ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Ngcolosi nawe awumcinyana.. Proud of you Khabazela
Ngibongile ukulale USOMNANDI iswidi labantwana ngimthanda ngendlela eyisimanga
Syabonga kakhul Gubhela ...amazwi kabhuti Thokozani ayahlukanisa phakath kobudoda nobunsizwa yaz ahlabahlosile amnandi ngalendlela ethi nom ngab weqe isigaba esithize sobufana weqela kwesobunsizwa uyaphoqeleka ukth ubuyele esigaben sakho uzazi ukth ungakanani
Umkhulu Somnandi, uyesabeka njengezinyosi, ikhekhe lazo loju solibona ngelinye iLanga.
Isingeniso nje sikaBaba uSomnandi ay udela ngeyokosa nkosi esazisho nje amagama akhe kwande Baba ikugcine njalo nkosi
uyamuzwa kodwa mft usho Kahle kanjan ngesikhulu isizotha dear msakaz awsuka isoka leli
Hi mf2 uyakwazi ukwenza interview cela ufundose nalaba abanye cs abakwazi ukubuza Umuntu en bayajaha umuculi bamfunza amazwi buti uyayazi into yakhu sicela ubabize bonke uzobabenzisa interview cs uyazwakala kakhulu ngizokulandela mf2 ulande nomroza mf2 nalaba abanganakiwe balande mf2 szokulandela
Siyabonga mf2 sizokwenz njalo 🙏🙏🙏
Uyena muntu enginamathele kakhulu kuye, uma umculo wakhe ngingawuzwile ngizizwa nginecala, ngimazi ukusuka nokuhlala
Enkosi Somnandi amazwi wakho ayaphilisa uliqhawe kwande apho uthatha khona 🎤🎸❤👌
Uyigagu Sothole.... Lumnandi ulilwakho
Ayisali inkulumo eyakhayo ku Thokozani Langa. Ngyafisa nje ukuthi sengathi abaculi bethu baka Maskandi bengaba nomthelela ofana noka Somnandi.Sibukela kubo futhi ibona abazwi elingena kalula ezindlebeni zabantu
Somnandi njengoju, cha uyabeka bhuti wami. You are such a humble soul somncwa❤
Khabazela mf2 ngiyabonga ukubuka tv yakho Yaz Kade ngangicinga power mfe2
Im proud of yoi khabazela
This guy's music, his lyrics 🎵 can change ur life for good👍
ngithanda izibongo zakho somnandi
Somnandi uyesabeka njengekhekhe lezinyosi. Wasizalela sonke uMaShabalala💖
Yabona makukhulunywa ngosomnandi kukhulunywa ngompetha ekubhaleni ingoma,ngoba ubheka izimo eziningi ma ebhala ingoma,lokhu ngikubone kudumakahle onekhono lokubhala,phela umaskandi kumele usinike impilomqondo ecacile ukuthi kahlekahle ukhuluma ngani usitshelani ufundisani hayi izinhlamba
Awwwww Somnandi yasabaka🔥🔥🔥
Hayi,kodwa uyigagu mfoka Langa.😢❤
He's a true artist ngempela
Oh lo Tata ❤ hay wayibeka yacaca
Khabazeka Siyabonga ndodana
Kubonga Mina baba
Up lapho 👏
King Somnandi
💥💥💥💥💥💥🥰💥💥
Khalesakhe
Cha ngyakuzwa weSomnandi mawuthi wadayisa kakhul uPhuma kimi angthiphela wawutalabha uMfokaMolo kuthe masengasekho adrop amasales not ukuthi ngo2011 kwasekubhoke imikhopho ngob imkhopho besekukudala ukhona vele...
Vele uSomnandi bekuyngani kumfoka Molo ngoba uLuthuli kwakuyigagu n ubecula inote njengoba linjanlo.
uyangimangaza nje nami mayethi kwase kubhoke i piracy.ngimangazwa ukuthi uyavuma namhlanje ukuthi wabonela ku mfo ka molo emculweni but esaphila wayemxhapha ngezinhlamba ethi yindoda yebatha,phuma kimi unake lento oyibhemayo.but namhlanje seyiqhawe lakhe waze wathatha nendodana ka mfoka molo walifaka phansi kwakhe.namanje nje akasekho relavent bcoz akasekho umfoka molo,coz nabantu ababengamnakile bamnaka ngoba ekhuluma ngentandokazi yabantu.
Hai boo! Ubusisekile Somna ukuthiywa amagama ngumtu wonke ekha phambhili ndoda
Isinqandamathe ngangishela ngaso.
Waqonywa yini pho?
USomnandi ngimandela izinto ezahlukile , umculo wakhe, iybongo zakhe indlela asebenza ngayo ngabanye abaculi ikakhulu labo abafikayo endimeni kamaskandi ,yebo lona elokwebolekwa alinandima ,asikaze sizwe ingane isikhala ngokuthi ayenelisekile ngendlela esebenze ngayo nomfoka No.4 .indoda ehlala eqinisweni sonke isikhathi ,selokho yaqala ukuxoxa umlandu wayo awuguquki ,uhlala njalo ethi yena lestyla sakhe wasithatha kumgokaMolo ,futhi akakaze amkhulume kabi, uhlala ephakamisa inhlonipho njalo Sengaze ngambiza nge TRC ,ngoba iqiniso liyalwehlisa ulaka okuyinto esivamile kumaskandi
Hayi kuyasho ukuthi ukhulele emakhaya usomnandi abantu uyabazi,uphila lempilo efunekayo emacikweni akithi ngoba badume nje kungenxa yabantu
Sothole👏
Syamthanda lobaba mphi
Ay ngyabonga mina insizwa somnandi... Uybambe kanjalo sothole
Waduma ngogadla mfoka Molo
Sothole ungowakithi wena
Usho kamandi ndoda nkulu
Ashile demedi
I.
