Ayifakwa ingane isiphandla izalwa yiNtombi.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ต.ค. 2024
  • Ingane oyithola entombini awuyifaki isiphandla, ingane oyithola kumfazi kuphela oyifaka isiphandla

ความคิดเห็น • 68

  • @sibusisotede9632
    @sibusisotede9632 ปีที่แล้ว +15

    Inyanga egaya ulwazi ezinye iy'nyanga zigaya amakhambi 🙌🏾🙌🏾syabonga Mkhulu ngomfanekiso

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 ปีที่แล้ว +4

    Mina ngake ngabhekana nenkinga yesiphandla, ingane yami yokuqala yayivamise ukungibuza ukuthi isifaka nini isphandla, ingane yentombi le, yabe isencane impela ngalesosikhathi, ingabe isuke ichazani into enjalo ngoba isangidla namanje, umuntu wakhona useneminyaka engu 18 manje, ngizibongele ngalencazelo esengithole kuwe MfokaMbanjwa 👍🙏

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว

      Kungenzeka ukuthi kwakungakhulumi yena kodwa kwakukhuluma ithongo elisemfihlakalweni

  • @oupazwane8412
    @oupazwane8412 ปีที่แล้ว +3

    Ndunakanda mnewethu wayibeka kwakhanya bha angibonge mnewethu akukho okundlula lokhu ngesintu sethu nosiko lwethu thina abantu abampisholo.

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset ปีที่แล้ว +2

    Wazibonga kamnandi namuhla Mubanjwa😀💯🖋️

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 ปีที่แล้ว +3

    Yayinhle lenkulumo MfokaMbanjwa, uyasivula ngempela amehlo

  • @lindiweshange-yu4dt
    @lindiweshange-yu4dt 7 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Mkhulu ukusivula amehlo siyabonga

  • @christianosobzatwala7093
    @christianosobzatwala7093 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga dankoooh 🖐️🖐️🖐️🖐️🖐️kucace bha kuhle kwekati elimhlophe ligijima ohlungwini

  • @SimsOclock
    @SimsOclock 5 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Mpunga Yesintu.

  • @mkhabolengayondodemnyama8418
    @mkhabolengayondodemnyama8418 ปีที่แล้ว

    Syabonga kwi Mpungaaaaaa Nami bengnosizi lukamakhalekhukhwini kodwa manje ukhona usgedlemba engsatotoba ngawo syaludinga lolulwazi ezikoleni zabomdabo nokwakithi kuzoqhakambiseka

  • @khanyisilegumede6384
    @khanyisilegumede6384 ปีที่แล้ว

    🙏🙏Syabonga Mkhulu ulwazi osicobelela lona ngyafunda kakhulu uphile nje

  • @siphe11
    @siphe11 ปีที่แล้ว +2

    Sibonge ngolwazi 🙌🏾

  • @mogalekganya
    @mogalekganya ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga asazi sobonga kuze kube nini, ngoba ehu ujule kakhulu

  • @jabulanikhumalo328
    @jabulanikhumalo328 ปีที่แล้ว

    Mpunga yesintu ngingazi thola kanjani iincwadi zakho, Cape Town.

  • @tholakelendlovu2989
    @tholakelendlovu2989 ปีที่แล้ว

    👏👏👏👏impunga ay uyayibeka mkhulu siyabonga makwande

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset ปีที่แล้ว +1

    Mpunga yesintu, kuyangijabulisa ukuzwa uma Uchaza uqale uchaze ngokuthinta wena ngoba lokho kwenze sibe umxhantela ovela kuwe Okuwukuthi sikwazi kagcono kwaqobo lwakho. Ngichazeke uma Uchaza ngamakhehla wakho

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 ปีที่แล้ว

    Bhut ngyakuzwa umfowethu osashona washiy ingane eyzale ntombazanen kodwa umama wayhlawula. Ihlala ekhaya, ayhlali nomawayo. Yasiba namehlo anenyembezi ezngapheli. Ubaba wayenzela imbuzi wayfaki sphandla angaz wakhuluma wathini ngangingekho. Kodwa zaphela nya inyembezi kuze kubinamhlanje.

