Imvelaphi yabantu bakwa Ndwandwe
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 6 ก.พ. 2025
- Imvelaphi yabantu bakwa Ndwandwe
Umlando ngabantu bakwa Ndwandwe, oZwide, Mkhatshwa, Nkabanhle, Hlubi, Somaphunga.
Nazi izithakazelo zakwa Ndwandwe:
Ndwandwe,
Zwide kaLanga,
Mkhatshwa,
Okhabangezinde nezimaqhukubezana,
Nkabanhle,
Wena wase Gudunkomo,
Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo, ezikhotha ngomkhonto kaZulu,
Nkomo ayihlatshwa , uyothi ungayihlaba yophe amasi njengo mbhelebhele,
Sandla sivikumkhonto njengehawu,
Hlubi,
Sandla simnene,
Somaphunga,
Nonkokhel'abantu bahlatshwe njenge zinkomo!
I am a Nxumalo I am impressed thank you.
Love the Ndwandwe
Usuthu yibutho lakwa-Zulu. Akwamukeleki kahle ukuthi ungasebenzisa lesisaga emlandweni wamaNdwandwe. Ngiyathokoza ngalokho osipha kona.
Syabonga thina
OoNkwali bona? bazalwa ebukhosini buka Ndwandwe kanjani? cela caciselwa apho, kuba uM wam ngu Nkwali.
Thina Bo somaphunga Thina Bo Sdinane