Ey nkocyam siyaphela ilemigwaqo..Bheka nje u M4 from Durban town to old aiport isiphingo angikaze mina ngiwabone ama potholes kuthela wayeka kodwa kulowa akhona maningi and asidalela izingozi eyningi..
Bonke abathintekile ngokulahlekelwa abathandwa babo sithi dudu kodwa lovala kwakwindlela yokudla imali kosgwinya makesi oMbalula uma usuka eNkandla uya eNquthu akuhambeki for years now sihamba sigega comes next election no more amaqili
Ake basibhekele umgwaqo from Kranskop to Nquthu akuhambeki nhlobo ziyafa izimoto amapotholes yiwona agcwele umgwaqo
Baba msweli for president ngyacela muzi wase South Africa
Kubuhlungu okwaseNquthu umgwaqo ugugile ngisho edolobheni. Service ayikho sdalo kudlalwa ngathi nje kuphela
This is so sad
Siyabonga ukukhula kwe channel... I love the new microphone
Siyabonga kakhulu Ngwenya
Siyabonga Ngwenya,saphela iszwenjalo amapotholes,
Baba mSweli Ngeke uyithole impendulo kwimeya ibekiwe nje yinkatha ngoba ihlonishwa eNquthu, mawsuka etsheni uya enkosini uHlatshwayo ungawbona umgwaqo ukuthi unjani, ninibethi bayaphesha abaqedi kusadliswana imali
Kwaze kwakubi Nkosyam🌍
Bab`uMsweli wagcina uyitholile impendulo yalombuzo wakho la? Kungakuhle ukuthola i-update yalombuzo ubalulekile
Mangabe niwavala edolobheni kuqala abantu abeza lapho bazobe behambephi
Umhlonishwa akazi ngokuthi bakuphi nohlelo lokuvala ama potholes
Perfect camera control try 2 cover politic tishert good msweli.
Indlela uhulumeni akahluleka ngayo kungcono aygugule lemgwaqo sibuyele kugravel
Lobaba yadelela cz yayazi ndaba yamapoles
Siyazwelana nemindeni elahlekelwe sithi dudu bakwethu, department of transport please ngenelelani bayaphela abantu beNkosi
Okwezingane nkos yam! Ey, niphephe emgaqweni bantu bakithi. Nigade nesvinini ebese engathi singaba nesbindi nobumbano nje kwimiphakathi ne South Africa yonkana yokulwa nohulumeni ngazwi linye ngoba ngempela iyanyanyisa indlela abehluleka ngayo
Imigwaqo ayilungiswa ngani yonke indawo kuneziMBOBO safa
Ey nkocyam siyaphela ilemigwaqo..Bheka nje u M4 from Durban town to old aiport isiphingo angikaze mina ngiwabone ama potholes kuthela wayeka kodwa kulowa akhona maningi and asidalela izingozi eyningi..
Mayee bazovele bethi iphutha elika mshayeli bekumele ahambe kancane
Potholes are causing tragedy..Minister of roads n mayors. Stop looting money for communities
Wee bazothi umshayeli o rong bebalekela iqiniso
Bonke abathintekile ngokulahlekelwa abathandwa babo sithi dudu kodwa lovala kwakwindlela yokudla imali kosgwinya makesi oMbalula uma usuka eNkandla uya eNquthu akuhambeki for years now sihamba sigega comes next election no more amaqili
Ey eyomgwaqo iseyinto ekude kwelakithi eNquthu 🤷