  • @vuyomfene2491
    @vuyomfene2491 ปีที่แล้ว

    Impungaaaah
    Mpunga inkinga yami nansi
    Mina ngiyi ngane eli longwe
    Ubaba owamithisa umame
    Ungowe sibongo sakulo mama
    Isibongo sami safihlwa ngumama ngaze ngasi boniswa ephupheni

  • @leko7532
    @leko7532 ปีที่แล้ว

    Ngiyabingelela lapho Mpunga.
    Awuzange usacacasi ngengane ezalwe kwinguduso. Ingaba kufanele kulandelwe imigomo efanayo na? Ngisho you kuhlawula neyokukhipha Ingane?

  • @sifundoluyanda6831
    @sifundoluyanda6831 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga mkhulu.

  • @snenhlanhlandlovu2539
    @snenhlanhlandlovu2539 6 หลายเดือนก่อน

    Uma ingane yalahlwa umawayo estamkokeni izelwe waze wayithola kuma social worker..awmazi nokuthi owakuphi umama akakaze avele selokho sahlangana kuwumdlalo kwaphela kanjalo...ingane isibuyile isikhulile kuma social worker ihlala nathi kubaba wayo usufisa ukwenza usiko wenza njani...awlazi ikhaya lomama.

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 ปีที่แล้ว +1

    Mpunga YeSintu 🤝 siqondisa isizwe la

    • @normandzimande3844
      @normandzimande3844 ปีที่แล้ว

      Ngyabingelela Khehla kuzwakala kahle okushoyo siyafunda njalo ngisacela ukhulume nhentombazane uma izalela ekhaya ukuthi yona mele yenzenjani uma ingane ikhulela komalume

  • @simangalisondlovu1628
    @simangalisondlovu1628 ปีที่แล้ว

    Uma usuhlawulile walobola ingane wayfaka esbongweni sakho

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 ปีที่แล้ว +1

    Unina wezingane zami wadlula,sasingakalobolani.ekhaya Kubo abakamenzeli umsebenzi webhayi.wahamba zisencane ingane.azifakiwe isphandla ekhakho Nina,uGogo wazo wathi sebekhulile angibagake isphandla ekhaya ngesaba ngenxa yokucosha ulwazi lapha kulengosi.manje akukho abasakwenzele ingane ngicela ukuzwa ukuthi kungaba namthelela muni ngoba nonina engakenzelwa umsebenzi?

  • @nkosingiphilengcobo2110
    @nkosingiphilengcobo2110 ปีที่แล้ว

    Kwathi angithi IMPUNGA🙏🙏🙏💯💯

  • @zolilenicholas4010
    @zolilenicholas4010 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ngolwazi osipha lona🙌

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

    UNkulunkulu mdali wethu sonke uthini ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko?Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.

  • @Bet_with_G_light
    @Bet_with_G_light ปีที่แล้ว

    Mpunga siyabonga ngolwazi osinika lona as Africans.

  • @QueenOfSheba_
    @QueenOfSheba_ ปีที่แล้ว +1

    Siyafunda. Siyabonga Mkhulu 🙏
    Mawuzalelwe emshadweni, bese abazali baya-divorcer. Bese uhamba nomama nibuyela kubo ekhaya. Leyongane ibuyela komalume ngedlozi?

