AmaNdebele kaMzilikazi lamaNdebele KaMusi -South Africa.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 25 ส.ค. 2024
  • Ngemva kokufuduka kwenkosi uMzilikazi isuka kwaZulu yafika yakha kwaNdebele. Ngesikhathi ifika lapho kwakubusa amakhosi amabili uSibindi noMagodongo. Wafika wacela indawo yokuhlala enkosini ebisesatshwa kakhulu uSibindi. Kodwa ngokuqhubeka kwesikhathi inkosi uMzilikazi yenza itulo lokumketula uSibindi. Ngesikhathi ehleli lana uMzilikazi ubenokucela amabutho enkosi uSibindi ukuthi bayethumba imihlambi yezinkomo, lokhu kwenza ukuthi amabutho kaSibindi ecina semthanda kakhulu uMzilikazi. Nalapho kusakhiwa uzungu lokumbulala uSibindi uMzilikazi wancediswa yiwo lawo mabutho. Ngemva kokubulala uSibindi uMzilikazi wahamba wayocela ukuhlala esigabeni senkosi uMagodongo. UMagodongo ubeyinkosi engabhodwa elemilingo, ubengena lesikhuni sivutha esizibeni ayewela ngalena kwaso silokhu sivutha. Wakwenza kwabangumdlalo lokhu lenkosi uMzilikazi, kwaba amahlandla thizeni, kodwa inkosi uMzilikazi yehluleka ukuthi ingene esizibeni iphune laso silokhu sivutha. Lokhu kwatshengisa ukuthi inkosi uMagodongo ulamandla ayedlula awenkosi yamaNtungwa. Inkosi uMzilikazi yahlala phansi lenyanga yayo uMzizi benza icebo lokuwahlutha lawo mandla. Ngemva kokuwahlutha lawomandla inkosi uMzilikazi yavele yamsusela amanqe uMagodongo. Inkosi uMzilikazi ubuse isigaba sonke saseGuateng, ingxenye yeMpumalanga, North West etc. Zonke izizwe zabeSotho, lamaNdebele besezingaphansi kombuso wakhe.

ความคิดเห็น • 52

  • @sazinimabuya4327
    @sazinimabuya4327 2 ปีที่แล้ว +4

    ngiziqhenya kakhulu ngokuba ngu Mdebele wako Bulawayo 💃💃💃💃

    • @jabumabena3588
      @jabumabena3588 ปีที่แล้ว

      Kuyafana anizazi ukuthi nisebenzisa yiphi i language.

    • @MbongeniGumede
      @MbongeniGumede ปีที่แล้ว

      @@jabumabena3588 Uyazi wumanela wena

    • @MbongeniGumede
      @MbongeniGumede ปีที่แล้ว

      @@jabumabena3588 Ubulawa yini Kathi wena

  • @patrice122
    @patrice122 ปีที่แล้ว +5

    Zim Ndebele seem to be closer to AmaZulu than SA Ndebele. Even nangenkulumo.

    • @m......7984
      @m......7984 หลายเดือนก่อน +1

      That’s because we’re literally the same people

    • @NgqobuthoNcube-c9i
      @NgqobuthoNcube-c9i 28 วันที่ผ่านมา

      Yithi abantu

  • @Bryan-co2rw
    @Bryan-co2rw 2 ปีที่แล้ว +2

    Jealousy down, the guy who is giving us this knowledge is very intelligent... Let's respect the history guys and learn more ngo mlando wethu

  • @JulyLala-uv1pj
    @JulyLala-uv1pj 9 หลายเดือนก่อน +1

    Xa kuthethwa nge kzn funeka sikhumbule ukuthi uthetha ngendawo ezimbini ezohlukene ,ie kwazulu ekuyindawo yamazulu nenkosi zawo u shaka ,dingane ,mpande njalo - njalo .xa uthetha nge Natal uthetha ngesizwe samangelengele / amahlubi kulapho uzofumana inkosi zamangelengele omthimkhulu ,mpangazitha ,ngwane ,mhlamga musi ,mpembe ( Nala) ndlovu ,dlomo,ndiyacinga angaphuma apha emahlubini (.mangelengele).amandebele Hai kumazulu Kuba nelwimi ( language ).yamandebele ifika ifane neyamahlubi example ekhethu njalo- njalo nendlela amandrebele enza ngayo xa esiya engomeni ifika ifane neyamangelengele nditsho nolanguage .so amandebele abuya e Natal Hai kwazulu

