EPISODE 240 / UTHI WAQULEKA KASKHOMBISA NOMNGANI WAKHE ESHAWA ABASHAYELI PINETOWN BEGANGILE

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 21 ต.ค. 2024
  • Contact Mp TV1
    Calls 081 513 5606
    Whatsap 071 281 7509
    Social media platform MP MKHIZE DA BEE
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    / @mptv1

ความคิดเห็น • 190

  • @mptv1
    @mptv1  5 หลายเดือนก่อน +22

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    th-cam.com/channels/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin

    • @zukilemkhize3498
      @zukilemkhize3498 5 หลายเดือนก่อน

      😊😊

    • @TengetileNomaswaziDlamini
      @TengetileNomaswaziDlamini 5 หลายเดือนก่อน

      How can u join membership if u in 🇸🇿

    • @sanelisiwezondi9416
      @sanelisiwezondi9416 5 หลายเดือนก่อน

      Hlezi bheka number yakho angiboni khona ofisayo kuyek naye woonga ohlala la emsebenzin wami bluff BrightonBEACH angalithola kanjan usizo hlezi esho kuth akasafuni fisa kuya rehab mnje

  • @SimangeleMthembu
    @SimangeleMthembu 5 หลายเดือนก่อน +43

    When i started watching MP TV1, i never thought ngizoba no Arosta wayo if i spend a day without watching an episode 😂😂😂.... Mptv1 seyifana neWhoonga la kumina, A day without watching an episode=Arosta.. Thank you Mr Mkhize

    • @breellombatha5447
      @breellombatha5447 5 หลายเดือนก่อน +2

      Nam uyangbulala arosta mangingaybukanga😂😂

    • @breellombatha5447
      @breellombatha5447 5 หลายเดือนก่อน

      Nam uyangbulala arosta mangingaybukanga😂😂

    • @tsikimajoro8726
      @tsikimajoro8726 5 หลายเดือนก่อน +1

      I also have it😂😂😂

    • @NjabuloGumede-fx5hp
      @NjabuloGumede-fx5hp 5 หลายเดือนก่อน +1

      Nami bandla sengino arosta we MPTv1 😅❤

    • @PortiaNala-tn2ie
      @PortiaNala-tn2ie 4 หลายเดือนก่อน +1

      Me too especially ama episode nje ka njabulo ayahlekisa😅

  • @marhadu_a2279
    @marhadu_a2279 9 วันที่ผ่านมา

    ❤❤i love uNjabulo and his story telling. . Usatana wachukumisa umuntu ohlakaniphile ,ngithemba ukuthi uNkulunkulu uyoze amkhulule kulezi dakamizwa...he is charismatic i always come here to watch his stories repeatedly. Uyena nomfana waka Shezi ❤

  • @lindiswatyokela2951
    @lindiswatyokela2951 5 หลายเดือนก่อน +10

    19:22 meng'quleka mina ngphaphama u Acuse sequlekile, mephaphama yena sube mina ng'qulekile 😂Classic 😂

  • @mbalimtsetfwa7116
    @mbalimtsetfwa7116 4 หลายเดือนก่อน +2

    I really like his body language while narrating the story its so hilarious 😂😂😂what a gud storyteller

  • @cindytwala4155
    @cindytwala4155 5 หลายเดือนก่อน +11

    All star ye Nike🤣🤣🤣🤣yoh I love this channel, you laugh, you cry and most importantly we learn from them❤️🥺

    • @EviwePoyo
      @EviwePoyo 3 หลายเดือนก่อน

      this is exactly the comment i was looking for🤣🤣🤣🤣🤣all star ye nike 😅

  • @UTD_MAFIA-rh4tv
    @UTD_MAFIA-rh4tv 5 หลายเดือนก่อน +8

    Ngaze ngamthanda uStaring Good Story teller akaBuye uStaring

  • @KhumaloNoxolo
    @KhumaloNoxolo 5 หลายเดือนก่อน +26

    13mins 73views😂😂asikhoni ukphila ngaphandle kwe mptv1

  • @boitumelomokotong9942
    @boitumelomokotong9942 5 หลายเดือนก่อน +2

    He’s such a detail oriented storyteller. I absolutely loved him !

  • @nonkululekogcabashe9488
    @nonkululekogcabashe9488 5 หลายเดือนก่อน +7

    Khabazela ngiyamuzwa Staring kodwa iqiniso lithi kune power kulomfethu uNkulunkulu amsize aphume completely kulesimo abese emsebenzisa ukuthi alaphe ngokukhuluma ngoba kuyosiphiwo lokukukhuluma kwakhe🙏

  • @MpumeleloButhelezi-vs3yw
    @MpumeleloButhelezi-vs3yw 5 หลายเดือนก่อน +2

    This guy needs to come back, i laughed the entire episode. Salute snawana😂😂

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 5 หลายเดือนก่อน +2

    Siyadla siyabhadala ,we press like and watch.