    • @ukukhanya_kuyeza
      @ukukhanya_kuyeza ปีที่แล้ว +1

      Ayikhi i divorce ngokwesintu

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว +1

      Asikho isahlukaniso ngokwesintu, kumele izinto uqhubeke uzenzele kini

    • @QueenOfSheba_
      @QueenOfSheba_ ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv Ngiyabonga Mkhulu 🙏

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 ปีที่แล้ว +1

    Uzamukela ngezingaki uma zintathu

  • @celinkosimkhulise7217
    @celinkosimkhulise7217 ปีที่แล้ว +1

    Kungabe impunga isazobuyela kubo noma angeke?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว

      Uma livuma ithongo lakoMalume kokwenzeka kodwa nakhona angeke ngishiye koMalume kodwa ngogxamalaza

  • @gsmixification
    @gsmixification ปีที่แล้ว

    Sibonge kuleyondawo, nayoke indaba uma kubo kantombi abazenzi izinto zomusamu abahlabi ngoba basindisiwe kodwa bayafuna ingane ihlawulwe futhi ipheleliswe. Indaba enjalo eyikholula ngoba koMalume ngeke kupheleliswe uma kufanele ingane yezwelwe kubo kaBaba wayo.

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 ปีที่แล้ว

      Akukwazi ukuthi bonke bomalume basindisiwe,kumele kube khona enye yezindlu ,zakhona lapho kuphilwa isintu khona,komele ubona wengane acele khona ukuthi ingane yenzelwe khona lomugudu wokukhishwa

  • @lindiwedube5079
    @lindiwedube5079 ปีที่แล้ว +1

    Uma ngimthole kwenye indoda, ngase ngishada nomunye umshado wephepha kuphela ngase ngithola abanye abantwana kulomshado.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  ปีที่แล้ว

      Lomtwana omthole ungakagani uyokwenzelwa isiko kini.

    • @lindiwedube5079
      @lindiwedube5079 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv omdala una 39 omncane una 22

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 ปีที่แล้ว

      Umshado wephepha awulutho ezintweni zesintu,nabo laba obathole emshadweni wephepha abantwana bentombi labo,iphepha alikhulumi ethongweni.

    • @lindiwedube5079
      @lindiwedube5079 ปีที่แล้ว

      @@mzwakhethenjwayo3618 Kuyezwakala kahle. Ngiyabonga kakhulu ngokucacaselwa kulombuzo.

  • @robertgcwabaza8462
    @robertgcwabaza8462 ปีที่แล้ว

    Mpunga, uyashaya isihloko sinamandla!!!

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 ปีที่แล้ว +1

    Mzukulu ka Mdumo : Inyanga elapha ngo lwazi ✍

    • @mogalekganya
      @mogalekganya ปีที่แล้ว

      Ijule kakhulu impunga kulezi nsuku

    • @nomangesinthala8948
      @nomangesinthala8948 ปีที่แล้ว

      @@mogalekganya amakhehla amulethela ulwazi. He's half spirit, half human.

  • @ThokozaniMtshali47
    @ThokozaniMtshali47 ปีที่แล้ว +2

    Almost messed up
    Sbonge

    • @sandilemakhunga5500
      @sandilemakhunga5500 ปีที่แล้ว +1

      Bhuti uma wazelelwa ekhaya faka isiphandla sako mama ngeke uphinde uxakeke, ngikhuluma ngento engayenza izinto zami zimhlophe bhuti

    • @ThokozaniMtshali47
      @ThokozaniMtshali47 ปีที่แล้ว

      @@sandilemakhunga5500 i did that last year nami kwangilungela. just that mangizama ukulungisa isibongo sako-baba bese kuvaleka konke. that is where i am suck. cabanga nokuyeka kulenga so. and register my children on my mothers Surname.

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 ปีที่แล้ว

      @@ThokozaniMtshali47 kuyokwenzakalani ebantwaneni ababe sebethi khokho kuwe noma khokho kundodana wakho?do u think bayobe bezazi ukuthi kahle kahle ababona bakwa Mtshali?uyabona bangagcina sebethandana nabantwana besbongo sako yihlo kodwa bona bezazi ukuthi abahlobani ngoba wena khokho wabo wawungu Mtshali.Yiqapheleni lento yokuba wumlanjwana inobungozi esizukulwaneni

    • @ThokozaniMtshali47
      @ThokozaniMtshali47 ปีที่แล้ว

      @@mzwakhethenjwayo3618 true
      But ithini isolution?
      Ngoba uma uthi iyalungisa ikati livele lilale eziko kucege umsebenzi ibusiness libe compromised.