  • @ntombirikhotso
    @ntombirikhotso 11 หลายเดือนก่อน +2

    The story of Nzuza and manala sounds like Jacob and esau story 🤔

    • @Muntu2.0-uu3sm
      @Muntu2.0-uu3sm หลายเดือนก่อน

      Yes, that's why we need to verify all the stories we are told because there's a lot of distortions as a result of colonisation. A lot of Zimbabwean history has been lost compared to SA and it's a shame everytime and anytime we mention the past in Zimbabwe we want to include Christianity and yet our history did not include it before colonisation. As soon as he brought up the Cane and Abel part ngihle ngasola. I would suspect that part of the history has been distorted. And Zimbabweans love the Bible more than their own God and culture.

  • @madlozicleaningandprojects1397
    @madlozicleaningandprojects1397 ปีที่แล้ว +3

    Lendoda ididekile futhi akayedwa abathwakazi base Zimbabwe badidekile bonke. Umzilikazi akasiloni indebele nemvelaphi yakhe. Iyakuqaza lokhu.
    Iqiniso ukuthi Amandebele awodwa nabaThwakazi babodwa. Umzilikazi akasiyona inkosi yaMandebele. Kodwa uyinkosi yaBathwakazi clan

    • @jabumabena3588
      @jabumabena3588 ปีที่แล้ว +1

      Uqinisile,leminyaka elitjhumi athi umzilikazi wabusa ngayo amandebele nabesuthu akusilo iqiniso ngaleyo minyaka bekakhosele emakhosini wamandebele uthe bona awabulale wabaleka.watjhinga ngetlhagwini akazange ahlale abuse amandebele.begodu igama lamandebele walithatha emandebeleni abgafuni ukubizwa ngamantungwa ngoba asaba ushaka hayi lombhedo okhulunywa ngilomuntu akusilo iqiniso.

  • @msibiwagasa
    @msibiwagasa 10 หลายเดือนก่อน +3

    Mzilikazi is a prodigal son of the Khumalo Clan.. he was Shaka's general he ran away with his regiment not the Khumalo Clan.. Remember The about 95 surnames that come from maNtungwa mostly from the sons of Zikode who are Gasa and Magawozi. Surnames such as Mlotshwa, Msibi Ndlondlo, Nkosi Ndlangamandla, Mashinini/Guliwe, Mabaso, Ndlovu so on and so on...

    • @matabelelandbroadcastingcorpor
      @matabelelandbroadcastingcorpor  10 หลายเดือนก่อน +1

      You seem to know what you are talking about, however, you miss it when you say he only went away with his regiment and not the Khumalos. Yes he did not take with him all the Khumalos but it is not true that he only took with him his regiment. In his company he had children and women.

    • @msibiwagasa
      @msibiwagasa 10 หลายเดือนก่อน +1

      Yes true some of his family went with him and yes Mzilikazi is the diamond in the Mntungwa/Khumalo nation..

  • @jabumabena3588
    @jabumabena3588 ปีที่แล้ว +2

    Udakiwe lo umzilikazi bekadlula akazange abusa amandebele.kunimehluko phakathi kokuhlala nokudlula indowo yomuntu kukulapho afele khona la afike wahlala khona nesizwe sakhe.

    • @sheltonnkomo1499
      @sheltonnkomo1499 9 หลายเดือนก่อน

      Umzilikazi waBusa empumalanga lase North west before alubhekise eZimbabwe after a long battle nama Bhunu.