  • @sifisohlongwane8454
    @sifisohlongwane8454 2 หลายเดือนก่อน +1

    Yaboleyonto😂 ngigcwele ngalezitori mptv

  • @patriciamagadla7074
    @patriciamagadla7074 4 หลายเดือนก่อน +1

    This is educational and funny at the same time 😂

  • @boitumelomokotong9942
    @boitumelomokotong9942 4 หลายเดือนก่อน

    I love him so much , I’m watching his story for the second time now 🥹🤣❤️

  • @ndumisomlele3800
    @ndumisomlele3800 5 หลายเดือนก่อน +2

    Kungamfanela uBhut ukuba umfundisi 😂💯best narrator ✅🫡

  • @ZithuleleDlamini-m8b
    @ZithuleleDlamini-m8b 5 หลายเดือนก่อน +3

    Sikhona mnewethu prof sibeke indlebe, yithi abendlamhlathi kamayekisa woza nazo mtaka mkhulu 😎

  • @sabelosithole3782
    @sabelosithole3782 5 หลายเดือนก่อน +3

    Awww isibonge saka sithole kodwa😅😅🙆‍♂️ baquleka ngama shift beno accuse

  • @SandileMkhize-e1b
    @SandileMkhize-e1b 28 วันที่ผ่านมา

    1:01:40 ....An hour into conversation kodwa inkunzi yam ithi "Angikasho Lutho"😂😂😂😂sesihleke kangaka pho❤

  • @portiamthimunye2899
    @portiamthimunye2899 5 หลายเดือนก่อน +1

    Umsebenzi omuhle ka bhuti u Professor. Hey futhi uzithanda izindaba bhutiza ,ngihleka ngibulawe yisisu Uma sewubuza kakhulu kuloku okuhlekisayo.inkosi Ibe nawe bhutiza.futhi ungapheli ithemba

  • @Phumzie_dladla
    @Phumzie_dladla 5 หลายเดือนก่อน +5

    Kodwa buti singabayini ngaphandle kwakho cishe sifa ngo arosta ❤❤❤

  • @dust_za
    @dust_za 4 หลายเดือนก่อน

    Month end nami ngiyajoyina as I member ❤

  • @NkosingiphilePhiri
    @NkosingiphilePhiri 3 หลายเดือนก่อน

    Kodwa mtaka baba yin ungazami nom I rehab😢🥺♥️mhlampe ungagcina ukwaz ukuphuma kuyona complete

  • @bongumusabuthelezi7952
    @bongumusabuthelezi7952 5 หลายเดือนก่อน +1

    Storytelling on point, kuyacaca amanga alana nje😂

  • @chickenchickxd6977
    @chickenchickxd6977 5 หลายเดือนก่อน

    Great storyteller!👌🏽

  • @fungaichiswa2826
    @fungaichiswa2826 5 หลายเดือนก่อน

    Good story teller

  • @manzini0943
    @manzini0943 3 หลายเดือนก่อน +1

    he said "UYAYBO LONTO" 2500 times....😹😹
    all in all loluhlelo lunamandla kakhulu!!!

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 5 หลายเดือนก่อน +10

    Sangena Phakathi inside, angithi yaybo lonto mfethu❤😂

  • @kwanelesithole5388
    @kwanelesithole5388 5 หลายเดือนก่อน +19

    Sengiqala ngama comments kuma ngumbuka umuntu

    • @ningipmagwaza6944
      @ningipmagwaza6944 5 หลายเดือนก่อน +1

      😂😂nami nkulunkulu wami

    • @kwanelesithole5388
      @kwanelesithole5388 5 หลายเดือนก่อน +1

      Mebhora nje ngbona ngama comments, zimnandi neygemegeme zosnawana.

  • @syabongazondi2259
    @syabongazondi2259 4 หลายเดือนก่อน

    There’s a lot of lessons for everyone to learn

  • @ThandekileMncwanga
    @ThandekileMncwanga 5 หลายเดือนก่อน +1

    Bastrong osnawana abafi kalula zabanga ushaywe kangaka ungafi kunabantu ababulawa impama nje yodwa hayi Jehova kunezimanga emhlabeni

  • @boitumelomokotong9942
    @boitumelomokotong9942 4 หลายเดือนก่อน

    I love him sm omg 🤣🤣❤️. He’s so funny yoh

  • @ganizanikamwana7378
    @ganizanikamwana7378 5 หลายเดือนก่อน +1

    Part 2 please

  • @mfundosodela5567
    @mfundosodela5567 5 หลายเดือนก่อน

    Great one!

