Bafwethu muhle umsebenzi, bengicela niphinde nibabize abantu abanjengabo onjencane Uma sebekhiphile bezozipromothela ama album about syathanda ukubaSupportha
If kukhona enye iChannel kamaskandi eyenza ama interviews nabaculi ingacoshi la kwi Real tv ayivele iwuyeke umsebenzi kusho mina Mnqobi Gumede le eXobho
52:38 ukuphawula kwami ngithi iyodwa into ebulala igama leBhova Elincane, kumele akwazi ukuzimela nje nge artist ayeke ukucula izingoma zikababa wakhe. As umlandeli weBhova Elincane I expect okukhulu from him as Ibhova Elincane not as Abadlwane Bebhova kumele ngabe usekhiphile ialbum under igama Ibhova Elincane. In conclusion uma bangase beyeke ukucula izingoma zobaba babo bangaya phambili kakhulu, according to mina angisenandaba ngezingoma zobaba babo noma zimnandi kodwa phela nabo abafana kumele beveze amakhono wabo.
“Dlaladlala Tshath’ugodo Dlala” LOL 😂 Amageza did the most
ngicela kuzinsizwa ze realtv1nisizwise umsebenzi weciko elinvakashele ,Noma nje ibe yodwa njengomuntu esikade samgcina umfokaNgubane ,umbono nje zinsizwa ngiyacela
Thola number yakhe ngase ku gcineni Uthenge Album yakhe imunandi kakhulu.. Thina we can't play music kwi show due to copyright issues
Bafwethu muhle umsebenzi, bengicela niphinde nibabize abantu abanjengabo onjencane Uma sebekhiphile bezozipromothela ama album about syathanda ukubaSupportha
Siyabonga iqiniso.
Sorrin bafwethu ngeynsizakusebenza zenu ezilahlekile, nizoba grand hopefully
Nelo mfwethu anoke nibize uMzwakhile ungomunye wabafana abasebenza nendodane futhi unengoma enkulu inkinga nje usashalazelwe udumo👏🏾
Kuzoba njalo qhawe lami siyabonga
@@RealTV11 lokhu ngiyakucela nje egameni leMona Lodge👏🏾😀
@@simphiwemagwaza8036 😂 😂 😂 😂 😂 😂 Aibo lol aibo aibo kant ubani lona
Impela mina bengingumlandeli webhova kodwa bengiwathenga namakhasethi wendidane ngenhloso yokuzwa ukuthi uphendule wathin kwibhova,namanje lokhe kwashona ibhova anginalo iQhawe sengithenga noma ngubani oshaye ingoma emnandi
Eshhh ndiyamthanda unje ncane unenyani
Unenyaniso bhuti ngathibonke bangathetha njengawe
Nimbuzile kodwa ukuthi uMgqumeni wayebamise kanjani?
If kukhona enye iChannel kamaskandi eyenza ama interviews nabaculi ingacoshi la kwi Real tv ayivele iwuyeke umsebenzi kusho mina Mnqobi Gumede le eXobho
UNjencane nje akavume iqiniso lokuthi waba lihlubuko ngenxa yomona nomhawu bahlamuka uMtshengiseni bamethuka behlohlwa uThokozani Langa. Kuthe sekushone UMtshengiseni yena futhi wazonda uPotso wagijima noStayela wathi yena ugibel imoto ehambayo.
😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬
Siyabonga kakhulu ngokusilethela uNjencane, sibonge nangemibuzo emihle ebeniyibuza,kodwa njengoba engumakadebona endimeni yomculo futhi esebenze neqhawe uMtshengiseni nginomuzwa wokuthi kunemibuzo eminingi eningayibuzanga.
Impela nami ngibona kanjalo ikakhulukaz ngobudlelwano phakathi kwakhe neNdidane uyambona futhi lombhemu ukuthi kukhona akufihlayo. Iyashoda nje le interview.