    • @nkathaprojectsmultitrading6203
      @nkathaprojectsmultitrading6203 8 หลายเดือนก่อน +1

      Wabusa ngoba wathola inkosi yaMaNala u Sibindi, wambulala

  • @emmanuelkhonziwe3609
    @emmanuelkhonziwe3609 4 หลายเดือนก่อน

    My brother i think you are very informed but!!! There is a guy here from the South african Ndebele who is a chief check him out. His name is chilizi and Visimusi nanas skhosana. Those stories you talking about About the fire and the river i think you wrong the

  • @makhorubhiyo4053
    @makhorubhiyo4053 ปีที่แล้ว

    Ukungabhali lokhu. Sesithwele nzima ngamanga. Laba oself made historians are making up history

  • @JulyLala-uv1pj
    @JulyLala-uv1pj 9 หลายเดือนก่อน

    Mhlanga ka musi beyinkosi yamangelengele isizwe namhlanje esaziwa ngokuthi ngamahlubi ,isibongo sakwa mhlanga ka musi uyasifumana emahlubini ase mount fletcher namuhla ,ngisho nesibongo Sama Nala ompembe abaphemba umlilo emanzini ,

  • @user-vb9su9nx3o
    @user-vb9su9nx3o ปีที่แล้ว +1

    Very informative ❤

    • @msibiwagasa
      @msibiwagasa 10 หลายเดือนก่อน

      And misleading as well..

  • @Prince_Pringl3
    @Prince_Pringl3 ปีที่แล้ว

    udakiwe wena

  • @AlfredNcube
    @AlfredNcube 2 ปีที่แล้ว +1

    Oksalayo abasifuni eSatafrika

    • @matabelelandbroadcastingcorpor
      @matabelelandbroadcastingcorpor  2 ปีที่แล้ว +3

      I think we need to look beyond that, kungani sifuna ukufunwa?

    • @sydkhumbu51
      @sydkhumbu51 2 ปีที่แล้ว

      Yingoba niya ganga anihloniphi nisfutha ngale rumba yeni yini leyo insimbi zehwane,ndolwane, futhi anikwazi nokucula nibanga umsindo , your guest uyaphazama before ushaka they was no Zulu king Shaka is the founder of Zulu

    • @matabelelandbroadcastingcorpor
      @matabelelandbroadcastingcorpor  2 ปีที่แล้ว +1

      @@sydkhumbu51 ngubani uJama, ubeyini uSenzangakhona? Umuntu oqale ukubutha amabutho nguNdaba, so awungeke usitshele lutho, awazi lutho.

    • @matabelelandbroadcastingcorpor
      @matabelelandbroadcastingcorpor  2 ปีที่แล้ว

      UZwide ubengasiyo inkosi na? UDingiswayo ubengeyona inkosi na?

    • @sazzydee1553
      @sazzydee1553 2 ปีที่แล้ว

      Whether you like them or not, that doesn't change history... Besides who said they want ukufunwa kkkkkk

  • @msibiwagasa
    @msibiwagasa 10 หลายเดือนก่อน

    Mashobane is brother to Gasa kaZikode and Magawozi kaZikode.. not all of them went to the Ndwandwes..

  • @killerbea334life6
    @killerbea334life6 ปีที่แล้ว +1

    The man tell the history but he tells it incorrect mzilikazi stayed with amanala and told them he will need the amy to fight against shaka and and told magondongwe the same thing and he took sibindi best army to hunt and killed it in the bush. The he went to magondongwe but magondongwe had long sent his army away from his village because he did not want to fight shaka. So mzilikazi attacked magondongwe village as it had less army than his. He kidnapped magondongwe and his son who were in the village and took mloyi. The army saw a smoke coming from the village and headed back home and found their village burned they chase after mzilikazi and maneged to defeat the lower class warriors but failed against mzilikazi and his best army wher their king was held captive as they where exhausted.mzilikazi went to amanala and attacked and killed king sibindi.he went north where he was faced with a battle between him and sibindi brother chief mavula. Where chief mavula winned 2 battle against mzilikazi but in the 3rd battle mzilikazi winned and killed chief mavula and took his followers.mzilikazi headed north to fight the basotho,pedi,thswana tribes. And no mzilikazi did not rule all the ndebele.because after magondongwe was kidnapped the amanzunza would place somdeyi as regent for tjambowe(sokhulumi) . Mzilikazi killed their kings and fled he did not rule over the ndebele nation