Ngcolosi nawe awumcinyana.. Proud of you Khabazela
Ngibongile ukulale USOMNANDI iswidi labantwana ngimthanda ngendlela eyisimanga
Syabonga kakhul Gubhela ...amazwi kabhuti Thokozani ayahlukanisa phakath kobudoda nobunsizwa yaz ahlabahlosile amnandi ngalendlela ethi nom ngab weqe isigaba esithize sobufana weqela kwesobunsizwa uyaphoqeleka ukth ubuyele esigaben sakho uzazi ukth ungakanani
Umkhulu Somnandi, uyesabeka njengezinyosi, ikhekhe lazo loju solibona ngelinye iLanga.
Isingeniso nje sikaBaba uSomnandi ay udela ngeyokosa nkosi esazisho nje amagama akhe kwande Baba ikugcine njalo nkosi
uyamuzwa kodwa mft usho Kahle kanjan ngesikhulu isizotha dear msakaz awsuka isoka leli
Hi mf2 uyakwazi ukwenza interview cela ufundose nalaba abanye cs abakwazi ukubuza Umuntu en bayajaha umuculi bamfunza amazwi buti uyayazi into yakhu sicela ubabize bonke uzobabenzisa interview cs uyazwakala kakhulu ngizokulandela mf2 ulande nomroza mf2 nalaba abanganakiwe balande mf2 szokulandela
Siyabonga mf2 sizokwenz njalo 🙏🙏🙏
Uyena muntu enginamathele kakhulu kuye, uma umculo wakhe ngingawuzwile ngizizwa nginecala, ngimazi ukusuka nokuhlala
Enkosi Somnandi amazwi wakho ayaphilisa uliqhawe kwande apho uthatha khona 🎤🎸❤👌
Uyigagu Sothole.... Lumnandi ulilwakho
Ayisali inkulumo eyakhayo ku Thokozani Langa. Ngyafisa nje ukuthi sengathi abaculi bethu baka Maskandi bengaba nomthelela ofana noka Somnandi.
Sibukela kubo futhi ibona abazwi elingena kalula ezindlebeni zabantu
Somnandi njengoju, cha uyabeka bhuti wami. You are such a humble soul somncwa❤
Khabazela mf2 ngiyabonga ukubuka tv yakho Yaz Kade ngangicinga power mfe2
Im proud of yoi khabazela
This guy's music, his lyrics 🎵 can change ur life for good👍
ngithanda izibongo zakho somnandi
Somnandi uyesabeka njengekhekhe lezinyosi. Wasizalela sonke uMaShabalala💖
Yabona makukhulunywa ngosomnandi kukhulunywa ngompetha ekubhaleni ingoma,ngoba ubheka izimo eziningi ma ebhala ingoma,lokhu ngikubone kudumakahle onekhono lokubhala,phela umaskandi kumele usinike impilomqondo ecacile ukuthi kahlekahle ukhuluma ngani usitshelani ufundisani hayi izinhlamba
Awwwww Somnandi yasabaka🔥🔥🔥
Hayi,kodwa uyigagu mfoka Langa.😢❤
He's a true artist ngempela
Oh lo Tata ❤ hay wayibeka yacaca
Khabazeka Siyabonga ndodana
Kubonga Mina baba
Up lapho 👏
King Somnandi
💥💥💥💥💥💥🥰💥💥
Khalesakhe
Cha ngyakuzwa weSomnandi mawuthi wadayisa kakhul uPhuma kimi angthiphela wawutalabha uMfokaMolo kuthe masengasekho adrop amasales not ukuthi ngo2011 kwasekubhoke imikhopho ngob imkhopho besekukudala ukhona vele...
Vele uSomnandi bekuyngani kumfoka Molo ngoba uLuthuli kwakuyigagu n ubecula inote njengoba linjanlo.
uyangimangaza nje nami mayethi kwase kubhoke i piracy.
ngimangazwa ukuthi uyavuma namhlanje ukuthi wabonela ku mfo ka molo emculweni but esaphila wayemxhapha ngezinhlamba ethi yindoda yebatha,phuma kimi unake lento oyibhemayo.but namhlanje seyiqhawe lakhe waze wathatha nendodana ka mfoka molo walifaka phansi kwakhe.namanje nje akasekho relavent bcoz akasekho umfoka molo,coz nabantu ababengamnakile bamnaka ngoba ekhuluma ngentandokazi yabantu.
Hai boo! Ubusisekile Somna ukuthiywa amagama ngumtu wonke ekha phambhili ndoda
Isinqandamathe ngangishela ngaso.
Waqonywa yini pho?
USomnandi ngimandela izinto ezahlukile , umculo wakhe, iybongo zakhe indlela asebenza ngayo ngabanye abaculi ikakhulu labo abafikayo endimeni kamaskandi ,yebo lona elokwebolekwa alinandima ,asikaze sizwe ingane isikhala ngokuthi ayenelisekile ngendlela esebenze ngayo nomfoka No.4 .indoda ehlala eqinisweni sonke isikhathi ,selokho yaqala ukuxoxa umlandu wayo awuguquki ,uhlala njalo ethi yena lestyla sakhe wasithatha kumgokaMolo ,futhi akakaze amkhulume kabi, uhlala ephakamisa inhlonipho njalo
Sengaze ngambiza nge TRC ,ngoba iqiniso liyalwehlisa ulaka okuyinto esivamile kumaskandi