Wengane encane Mbali uyabheda listen to your older sister she knows best ,Siwe sisi omdala yeka ukuphuza nawe kuzolunga try nilungise ezizinto zincame.❤
Wena Mbali ukwenza konke uyaphuza uphinde u ufebe .ngalana awusebenzi, yikho no sisi e dakwa uyam stressa, sisi Siwe awuthi ukuhlisa kancane ezinkanjini zika Faroe nenzele nje izingane
LoMbali uyadelela..mxoshe wena Siwe...uzozisola .Siwe yeka phansi utshwala sthandwa sami ubheke umuzi ..akaguni nokuzehlisa uyadelela ontanga yakhe basedikoleni or else Encinitas.. akanamahloni..uyazitshela..one day is one day
Cc siwe ngicela nawe wehlise ukuphuza ukuze umbone ukuthi uyashitsha akushitshe wena kuqala umuntu angeke akulalela Uma nawe wenza izinto erong wena Mbali usemncane shitsha cc umhlaba lo uyahlaba
Kanti lamadoda akho awanazo izindawo cc uyabheda uzofakela abantwana I rape ngoba abusive ekhanda uwasaphi nje amadoda nihlala nezingane ku 1 room usangene
Pliz Siwe talk to ur young sister becareful without under influence of alcohol be sober wise and Mbali is wrong to come with different of boyfriend's kids doesn't learn anything apart from that
Nawe Siwe yehlisa ukuphuza phela ukuze iqiniso lakho lizwakale kuMbali
😂😂😂😂siyadelela lesi sdudla "MBALI"
Wengane encane Mbali uyabheda listen to your older sister she knows best ,Siwe sisi omdala yeka ukuphuza nawe kuzolunga try nilungise ezizinto zincame.❤
Siwe and Mbali you are sisters be role models to yr kids Communicate with one another Love one another ❤❤
Watching from Durban Central First today 😂🎉🎉
Abafazi ababili abahlali ndawonye la kusazonyiwa
Watching from limpopo 🤔
Wena Mbali ukwenza konke uyaphuza uphinde u ufebe .ngalana awusebenzi, yikho no sisi e dakwa uyam stressa, sisi Siwe awuthi ukuhlisa kancane ezinkanjini zika Faroe nenzele nje izingane
Watching from Pinetown
Vele ogcinoz bahlez bezazi bona 😅
Watching from mhlanga Rocks
Kodwa uMbali uyazi ukuthy kukhona ubhubhane emnyango 😮😮😮😮😮
Abantwana bayadlee😅😮
Koda Mbali rong uyenza kanjani into enje uletha amadoda ahlukene uyeyisa unjalo nje
Ngyakuzwa kodwa umbuzo uthi ulala kuphi nawo since bedroom beyishera🤔
Watching from Elliott
Uyadelela umadodeni unqolile Kuna mantombazane ulwa ngoɓa anga funi amadoda wakho
Webocc ikhaya liyahlonishwa ukuze lihlonipheke abantu abahlala kulo kubele balihloniphe
Ukulalelana ukuhloniphana ukuzwana nje okudingakalayo kuze nizohlalisana kahle
wena mbali uyadelela nje kuphela.
Abosisi ababili abahlali ndawonye abasoze abomama bahlake ndawonye okungcono ukuba omunye ushadile uhlala nendoda yakhe nahlukane ngokuhlala ngiyabazi abantu wesifazane abahlalu ndawonye
Musa ukuletha abantu besilisa ezinganeni cc haw
Asphuzeni wena Mbali 😂😂😂😂
Mbali
Izinto enizenzayo ziphambene kakhulu ,ziyekeni bonisanani ngoba nifundisa izingane ukungaziphathi kahle nobabili..