  • @sinethembamsengana4106
    @sinethembamsengana4106 2 หลายเดือนก่อน

    I never laughed so hard😀😀😀 this one must work with Bab Dokotela

  • @KINGSHIP-NTUSI
    @KINGSHIP-NTUSI 5 หลายเดือนก่อน +2

    qe sengikhona, yayiboleyonto

  • @njabulokhalo9900
    @njabulokhalo9900 5 หลายเดือนก่อน +1

    Yey kodwa uhigh naye umata. Amehlo

  • @ThabisoMoloi-dt5dy
    @ThabisoMoloi-dt5dy 2 หลายเดือนก่อน +2

    He said "uyaybo lonto" boma 7 drillion time's 😂😂😂

  • @SbusiMemela-ct3od
    @SbusiMemela-ct3od 5 หลายเดือนก่อน +6

    Thina bakandlondlo enophaphe ekhanda 🤭🤭🤭sesikhona 🥰

    • @gabisilengwenya-mu7gi
      @gabisilengwenya-mu7gi 5 หลายเดือนก่อน +1

      But ama likes dololo😥

    • @SbusiMemela-ct3od
      @SbusiMemela-ct3od 5 หลายเดือนก่อน +1

      ​@@gabisilengwenya-mu7gi Awu sisi izinto zakhona lezi 😂😂😂

  • @NtombiMdluli-wb8px
    @NtombiMdluli-wb8px หลายเดือนก่อน

    Sengiqala ukubabuka ngamanye amehlo labafana nami bengibanyanya kabi

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 5 หลายเดือนก่อน +1

    Present My Buti ❤️🙌

  • @SthabileMlaba-qg8xd
    @SthabileMlaba-qg8xd 5 หลายเดือนก่อน

    Aaarh Njabulo my brother, ey mina ngikhala ngeVoice yakho ey uyacula bhutiwamii ey nkosiyam

  • @collenmabusela7218
    @collenmabusela7218 2 หลายเดือนก่อน

    Eish baze basibulalela izingane labantu bokfika😢

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 5 หลายเดือนก่อน +2

    Yena bekungakuhle abuye uyalaleleka kahle nje futhi

  • @Ms_wasabi
    @Ms_wasabi 4 หลายเดือนก่อน

    Hayibo, Prossefor! Waze wal’hlaza. The guy usakhumula, and you cut him off.
    I get that ujaha iskhathi, but hayi kanjalo bhuti.

  • @calvinmadingoane2804
    @calvinmadingoane2804 5 หลายเดือนก่อน +1

    Unjabulo it's a character

  • @SiphumeleloMthethwa
    @SiphumeleloMthethwa 5 หลายเดือนก่อน

    Wa analyse psychological leyo mndeni ,unobuchule nangu umfoka Jobe ,ngifisa ngathi angasizakala

  • @GraceMsweli
    @GraceMsweli 4 วันที่ผ่านมา

    Why izingalo zabo zibe mnyama kakhulu okundlula ubuso?

  • @mkhulisenikhulekani7930
    @mkhulisenikhulekani7930 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ngathi kuningi kodwa uStarring angaka s'tsheli khona 😂😂😂

  • @correctzalo
    @correctzalo 5 หลายเดือนก่อน +1

    Part 2 please 😂❤

  • @jabulanilindelanincama87
    @jabulanilindelanincama87 3 หลายเดือนก่อน

    Ngathi ininswebu yaDlomo lenkunzi former health minister

  • @ZaneleDlamini-j7d
    @ZaneleDlamini-j7d 22 วันที่ผ่านมา

    All star ye nike😂😂😂

  • @breellombatha5447
    @breellombatha5447 5 หลายเดือนก่อน

    Masingashaya 1"push up" each time uStarring mayethi "angith uyaybo leyonto" yophela episode sinama six pack

  • @mbandelagroup2124
    @mbandelagroup2124 3 หลายเดือนก่อน

    09:30 mele ngingene *sbindi yabulala, sbindi yaphilisa 😂

  • @SiyandaNgcobo-c7l
    @SiyandaNgcobo-c7l 5 หลายเดือนก่อน

    Buya Starring snawane

  • @ziyandangubane-gv5kz
    @ziyandangubane-gv5kz 3 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂ngenzel ukuthi bangbone

