If you can listen carefully most of the songs in khuzanis new album are from SK. Listen to that part when thibela sings about "omkhuku bahlabana empini", on SKs album its says " Abanye bathi umkhulu wami bambiza esandlwane abanye bambiza encome"
Ayikho into azoyijezela u Khuzani engathi ucula ingoma yenkosi yakhe kamaskandi uyamvuma ! Uyakhumbula last yr abaculi abanungi abo Mntuyenziwa, o Mbuzeni Maganga beshaya I Paris abanye benza ama remix Inkosi bayayithanda intonyayo futhi u SK akanawo umona uzombongela engikwaziyo cos washo wathi akasekho just yibona abafuna udumo ngaye mele ababuke nje. I know the laws but this yinto nje ezomchithela iskhathi till nalengoma inakwe ingelutho isebenzele isitha cos bonke bazofuna ukuyisa.😅😅😅
@@LindaniMadikhisi-kzn sorry my brother mybe u don't know about the music industry you are new seriously go and get someone who can teach and clean your ear's you are deff
@@zamokwakhesithole Sikhuluma ngo Maskand ndoda nokufudumeza izingoma zabanye..angikho ku Kwaito or Hip Hope. Ziningi kabi izingoma abazifudumezayo abaculi baka Maskand from amanye ama genre even I Paris ka Mthandeni umfudumezo wo Mbayimbayi ka Skajava no Big Zulu
😂😂😂😂😂 myekeni uKhuzani ake nimuyeke sekfanele nimu understande hau bafwe2😂😂😂😂😂,,akulula ukuba umculi kumele ube highly creative ngale kwalokho uzozibon ukuqeda uzogcin usuthatha nje kanje so it requires us to understand😂😂😂😂
Ubulima obukuMaskandi abanqeni ukusukela izingoma ezingafani bathi ziyafana
Wena uzizwakanjani Lexi azifani?
Manje isilima wuwe ingoma efanayo nje 😢
@@pottersngwadla1195 Ngizidlale zombili ngesikhathi esisodwa azifani, ulayini othi bangituma noma izulu liduma iwona ofanayonkuphela okunye akufani
@@DumoluhleZikhali ngokuthi nje ungithuma noma izulu liduma sekuyingoma efanayo njalo? Ngoba phela mina ngizilalele zombili ngesikhathi esisodwa ngawuzwa umehluko
@@xolanimaxola8020 mawuzoyilalela ucabanga ukthi nempukane 🪰🪰 ungayivotela uzozwa zihlukene
If you can listen carefully most of the songs in khuzanis new album are from SK. Listen to that part when thibela sings about "omkhuku bahlabana empini", on SKs album its says " Abanye bathi umkhulu wami bambiza esandlwane abanye bambiza encome"
Hayi kahlen ngeke ayifani nje....zimnand izingoma zakhuzane
Uyaxabanisa wena yinina laba eniqhatha abaculi ngokuchema kwenu
Ay ulayini ojwayelekile nje lona angeke sithi uythathe kuMthandeni.
Yakhela ngabaqhubu enye😊
Mthandeni must take khuzani to court for copyright
Awuuu
Phezu kwabo Khuba naba sebehhema la nka umvumo wesisho omdala ungaculwa nom bani
UP KHUBA KUSHAYE🎉🎉🎉
Ozwe i hit guys angazise mna angiyibona u track bani bft😢😢😢
Yena wathatha ethi into enodlame iyahlupha wathi uswelizinyo uyanuka nukhalelwan pho
Ayyyyyyiiiiiii azifani
Iculo lilonke nje lisha akekho umculi oke walicula phambilini, kube yilengxenye eniyiqhathanisayo icule ngokungafani futhi, sengiphetha lengxenye elikhuluma ngayo iyisisho esazalwa sisetshenziswa esiizulwini ukuthi ingane engenanina ithunywa ngisho liduma noma kumnyama kuthiwe inkunzimalanga ayisabi lutho, akuyona inkulumo efike nabo labaculi bobabili
Ukuthi ingane engenabazali ithunywa nomizulu liduma inkunzimalanga isisho nje esejwayelekile kuphelake wonkumuntu uphume inqina yokulwa noKhuzane
Ekugcineni baze bambona😅😅 ukhuzani wabo....
