Ingxabano Kwabathandanayo Nase Mndenini.[0780046059]

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ก.พ. 2025

ความคิดเห็น • 24

  • @tshepisohanyane3399
    @tshepisohanyane3399 9 หลายเดือนก่อน +3

    Gogo please make a video ukuthi umbhika kanjani umuntu othandana naye if you are gifted ukuthi banga nyanyi🙏

  • @KhumbuMantengu
    @KhumbuMantengu 4 หลายเดือนก่อน

    Amen gogo mina ikinga Yami isuka kokhokho kuze Kube imanje azizwani sixa ana njalo kusuka emu a kwehlela komkhulu kobaba Nathi kuhleze kunjalo inhliyo zicane mina ngnokubhekisisa umntu bayekhuluma besekubalula yena ukuglula mina kungadluleki

  • @charlottesimelane5363
    @charlottesimelane5363 2 หลายเดือนก่อน

    Thokozani Gogo, manje kumndeni othuke wena, ayipheli kimi, umzukulu wathuka mina ngobu thakathi, elalela odadewethu onofufunyana, ongu gogo wakhe, ayipheli kimi, manje kwenziwa njani, ngaleso sikhathi uyathwasa khabo baba wakhe, la ehlala khona

  • @barbiekAK47
    @barbiekAK47 8 หลายเดือนก่อน +1

    Thokoza Gogo, thank you for the insight
    This is why I always choose to keep silent and stay away from people who provoke me.
    God bless you Gogo❤

  • @ThembiMathebula-pn4jt
    @ThembiMathebula-pn4jt 9 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo uku phupha izi nkomo uxokuthini

  • @viralwoxsyc5086
    @viralwoxsyc5086 8 หลายเดือนก่อน

    Thokozani Makhosi uyazi ngiyabonga ngosizo ohlezi ungipha indlela yoku buka izinto ngendlela ejulile ngoba ngathi usho kimi, kukanje kumina uzwano belumnandi kodwa kusukela kulamaviki amabili kwaba nenxabano noMama ngashu nakuBaba ukuthi kwenzekani ngaze ngasho ukuthi ngizoyi khulekisa lento wase evumelana nami kodwa kweli landelile iviki kwaba nguyena ngapha bahlukana mina kubizo lwami angikhoni ukuthola uncedo kuze ngazi ngesiko lekhaya kodwa okunye sesiyathelelana noMama futhi noma ngazi okwesikhashana anginamali yoku thenga lezozi nkukhu ngalokho bengicela ungixwayise ngosizo ngiyacela usizo ngalokhu ngihlala eSoweto ngingu Mathunjwa okhulele koMama kwaSimelane Thokozani 👏🏾👏🏾👏🏾🕯️

  • @SintuZenze
    @SintuZenze 8 หลายเดือนก่อน +1

    Joh😭😭🙆‍♀️

  • @ntombikhumalo3866
    @ntombikhumalo3866 9 หลายเดือนก่อน +1

    Thokoza eMakhosini, hayi sibonge Makhosi wayibeka yezwakala

  • @ntombienhlemahlaba8368
    @ntombienhlemahlaba8368 9 หลายเดือนก่อน

    Makhosi Gogo🙌🏾ngize ngifisa nokukhipha umphefumulo wami,kunzima kimi, ngicela usizo,kanti ngiwumuntu wabadala😢konakala nomsebenzi wabadala ngenxa yomsindo

  • @VuyiswaSTAN-nl6og
    @VuyiswaSTAN-nl6og 9 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo ngiyabonga wangisiza bengicabanga ukuyenza leyohlangana nomndeni wakithi ngiyabonga
    umakuthiwa
    abantu abangasekho kwenzeka njani

  • @sinethembaxhantibe18
    @sinethembaxhantibe18 9 หลายเดือนก่อน

    I have never met umuntu onesizotha nesneke njengawo. Uyaphila Gogo. Inkosi ibenawe

  • @katlehonglibrary3606
    @katlehonglibrary3606 9 หลายเดือนก่อน

    Makhosi Sibonge kulena yokulwa abantu nje mabangakhulumi izinhlamba ezizoyenza ukuthi kubenzima ukudlulisa

  • @NonhlanhlaSithole-w9s
    @NonhlanhlaSithole-w9s 9 หลายเดือนก่อน

    Makhosi yimi loyo asibhekani nomndeni wami I nto iqalengok this ngiyathakatha ngizama ngamandla onke ukuxola kodwa akwenzeki Uma usadlula emhlabeni sixabene kunjalo manje ucela uxolo angikwazi ukulenza ngoba angifunakali ekhaya

  • @MariaMamabolo-ls1oi
    @MariaMamabolo-ls1oi 9 หลายเดือนก่อน

    Siyaboga gogo zihlala zenzeka siboga ulwazi uyasikhulisa edlozink

  • @sindiswazulu7355
    @sindiswazulu7355 9 หลายเดือนก่อน

    MAKHOSI kumiswa kanjani uma omunye ebudlelwaneni esedlulile emhlabeni kodwa kunento evela ukuthi kumele niyihlambulile

  • @MpumeNgema-q1y
    @MpumeNgema-q1y 20 วันที่ผ่านมา

    Kubuhlu ngempela

  • @ThabisileMthombeni
    @ThabisileMthombeni 9 หลายเดือนก่อน +1

    Kunjalo kufana nasekhya siyalwa kakhulu umama uthi ngindlulise kodwa noma ngifuna kundlule lento iyavuka kumina everyday end ngoba nolubye ulaka olundlulile

  • @NonhlanhlaSithole-w9s
    @NonhlanhlaSithole-w9s 9 หลายเดือนก่อน

    Makhosi ukuphi nendawo Emawogqo

  • @nomfundomjoka6494
    @nomfundomjoka6494 9 หลายเดือนก่อน +1

    Thokozani, Gogo ekhaya kube kwaba khona umsindo omkhulu ngo December bgagcina nami ngingagodukanga, ngize ngagoduka ngephasika kodwa sathi sifika ngemoto kwashayiseka uKhulu ngemoto egcekeni. Ngifisa siyilungise lento ekhaya. Ngicela ukubuza masiya emsamo siya nezinkukhu ezingaki?

    • @umkhanyakude-abangoma384
      @umkhanyakude-abangoma384  9 หลายเดือนก่อน

      Thokoza ,kumele nithole imbuzi yokuxolisa bese nincesezela isalukazi ngezinkukhu