Yini eyenzeka ku enigma ngoba into nje nonke niyamukholwa an niyamuvikela ,,jesus never had many followers ppl hated him ,,dont compare Jesus with Enigma plz leave him out of this
We're all the children of God usebenzise lokho because uyazi ukuthi Nina aniysebenzisi igqondo ngoba nikholwa everything ngapha we Africans we're the ones who believe in these stories while we're amongst the poorest.
Phuma lapho baba u 3 seconds ungafuni uku trenda, Io myalezo owaba ntwana baka Nkulunkulu not wena baba, phuma nje, wena uma uthi le ndoda iyahlanya or inamanga, ungay laleli I message awuphoqiwe
Syabonga mkhulu unkulunkulu uyena ongaphezu kwakho konke hai u jesu Enigma uqamba aluhlaza amanga ayikho lento ayishoyo kodwa ke lezimpuphuthe ezivilapha ukusebenzisa inqondo zothi uqinisile😂😂
Chaaa washo impela but wonke umuntu uyamufaka....Mshoza Minie Dlamini So the question remains, why ekhuza abantu abangasindiswanga which are not Christians Usho into aphinde aziphikise Yena unamanga kabi ...uthi our God Jesus Christ uyakhala inyembezi ezulwini Siyeke ukufaka earphones, manga mannn....he is making us to see Heaven as a difficult thing to enter
@@manzezulumuna3681 🤣ngizwa phela usuthi o3 second bona baya esihogweni, and ngihlekiswa ukuthi we wena usuyahlulela kodwa uJesu uyasho ukuthi asingehluleli, ay nina makholwa amakhulu niyinkinga ngoba nenza kuze kweqe🤣🤣 God gave us impilo ukuthi siyiphile manje nina nenza ngathi ukuphila impilo ukudelela uNkulunkulu😂
Ilwizi lika Nkulunkulu if likhuluma Musa ukuphikisa a ynalwazi lalokhu, ignorant is a sin,ningahleki,le ayihlekisi iyacoba,noma ungahamba wonke amazwe if ungamazi uJesu you are nothing,in Jesus Christ name Amen
Sory Sir it's wrong to take offense on what Bro Enigma has been saying--bcoz he said it plainly dat The Lord is warning His Children His Church of those Born Again. Plzzzz understand dat fo Yo peace of mind. We thank God fo everything Bro Enigma has been saying.
Ama Food inspector. Dr 3 ngiyakuhlonipha kanti futhi ngiyakwethemba. Kunalempi yamazwi phakathi kuka Dr Khehlelezi and King Bhaka please ake ubahlalise phantsi bayeke ukujikijelana ngamazwi abuhlungu kangaka. Ngingimuntukazana mina ongenalo izwi lokuphawula noma elingamanyelwa ngethembe wena mphathi wami ngicela ungenelele. 😢😢
Dr3 second nihlulwa ukulungisa izwe njengoba umbuso was South Africa uphethwe izinswelaboya izigebengu ze ANC nani nalobuthakathi benu u Jesu useyabuya ulungisa abantwana bakhe Uma ubungumntwana ka Jesu ubungeke wenze okuphambene no Mvelinqange
Enigma is a pillar, he doesn't beat around the bush but he approach you straight and tells you the way it it, most of you like to hide most of news when telling people because you are scared that you will be canceled, you are scared to be canceled
AYIBONGWE INKOSI UJESU ngo brother Enigma
Enigma is the one. Phambili ngevangeli elehlukanisa umuntu nesono Phambili💪💪💪
Ngabantu.abatheni aba kuthi kungathethwa nabo bazifake ,ningamagqirha akuthethwa nani kuthethwa nabazalwane❤,Enigma ngowethu
Mina ngiyamkholwa yena kanye nombiko awuthunyiweyo.Uchazile ukuthi owalabo abangabantwana bakhe.Ngiyaphenduka usuku nosuku ngiyakholwa nguJesu, ukuthethelelwa kwezono ngiyakholelwa kukho ukuvuka nokubuya kwakhe.Sithandiwe South Africa masiphendukele kuye alikho izwe elithole umbiko oyiqiniso njenga lona.
uJesu uyabusa kuze kube phakade.❤❤
Yebo kunjalo and umuntu onenkinga no Brother Enigma akathule...❤❤
Kunendlela ebukeka iyinhle emehlweni omuntu kodwa isiphetho sayo ukukhala nokugedla amazinyo.
