Uma kuwukut awukhaleli khona ukuqashwa yini pho ungahambeli ama renk udlalele abalandeli bakho? Unamanga ufuna okusasentshana😂😂😂. Kanti akucala ke ukufuna imali mkhulu,imali siphila ngayo sonke ungazenzi ncono woooh
Uqinisile uBobo ku Facebook iningi lama group ka masikandi abaphethwe abalandeli baKhuzani n if uposta ngomuntu ozondwa uKhuzani bayayikhipha leyo posti or nawe baku blocke
Kuyinto nje esijwayelekile nje ukuthi umuntu uma kukhona into engamhambeli kahle azikhohlise ngokuthi someone must be blamed or used as a scapegoat "Imvu yomhlatshelo" especially lo yena izinto zakhe ezimhambela kahle or kanconywana. Bangaki nje abantu impilo yabo engabahambeli kahle ngenxa yokuthi vele nabo abafaki enough effort bese bethi bayathakathwa? La ku Maskandi mabili amasayidi elokuqala kukhona ithuku-Khuzani side especially uma kukubhedela, uShinge nalapho singekho khona isdingo, ukhiphe amagama alumelayo abangwa uMona neNzondo sometimes neNdlala especially kwi-social media into ebuhlungu ngalaba bayakuthanda kakhulu futhi ukuShinga kodwa manje inkinga abakwazi ukuShinga ngengoma bakwazi ukuShinga nge-Social media kphela besekubakhona inaka umsebenzi wakho side eloKhuzani-ke lelo side bese uShinga ngengoma uma kumele uShinge hhay nge-social media
Washaya kwabola.....Dankooo Bobo...🤣🤝🏽🥂
Uzama ukukhuphuka ngo Khuba
Fuseg wena ukhuba wamasimba@@juniorgumede3206
Ukhule Bhuti uBobo ngyakuzwa mina 🤝🙏🏻🤝🤞🏻ukhuluma into esile ✅✅mawuthi umculo wakho uyaba philisa abanye abantu
Sawbona qhawe. Syabonga ukuba nawe nokubuka Ama video ale Channel kukhulu lokho kithi .
singajabula ukuzoncokola nawe ku Le Tv
Kunjalo ulibeka obala iqiniso
How can you believe one side of the story?
@@syabongakhoza1015How can you believe one side of the story?
23:06 23:06 23:07 23:07 23:08 23:09 23:09
Sengaty ungazama ukulungisa lesimo weDlamlenze uma kungukuty unalo ulwazi ngalezinkulumo,angicabangi ukuty kumnandi futy kuhle ukukhala komunye umuntu ngenxa yakho ube wena uphumelela,bayakthanda abantu kodwa kmele bakthande ngeqiniso not ngokunyathela abanye abantu,siyawthanda umaskandi lo eniphila ngawo so akangakhali kanje omunye umbhemu ngenxa yabanye benu,ayibe ncane zinsizwa
Waze walikhuluma iqiniso qhawe Lami mahle amazwi ayakha futhi siyabonga
Uyindoda bhut bobo❤syakuthanda thin enquthu ngibong iqiniso😊💃❤
Vele ukhuzan ngutsots lomfana
Iqiniso lelo ngoba singabalandeli siphawula yonke into futhi okunye ukwenza kwethu kuyaba qhatha abaculi.mina ngithi khuluma Bobo okusenhliziyweni ungesabi nhlamba ayinama theli muntu.
Bayoze bambone loKhuzani....wavalela noMdumazi kwathula umoya....uph xoki mpungose up!!
Yes@gugumlaba6162 uqinisile bangamethuki uBobo ababa bize bonke sibone ukuthi uBobo ukhuluma into engikho .singayi ngokuthi sithanda bani istory sinama side awu 2.