Uyaziphikela nje unjencane lengoma ethi ngsebenzela abantabami bayithatha injengoba injalo nje
Siyabonga omunye umsebenzi osezingeni eliphezulu
Yakhaluma injencane ibhova lalibajwe ngophondo kodwa ngobe ngiyakuzonda
Bafowethu muhle umsebenzi wenu, nembuzo yenu iyakha, niqhubeke njalo nje RealTv 1 💯🔥🔥💪engath nalaba abanye ababiza omaskandy
Imnandi interview kakhulu best madoda
Ei bafowethu mna ndicela nindicelele uNjencani lowo ake andibane ne Thole lendindane kunye ne Thwasa lendindane njee bake babethe ingoma
Uyabona kulendaba Yase Masakazweni uKhuluma Iqiniso ♥️🤞
Bekunganjani oMaskandi uma bengazikhipha enkingeni ngokusungula umsakazo odlala umculo kaMaskandi noma bathenge isikhathi oKhozini Fm njengezikhangiso zezinkampani kanje,ukuze bengeke babambeke ngophondo? Akukuhle ukuthi umuntu asebenzele ize!
Welcome back qhawe 🔥🤝
Indaba yaseliftin iyangiqeda aw! usudumengempela Njencane 🤣🤣
Indaba yeskhwama 🤭😂
Nice n clean interview 👌 👍 akuncethezwa akuhudulelwa gama lomuntu phansi...
Nice interview
Njencanooh,ay bafana nayibamba kamnandi ingoma nayikhuphula
Number 1 TH-cam channel 🔥✍️
RTN #Sgeqamagula
Ei imnandi I podcast yenu bo bhuti ✊✊✊ imibuzo yenu 🔥✊
Zacula lezinsizwa❤
Danki bafowethu, chaa empeleni bengayaz lensinzwa ngyajabula ukubayaz
Eqenjini hhayi eqembini.
Number 1 Channel 💯🙌
Great content muhle umsebenzi🙌🙌
Salute Qhawe
Unjencane omunye wobhuti abadala engisafisa ukusebenza naye engomeni 🤟
Inkosi Yama backings
Mfw2 ngicela uye kumtekhala or shwi
Usemngaka uNjencane
Lol usekhulile
Usey Pitbull
UGqmile wagana uShhewu washonaphi uCebo bashonaphi kanti abanye
Lento yabaculi bakaMaskand abangafuni ukuqasha abantu abazo becka iwubulele umculo kaMaskand. Buka nje oNjencane no Sbongiseni bawuphakamisa kanjani umculo kaMaskand kanjalo novel noVezuthando awekho ama beckings ayofika kulabaculi esengiba balile
Awu cha inesisoka legenge endala siyabonga Matomela inhlonipho nje nolimi olungenanhlabathi ungumbhemu
Angikholwa uNjencane usakhona ngsazobheka umculo wakhe futhi.
ay amajacket wenu bafwethu ngiyawathanda if nikwazi ukuwathengisa bengsacela ukuyiOrder eyodwa
yaze yamnandi interview mhhhh best interview le I enjoyed this a lot
Dankie kuleyondawo
Njengob esho nje sazi ukut usashona kodwa mkhulu umsebenzi eniwenzile and baningi abangenamadata inamanje abazi ukut akekho lomuntu ngsamangele namanje ukut lendoda inyamalal ingabe isabonakala sdalo nje
Mbomvu. Ngcukumane kanomafu. Ngikwazikahle kumageza ngangiwathandela wena. Nje. Awu. Engathi ungaphinda uzwakale futhi ngwane
Njencane ukhulile ulimi lwakhe luqoqekile kuyasho kuthi wqphekwa wavuthwa awuchomi ukhombisa ukukhula khuluma nje into eyomile geqe siyabonga
Nani nike nibize iThwasa lendindane boh please
awahlangane amageza...buya njencane
MIna Ngithi Khuphukani zinsizwa
Njencane une pride why engasebenzi no sphe
Yhoo I can't believe uba usaphila eneneni besesithi naye washona and it's been years ndithi washona 🥺🥺
Wola bafwethu 🙏👏
Yikho wathi manihamba wabhibhidla ugcwensa 😂
Akaphushe Somahhashi kuyoze kulunge
yayinhle interview yaNgubane ngthand iqiniso nj kulensizwa ilibeka linjalo
ikhululekile lensizwa yakwambomvu..yamnandi interview nsizwa zakithi
52:38 ukuphawula kwami ngithi iyodwa into ebulala igama leBhova Elincane, kumele akwazi ukuzimela nje nge artist ayeke ukucula izingoma zikababa wakhe. As umlandeli weBhova Elincane I expect okukhulu from him as Ibhova Elincane not as Abadlwane Bebhova kumele ngabe usekhiphile ialbum under igama Ibhova Elincane. In conclusion uma bangase beyeke ukucula izingoma zobaba babo bangaya phambili kakhulu, according to mina angisenandaba ngezingoma zobaba babo noma zimnandi kodwa phela nabo abafana kumele beveze amakhono wabo.
