UMabalengwe ufike nobufakazi ngezinsolo anazo ngo-Khehlelezi | UDr Khehlelezi uyaziphendulela |
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 8 ก.พ. 2025
- Ngicela weseke I-Dawud TV ngokuthi u-Subscribe ngokukhokha imali ongakwazi ukuyi khokha.
Uzokwazi ukuxhuamana nami, nokuthola ulwazi mayelana nezinto ezahlukahlukene ezithinta I-Social Media.
Izindaba uzozithola zivutha amalangabi.
To Join click here: / @dawudtvza
Mabalengwe uyakubosha uKhehlelezi kodwa kube kuwuwe owamfundisa izinto zobunyanga ,UyiQhawe Dr3 seconds.
Ngenkulu inhlonipho Dr Mabalengwe ngathi ungalihoxisa igama lokhubiza u Dr Khehlelezi ngomfana noma elingana nezingane zakho Dr Khehlelezi mabi amazwi akho athi uDr Mabalengwe udinga udokokela wenqondo phecelezi uthi uyahlanya. inina madoda enazi kahle um'nyombo walenxabano vulelanani iy'fuba njengamadoda nithelelane amanzi nihloniphane isengalunga lento ngoba igazi alikachitheki lento yehlisa isthunzi senu nomsebenzi wethongo. nobabili anihloniphani akekho ofuna ukwehla ngezizathu zenu esingazazi shinsthani madoda. seng'shilo ngeke ngiy'sole futhi ngeke ngixolise Ngyathobeka..🙏🙏
Dankie qhawelami
Umabalengwe ngathi uyagula impela, umakoti wakhe engasebenza kwenye indoda kodwa yena engazi
Ngiyabonga Dr 3 uyindoda , awulona ivaka ❤
Umabalengwe akahlanyi njalo
KHEHLELEZI is smart that's one thing I have gathered about the DR
nibanga abantu noma nibanga udumo izinyanga aziikhulume dumisa izulu kufiwemefiwa
Khehlelezi yekela kundzelele umuntfu londzala pls ningalwi
weKhehlelezi ngicela usebenzi nje qa lo daba lwenu tjoooi luzima but kumele nikhulume njenga madoda plz hhayi amaphoyisa
Khona okungahambi kahle lapha ngaku Mabalangwe uma engazi ukuthi umakoti wakhe ube sebenzela uKhehlelezi.. ebehola khona
Ngisizzenngenumber kantmbela
insizwa kodw u dr 3second
Ugqilazekile Umabalengwe . Mzo yehlisa umoya mangabe unesandla ekumvikiseni xegisa indoda mase ikhala kanje. Akuthelelwane amanzi
Ayi kukhona okungahlangani lah mabalengwe uchaza izinto eziningi ngesikhathi sisodwa n lezizinto azihlangani nje
Dr 3 seconds is a smart leader
Yhooo baze baxhwithana abantu abadala ingathi ngabantwana abancinci.
Kodwa Dr 3 second ayi uyindoda khehla😊🙌
Manje Mkhulu uMzo🤣🤣🤣🤣🤣waze wangiqeda khehla
Umabalengwe waba ngumakoti nje
Khehlelez uyeyisa usho kanjn kuthi umuntu omdala kuthi udinga doctor wenqondo
Mina ngikhathele ilezinyanga eseziphenduke onontandakubukwa. Ziluthwa udumo oluze nezinkundla zokuxhumana. Kuyacaca ukwelapha sekuyindlela yokuwaka abantu nokuzibizela udumo. Kwazona lezimpi zalabantu ziyacasula. Mabelwa bebanga izinto zabo thina ngempela senzeni? Bayangicanula mani bonke nje ! Akekho ongcono kunomunye. Bonke balutha abantu.
Uqinisile mfokaJobe, lezinyanga zakoTH-cam zilutha abantu.
Seconded bafo
Engikucelayo mina Dr 3 seconds plz nceda Dr Mabakengwe angaboshwa plz
KwaGudluzungene👏👏👏
Monganakile uMabalengwe ngathi umuntu wesimame yebo ungqoke kahle kodwa ngathi umuntu wesimame
🤣🤣🤣🤣
@@sbusisolawrence3553 mbuke kahle aibo 😅😹😹😹
Akesizwe namuhla kthiwani
Kubangwa unfamiliar toe.??
Umthetho usebenza senkunjee ..... Ankekho umuntu ongenza ukukhohlakala angabe ngamaphoyisa ..... Kwanayo ayaboshwa if enza into engekho emthethweni.... Ngoba onkokuqala nalomuntu ongaba ngamaphoyisa akawazi ngisho nomthetho wawo ukt uthini
Dr 3...😍
mina engkubukayo njr kukhona konke ijumping castle iyamsaba umzo
😂😂😂
Ahhhh umabalengwe loo uyanya
Akabizwa ngan lomzo ezela angalibele efwnelwa
Amaqola okwazulu
Utwayi🙌🙌🙌
Ngiyanizwa kanti kahle kahle ubani I Ndumandumane eyadum ezizweni??
