarathon. May their soul continue resting in peace.
Jesus m glad I ended up here.... Ngaze ngaba nojabula kakhulu m grandmother was a member kuleli bandla I never had a chance to see but with this video m glad I feel her spirit with me as my Mom say babembiza isicishamlilo ngendlela ayecula ngayo... So honoured to see this video❤
My Mother
2023 im here i joined this church a week ago so far so good
Listen found it during my Varsity years and it's 2023 and I'm still here❤😢.
Oh Lord I miss my mom may her soul rest in peace
At varsity I use to watch this video every sunday.....uyabusisa kakhulu
Ukuhlabelela kuymthokozisa odabukile syabonga mama uyangibusisa
I play this video literally every morning since i randomly found it on youtube...... WOW !!!!
🙏🙏🙏
Oh it reminds me of my grandmother... Rip gogo wam Mam Mtsweni
May her soul RIP
Mmm lomama wangibusisa Mina ngikhonza eUCC SA basho nje ngathi loooi amen
Amen nani nisho kanje lol 🙏🙏🙏
mama amen hhai nkulunkulu akubusise kuyadleka haleluya libandla lase ZCC phambili nginithanda u duuuuu iyavuma
🙌🙌🙌
Izulu ekhaya lami.....my Church feel so blessed
Uyavuma umama bakithi! Ungiphindisa mhla ngikhula ngezikhathi zekentanga !
unkulunkulu mkhulu sabusisek sisay ephasiken may god bless admin
🙌
Amen namanje ekuseni...zonke izingelosi
From dbn now working in pmb .ngicela branch around 🙏🙏🙏🙏
aw madoda inyokana eluhlazana umabonabulawe...hmmm ay< m so blessed>
Thanx for commenting,,,Ibandla lakithi lika moya lika baba u Shibe.
Sandile Kheswa nakanjani bhuti silinde i convention ke manje...! ohh I cnt wait..
Lethukuthula Ngcobo Syakhona kumnyama kubovu haha u should give me ur details though.
+Sandile Kheswa Lungile Lethu Ngcobo on fb,
Oh I miss my mother 😭😭😭 May her soul continue to rest in eternal peace
Hayii futhi this video😭😭❤️🕯️ I’m here
oh hé ngangikhona mathupha kulenkonzo, kodwa nanuhla isangibusisa Mshumayeli wam.
Wayemuka la umshumayeli. 🙏🙏🙏
Ngiyamazi lomama madoda sikhule phambi kwakhe ngavele ngakhumbula umambambo gogo wami ababe yibambe naye amen gogo nosipho
This video always blesses my soul. ❤️
Oh yes AMEN....ngikhulele kuyo iZulu Congratulation💪💪💪kuyezwakala
🙌🙌🙌
aaaaah nkosi ukuhlabelel kuyamthokozisa odabukiley ...aw mama wam wayisho ngazizw ngisenkonzwen
🙏🙏
Angideli ukulalela 😭😭😭
Ukuhlabelela jyamthokozisa odabukileyo hlabelela❤
aibo umama kabani lo onevoice enhle so😘😘😘😘😘😘
Ayboooo this is mrs memela owehlala.ngaphezulu owezala u Khumbulani.memela,akasekho yin emhlabeni????
ngaze ngavuseleleka😄🙌🙌🙌🙌
Awzweke mama wami🌷
Awu nkosi yam ngyafisa ukwazi ukuthi ungu Mamu bani uyangihlanyisa uma esehlabele nalelibandla lihlangene sengathi onke amabandla angafana nalo
Ngiyaleleni bo leli bandla eMaritzburg Edendale, kwaze kamnandi, ke ngivakashe
U mam ban lona webakithi😭🙌
Mrs Memela from Pietermaritzburg Circuit
Haii Nkosi ngabusiseka ngakhumbula intombi ezala ubaba wami umakhwela
Cupha ukuthi yilona liphi igazi elizokuthela mmm mama wam waze wangibusisa nkosi yam
plz upload again ayangibusisa umculo cha impela kuhanjiwe ngiyofikaka ngenye emini
zonke ingelosi......ziyayibonga inkosi
xolile patrick I'll upload more nceku yenkosi ibandla lethu.
Sandile Kheswa ok thanks
+Sandile Kheswa can u please send me some on my watsup please
Amen
Aww kodwa ,niyophinde nizifake Nini ezinye inkonzo ayy niyangibusa bakithi ,,nize ningapheli Amandla endaweni yokuthandaza
NGANGIYIBUYA EVERY SUNDAY MORNING LEVIDEO NGISASE RES.......AIH NGOBA FUTHI
2024 November 9 sisakhona ma❤
Is there any Z CC at Zululand area
Please Lyrics
Hymn 260 Uma uThokoza;
1 Uma uthokoza ,
Bonga, bonga!
Njengenyoni enhle,
Hlabelela!
Nxa uqhutshwa uMoya ,
Shesha ulalele,
Xwaya ukhuleke,
Hlabelela!
Ukuhlabelela kuyamthokozisa
Odabukileyo , Hlabelela!