@@kennethshabangu4835 Mfethu ngenzile okuningi okubi iqiniso ukuthi konke akubuyiseli ngalutho.Ngibong ithuba lokuzibuyisela kuNkulunkulu ngoJesu nje
@@Xolani-k8u Mfethu singafani nabamphika uJesu bembona kodwa sikholwe manje ukuze singabi nakho ukulahlwa.Inkosi ibe nawe Bhuti.
Dokotela wakithi sisuke sabazi abantu abangasazi isintu sethu ngosbali kani asikabali nabo nje ngzenkomo zasekhaya basithatha kancane nje kakhulu labantu ngiyaxolisa ukuphawula kulolu daba
Uthe ukhuluma nabazalwane yhooo Nkosi Jesus BAWO BAXOLELE KUBA ABAYAZI INTO ABAYENZAYO
Akakhulumi nawonke umuntu u brother Enigma, ukhuluma nabantwana baka Nkulunkulu. He is not a Pastor and we believe you brother Enigma big time.
Kuyayiwa ezululwini uyovela onamnga.... mina nje i believe brother Enigma.
And kuyayiwa 😢
😂😂😂😂😂😂asoze ufe uphinde uvuke libala
Mhla wafund ibhaybheli walazi uyobon ukuth u Enigma unamanga
Uqinisile wukuthi abalifundi yingakho behlez bekholwa yibo bonke labaprofethi abalokhu bethi bathunyiwe kusazofika omunye futhi😂@@h.h.wsaint4910
Kuyiwa nini?
U Enigma akulula ukuthi umzwe ngoba ukhuluma nabantwana bakaNkulunkulu...yizindlebe zikamoya ezimzwayo sijabulile thina ngo Brother Enigma ....ungaykhuzi into ongayazi .
vumelana nawe Princess 😂😂😂
Abanye badalwe bani if kukhona baka Nkulunkulu veniyizlima
Weeeee
Mina ngingumntwana kaNkulunkulu kodwa u Enigma ayikho lento ayishoyo akangadlali ngegama likaJesu.akekho namunye owanyukela ezulwini kuphela owehlayo indodana kaNkulunkulu uMoyongcwele lowo yena lobaba uhlangana kuphi nomoyongcwele yekani ukukholwa yinto engekho kodwake vele sekuyinsuku zokugcina zamanga kudukiswa abantu ngegama liKaJesu
@@vusimavundla-ni8xquyahhuma lowa
Enigma siyabonga ukuvumeliNkosi ikuthume kithi ❤❤❤we love you vry much
No baba phuma entweni ongayazi u brother thina siyamkholwa ,uthunwe kithi esiyizoni kodwa esimthandayo u Jesu kristu
amen lapho hayi wayi beka kahle imphela
There's no comment/answer compared to this one. Thank you
Amen
Amen
I believe brother Enigma Jesus christ is my Lord and saviour . Lawe bhudi uyakuthanda uJesu phuma ebunyameni lobu okubo bhudi
Jesu wami siyabonga kakhulu ukusithanda kangaka ngobrother Enigma izinto azishoyo ziyiqiniso ukuthi iqiniso liyababa.Uchazile ukuthi uze kubantwana bakaNkulunkulu akazanga kubantwana babantu.Mina ngisizakele kakhulu ngiyaphenduka usuku nosuku ngiyabatshela nabanye ngiyabonga brother Enigma.
Cha nizi thutha bo nidlala ishangane,liqamba amanga la.