  • @dineopearl1702
    @dineopearl1702 ปีที่แล้ว

    Manje kthiwani ngalengane eyadlula emhlabeni ezalwa entombini kodwa njalo mawuyohlola kuvela ukuthi ikhalela imbeleko nesphandla from kubaba wayo? Ngicela nje ukucaciselwa lapho

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 ปีที่แล้ว

      Kusho ukuthi kumele enze konke uyise wayo engathi wenzela ephilayo

    • @dineopearl1702
      @dineopearl1702 ปีที่แล้ว

      @@mzwakhethenjwayo3618 ngyabonga. Kodwa uma uthi enze konke usho umsebenzi wembeleko uwodwa noma sowusho nokuthi alobobe ingane ngoba phela sokwahlukanwa, abazali abasathandani

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 ปีที่แล้ว

      @@dineopearl1702 ayihlawule,ayikhipje isibongo/ayilobole,ayigqokise,ayethe igama

    • @dineopearl1702
      @dineopearl1702 ปีที่แล้ว

      @@mzwakhethenjwayo3618 ngyabonga kuyezwakala

  • @bonginkosimbazima9176
    @bonginkosimbazima9176 ปีที่แล้ว

    Uyamcedisela ubabakho ukulobola masekashonile

  • @phumlaniscelo7880
    @phumlaniscelo7880 ปีที่แล้ว

    Sbonge khehla

  • @universalproducts4373
    @universalproducts4373 ปีที่แล้ว

    Sawubona Mpunga...nginenkinga la. UMama wathola ingane yentombazane kuqala before athole mina kodwa wayithola isithulile ingasaphefumuli(isishonile). Kwaphinde kwathi uBaba waya kongibika kubo wangenzela nesiphandla kodwa engakaze enze lutho ekhaya koMalume. Sahamba isikhathi kwaloke kuvela ukuthi ngibangwa yizidalwa futhi uSisi wami lo owatholwa nguMama before mina uhlezi ekanye nami uyena ongikhanyiselayo aphinde angivikele ezintweni ezingezinhle. Indaba ilana ke, uMama akaze wasenzela thina sobabili izimbeleko, kuloke kuvela ukuthi kuyakhaleleka loko and kungokunye okuvimba izinhlanhla zami ngoba kwathiwa inhlanhla yami inkulu kodwa iThongo lami aliyidedelo yonke inhlanhla ngoba ngiyabangwa. Ngingayilungisa kanjani le yokubangwa?

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 ปีที่แล้ว

      Ngibingelele mnewethu,ngingeyona impunga,kodwa ngolwazi enginalo manje nhesintu kulomhlaba omagad' ahlabayo.Kuningi okusadinga ukuthi niqale nikwenzele udadewenu ukuze angeke ahlale phezukwakho kodwa azoba yithongo elihle kuwe....kumele niqale ngokumenzela iladi lapho nizometha khona igama,nimthenge neympahla zoswane okungezokumbesa.emvakwalokho bese nishweleza ukuthi wena wafakwa isphandla koyihlo bengakwenzelanga lutho,emvakwalokho bese wenzelwa imbeleko komalume wakho.

  • @phelelanisphelele8840
    @phelelanisphelele8840 ปีที่แล้ว

    Mpunga yesintu nani nonke enikule channel nginombuzo Lana othi, Kuvumelekile yini ukuthi ingane ezalwa yintombi nensizwa bebe bengaganene ibekhona makufihlwa uyise wayo esedlulile emhlabeni?

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 ปีที่แล้ว

      Wuyise wayo,yigazi lakhe,okungenzeka nokuthi yizibulo lakhe okuyilona okumele lihlabe umkhonto lapho uyise ezofihlwa khona,futhi yilona zibulo lakhe okumele liphathe izinduku kanye nesihlangu sikayise mhla sekuhutshwa ihubo lasekhaya esephelekezelwa uyise eyothunwa.

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 ปีที่แล้ว +1

    Impunga