  • @guguanoshka6126
    @guguanoshka6126 4 หลายเดือนก่อน

    Bayashintshana ngoku quleka😂

  • @ntombidlamini1803
    @ntombidlamini1803 5 หลายเดือนก่อน +2

    Awuthi ngiqaqe, bese ngifike u arosta😂😂

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 5 หลายเดือนก่อน +1

      😂😂😂 wangibulala ngohleko qaqa asinamona

  • @nhlanhlandlovu1069
    @nhlanhlandlovu1069 5 หลายเดือนก่อน

    p2 please 🙏

  • @luyandamthombeni4525
    @luyandamthombeni4525 5 หลายเดือนก่อน +2

    Sicela u part 2 professor iyaxoxa lensizwa😂 😅😅

  • @mabonabulawek3281
    @mabonabulawek3281 5 หลายเดือนก่อน

    Professor ngicela usitholele lomfo owayengu dokotela , Owagcina engena shiqe kuzona izidakwamizwa

    • @mabonabulawek3281
      @mabonabulawek3281 5 หลายเดือนก่อน

      Udokotela wayenomuzi e Morningside ngokusho komfu oseke wakhuluma lana ohlelweni lwakho

  • @nhlanhlaisaya2287
    @nhlanhlaisaya2287 5 หลายเดือนก่อน

    That true umfo ayishoyo

  • @daviddlamini4290
    @daviddlamini4290 5 หลายเดือนก่อน +17

    My neighbor 😂😂😂

    • @SbusiMemela-ct3od
      @SbusiMemela-ct3od 5 หลายเดือนก่อน +1

      Waze wangbulala ke uMakhelwane 😂😂😂😂

    • @MuziecaMasinga
      @MuziecaMasinga 5 หลายเดือนก่อน +1

      Ukhohlakele lomakhelwane wakho😅😂

    • @njabuloncube8999
      @njabuloncube8999 5 หลายเดือนก่อน

      How do I get hold of him..I wanna meet this guy

  • @aykeandile1051
    @aykeandile1051 5 หลายเดือนก่อน +2

    😂😂😂nami khona owake wangshaya ngo lalela wo diesel 2x25litters ngo R400 wangena ku passage waphumela ngale ngamlinda ihour lonke

    • @yolandagoge4411
      @yolandagoge4411 5 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂

    • @MamaYasin
      @MamaYasin 5 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂 Aw kodwa amaphara avenolimi

  • @sinothilekhumalo7179
    @sinothilekhumalo7179 5 หลายเดือนก่อน

    Manje ngoba le chanel sengifike ngibuke i video.. ngijike ngiyi download futhi.. ifana ne whoonga yin kanti yona😅😅...

  • @kwanelesithole5388
    @kwanelesithole5388 5 หลายเดือนก่อน +2

    Kodwa ngoBafo, osnawana bahlakaniphile nathi sithe kade sisebenza eHillcrest embo usnawana wadayisela omunye ubaba amatshe asongwe ngesaka kade ethe umdayisela ingulube wabaleka nemali bayakwaz impela ukudidisa umqondo womuntu onormal.

    • @MamaYasin
      @MamaYasin 5 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂😂 Ewu thina basdayisela amanz, eku box ye Wine😂, sealed.. Ey ngoba😂😂😂

  • @asandanonkwelo3059
    @asandanonkwelo3059 5 หลายเดือนก่อน +1

    😂😂😂😂😂😂😂😂Kodwa Prof nisibulalelani ngohleko😂😂😂😂😂😂

  • @Thu2za
    @Thu2za 5 หลายเดือนก่อน

    10 min in kodwa ay sengyaphela lol😂🤣😂zasho iyvalo😂😂😂😂😂😂😂

  • @GuguMhlangu
    @GuguMhlangu 5 หลายเดือนก่อน

    San'bona Gama lami ngu Gugu bengisacela ningipha inumber Bhti Professa

  • @khulekanithomas2355
    @khulekanithomas2355 5 หลายเดือนก่อน

    Akabuye please baffo

  • @bonginkosiinnocentmpanza3852
    @bonginkosiinnocentmpanza3852 5 หลายเดือนก่อน

    Ngaze ngafa ukuhleka yezwa😂😂😀😀😀😀😀

  • @ziyandangubane-gv5kz
    @ziyandangubane-gv5kz 3 หลายเดือนก่อน

    "Lento yoksuk ubaleke nje" sebaselwa nakuth umshiyile😂😂😂😂

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 5 หลายเดือนก่อน

    Amantombazana acheap and yiqiniso acheap ngempela azihudula phansi to the highest level.