nabangamuzwa bayoze bamuzwe
Phambili ngo Brother Enigma...ungazihluphi ngaye akazile kuwe.....uze kwabaka Jesu not kuwe
The devil uyathuthumela nabalandeli bakhe God is exposing everything that is not of him thank you brother Enigma
He is burning too bad , Satan to hell with only 3 minutes left Amen
Usathane usebenzisa u Enigma ukukhohlisa izwe
Vele akukhulunywa nawe ushilo u brother Enigma ukuthi ukhuluma nabazalwane Ai noma ubani
Mine angati kutsi beva kanjani.akukhulunywa nabo la.kukhulunywa nalabangcwele
UBrother Enigma uthunywe kubantwana bakaNkulunkulu hhayi babantu
UJESU WAYEZELE IZONI EMHLABENI. SO IZONI YINI LABA ENIZIBIZA BORN AGAIN..KODWA NIPHIKISANA NEZIFUNDISO ZENKOSI. KUNINGI ENINGAKUFUNI LIKE IMPEPHO, UJESU WASHUNQISELWA NGEMPEPHO, UJESU BEKAYA ENTABENI, NASEHLANE. …EISH KUNINGI AKWENZILE ENIPHIKISANA NAKHO NJENGAYE LO ENIGMA WENU.
Ayii mkhulu hlekisa ngo Enigma but uyozisola ngelinye ilanga!!🤞uphakeme kodwa uzothotshiswa!!!
ucabanga ukuthi angamelana nogcotshiweyo kaJesu.
That's true
Asikuzwa wena siizwa u brother Enigima wena uyi sidumbu esiphakeme
UNkulunkulu uthumele u brother Enigma ukuze axwayise zona izimvu ezingaphakathi esbayeni hhayi ezingaphandle kwesbaya
Dinoga ditswa mo mesimeng😂😂😂
Every knee shall bow.may the good Lord keep protecting you brother Enigma
Becarefull brother God is watching you, enigma he's here for the children of God watch your saying, laughing one day is one day
Amadimon ayanyakaza shame
The voice of the Lord is is too powerful for them to be silent.
Yey uyabona sathane umile uyalwa naye
Psalms 29 the voice of the Lord is powerful
Bayasha
Amen Brother Enigma abanye bethu siyakholwa massage ayithunywe uNkulunkulu kube noshitsho olukhulu ezimpilweni zabantu I Thank God for that phambili Brother Enigma 🙏🙏
No Jesu bamhleka bamkhafulele bamshaya babukisa ngaye akusimangazi uma kwenzeka ku brother Enigma 🙌
😂😂😂nxxx, ayikho kodwa indaba yenu
@@NellyMabuza-p3v kanjalo no noah
Yini eyenzeka ku enigma ngoba into nje nonke niyamukholwa an niyamuvikela ,,jesus never had many followers ppl hated him ,,dont compare Jesus with Enigma plz leave him out of this
UJesu uyinkosi❤
Wedokotela, phenduka ukhonze uSonininanimi, uSimakade, uAlpha noOmega. Umkhonze yena yedwa.
Exakayo izinto zonke zezikaNkulunkulu akukhathaliseki na noba wena ufuna kubenjani ngoba kwawena usisidalwa sikaNkulunkulu futhi akekho umntu odlula UNkulunkulu.Mamelani I massage ka brother Enigma uthunyiwe nguNkulunkulu nxa ungekho intrsested thula ungafuni ukudodisa abantu.Umuntu akazididise yena angafaki abantu ngentloko.Amen?!
Every knee shall bow ☝️ Do you understand.... owright
UJesu uyi nkosi. Every knee shall bow before him
True manje okuxakayo abaguqi mabedumisa uJesu .....umuntu waseZulwini uyakhothanyelwa
Anganicasuli U Brother Enigma ngoba uthunywe kithina,siyamuzwa,siyamukholwa futhi,abanye abakhululeke bangazixaki
Ngiya bonga mkhulu ,asilungise unlimited sihloniphane,amazing isintu ma afrika ngiyabonga akwande 3second mkhulu
Lento yokukholwa kubantu ayisekho sekugijimisa imali phambili,nemithwalo lezi esezafika,
iyiphi inyanga engamelana noBrother enigma? Mina ngithi ayikho.
Ayikho
Okuning akushoyo brother Enigma kuyiqiniso sikuhlola ngezwi
Umuntu ongakholwa ungenaphi entweni zabakholwayo. Lenyanga unontandakubukwa.
Ushilo uEnigma wathi lomlayezo aksiwona owalaba bangasindiswanga owabantwana bakaNkulunkulu ha8 abantwana babantu
Qonda nawe, wathi owabantwana baka Jesu,, hhayi uNkulunkulu.....