Umculo awungenwa
Ngiyakuzwa mina Mbovu
Ngiyethemba kukhona enikufundile kulento enehlele ukuthi umsebenzi senizowugcina ngendlela ezahlukene kungathi uma kulahleke i USB eyodwa kulahleke wonke umsebenzi
Ndinazo ezongoma zika Njencane
Podcast yenu100
Njencane siyabonga kakhulu esikucela kuwe sicela uncedisane noSphe ithole leNdidane kungaba kuhle sizwe sekubiza njengeNdidane.
Ngsayobheka leCd kaMzameni nangziza guys
Business elingashiwo elinjani Ngubane🤔
Cha imnandi le interview
Ngicela nibuye phela 😢
Yamnandi interview
uthi noba isginci ungasidlala usibeke emqolo akuncedi babebekohlula abangakwa usidlala xasele kubethwa ingoma😂😂😂😂
Nginayo ivd kamtshengisen exoxa notshatha loool yeyi😂😅🤣 ngiyafisa ukuph yona
Yooo usekhulile
Ngthe bamb Fon sbongseni mfoka ntombela ikhon njencane mfoka ngubane uzoybiz nombolo nangempela uybizile🤣🤣
Up bafethu
Kade ngifuna ukuyizwa indaba yalengoma eyasusa umsindo mara laphaya kumtalabho yayizwakala ukuthi eyamageza
Nice Jackets bafethu, where can i get one for my self?
Zara stores
Volume yehlile
Ngibonga iqiniso lakho njencane mawuthi nanichemile notshatha thanks 🙏🙏
Asisatholanga ukut ufike kanjan emculweni
Syanikhumbula bafwethu😢
Yayinhle ingxoxo,walikhipha inqina eJeppe epakini
Iqiniso lelo ithina balandeli esifakela amaqhawe ethu incindezi enkulu ngokuluma izinto ezibhedayo
Ngicela nisilandele untencane zondi
Malini eyo-Jackert? R.T.N
Ai khona nami ngangiyitshel ukuthi usashona ubhuti
Bazithenga ngempelani 😅😅😅😅😅
Kant wayediza ngempela uGcwensa kutshatha kodwa ngangi bona
Unobuchwepheahe bokuphendula uNjencane
👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏
bafowethu muhle umsebenzi wenu siyenela ngemibuzo enisibuzela yona kumaciko
Kwande bafe2
𝐀𝐢𝐢 𝐛𝐚𝐟𝐚𝐧𝐚 𝐧𝐢𝐧𝐳𝐢𝐦𝐚 𝐤𝐚𝐤𝐡𝐮𝐥𝐮
Eyiii singajabula ma ungafika ku thole le ndidane we njencane
Soon soon
Ungkhumbuza Umphondi lomfwethu ei zazihlaba lezinsizwa. Unkulunkulu azinikanga iskhathi esanele🤦
Elivukani lingu Njencane hayi seliphelelwe aliyekele iNtsha manje
Mhlampe kumele uqale understand igama elithi “ivukane”
Njencane akasilo ivukane
Why oMaskhande bengawaTsho ama Business abo kwi interviews bazozi Marketer njani noba akekho ntlobo awo Business
Bamba igolide ngomgunyathi laba
Eih ngyaykhumbula lendoda yayushay umaskandi nezwilayo elalimtoti kumagezamahle
Mina okungdidayo la uMgqumeni wakhipha kuqala ingoma onjencani balandela futhi wayephendula umtalabho othi imfene nenkawu okuyingoma eyayikuleyo ablum. Manje kuza kanjani kuthi athi ingoma kwakweyendifani?