  • @MATERIALISTICMCGOLD
    @MATERIALISTICMCGOLD 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ngimemeze u Accused 😂

  • @melumasango2980
    @melumasango2980 5 หลายเดือนก่อน +1

    sasifunda naye e st leo primary lombemu sasimbiza ngo sthuthuthu.

  • @ThandekileMncwanga
    @ThandekileMncwanga 5 หลายเดือนก่อน

    Awu nkosi msize baba

  • @SaneleJunior-kb2lo
    @SaneleJunior-kb2lo 5 หลายเดือนก่อน

    Aww ilokishi😂ise khorekthini🤣

  • @nokuzolancayiyana6235
    @nokuzolancayiyana6235 3 หลายเดือนก่อน

    Mina ngiyamthanda lona 😀😂😂😂😂😂😂😳

  • @Mamntungwashezi83
    @Mamntungwashezi83 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣🤣 ingozi namapopo ey iwesheweshe elinye lel liqambela umzali amanga

  • @FanifaniwellingtonMfeka
    @FanifaniwellingtonMfeka 5 หลายเดือนก่อน

    Hhey ngyazizonda izidakamizwa labantu babenekusasa elihle uyabezwa ngisho bekhuluma

  • @mphoe6631
    @mphoe6631 3 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂 kodwa nawe njabulo

  • @nomfanelosokhabase2806
    @nomfanelosokhabase2806 5 หลายเดือนก่อน

    All Star ye Nike. Uyangqongqa kwa manje😂

  • @nhlakaniphozungu8018
    @nhlakaniphozungu8018 5 หลายเดือนก่อน

    Ave ngibathanda labo somahlaya.

  • @kwanelemagubane454
    @kwanelemagubane454 หลายเดือนก่อน

    He doesn't say a sentence without saying uyabo Loyonto😂

  • @Still_Man4478
    @Still_Man4478 5 หลายเดือนก่อน

    Phakathi inside Wola proffo😊🧎‍♂️🧎‍♂️🧎‍♂️

  • @AllenPoggenpoel
    @AllenPoggenpoel หลายเดือนก่อน

    P2

  • @luyandahans7528
    @luyandahans7528 4 หลายเดือนก่อน

    29K views yet kune 926 likes? Hay bafethu...

  • @zecebohmedia1470
    @zecebohmedia1470 5 หลายเดือนก่อน +1

    Lendoda ngathi isanda kubhema nje 😂😂😂

    • @innocentdumisani5232
      @innocentdumisani5232 5 หลายเดือนก่อน

      Vele uqale ababhemise u Professor before interview them,

  • @SimonSoja
    @SimonSoja 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂😂 Andikaze ndahleka kangaka yoooo kodwa bayazibethisa nabo

  • @ayandandebele149
    @ayandandebele149 5 หลายเดือนก่อน

    manini uthintelweni umuntu kungaziwa ukuthi uhujwa ubani, kumnandi ukuba uMzulu😂😂🤣😂

  • @bhekumuzidube4477
    @bhekumuzidube4477 5 หลายเดือนก่อน

    Uyay'bona lonto

  • @NosiphiweNzimande-zi9sd
    @NosiphiweNzimande-zi9sd 5 หลายเดือนก่อน

    Ngzigezele yena nje😋😋😋

    • @Zoe-qo3uj
      @Zoe-qo3uj 5 หลายเดือนก่อน

      Mthathe nosie girl😅😅❤

  • @patriciamagadla7074
    @patriciamagadla7074 4 หลายเดือนก่อน

    Ey bayanyanya😅😅😅😅😅

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo7649 4 หลายเดือนก่อน

    💗💗💗

  • @thobekabella8831
    @thobekabella8831 5 หลายเดือนก่อน

    Ave benolimi osnawana eyyy bayakwaz uk'goqa and bahlezi bene story se plan 😂

  • @ThandekaKuhle
    @ThandekaKuhle 5 หลายเดือนก่อน

    Ubukeka eclean bandla

  • @AneleMthembu-n2x
    @AneleMthembu-n2x 5 หลายเดือนก่อน +1

    Intombazane ena 61 phakathi inside

  • @Thu2za
    @Thu2za 5 หลายเดือนก่อน

    Akekho umuntu ojabulela ukuquleka njenga le nkunzi😂🤣😂

  • @sihleshelembe200
    @sihleshelembe200 5 หลายเดือนก่อน

    Kodwa Jehovah 😂😂😂😂

  • @LwandoNzala
    @LwandoNzala 5 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂bbe 💕 wee bbe😂😂😂😂😂