Kanti ungubani lo Jesu ngempela yena??? 🙆♂️
@Nombuso, don't waste ur time ungawuphenduli umbhedo... Ubani ongamazi u Jesu ukuthi ungubani la e South Africa🙄
UNkulunkulu noJesu noMoya oNgcwele kunye #trinity ngakho noma engathi uJesu ulungile ngoba kuyinto eyodwa thank you
Uyabona abanyabantu abamnyama ngokwendabuko bagcina sebemnyama nasengqondweni le kwa Israeli kunzima thina snobaba abazi idlinza lenkosi uJesu abazi naseJerusalema nawowonke lamazwe asebhaybhelini bathi izwe nezwe linoNkulunkulu akukho Jesu wabuya kulelizwe umbhedo lowo anofunda ibhaybheli Mateu 15 verse 22 Izenzo 2 verse 22 nizoqonda kangconywana niyeke lobubuwula benu ubaba u Enigma wembethwe umoya kasathane nje kwaphela
UJESU Kristu uyiNkosi,kunjalo nje ,bayasha ,thina okwethu lokudla syakudla kusipheth kahle, syabonga uNkulunkulu Baba ngo Brother Enigma
Lesi Sambulo akusona esikanomubani esabantwana baka Nkulunkulu siyabonga brother
UJESU KRISTU UYINKOSI.
Amen
Abantu bengathathi izindaba zikaNkulunkulu sakudlala😢
Abantu bami bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi,
Phuma kubhuti Enigma akezile kuwe thina bohambo noNkulunkulu siyamuzwa,,kuyanehlula okobunyanga benu
The children of the devil must shut it, you sold your soul to the devil wena, phuma ku enigma.
Wena nje naka okwakho okwasemhlabeni uyekele uEnigma aqhube umsebenzi kaNkulunkulu
Akamyeke ngampela aqhubeke nezinto zakhe zase mhlabeni thina siya phila nge message ka Nkulunkulu from Enigma
Uphethwe uku qina! Akaqhubeke no sathane bakhe
Ay unamanga vele loya
Manje pho uhlushwe yini wena,ngoba ushilo Enigma ukuthi akakhulumi nani ukhuluma nabantwana bakaNkulunkulu abasindisiwe ,usindisiwe yini wena ,
Volume.....
We're all the children of God usebenzise lokho because uyazi ukuthi Nina aniysebenzisi igqondo ngoba nikholwa everything ngapha we Africans we're the ones who believe in these stories while we're amongst the poorest.
I love Enigma ❤❤❤❤
what about Jesus?
Brother enigma ukhuluma iqiniso ukth abantu iqiniso abalifuni
Iqiniso kuthi kumele singa gym ?
@@mduduziMavundla7242uma ungakholwa kshuth wayengakhulumi nawe.
Aw ngath washo amanga ngokufa kwa Gaddafi kukodwa
Read the Bible u will spot the false things he says.
Believe what u believe & leave brother Enigma alone, awazi lutho wena
Uyaz yin wena
@@SphiweMpanza-q6y cha angazi lutho wen uyazi ?
@@carbolicrsa4801 sonke asaz
Baba 3 secs uthe uthunywe kubantwana bakaNkulunkulu hay kuwowonke umuntu enjalo akalwi
Phuma lapho baba u 3 seconds ungafuni uku trenda, Io myalezo owaba ntwana baka Nkulunkulu not wena baba, phuma nje, wena uma uthi le ndoda iyahlanya or inamanga, ungay laleli I message awuphoqiwe
Ufuna ku trender ngempela
Phuma entweni ongayazi Dr 3 seconds......hlala kulokhu okwaziyo , ube yisigqila sezilwane lezi ezikulawulayo qha.
Akaphume ngampela bafo ayimdingi yena lo baba uyay thanda I trend
Manithi akaphume niyeke Lani ukutshela lo enigma osehlulelayo ngamabandla ethu naye akaphume kithi
What u tryna say?
Brother Egnima ukhuluma amaqiniso,ukuthi thina abantu abamnyama asizwani neqiniso,sifuna izinto ezizovuna thina
Uhlulwa ukulapha isisende zoxaphaza U enigma.siphelile sikhatsi semutsi
Kumnyama bebhekile, siza YESHUA.
