AMASOSHA - INYONI FULL ALBUM

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ต.ค. 2024
  • Please watch: "AMANGUNI AMAHLE : AMANINGI AMAGWALA 2018 CD PROMO "SAPHELELAPHI ISTATIMEDE""
    • Video -~-

ความคิดเห็น • 29

  • @sontosokhela5627
    @sontosokhela5627 7 หลายเดือนก่อน +3

    Ayibooo bengizidlalela ngingazitsheli ngizobathola..ubaba wami was part of this Group yamasosha.❤❤😊😊 ngazi benobaba u Musa Makhunga abanye angisabazi

  • @josephduze6918
    @josephduze6918 ปีที่แล้ว +1

    Ngyacela nkos yami lezi ngoma.ngthanda loluhlobo oludala. PlZ

  • @Thwalinja-ZN
    @Thwalinja-ZN 6 หลายเดือนก่อน +1

    Eyi nami ngavele ngakhumbula umamncane ababezalwa nomama asebashona

  • @fisokuhlephungula5551
    @fisokuhlephungula5551 4 ปีที่แล้ว +1

    Lezingoma zing'khumbuza umalume wami u Ntsheng's wooo suka💗💗💗💗💗🇿🇦

  • @zamothegodfather8392
    @zamothegodfather8392 ปีที่แล้ว +2

    Awu cha mina ngizwa ungxalothi nomasevela nje 😂awu niyakopisha

    • @lusandashandu5182
      @lusandashandu5182 หลายเดือนก่อน +1

      babecula ngesikhathi esisodwa noNgxalothi futhi wacula kuqala kuneNgxi uMgwaqo...babezwana kakhulu futhi ngoba basebecula ndawonye ngaphambi kokushona kukaNgxalothi

    • @zamothegodfather8392
      @zamothegodfather8392 หลายเดือนก่อน +1

      @@lusandashandu5182 ngyabonga mfwethu ngolwazi

  • @mhlabamchunu6386
    @mhlabamchunu6386 6 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga nathi ukuthi nisikhumbule ngezingoma esasigijima ngazo sifuna ukwakha imizi yobaba

  • @southafricanmusicjoy.
    @southafricanmusicjoy. 5 ปีที่แล้ว +8

    Aw aw phansi kwelakithi eMsinga

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 3 ปีที่แล้ว

    Awusuka madoda yaze yakhala kamnandi lenyonk yangkhumbuza udalli 😭😭😭

  • @sphamandlamathonsi7535
    @sphamandlamathonsi7535 6 ปีที่แล้ว

    Awkodwa bafwethu syabonga ngamasotsha ey ngsakhula ooohhh heee

  • @senzolanga4700
    @senzolanga4700 6 ปีที่แล้ว +2

    sezingoma zingikhumbuza ubhuti wam ngisefunda isikole efika ebuyegoli wiiiiiii hai chana hai

    • @mnikezenimchunu9403
      @mnikezenimchunu9403 6 ปีที่แล้ว +1

      Yey lezingoma zikhumbuza obhuti abadala

    • @anne-marikoekemoer30
      @anne-marikoekemoer30 4 ปีที่แล้ว +1

      Siyabonga Madoda

    • @anne-marikoekemoer30
      @anne-marikoekemoer30 4 ปีที่แล้ว +2

      Nizibonaphi mangidlala

    • @mzwandilemzwa4711
      @mzwandilemzwa4711 4 ปีที่แล้ว

      Z͞a͞k͞u͞y͞e͞k͞i͞s͞a͞ i͞s͞i͞k͞o͞l͞e͞ n͞j͞e͞ u͞s͞u͞j͞a͞h͞e͞ u͞k͞u͞y͞a͞ e͞d͞o͞l͞o͞b͞h͞e͞n͞i͞ n͞a͞w͞e͞😂😂😂😂

  • @njengakuweluvuno3521
    @njengakuweluvuno3521 6 ปีที่แล้ว +1

    aw nkodwa bakith ezamzukwane yizo lez ezasikhipha at school savele sayoba obhuti basegoli

    • @thabondlovu6688
      @thabondlovu6688 4 หลายเดือนก่อน +1

      😂 yazi..zasihluphekisa

  • @GivemoreDube-fj1yz
    @GivemoreDube-fj1yz 9 หลายเดือนก่อน +1

    🔥🔥🔥🔥🔥

  • @ngubanembomvu2962
    @ngubanembomvu2962 4 ปีที่แล้ว

    Bafwethu ngifuna lama album aningsize

  • @sihlemoyo8438
    @sihlemoyo8438 6 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ngicela i Album yamasosha "intshebe" ngiyacela.

  • @gregnzuza4332
    @gregnzuza4332 3 ปีที่แล้ว

    Zazilibeka ilahle entanyeni lezi Nsizwa

  • @BonganiZulu-ny5hq
    @BonganiZulu-ny5hq 8 หลายเดือนก่อน +1

    Koda madoda owasifikela nalona wakamumva maskand wasimoshela thina

    • @thabondlovu6688
      @thabondlovu6688 4 หลายเดือนก่อน

      🤞mina vele bafoza ngizidlalela zona lezi angizingeni lezi ezamanje

  • @sifungojozela6033
    @sifungojozela6033 6 ปีที่แล้ว

    Ashiiiiiiiii auuu wamhle mhlaba sesigoduka

  • @dodazondi1665
    @dodazondi1665 5 ปีที่แล้ว

    engabe baphelelaphi imnandi into uma injena ngaleza khathi mxm

  • @senzolanga4700
    @senzolanga4700 6 ปีที่แล้ว

    asibonge amawele kanti ashonaphi