Ayifani nje lento kodwa ngoba kwenziwe ukhuzani kuzothiwa uyafana 🤞🤞🤞💔💔and kusaqhubeka khona ukuxova nokuqhatha ngoba akuyena njengamanje uMthandeni okhulumayo khuluma imixhantela nje engaculi🤷🤷🤷cha kodwa naphiwa isiphiwo esibi
Niyayikhumbula ishomi yabana? Ningasi sanganeli ke belu
Ayikho into azoyijezela u Khuzani engathi ucula ingoma yenkosi yakhe kamaskandi uyamvuma !
Uyakhumbula last yr abaculi abanungi abo Mntuyenziwa, o Mbuzeni Maganga beshaya I Paris abanye benza ama remix
Inkosi bayayithanda intonyayo futhi u SK akanawo umona uzombongela engikwaziyo cos washo wathi akasekho just yibona abafuna udumo ngaye mele ababuke nje.
I know the laws but this yinto nje ezomchithela iskhathi till nalengoma inakwe ingelutho isebenzele isitha cos bonke bazofuna ukuyisa.😅😅😅
Into efanayo le Jehova kodwa lomuntu abatii umgodi ngiphelelwe nangamazwi yoooo
Awu kodwa Khuba ngaze ngajabha iphi hit laaa😢😢😢😢😢
Eyy anisiyekeni ngezindaba ezingenasdingo
Myekeni baki ngokuzayo nimnike naye i Paris ne Gucci meythanda
Hhayi anisiyeke nina nakhu noMthandeni wayithatha Nkalakatha kaKhuzani
Hawu uyithathe injalo kodwa ulibele ukhuzani ngoba unesibindi kungani engavelanga wathatha Paris ukuze ezokhava iGUCCI
Ziyefana kuhlukene ushuni kuphela
hayi azifani lezingoma isiqhi nje sehlukane nje kakhulu izinhlavu zifana la ethi izulu liduma nje kuphela njengabobonke abaculi zike zifana izinhlavu kodwa ingoma ingafani njengoba nalezi azifani
Akuyoyodwa ziningi azebile
Inkinga nje ukuthi akafuni uku vuma ukuthi umthandeni kuye uyi role model 😂😂😂 uyeswa manje 🥱🫣
Awusasho ukuthi uqophe umlando angithi nilokhu nithi uqophe umlando ngomlandeli ojabulele ukhuzane ngoba efake isikibha sika mthandeni Nalapha ngane ngisho ke nithi uqophe wona ke
Mdumazi ft limit 😂😂MTHANDENI sk 😂😂umgodi uphelelwe ushatini manje sekuyiganekwane nje ukuthi wake waCula😅
Shuthi sorin
Ushatini uyaphila kodwa ekhanda 😅
Kushuthi sorry ke
Ayi bo lomfana akaphiwanga ukucula waqala waduma entshontshe ingoma yekhehla lona ihele
Asimxoleke nkosyami uphelele umfwethu
Sangene wena
Iyona impela,okuhle nje ukuthi lento abayinkanti ku live,ababangi umsindo ocikayo ngalodaba lokugawulwa kwengoma,wezwakala futhi ethi "ngizosuke ngidinwe bese ngshay'impama"
No guys lezingoma azifani
Ayifani nhlobo hkukanani noKhuzani izaba nje lezi
Weeeeeeee azifani nje sidalo 😅😅
Cha iyona untshole bakithi akaxolise kuthina emdletsheni
😂😂😂😂axolise😂😂😂
Makunjalo fakani case court ayikho into exoliswayo kini kuze kuphele msindo
Into othi iyafana ukuthunywa noma izulu liduma ngokuba intandane....uhlaziya udoti bafo
Azifani nje futhi akusiyo. Njengoba nekaMthandeni ethi inkalakatha ingafani nalena ekaKhuzani...yekani umona zinja ezingaculi
Umfudumezo straight
Bayasangana laba
Aiii nempande zakhona sebengaphika phela ontaba kaykhonjwa
Into engiythandayo lana wokuth uMthandeni akakaphawul' ngalento nabanye futhi abaculi abakayith vuuu😅😂😂sihlushwa uvucu nje olulandel' maskand ngokuchema futhi olungawqondi maskand kuth uyini😄😂😂yikhoke lubeka amabala while thina abanye sibona kuwumqondo wazo lezingoma ofanayo zona chaaa kazifani
Abalandeli mft yibo abayinkinga kulomculo
Yeah he take this song and he have never change to the song
@@LindaniMadikhisi-kzn sorry my brother mybe u don't know about the music industry you are new seriously go and get someone who can teach and clean your ear's you are deff
Ididi le comment engazwakala ,kodwa kube kufynwani kwi English enabanikazi
Kuthezekile bengaqondile
Ungithuma noma lin' izulu, ungithuma nom lidum' izulu 'Mthandeni SK'
Bamthuma noma lidum' izulu.