Yeah isihogo siyanyakaza
😂😂😂😂 asinyakaze
Okulandelayo nizothi iZulu nesiHogo kula emhlabeni indlela enigula ngayo emakhanda
Ufile ngisho ukhuluma muntu ndini. Udinga uJesu.
I love Enigma
Syabonga mkhulu unkulunkulu uyena ongaphezu kwakho konke hai u jesu Enigma uqamba aluhlaza amanga ayikho lento ayishoyo kodwa ke lezimpuphuthe ezivilapha ukusebenzisa inqondo zothi uqinisile😂😂
Seknabadukisi abazosfundekela ngobu Kristu intengekho udokotela 3seconds ubuyakhona edlinzeni lenkosi uJesu wazkonke ngenkolo yobuKristu
Wait until they see 😮how he is
@@mkhabolengayondodemnyama8418 ukubuy'ethuneni likaJesu kusho ukuthi wazi konke ngoJesu noma ngenkolo yobuKrestu? 🥺🤔
Vele usathane okuwe mkhulu mncane kunoJesu ka Enigma
Siyabonga dokotela khuluma, ngoba imbi lento yokuthi sibulàwele izingane zethu, ababulali ngani ezabo ingane, bazoqeda ngathi, aseneme Dr 3 seconds uhulumeni akayilungise nethimba lakhe, njengoba kuyibona abaphethe izwe. Serious dokotela Kade abantu befa ukudla izinto ezi expayile, nezino phoyizeni, aseneme as South Africans.
Mina angazi o3 second bakhathazwa yini ngoba washo kahle uEnigma ukuthi akakhulumi nani.
Qhubekani njr nina nokuthakatha kwenu qede niye esihogweni. Nilokhu nisifostela la ayh suka!!😢
Wena uya eZulwini uzofakwa Enigma?😅😅😅😅
@@spha4589uke wangizwa ngithi uzongifaka ezulwini. Musa ukudidiza!
Chaaa washo impela but wonke umuntu uyamufaka....Mshoza Minie Dlamini
So the question remains, why ekhuza abantu abangasindiswanga which are not Christians
Usho into aphinde aziphikise Yena unamanga kabi ...uthi our God Jesus Christ uyakhala inyembezi ezulwini
Siyeke ukufaka earphones, manga mannn....he is making us to see Heaven as a difficult thing to enter
@@NelsonNgobese wake washo ukuthii niyeke ukufaka ama headset? Ayh kodwa uma uphikisana nesiwula uvele ufane naso.
Ngeke uqonde vele sala kanjalo!
@@manzezulumuna3681 🤣ngizwa phela usuthi o3 second bona baya esihogweni, and ngihlekiswa ukuthi we wena usuyahlulela kodwa uJesu uyasho ukuthi asingehluleli, ay nina makholwa amakhulu niyinkinga ngoba nenza kuze kweqe🤣🤣
God gave us impilo ukuthi siyiphile manje nina nenza ngathi ukuphila impilo ukudelela uNkulunkulu😂
Waze wasithanda.Nkulunkulu siyabonga.ngobrother Enigma
Nanguya umfana ovuvukalelwe amasende nithule nje ngendaba yikumsiza. King bhaka uze wanikela ngo100k anifuni ukphumela obala
Bazini laba.khona manje benza is kertch
Enigma ukhuluma iqiniso
Enigma akakabone umuntu owabulala uSenzo Meyiwa naku sinendida yecala la emhlabeni njengomuntu obuye aye eZulwini nase shogweni siza brother 🙏
Ngiyabonga mkhulu ngokukhuza loluhlanya uyahlanya ipela khuza mkhulu❤
Sheim Kate ngithi Shem, uyeza umhla wokuphela,lapho uyobona khona ukuthi ilizwi lika Nkulunkulu likhuluma
Ilwizi lika Nkulunkulu if likhuluma Musa ukuphikisa a ynalwazi lalokhu, ignorant is a sin,ningahleki,le ayihlekisi iyacoba,noma ungahamba wonke amazwe if ungamazi uJesu you are nothing,in Jesus Christ name Amen
Why do you call him mkhulu?
Are you the grandson?
The message is for the children of God.
