UMAJIKEHLEZI NEMAMBA - INDIZAMSHINI FULL ALBUM

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 1 ต.ค. 2024
  • Please watch: "AMABONGWA NOMATHEMBA"
    • AMABONGWA NOMATHEMBA -~-
    EKOMKHULU LOMCULO WESINTU

ความคิดเห็น • 43

  • @maphurehprecious7731
    @maphurehprecious7731 5 ปีที่แล้ว +12

    Ukufa akunamahloni, baxabana nami njalo nje ekhaya bathi y ngithanda umculo wabobaba, akekho umuntu wesfazane othanda letype yomculo, Mele ngidlale igospel ,ngiyohlala ngilithanda noMajikehlezi nemamba no Khansela

    • @sifungojozela6033
      @sifungojozela6033 5 ปีที่แล้ว +2

      Siyefana lapho nami ngidlala lona onenkosi phakathi akungcofwa muntu lana

    • @joemweli8033
      @joemweli8033 ปีที่แล้ว

      akasekho yini uMajikehlezi?

    • @mtosilemto
      @mtosilemto ปีที่แล้ว

      11:01

    • @Thwalinja-ZN
      @Thwalinja-ZN 7 หลายเดือนก่อน

      ​chabo bafo njengoba kade ngisho lombhemu wayemdala kakhulu ngisho noThwalinja lo owayedonsa intambo kuMashayina amahle oNgedlane bathi yingedlane ngoba yadl'izinto zayo ebese kuba yiSidudla umesedisi bonke labo bantu abasekho bonke kanti babengemuva ngokuzalwa kuMxosheni.UMxosheni kaMkhize,uMashelela kaDladla,uSgekle kangubane ebese kuzovala uMatshitshasovalweni umfoka Nkomo babeseqenjini linye babevele bebadala futhi bonke besesigodini saKwaPhakwe eMsinga eMabomvini abasekho bonke bandla yingakho nje lomculo wagcina uwile waphela kanjalo kanti babebusisa kunjalo nje yibo abaqala into ethi masikandi ngisho ungashonaphi umasikandi kade kuyinto ebungekho nje emhlabeni waqalwa yibo oMxosheni bawusungula ngqa ngqa bawesusa phansi besuka khona eMsinga balibangisa eGoli bayoqopha umasikandi waqhamuka eMsinga nje stileti waduma kanjalo nabanye babona ukuthi kuyenzeka benza kwenzeka.Inkaphani yokuqala eyayibexhasa ngesitudo kwakuthiwa{Sukungekho} injalo nje bafowethu danko.

    • @Thwalinja-ZN
      @Thwalinja-ZN 7 หลายเดือนก่อน

      Ningayinaki phela anokhumbula ukuthi yinzalo kathayela bandla ayi understandi vele lona wumculo wethu thina eselusa esaqhathwa sambiswa iqanda lenjelwanjelwane saphekwa savuthwa lokhu kwazi amakhoniflekisi no phyulithi😅😂😂😂

  • @skhulileoscar2293
    @skhulileoscar2293 2 ปีที่แล้ว +2

    UKUKHALA KWEZINKUKHU ZOKUCHINA ai lengoma ingikhumbuza kudala 2021 sidekhona

  • @zodwambense4992
    @zodwambense4992 5 ปีที่แล้ว +3

    Awu weee yekanini bakithi sisandandwa yeka leyo minyaka lifike naniba yishumi entsizweni niyithanda kwale Noba seyithathile kodwa uthando lwalungapheli lwaluqhubeka yeka minyaka eyadlula maye babo sibhalelwa yini zintsizwa ziseGoli

  • @smangalisomdluli3732
    @smangalisomdluli3732 6 ปีที่แล้ว +4

    Ew madoda aze wamnandi umculo wakith singamazulu.

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 6 ปีที่แล้ว +3

    sakhula ngazo lezinsizwa ngiyabonga maniwakhumbula lamaqhawe bafowethu

  • @NtombifuthiGumede-xc7lq
    @NtombifuthiGumede-xc7lq ปีที่แล้ว +1

    Ayi yabona Uma ngilalele lomculo izingane zethu azibazi ubumnandi esadlula kubona yeyi😢😢😢sisabhalelwa izincwadi ibalise insizwa ifisa ukuzwelwa❤

  • @nelisiwen934
    @nelisiwen934 6 ปีที่แล้ว +2

    oye ngavele ngakhumbula umsuthu wami engangimthanda owangidukela mfwethu ukuthi angihlanye