'Khuzani Indlamlenze'
Isizulu kasitolikwa, akukho okuntshontshiwe lapha.
Rehab iyasondela ma-red nation njalo kunina.
Ungithuma no Babemthuma
Kuphi ukufana kwabo lapha?🤔🤔🤔
Mxm ayifani lento khuphuka khuba sebeyaqala ukuhlaziya liyakhala ikhanda
MCM bamonelela uKhuuzani ngoba ephumelela
Kanti zinjani izindlebe zenu nizwa kanjani kushi ngoba umgqumeni wacula ngentombi akusafanele kube khona ocula ngayo
Ngilandela umthandeni kakhulu kusukela ngo sibiza abadlwane kodwa cha ukwefana nje kwamagama
Niphambene azifani ezingoma
SEBEHLANYELA UKHUZANI KE MANJE
Kuphinde kuthwe masicofe Suscribe kokukunya kwe page kusasaza ubuxoki.😂😂
SeniYagula bafana
Umvumo lona wakudala owaziwayo bewuvunywa bengakangeni emculweni oMthandeni noKhuzani. Awunamnukazi lomvumo noma ngabe ubani angawucula ngendlela yakhe
Kazi nathulelani ngenkathi uMthandeni ecula nge Nkalakatha
Bhutiiiiiiiiii
Mandoza owacula ngenkalakatha kuqala manje uma wazi maskandi kuphela umqondo usuke ufile
@@zamokwakhesithole Sikhuluma ngo Maskand ndoda nokufudumeza izingoma zabanye..angikho ku Kwaito or Hip Hope. Ziningi kabi izingoma abazifudumezayo abaculi baka Maskand from amanye ama genre even I Paris ka Mthandeni umfudumezo wo Mbayimbayi ka Skajava no Big Zulu
@phelelanimafuleka3854 if ukwazi lokho asikho ke isdingo sokukhuluma nge nkalakatha kaMandoza iparis akuwona umfudumezo into ekhona ama lyrics engolovane kuparis not umfudumezo cishe kuyofanele uchazelwe negama umfudumezo
@zamokwakhesithole Paris yafudunyezwa lokho ngeke kushintshe and uKhuzani owacula kuqala nge Nkalakatha before uMthandeni so angaz uphaphiswa yin...
Usangene kanye nabo. Niqhathanisa into engaqhathaniseki. Nasendulo intandane yayivele iyinkunzimalanga . Kaz uniphani lomthandeni wenu
Ayikho lento eniyishoyo nathinike kumthandeni ethatha ingoba kakhuba ethi gibela ibhasi wase yena ethi noma ungangala gede mani
Yini efanayo la?
Icala igama elith "inkuzi"
Kudala ngasho ukuthi ukhuzani unomona ufuna kube uye kuphela owenza into enhle kimaskandi
Ngoba ubungeke uzcabangele usuthatha lento ekhulunywa yilo mbhem
NINJANI BAFOWETHU LA NINGAYI NGOKUSAPHOTHA KODWA INQINISO ELIFUNEKAYO BANTWANA BENKOSI
Lelisela alijeze uyeba lenja
Kodwa anizwa nina ngenani kulayini.
They trying to find reasons to blame album
Myekeni uMgodi aysekho indaba yakhe uhleli nezihlwele manje😂😂
Mthandeni wathatha ingoma ka bhekumuz ethi Nokwanda ungithanda kanjan anikaze nikhonkothe kanj
Niyamdakelwa nina uKhuzani nxaaaa
Isela
Iyafan ncamashi
Niphika mahhala nj into efanayonj le
Kahle hle azifani lezingoma sekuwukuthu nje Phela singoqhawe lami sinaka konke,
Kunengoma kamthandeni endala yakuleyamnyaka eyayith,ABAFANA BAKUBIZA UKHANDA SHISA, LEYONGOMA LEYO IFANA NSE NEKAKHUZANI DLALA NGENTOYAMI UJABULISE INGANE.