Amadoda owangenisayo uyogcina usuzisola ngawo ngezinto eziningi😢😢😢😢
Uyabheda ucc omncane kuncono odakwayo wena maqoma bazokubulala abafana uzofela emanyaleni ngoba uyisilima
Mbali hlonipha sisi yekela abafana
u Mbali uyisifebe ,vele o Mbali bayizifebe no king ginger angangifakazela
Mbali is out of order 😮
Inkinga Lana inotshwala abayeke utshwala😭 bayafinga iconseling bakithi Siwe unengqondo akasi,zwe
Noba bezingekho ingane ayingeni kwa indoda ekhaya uyahlonipha
Ake uyeke ukuba wumadodeni sisomncane
LoMbali uyadelela..mxoshe wena Siwe...uzozisola .Siwe yeka phansi utshwala sthandwa sami ubheke umuzi ..akaguni nokuzehlisa uyadelela ontanga yakhe basedikoleni or else Encinitas.. akanamahloni..uyazitshela..one day is one day
Mbali, musa ukudelela kodwa uyondliwa futhi wondlelwa neyngane. Okungenani zondlele ke iyngane zakho, futhi yekela ukuqwayiza phambi kweyingane zizodlwengulwa. Siwe, yehlisa umoya dali, nikhulumisane kakhe no cc wakho. Konke okushoyo kuyiqiniso, kodwa musani ukutshelana uma omunye edakiwe.
uMbali ufetshiswa ididi elikhulu mnje ucabang ukuba angabhebhisa itheku lonke
Cc siwe ngicela nawe wehlise ukuphuza ukuze umbone ukuthi uyashitsha akushitshe wena kuqala umuntu angeke akulalela Uma nawe wenza izinto erong wena Mbali usemncane shitsha cc umhlaba lo uyahlaba
Cc omncane lalela cc omdala khuzeka uyakuthanda bengeke akulethe kumakhamera engakuthandi ufuna isixazululo
Yekani yonke lemikhuba eliyenzayo both angles,omncane ahloniphe omdala kuthi omdala ahloniphe omncane.
Rehab pls both of them bayadakwa pls
Yabona le yokushintsha amadoda endlini kukho abantwana hayi ayingombono umhle lowo utywala nje mabungaselwa phambi kwabantwana
Mmmmmm
Ibaningi inkinga uma bengasekho abazali labancane bayamdelela lo omdala ama2k awalaleli irongi lento yongenisa amaboyfriend ahlukene ekhaya
Lefutha lideleliswa ukuthi lithokomele ngaphansi kophiko lwakho ,ake ayohuzuka kancane nengane yakhe endaweni yakhe ,uyobuya esehluzekile ,she thinks she's doing you a favour yet it's the other way round
Umbali uphansi uma engalungisa amaphutha akhe usisi o right
Mbali ayenziwa lento yokubuyisa abafana ekhaya kuyingozi ngendlela ezingi lokhu okwenzayo , ikhaya akuyona indawo yokuletha yinoma kanjani. Phuma wena uyovakasha kumfana.
Hlukana notshwala cc total
Usisi wakho uyakondla hlonipha name sisi omdala hlonipha
I think singcono isidakwa esidakelwa endlin makungaphela inhlamba kucc omdala
Nahanelang Bana fela, 8:03 hobane monna ke monna onale mahlo wabona, qetellong otlafihla abitse Bana bano hobane ke banana, just think guys pls
Mina nginicebisa ngokuthi nobabini zamani ukushintsha indlela enenzangayo akakho angcono kunomunye ukuphuza kuze kweqe uthukise phambi kwengane ku wrong
Ukuzisa amadoda ekhaya ku wrong
mbali wisfebe ntombi
Shame mina angiba blame bobili basasadinga ukukhuliswa ngomqhondo abachange
USiwe makehlise ukuphuza. UMbali mangabe enendana efuna indoda, makaye kuyona not ekhayya.
Mbali pls respect your family
Both of you are wrong you are both drinking alcohol and bringing different boyfriend's it is wrong 😢😢😢
Kanti lamadoda akho awanazo izindawo cc uyabheda uzofakela abantwana I rape ngoba abusive ekhanda uwasaphi nje amadoda nihlala nezingane ku 1 room usangene
Pliz Siwe talk to ur young sister becareful without under influence of alcohol be sober wise and Mbali is wrong to come with different of boyfriend's kids doesn't learn anything apart from that
kodwa Mbaliza Mambalo AKA the Five Roses
Mbali u wrong ingane zizo dlengulwa. Futhi umuzi wakini ngeke uhloniphek