Ayikho into ebuhlungu njengokubona umuntu okhule ezabalaza ecindezela ozamayo ngoba yena esekahle empilweni kubi lokho uwazi umzabalazo ewu
Usekhona kanti umnt ophilayo ongancethezi phela abaningi baqomile
Uyinja khuzani yekela ukuvalela bantu wonke umuntu uzama impilo njengawe fuseg nje ngobunja
u Dlubheke wake wayikhuluma indaba ka Khuzani
Soyomkhumbula u DLUBHEKE kdala aybona lento.....
kade ayibona vele bayadina labantu abanomona
Uqinisile Bobo iMpucuzeko kwathiwa i world cup yoMaksandi..ngyakuzwa mina mfw2
Mina from 2014, 2015, 2016 and 2017 ngihamba imicimbi sangikhumbula ngibona uncence emcimbin kamaskandi😅😂😅😂🙆♂️Ay ncence Musa ukusixhaphaza ndoda cula wena uyeke ukuklabalasa ngoba uthi khono lakho shaya hip efanayo nekamafilizolo sokusaphotja kodua mawusamemeza kanje ay ngeke sidlale ngamadata ethu nemali zethu emcimbini
Vele uKhuzan unomona wokuzalwa
Ngiyakuzwa mina kodwa abalandeli abangalungile ngokweseka umuntu noma esenza okungalungile,ngoba iqiniso nje noma ngabe uziphilisa noma ngayiphi indlela kodwa lokho akungalimazi inhliziyo/imphefumulo yabanye abantu.
Kwaqala dlubheke , manje suku bobo, khuzani akayke lento ayenzayo sekuyazwela manje
Bafethu ngizoba mubi kodwa engizokusho naku. Ngicela nithi noma nokwempana kanje nihlonophe omaskandi abadala kunani. Phuza Hashi Thwalufu nabanye abangasekho😢 nake nezwa besilwa befungelana? Niyawubulala uMaskandi khuzekani futhi akenihloniphane❤ kubi lokhu esikubonayo siyazi lento iqale kuphi wayilwa Bhodloza asazi manje ubani uzoyilamula.
Uma kuwukut awukhaleli khona ukuqashwa yini pho ungahambeli ama renk udlalele abalandeli bakho?
Unamanga ufuna okusasentshana😂😂😂.
Kanti akucala ke ukufuna imali mkhulu,imali siphila ngayo sonke ungazenzi ncono woooh
Kunengoma yalo mfo ethi Dali ungavumi ngiceli uhlale nami )) uma lengoma yaculwa ngukhuzani ngabe iyadunyiswa Koda ke ngoba iculwa umuntu ongna balandeli umsikandi ufile ngoba manje akusalandelwa Ngoma sekulandelea umuntu sikhathele ngalawo manyala
Yey kwaze kwanzima emhlabeni ngenxa yomona...ayikho into eyenzeka ebumnyameni engeke yavela ekkhanyeni...sibonile nangoDecember makncanyulwa unaka kut kwenzakalan sonje kancane kancane kuyavela
How can you believe one side of the story?
Bakithi yezani umculo wena niphume kukhuzani yazi ingakho ningaphumeleli nje nibophe izinhluziyo isphiwo sikakhuzani ngeke usithathe kent naye ngeke asithathe esakho
Okhuzan bayoGcina ngokuDizela abahleli bemiCimbi kanti sobeMbula beMbozile cz syazi bawuThwalela umculo ingakho benjena ukhuzan umculo akawazi lokho kwaziwa noma thina sazi intsizwa
Yathi INdidane ixaphaza abaculi ibabhonya ngengoma yashiwo ngawo wonke amagama sekuKhuzane ubhonye abafana bayakhala manje kunzima lokhu kwaseMandaba akumdingi umuntu oweak 😂
ukhuluma iqiniso ubobo umbhedo nje lento cz akuyena yedwa ubobo onalenkinga uyalimala umculo wakithi 🤞
Vele uyaphapha uKhuzani uhlezi enza ngathi yonke into ingaye..Khuzani la okhona yehlela ngezansi mfethu musa uklimaza ezinye izngane uhlezi usineka ubala kahle kahle uNomona bhuti nokukhulu ukubhimba
Wenzen uKhuzani guys vele mawsuphumelele baningi abantu abakubeka amabala mina angiyizwa into ephathekayo eshiwo ilo,uBobo yedwan ongekho ebholeni
Ukhaliswa ukuth waposter video wathi akasezi kwigcwalisa,manje usola ukth ilokho and uyasola ,ushaywa isazelo lo and waz nokth abalandeli begcokama masizakala ngalokho shuth vele wayekqondile lokho mnje ushaywa isazelo
Akusuye ubobo yedwa baning abakhakayo baning abasazokhala.....