Bekafuna ukuyicula kangcono 😅
😂😂😂😂😂 myekeni uKhuzani ake nimuyeke sekfanele nimu understande hau bafwe2😂😂😂😂😂,,akulula ukuba umculi kumele ube highly creative ngale kwalokho uzozibon ukuqeda uzogcin usuthatha nje kanje so it requires us to understand😂😂😂😂
Ayifani lengoma
Khona kuthezekile
Aiy angikhomnandi kwezokucubungula kodwa la cha! uKhuzani untshontsha emini kabha ilanga libalele....
ivakala nakum ndingamazi ncam u Maskandi
Nicingamabala niwatholi
Iyo ngqoooo
Hayi suka ningazonya lento eyifanje sdalo kodwake noma kuthiwa kuyafana kunana cz kudala azqala ingomazabantu lo enimkhlmelayo nezakhe uqobo umgodi nisaqhuba ubulima nanokufuna kubengan cha lento ayifaninjr
Naye wayithatha kuMtshengiseni nje
Ayikho leyo seniqala amanga manje nginani kulayini
Uyena ongene kuqala kulayini
BADAKIWE LABA ABASHO NJALO AZIFAN SDALO EKAMTHANDENI IBHEKE LEE EKAKHUZANI IBHEKE LA AFUNA KHONA YENA AZIFANI SDALO AYIKHO INTO EYENZIWA UKHUZAN ZINGAKHULUM LEZINJA LEZI ABASHO KE LABA ABATHI YIYO BEYOKHIPHA LEZINHLAMVU ABAZIFUNAYO KUTHI ZIKHONA ANISIYEKE NGOMAFIKIZOLO EMCULWENI NGOBA SEKUKHONA U MTHANDENI NO KHUZANI ABAWAZI UMCULO ABASHO SIBACHAZELE
Akuyona ingoma yomuntu le isisho nje lesi esidala sihlezi sishiwo so leyonto into engaculwa noma ubani ngendlela yakhe
Isisho esithini?😊
@bonokwakhemajola5144 uma ungumzulu yayazi lento into ekhulunywayo nje emakhaya kuthi ingane engenanina inkunzimalanga ithunywa ngisho izulu liduma into endala esakhula ishiwo akekhoke osengathi uma kukhona ofuna ukucula ngaleyonto akasavumelekile nobani engayicula ngendlela yakho iyekeni lento yoqhawe lami yiyona le eqhatha abaculi asithandeni umculo ngeqiniso
Mxxxxxxxm ngubhedo lo zifanaphi
Mnxm ayifani lento bazama ngayoyonke into kuthi mgodi agxekwe
Neka Mdumazi futhi lalele.yonke album
isisho lesi kwazulu badakiwe
Phezukwabo khuba sebedidekile
UKHUZANI wacula ingoma ethi Nkalakatha, uMthandeni wayicula wathi uyiNkalakatha yamampela, akungadakelwa uKhuba💙💙💙
Laba abavume induku nje kuphela
@@SandileZikhali-n9d Wena msangano ndini uyamazi umculi wekwaito uMandoza ongasekho emhlabeni eyakheke lengoma
@KingNyambose Kambe lezingoma eziw 19 ziqhathaniswa nePeris hhay iGucci
No u mthandeni wayeyithathele kucmandoza not ku mgodi
@SizweMsani-q7s Abantu abavume nje ukt uMgodi useyehluleka ngamanye amazwi usengaphansi iSkhova siyamxhifa singaphezulu
Mxm ayifani nj lento awu
Udakiwe wena
Hawuu amanga
Abathi iyafana babulawa umona
Copy n paste😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂ay thathani ama red nation niwase e rehab
Kungafana izinhlamvu zayo but utune wehlukile angibon nkinga la vele kumele utune wehluke
😂😂😂😂 inkalakatha
Walutheza olunenkume Mgodi 😮😂
Weeeeeh mxm nina
Ayifani lento
Ukukhuluma kuyefana sonke sikhuluma into efanayo emhlabeni inkulumo ziyahlangana kuya ngokuthi wena uyibaka kanjan sebeyabheda manje
Mhla ethatha ingoma kamgqumeni yena sathula😂