Phuma lapho mkhulu wabo
Khuza ngempela Baba uNkwanyana uvumbukaphi yena lomfundisi ongenabandla kodwa uzibiza ngomfundisi hola liphi I andla
Qhubeka brother nigma thina basindisiwe siyakukholwa ongezwa akathule mhlambe ngelinye ilanga kombuleka
Sindisiwe kodwa unuka perfume eyenziwe ngamademone😂😂😂
Mina ngi ya bonga someone has said it uya delela lo enigma wa khona u khuluma ngama Gama wa bantu nema sonto wethu❤
Asixwayi, kunalokho sikhumbula uJesu ebatshela emehlweni ethi "Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo. Kepha mina, ngokuba ngikhuluma iqiniso, anikholwa yimi" (John 8:44-45).
All the nee shall bow
Knee or Knees not nee
Sory Sir it's wrong to take offense on what Bro Enigma has been saying--bcoz he said it plainly dat The Lord is warning His Children His Church of those Born Again.
Plzzzz understand dat fo Yo peace of mind.
We thank God fo everything Bro Enigma has been saying.
Akakhulumi nawe ukhuluma nezidenge zakhe
Yehhe phendvuka umukele Jesu utawufa ufele emanyaleni lentfo yakho yabogudluzungene ngeke ikusite ngalutfo uma ibuya indvodzana yemuntfu
Ama Food inspector. Dr 3 ngiyakuhlonipha kanti futhi ngiyakwethemba. Kunalempi yamazwi phakathi kuka Dr Khehlelezi and King Bhaka please ake ubahlalise phantsi bayeke ukujikijelana ngamazwi abuhlungu kangaka.
Ngingimuntukazana mina ongenalo izwi lokuphawula noma elingamanyelwa ngethembe wena mphathi wami ngicela ungenelele.
😢😢
Bhuti wami ungahlekisi ngento Ka Brother Enigma ngiyakucela Bhut wami in JESUS NAME
Uqinisile Mkhulu udukisa abantwana bethu ubaba u Enigma. Izulu umndeni wakho ophila nawo ngokukamoya uma sewushonile. Uma ungenzanga kahle emhlabeni usaphila awubi mdibi munye nawo, ukukhaphela lena kude ubuye umoya wakho uzohlupha abantu abaphilayo. Umoya wakho uphenduka umhambuma, uba yisiyingayinga nje. Kanti uma bewenza intando kaKhulukhulu ( uNkulunkulu ) wakho uyangena ezulwini uphile isibili ngokukamoya
Yazi kune comment engike ngayibhala, ubhale exactly lento engayibhala, akukho Zulu akukho sihogo la, kodwa mawungenzanga kahle UNkulunkulu akakuhlanganisi nomndeni wakho, nalabo abahlangane nemindeni yabo ingoba babengcwele kodwa abafa bengenzanga kahle namanje bayehla bayenyuka imiphefumulo yabo ayophumulile, mawawuyikholwa kodwa futhi wenza izinto eziphambene nomthetho kaNkulunkulu uhamba udukisa makholwa uma eya ezinkonzweni aze asho athi sihamba nomuntu omubi, ngiyakuvumela lapho iqiniso iZulu umdeni wakho isihogo ukulahlwa komphefumulo wakho ubizwa ngomoya omubi
UJESU ATHI ABANGAGUNDI AMAKHANDA ABO AMACELENI... USHEMBE UTHI NINGAGUNDI AMAKHANDA ENU AMACELENI LENKULUMO IYAFANA NEZINTO EZISHOWO U ENIGMA ZONKE USHEMBE WAZIBALA KUDALA KUTHI AZIFUNEKI YINI UMEHLUKO LA
Enigma umdidi nje wenja okhuluma umsuzo nje ngo Nkulunkulu ....sendelakhe namazinyo wemfologo
Dr3 second nihlulwa ukulungisa izwe njengoba umbuso was South Africa uphethwe izinswelaboya izigebengu ze ANC nani nalobuthakathi benu u Jesu useyabuya ulungisa abantwana bakhe Uma ubungumntwana ka Jesu ubungeke wenze okuphambene no Mvelinqange
Kunjalo impela Dr 3 Seconds ayisukunyelwe lendaba yabantu bokufika ababulala izingane.