  • @mthelisincube3125
    @mthelisincube3125 11 หลายเดือนก่อน

    Inkokoni yiyo imbhuduma

  • @jenniferngwenya2537
    @jenniferngwenya2537 2 ปีที่แล้ว

    Ah indaba yakho le izima ngoba lapha kungathi usitsyela ngendaba ese Bible . U Isaka umntaka Jakobe waye thethe u Rabeka wazala u Jakobe lo Esau. U Isaka esesizwa ukuthi wayesekhulile walungisela ukubusisa u Esau kodwa u Rabeka wezwa wahle wagijima waya biza u Jakobe ukuthi ayebusiswa u Esau esaye zingela inyamazana eyayifunwa ngu Esau .u Jakobe wabusiswa ngu yise owaye ngasa boni owakhumbula ukuthi ngu Esau. Yikho mina iyangixaka ngoba konke lokho yinto eyenzakala endlini ka Abraham. Ngicela keliyi khangelisise lindaba.

  • @HlengiweNompumelelo-xo4yy
    @HlengiweNompumelelo-xo4yy ปีที่แล้ว +1

    Next time when u speak about Nzunzas and Manala. Please ensure that one of us is there to represent us. U are misleading chief

  • @mduduzimabhena-rm9lc
    @mduduzimabhena-rm9lc ปีที่แล้ว

    😂 😂 😂 😂 😂 😂 Amanga angasukumi phansi lomfo udibanisa izinto ezimbili ezingafani kkkkkkkkkkkkkkkkk😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅

    • @bekezelandlovu3888
      @bekezelandlovu3888 11 หลายเดือนก่อน

      So y dont you debate it then???,brings yozzzzzz simple

  • @zain2432
    @zain2432 ปีที่แล้ว +1

    This guy is talking nonsense and l don't understand your part when you say Mzilikazi is not a Zulu and how do you know, even the surnames of kzn are there in Bulawayo Zimbabwe, l think this guy must stop creating history.. l'm proud to be a Ndebele 😚

  • @vusi9349
    @vusi9349 11 หลายเดือนก่อน +1

    Kkkkkk I don't anything here, kahlekahle niqondukuthi ningabakwazulu or ningamazulu? Because you like to be called Zulus.

    • @user-dz4nr4my6w
      @user-dz4nr4my6w 11 หลายเดือนก่อน

      Asisomazulu mfo, singamandebele...ilanguage iyahambelana nje

    • @vusi9349
      @vusi9349 11 หลายเดือนก่อน

      @@user-dz4nr4my6w okay bro kodwa lanandebele wa la e Sauth Africa ayaniphika, bathi aniwona amandebele how? It is confusing because you all ndebeles but you are not under the same king how can you to us so that we understand it better. Ok let me just give you any example: swatis(swazis), kukhona amaswati Wa la e mzantsi, nase swatini , bonke I kingdom yabo yileyaa yase swatini. Amashangan to add! La Wa la e Sauth Africa nabase Mozambique they all talk about one kingdom; which is Gaza kingdom. But you as ndebeles you are totally divided how? I'm curious.

    • @msibiwagasa
      @msibiwagasa 10 หลายเดือนก่อน +1

      Emandebele ase-Zim awahlobani newaseSouth Africa, kepha bonke bamaNguni just like all Ngunis under Mswati/Dlamini and same with the Zulus...

    • @vusi9349
      @vusi9349 10 หลายเดือนก่อน

      @@msibiwagasa I'm not talking about ngunis, I'm talking about ndebeles from two different countries.

    • @vusi9349
      @vusi9349 10 หลายเดือนก่อน

      @@msibiwagasa let me give an example:sauth African sothos and Lesotho sothos they all bashoeshwe, shangans from Mozambique and sauth Africans they all Magaza, swatis from eswatini and sauth Africans they all mangwane under the same kingdom. So if you say abahlobene kepha bonke bangamandebele ?????