Last part “Ndikhe ndakufownela ekuseni bathi abafana usayochatha” 😂😂😂😂
😂😂😂
Nokhehlelezi naye futhi ngyamthemba kodwa la kunenyoka la eqhatha labantu
🤪🤪🤪
Really bro?
Khehlelezi is a fraud,biggest scammer.
Zikhonkotha ehambhayo
Scam lowo
oMabalengwe sebeceba abafana abancane
Laba abantu bazana kudala and ma ngithi ngiyanaka bebekade bephila bonke for long period so manje into abayibangayo bayayazi
I understand Mabalange's frustration
Just that ubhekise emntwini wrong. He is right by saying uyanyanga. So uzoyazi njani imali ukuthi yebiwe.
True
Very true ikhona into esingayaziyo eyi secret yabo, ngoku sele efuna uyeka kodwa ebesemandleni.
Lokhu abakwenzayo kubi ngoba abalphi laba ngokuxabana kwabo kubi
Dr.Mabalangwe akazibeki phansi buka lebande limpintche njani😂😨khehleleza yiboss ne 😂
Ngisafisa ukumbono lomlungu uKronik
😂😂 weFreddy mfwethu nami ngyafisa ukumubona uKronik......yezwa kuthiwa uyasenga uKronik langaphandle
Same here weFreddy 🤣🤣
Wake wavela uskhathaleni nje womlungu 🤣🤣🤣
@@sbusisolawrence3553 usho yena yin umsengi ovelele bafo 🤣🤣🤣
Jumping castle 😀😀😀ungizwe ushaya kwasanii
Dr 3 seconds indoda yamaqiniso ngyakuvuma Mina
Ixhego eline iPhone, slay king sa 3 seconds..
Yhooo yhooo
TH-cam is fun hle 😂
Dr 3 second sivunuva bufakazi please soyilethile lendaba emphakathini subaleka nayo silinde siyacela baba 👂 👂
Hahaaaa kodwa madala , akufani nawe , khula
Kuyo vela njengaku mufundisi
Wase malawi
Akayingani kuMzo lobaba uyamsaba 😅😅 waske wayomceba kwenye indoda 😂😂
Hayi kabi mara mina I believe Dr Mabalengwe. Khehlelezi can not be trusted at all. That means ukuthi u khehlelezi uyavuma ukuthi nakuqala wathunela ama phoyisa Kwa Mkhulu Mabalengwe, ngoba nakhu ethi ena akafuni futhi ukuthimela amaphoyisa Kwa Mkhulu Mabalengwe. So khehlelezi did plot evil against Mkhulu Mabalengwe.
Umzo nongizwe bayendelela usho ukuthin umzo uma ethi ubaba umabalengwe ethi undinga undonkontelwa benqondo undelela thina no baba u3cod akahloniphi akashayiwe thina umuntu odelela obaba ngiyamenyanya
Waze washesha ukwenyanya. Where were you when Mabalangwe edelela uMzo embiza ngomfanyana wakhuzwa uKing Bhaka. Akunacala La.
OK ok ok kanti ngesikhathi umzi e sebenza e kontilakeni efuna nokuthwasiswa kwenzakalani kanti ngoba Mina MA amazuluexabana kanje ke yini eyenzeka amaqiniso ayavela phaphamani nizondiza nani
I jumping castle 😂
Iyangiqeda le kaChronic osengayo 🤣🤣🤣
inqanyulwelani😩
ayikho ivoice kamzo lapha asizudlala ujojo tank thina
Ushilo wathi udinga udr wengqondo
aybo nangu JOJO Tank
Why do you cut it in the middle? Don't do that Maan!!!😭😭
Check out the second video here on the channel
@@DawudTVza I saw it thanks Dawud🤗🤗
Waze wadinwa bo 😂😂😂😂😂😂😂
@@halalisanizulu8336 angithi ngithanda izindaba🤣🤣
Competition gone wrong😂😂he's suffering from the obsession
U 3 ungikhumbuza u Navigator Uma ekhuluma?
😂😂😂 yakhumbula that day wayeze athi "Yangibona ngigqoke ijazi lobudokotela , ufuna ukuqala ngani ngokusenga noma ngokugeza amaHhashi"
This thing yalezinyanga is it reality or it's staged? Are they fighting in real life or it's social media thing?
Leyokuthi kuboshwe umuntu because they received imali etshotshiwe ebe engazi yena is very strange.
Unless the client has ratted which is highly unlikely and unless the police arrest wonke umuntu who received the funds which is highly doubtful.