Sibulalwa ngu Government we ANC ngokungasukumeli izinto phezulu.
Siyambonga uNkulunkulu ngo Enigma please Read Ezekiel 2:1---7
😂😂😂😂😂😂 kwa gudluzu ngene hahahaaaaa shaya dokotela
Kahle kahle mulaphe lomuntu ngathi uyagula noma uthengiwe
Wena ngathi uhube utjwala..amankwebevu...Yekela inceku yeNkosi... Siyakulilela..😂😂😂
people do not idolize enigma ....love the LORD GOD will all your might mind heart soul,spirit all
U 3 SECOND AKAPHIKISANE NEZINYE IZINYANGA EMKHAKHENI WABO WOBUNYANGA UHLANGANAPHI NABAZALWANE,ushiswa yini
Stupid
Azimubeki ndawo.
He thinks uzo trenda about this stupidity.
Kodwa sengathi udakiwe mos
Ndiyabulela Tata Enigma ngenyaniso ecacileyo
Ayi laba bakholwa yonkinto vele mkhulu. Bayeke nom bholofithi wabo
For the fact that umzwile u Brother Enigma sibonga lokho.......
Ngamutshela lobhuti Ku tik Tok ukuthi yey usazochaza 😅😅😅😅😅aphi amanga Ami. Nangu manje Kwa gudluzungene😅😅😅
Siyabonga ukuthi uEnigma uyalitsho iqiniso uzophenduka othandayo ongathandiyo angaphenduki but icala lobaphezu kwentloko yakhe not phezu ko Enigma onendlebe uzozwa
Hayibo musa ukugxambukela wena akukaze kuthiwe kukhulunywa nawe. Usho Kahle uBrother Enigma ukuthi uthunywe kubantwana bakaNkulunkulu hhayi kubantwana babantu. Eyi, ngoba niyathanda ukuhambe nizishutheka nje
Udakiwe leloshangani
Wonke umuntu umntwana kaNkulunkulu
Uyathanda ukuy shutheka lo mkhulu a kukhulunywa naye, kukhulunywa nabazalwane, ufuna uku trenda
UJoweli 2:28 ZUL59
“Kuyakuthi ngasemuva ngithulule uMoya wami phezu kwayo yonke inyama; amadodana enu namadodakazi enu ayakuprofetha, abadala benu baphuphe amaphupho, izinsizwa zenu zibone imibono
oWuthandayo umphefumulo wakhe makaqaphele
Ancestors worshipers VS brother Enigma.
Is sad to see Christians taking the side of the demon worshipers attacking brother Enigma
Inyanga nendaba zenkolo ingenaphi vele
Kant yona inyanga kauiyona yn ekaNkulunkulu
Khuza mkhulu amanga kula bantu abasindisiwe badukisa isizwe. Bakhohlakele bathi silahle amadlozi. Bakhonza uSathane labo
Suka sathane
Kukhulunywa nabazalwane lana hai amasatanist
Obani abazalwane inina enazi ama Satanists 😂😂😂😂😂😂
@NomvuseleloNkomo Haleluya 🔥
UHLANGANAPHI WEMUNTU NEZINDABA ZIKAJESU NGOBA,UYAZIBONAKALELA NJE UKUTHI AWUMFUNI.AWUNAKE EZAKHO ZABAFILE.
Ngiku😅😅😅khonzile Dokotela ncela ungiphe ithuba Nami nginyathele kwa Gudluzungene 😅😅😢
Enigma is a pillar, he doesn't beat around the bush but he approach you straight and tells you the way it it, most of you like to hide most of news when telling people because you are scared that you will be canceled, you are scared to be canceled
Weeeeh awume wena ofake inyongo yezimbuzi nezinkukhu esphundu.wazini wena ngonkulunkulu.hambophahla uyeke Enigma phansi
Latsho I bible ukuthi bakhona abazodukisa izwe bethi bangibonile mina God amanga odwa
Uyabona lena yabantu bokufika yona sonele ngempela , ayisabekezeleleki yimiphefumulo yabantu lena ebulawa okwezimpukane , Elwthu lelo olishoyo Dr 3 Second awuyona indoda emane ikhulume ukhuluma uma sekunesizathu esikhulu ✊🏽😇🇿🇦