  • @Thwalinja-ZN
    @Thwalinja-ZN 7 หลายเดือนก่อน

    Okokugcina bafowethu okumele manikuqonde wukuthi uMajikehlezi nemamba ngumuntu oyedwa noMxosheni umfoka Mkhize isibonelo njengeBhova elalizibiza ngamagama amaqembu alo amaningi kukhona iqembu likaMgqumeni kukhona Amagcokama,Abakwethu,Idlamanzi,Amalandamhlophe,Amagugu kanjalo kanjalo ekugcineni ngumuntu oyedwa wonke lowo wayekhomikha edlalisa imali ngapha nangapha kanjalo nje😂

  • @nelisiwen934
    @nelisiwen934 6 ปีที่แล้ว +3

    oye ngavele ngakhumbula umsuthu wami engangimthanda owangidukela mfwethu ukuthi angihlanye ngiyamthanda umajikehlezi ohhe engabe ngingalithathaphi

    • @SUKUNGEKHOMEDIA
      @SUKUNGEKHOMEDIA  6 ปีที่แล้ว

      Ngithinte ku: 0799071637 kuze uzokwazi ukuthi uyithola kanjani.

  • @PhiwayinkosiMkhwanazi-q8r
    @PhiwayinkosiMkhwanazi-q8r 5 หลายเดือนก่อน

    Langizs lashona ilanga woza uhlale eduze kwami ntombiyami

  • @KwaneleInnocentMthembu-ij8mw
    @KwaneleInnocentMthembu-ij8mw 2 หลายเดือนก่อน

    “Usho nge German Cut enhl' usbari "👏

  • @MtshaliMtshali-x3v
    @MtshaliMtshali-x3v 4 วันที่ผ่านมา

    Awuzamelena ethi izinsukuzami

  • @nelisiwen934
    @nelisiwen934 6 ปีที่แล้ว +1

    ungivusela uthando nenkumbulo eseyalala

  • @bukhulubukhulu7049
    @bukhulubukhulu7049 4 ปีที่แล้ว +1

    Weeee klibho klolo mina angimfuni

  • @mbhekisenimzolo7875
    @mbhekisenimzolo7875 4 ปีที่แล้ว

    Ngifisa ukuthola ingoma kaMxosheni ethi USEGOLI. Abaningi bazi lena ethi EGOLI. Manje angazi ngingayithola kanjani le engiyifunayo. Ngizameleni PLZ.

  • @mpumelelompumeh3947
    @mpumelelompumeh3947 6 ปีที่แล้ว +1

    MFWETHU NDICELA UNDIPHE LEZINGOMA NDIYACELA BHUTI KAKHULU

  • @nontothabethe5753
    @nontothabethe5753 ปีที่แล้ว

    Namlkuphl
    Bafa no a

  • @asiphemrwebi7411
    @asiphemrwebi7411 7 หลายเดือนก่อน

    18:40 😭❤

  • @erickndlovu5745
    @erickndlovu5745 ปีที่แล้ว

  • @nothilubanzie7021
    @nothilubanzie7021 4 ปีที่แล้ว

    Izingoma ezingaphoxi muntu wamuhle umsebenzi

  • @PhiwayinkosiMkhwanazi-q8r
    @PhiwayinkosiMkhwanazi-q8r 5 หลายเดือนก่อน

    Akusizi ngalutho ukuthi silwe sodwa ngoba asiholi lutho ngaphandle kokufa

  • @shongaziphizakwe3082
    @shongaziphizakwe3082 3 ปีที่แล้ว

    Sizani ngifuna uku dowloader khona lana ngenzenjani bakwethu kuthi angihlanye ngalezi ngoma

  • @vikanisbusiso3817
    @vikanisbusiso3817 ปีที่แล้ว

    Hhay umculo wangempela ke lo sonke sibukela kubo hhay kusashelwa

  • @samkelokhumalo6879
    @samkelokhumalo6879 4 ปีที่แล้ว

    Awu madoda ngangsalusa amankonyane lana ngingakangen naseskolen

  • @gwazelankomo377
    @gwazelankomo377 3 ปีที่แล้ว

    Umaskandi usemnandi abaculi sibadlala bonke

  • @nkosinathibancomile9542
    @nkosinathibancomile9542 7 ปีที่แล้ว +1

    Eyakudala lezi zamnandi

  • @Thwalinja-ZN
    @Thwalinja-ZN 7 หลายเดือนก่อน

    Ukukhala kwezinkukhu zokugcina😊

  • @LungisaniMhlongo-l5k
    @LungisaniMhlongo-l5k 9 หลายเดือนก่อน

    siyabonga gcwabe ngesisoka

  • @nosiphoimmaculate3853
    @nosiphoimmaculate3853 ปีที่แล้ว

    Awu heeeeeeee, lezo nsuku

  • @henrymtolo3882
    @henrymtolo3882 3 ปีที่แล้ว

    Nanguke umculo wamabhinca kodwa sawdayisa kulegenge yawona endaweni yokuthi iwdlale