2 Nxa umbheka uJesu,
Bonga, bonga!
Hlabelela!
Wasiza ohlushwayo,
Evusa ofileyo,
Esifela thina ,
Hlabelela!
3 Nxa udabukile,
Bonga ,bonga!
Kuyajabulisa ,
Hlabelela!
Zonke izingelosi
Ziyayibonga iNkosi ,
Bonga , bonga ,nawe ,
Hlabelela!
@@sandilekheswa5332 in English please
What are the lyrics to this james
Thank you for sharing this video. Where about is this church in PMB?
ai lomama madoda ungenzani
Washo mama wangikhumbuza izcc e MooiRiver uthixo akubusise! Usho njalo!
Amen baba
ai ibandla lakithi madoda ,ai lo mama wavumisa okwe VU ngimuzwa kahle
Impela kuyasho ukuthi wayeyi VU ngaphambi kokuba athathe u blue bhantshi🙌🙌🙌
What are the lyrics of this hymn?
Zonke izingelosi
Ziyayibonga iNkosi
Bonga umsa wakhe
Hlabelela
Ukuhlabelela Kuyamthokozisa
Odabukileyo
Hlabelela
Owazi uGogo waKwaMakhaza eDurban kwa Mashu athi Amen Shes my Gogo ngicela ningifunise ukhonza kulo iBandla surely ungumfundisikazi if m not mistaken
haaa inyoka ekhlazana mabonwa bulawe
Waze wakhulum kahle umama, uhlabelel kahle
My church
Yey!madoda!
halelluya
+Smangele Madonda Amen
Yeah ngakhumbula ugogo wami u maNdlovu
Impela iyangibusisa
ngcela uploade ephelele nsizwa yakithi
Ayanda Shezi Ngizokwenze njalo Dlaba.
Amen 👏
Uyangbusisa kodwa loMama angazi sengambuka kangaki. Hhaaaa Jesu!!!
🙏
Eyi cc Nombuso wenza amanga kuphelala lomama yazi uvele uzwe igazi lihlazimula ayi uyabusisana shemmmmm
by Ndumiso Makhanya (uMbumbulu Circuit)
Sicela ivideo ephelele webab kheswa
Ngizoyifaka nje maduzane ungesabi.
Asanda
Lithini ilyric la?
Jaaaaaaa Eish lomama kodwa....
Bongani Dube Siyajabula uma ubusisekile nceku yenkosi.
Ngicela ukubuza iyiphi iZcc eseduze embali e2
ayiyeki le vidoe lomama uyangibusisa uyavuma
Glory to God 🙌🙌🙌
Ohhe, nasho, kwaze kwathi angiqoqe imithwalo eKenya ngibuyele ekhaya! Angibuze ilaphi lenkonzo Bhuti Sandile umuntu avakashe ngoba ungowase PMB?
Buya sisi woza e SA. I ZCC Ise PMB, E Sweetwaters,E Mbali, Elandskop, Edandale, Willowfontein
Bhuti, Sandile kuphi neMbali? noma kuphi eEdendale. Ngicela amadirections if uhamba nge public trans
+Ntombifuthi Ngubo Ngo mhlaka 25 March 2016 iphasika sizobe silibambele e Edendale Technical High School e "Vocational" inkonzo iyoqala ngo 10:00 ekuseni... if use PMB town ugibela ku West Street ama taxi aya e Edendale bese utshela u conductor ukuthi wehlika e Vocational.
Ngizobe ngisekhaya ngephasika, izinkonzo ezijwayelile zibanjwela khona Edendale Technical High School e "Vocational? Ngadinwa please
+Ntombifuthi Ngubo PMB Circuit has branches all over PMB however there are branches close to town, there are two at Edendale one near Vocational, there is another one at (Muzi Thusi Primary School), Imbali BB, Sweetwaters near Laduma School,.
likuphi ibandla lenu la pmb ?
Pietermaritzburg Circuit has branches all over PMB from Imbali, Sweetwaters, Edendale, Gezubuso, Elandskop etc
uma zisho kanje ngivele ngikhumbule intombi engizalayo esawufulathela lomhlaba yangishiya
🙏🙏🙏
♥️🙌🙌
Kodwa lomama bakithi wathathwaphi uyangibusisa angazi sengiyibuke kangaki le video sengifisa ukuyibona iphelele
Can I have lyrics bangcwele🔥❤🙌
Zonke izingelosi zyayibonga inkosi ngawo umusa wakhe
liyahuba ibandla lomakoti wami bakithi kunanela izintaba
🙏
Yaze yangibusisa intombi endala
ohe nahuba bomama nobaba aikodwa bakithi
Hhhhuuuuuuuuu hhhhhhhuuuuuuuuuuuuu😍😍😍😍😍
🙌🙌🙌
wagijimisa okwe volonteer lo mama mfoka kheswa
ey wayishaya umama Ngcwele smakade
uyangibusisa lomculo bakithi
❤❤ ngicela ningi What'sap kulu number ukuze ngithole direction ngise Durban north ngyabonga
uyangibusisa lomculo bakithi