So Mabalengwe is probably correct, nale yokhuthi lo uthanda abesimame iyiqiniso ngoba namuphi usisi oyakuye uyashelwa
Inkinga ipresentation kaMabalengwe nobungane nobupetty kwakhe okumkhubekisayo
Ay ay ay iyasinda le
Yoh ikulu ledaba umzo azovela amaqiniso manje 🤞🤔
Kusazoshuba
😹😹 Ayi ngeke kwase ku actwa kangaka
Lento izodicilela phansi isthunzi sabo bobabili labantu
Andazi kuqalelephi kodwa if lomfazi ka mabalengwe ukuthola konke akufunayo kumyeni wakhe ubefunani ku dr for umsebenzi🤣badinga uhlolwa behlangene behlangene nomyeni wakhe
Ngakho ngit khona osebhebhekile😆😆😆
@@ngemangema157 🤣🤣🤣🤣
Ngyafisa ukuhlala phansi no Dr3 seconds. Hayyi 😂😂😂
MC Pholobas
Ngumona wonke lo nophapha😂😂😂😂
🤣🤣 ayi
Hi 3...tjo...ya sexy indoda yomzulu😍
Umabalengwe usewutamatisi kanje🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Mangake enze into ethusayo ekhombisa ubudoda bakhe, nizophinde nithi kubi akwenzayo🤦🏾♂️
Mkhulu ndyanihlonipha kodwa imbi lento ithoba isithunzi samayeza inyangi Zonke ziphela .ngase iphele kodwa esemthethweni ngekhe ijike Yona .Mna ndyanqanda ndingu Thunzi eKapa kulapho Waye Cele indawo mhla zezokwelapha Bantu Mkhulu Dr Mabalengwe imbi lento abantu baphoxile .Zama Tata siyehla isithunzi sezingi Zaakwa Zulu zilwa ngemali.Mna ndiSisangoma ndathwasa zange ndayiva into enje.Haibo masithi si stress.Abomrhetho bazodlala .Dr Mkhulu Mabalengwe yeka Bantu .Lihlàzo eli kuveza enyinto kokunyanga.Lungisa Mkhulu.
Noooo noooooo hahahahahaha
I wish Mabalangwe understand the repracations of these allegations.
1. Mabalangwe allagedly received funds from the process of crime. Ungenaphi uMzo
2. Mabalangwe alleges that Mzo sent Inkabi to him. There is no proof of that.
3. He further alleges that, his camera man was used by Mzo to slash umuti in his house.
All of the above incidents are indirect incidents. For the "court" to reach a solid conclusion. It must gather all the witnesses involved. The process will take time. Mzo must monitor the situation very closely. If I was him. I was going to collect all the information patterning to the case. And later proceed with a case.
Who told you that Dr Mabalengwe doesn't have evidence of his allegations? You're too quick to judge and based on your quote you have a side.
I like your higher grade English
Eeeh Chief.
Let me help you. I think you need help. Find time in your busy schedule and listen to King Bhaka. It can't be possible that we share the same sentiments. Sharp sharp
@@Onkzit Suka!!!
wee navigator wozozwa ngomlungu u Kroniki😁😁😁
Kroniki🙊🙊😂😂🙆♂️
😂😂😂 alipheli igama likaKhronik kuMkhulu u3 Second njalo futhi ngyasola engathi loKhronik ulawula ezeMfuyo lapha kwaGudla Uza Ungene
BANTU BAKITHI AKE NIYEKE UKUCHEMA NOKHEHLELEZI BENU LABA ENINGABAZI NOKUTHI LIKUPHI IKUBO? OKOKUQALA UMABALENGWE BAZANA KUDALA UKHEHLELEZI ENGAKATHWASI MAYESETHWASILE USEGADLA EKHAYA LAPHO AYETHOLA KHONA USIZO OF WHICH IS WRONG !! YEKANI IZINDABA ZABANTU! ANGAZI NOMA NANI NIYETHWASA YINI NANI? NOMA NIYIZINYANGA ! EZABABILI AZINGENWA !
Maybe u need to understand ukuth njengoba sowphawulile ngaloludaba ungeyena uKhehlelezi futhi ungeyena uMabalengwe usungene kuloludaba and usuze wathatha ngisho isayidi ukhombisa ukweseka uMabalengwe so let other people ba comment nabo and ukuth uKhehlelezi uzalwaphi Kade akuchaza loko and no Mabalengwe asazi ukuth wazalelwaphi ngaphandle kokuthi owala e KZN and wena kuzofuna wemukele ukuth sisazophawula ngaloludaba njengoba nawe sowphawlile ,umehluko ukuth thina angeke sphawule ngemizwa yethu ngoba akekho esingamfuni kulabantu
Awusho Mfoka Zondi , unaso isiqiniseko sokuthi uKhehlelezi wathwasa kuMabalengwe?
Uma uhlulwa yisisindo somzimba wakho yini ongayenzela abantu? Uhlulwa ukunciphisa amafutha?
umakoti ufunani kukhehlelezi manje ayikho lento
Cha this is too much bafowethu
Manje unama bele umabalengwe wazithi ntshi ngebande esiswini
🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂
Cha angakhulunywa ngama phone ayikhulunywe face to face
Mina ngithi iyekeni lento yenu ngoba nalomuntu enilwa naye akaninakile wenza umsebenzi wakhe kuphela
Khehlelez uyeyisa usho kanjn kuthi umuntu omdala kuthi udinga doctor wenqondo