Uyaphazama qhawe Amageza aqala ukukhipha aphendula imfene nenkawu ingakaphumi
No akeningicacisele kahle bafweth, ngoba ngokwazi kwami. Ingoma kaMgqumeni ethi agudlindlu kanye nale ethi imfene nenkawu lezongoma zoy2 zikwi album eyodwa.
Ingoma yeNdidane ethi agudlindlu kanye nale iNdidane eyayphendula khona umtalabho wemfene nenkawu zikwi album eyodwa nazo. So uma uthi
So uma uthi yakhipha kuqala iNdidane iphendula kanjani imfene nenkawu ingakaphumi? Yayaze kanjani kuthi uMgqumeni benoBhekmuzi bazoba nengoma ethi imfene nenkawu?
Kusho ukuthi layiva ibhova ingekaphumi laqonda ake libathintithe nje liyitsale libabhonye ngayo
Ngowami umbono ukuculwa kwengoma yaculwa kuqala umtshengiseni kodwa umtalabho uMtshengiseni wawufaka ekugcineni ya edit-wa ingoma uma esezwile ukuthi umgqumeni uzokhipha kuqala i album wase ewulungisa umtalabho azophendula ngawo. Umbono nje nami ngiyacabanga...🤷♂️
When Nelo says " mina ngiwmuntu wabantu abadala"😂😂😂
😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 Ngihlola kakhulu online eihhh
Chaa
Cha imoela akuseyikho lokhu esasikwazi ngoba ngisho wawungewuye umlandeli womunye kodwa lamaCD wawungeke uthenge elulodwa wawuwafuna omabili ufuna ukwazi ukwazi ukuthi loma esho kanje loyena uphendula kanjani
Mina angiyibonanga eyokuchema kukangobe ekudlaleni izingoma kodwa kusekusakazeni ingoma ingoma emnandi neyinsimbi ebeydlala uma esakaza ngemunva uma ekhona amarecord esakaza abasivezele lento angivumi
Wawungeke uyibone uma wawuhamba neNdidane kodwa ngiyajabula ngoba uNjencan uyakwazi lokho
@@bekezelancube1502 Uma ungazibambela wena ube umsakazi bazokhala abantu bethi wena uchemile awubanelisi bonke.
IQINISO LELO MFETHU UTSHATHA UBEMTHANDA UMTSHENHISENI KODWA INDIDANE,IBIZIKHANDELA KIBOBONKE ABASAKAZI UTHANDO NO DUDU KHOZA NAYE WAYEZDLALELA INDIDANE,NOSGQEMEZA,BK,MROZA,NGISHO IBHISHABHI BELITHANDA INDIDANE NGOBA UBECULA NGABOBONKE ABOKHOZI.IBIKWAZI UKUZINCENGELA LEYANDODA IBINGADELELI,INGAZIPHAKAMISI
Wayecheme nendidane lalingapheli uhlelo ingadlalwanga
Ngeke aphinde aphumelele uqalekisiwe wahlanganyela iNdidane nezitha ekben kweyakubo, wayshiya ngeskhath imdinga kakhulu
Wena ungaqhubeka usebenze la ungaholi khona?
Lensizwa ikhuluma iqiniso solodwa ekungathi ayikaze yakho kodwa bhuti wami ume isibindi
Ayikho lento kaNjencane baphuma kuNdidane bahluleka futhi ukucula babeqashiwe nje abawakhandanga bonke amageza
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ninamanga akusiye yedwa uphumelele yekani umona nobuxoki nxa