Lesikhathi osiqeda nezintatheli ngabe uyenzile ihit eyi single track 😅😅
k'yang'jabulisa uk'bona abantu abagolozayo uk'qabula iNdunu kaKhuzani
Dlala ingoma ungabanaki qhawe.Unayo ingoma syakwazi🤙
😂😂😂😂😂Sokweseka
😂 😂 😂 Udinwe ngempela uBobo futh uyabona ukt Kade ayebekezele
I hear you BOBO, Unkulunkulu uzoksiza❤❤
😂yeyii loo mbhemu uzolwa izimpi zakhe ko Facebook uke Wamzama kusondela eduze naye wangamthola nikhulume nodwa mbhemu mngafuni skuphendule 😂wena uzonda ukhuzani thina siyakubona nje into eyenza bekudubule ematekisini ukukhuluma kakhulu upkhulume uyphikise ukhohlw kuthi utheni wena uthi ingoma zakhe ziyabheda kune zakho lol😂😂
Uyazihlupha webobo ngeke syeke ukumlandela khuzani noma nimgxeka nimubeka amabala singakuye
Kwakusiza bakithi ukukhuluma ngoKhuzani buka nje uvelile kade ungasaziwa mhlampe nephalishi uzolithola
I like indlela ophethe ngayo le-show wePresenter,
UBobo angvumelani naye futhi angphikisani naye bayolungisa bona izimpi zabo noKhuzani.
Ingani wena wawuphapha ucheme noMthandeni wanele wakubhoshela uMthandeni sewuyanhlanhlatha ufuna ukuzwelwa nooooh kahle Bobo ubuxoki bukuwe
Ngu Mbuzen Mkhize wakhala ngomona kaKhuzani nguMdumazi yiso leso liGcokama uMntuyenziwa yiso leso Dlubheke yiso leso Smiso yiso leso noMgube wakhala ngawo umona kuKhuzan nangu noBobo ukhala ngawo umona abaMageza bakhala ngomona kuKhuzan kanti nhlobon yomuntu le ogqilaza bantu kanjena ngomona nje uwodwa Cha unawo mpela umona yena siyamazi
Akasebenze lobhut empilweni mele uyeke ukugxeka abanye abantu ngokungaphumeleli kwakho .wakhetha ukucula angith cula ke .abantu bethenge .ngeke uvuke nje imali isendlin .mele usebenze kanzima .thengisa ama cd nje mft .uma usuqala manje ukulwa nabantu ukuyaphambili kuncane .ukuhlazana akwakhi bhuti .
Kumele uye kuKhuzani niyilungise ngoba nawe kukhona okwaziyo okwaphatha kabi UKhuzani uyeke ukumeya ulokhu umbiza ngengane nangoMfana laphayana emculweni awusebenzi ubunsizwa bomgangela ukuthi awubesani.
Uzama uDumo lo ayikho lenyo yakhe
Siyabonga Bob ukucacisa khonake baningi abakhala ngoMcineka noKhuzani sasikuthanda useneBhova impela siyalimala ngokuvalelwa kwakho
Baningi inkinga bayasaba ngoba bancenge iphalishi
Singakhohlisani bafwethu ukhuzani vele izenzo zakhe azizinhle neze
Inkinga bafo abantu abalifuni iqiniso kanti why yena Khuzani ehlezi etotoswa nangu Skweletu noma engayibekanga yawonda kodwa uyambona unenkinga
Yazi bhuti uqinisile iphi nje imfezi uphill udlubheka jo lobhuti
Khona la uDlubheke owakhuluma khona inkulumo efanayo nekaMfanawepiki
Lakuthinte khona khuzani mpungose kuyangcola kubole futhi
💔 Ku buhlungu lokhu okwenzekayo uyafa umculo kamaskandi
Hayi kodwa since I was born ngonyaka😮wo 80s ànkaze ngizwe abaculi bomaskant belwa kanje hay Cha musani ukwenza kanje akenibuyele ezweni lokhokho nibe nokuthula bakithi ukulwa nokucekana akume bambisanani madoda bayanihleka abantu bakwamanye amazed nginithanda nonke baculi kodwa ukuthula engathi aninako mina engikucelayo ukuthula Cha?
Ume njalo Bobo nalaba abakuthukayo bakuthukiswa ukuthi ukhuluma ngesithandwa sabo. Inkinga kulomculo kamasikandi vele akuliwa nabaculi ilezinduna ezibolile
Niyoze nimbone uwumoshile umculo
Ngokuthini?
Umehluko kakhuzani ukwazi ukshaya ashayisise kugcine kungasaphikiseki ngengoma ulwe ngomlomo
Aii khuzani ungcolile mfana vele usebenzela uSathane
LoKhuzani njalo nje yena akasali lapho kunezinsolo Khona zobukhonyovu.
Ayy Bobo mfw2 ngyakuzwa mina but ngeke bakuzwe laba abachemile.
Indoda endala evalelwa yingane😅😅😅
Cula ndoda ingoma ezokukhulumel
Indlala ibanga ulaka ulambile uBobo ucasha ngabalandeli bakhe naningazi ukt uzoshona Umgqumeni
😂😂ayii mfoka mhlongo ngani uthe awulambile nje manje zilambile ingane zakho manje mfoka njomane silalele kuphi boss yami lol 😂😂😂
Niyoze nikholwe lokhuzani inkinga unamanga unomona ufuna ukudla yedwa
Washo uDlubheke nakhoke sekvela okunye namhlanje
Manje makukuthi ukhuzani ubusa e page(ini) lezingqwele engavuma kanjani ukuthi ku post umthandeni khona??
UKUMBON SK EPOST LPHA?
Mina engingakutho kubobo nakhu "zikhulumele bhuti mawungabonikahle. Nomthandeni wazilwela badansela isginxi sakhe skhuluma nje. Up lapho Bobo
I don't think uBobo engakhuluma kanje ekhuluma into engekho ngizwelana nawe mfowethu kodwa kuzolunga uNkulunkulu uzokuvulela iminyango eminhle
Bobo siyawuthanda umculo wakho ungapheli mandla uhlale kushuni wakho
Ukhuzani wabonakala ngokuqamuka nombhedo wengoma eyahlukanisa unyaka kwabe kuwumbhedo nje leyangoma dedela abanye khuzan sikubonile ubheda khuzani
Indoda lena yamadoda uNkuluNkulu uyiphile ukuhlakanipha neqiniso usaphila noma ungadlula emuhlabeni uyibekile induku ebandla Amandla❤
Wayibeka ngesisoka lento bhuti Bobo ngyakuzwa mina❤
Uqinisile uBobo ku Facebook iningi lama group ka masikandi abaphethwe abalandeli baKhuzani n if uposta ngomuntu ozondwa uKhuzani bayayikhipha leyo posti or nawe baku blocke
Lena ayibhekwe ,IL ungizwe lana yonakele khona mina ngyanithanda maqhawe ami
Bonke labaculi bayamsukela oDlubheke abasaqashwa nguye uKhuzani uwubulele uMaskandi mina nje suyangiphuma ngenxa yakhe
Mculo woDlubheke no Bobo awthengwa ndawo ,bazoqashelwa?😂😂😂😂
@@footballresultsworldwide7164unabo ubufakazi balokho?
Khuzani ukhohlakele angisamthandi nje mina usile angizwani nomuntu ozenza ngathi usile mina Cha✋
Inxeba lendoda alihlekwa nami ngozabalaza ekhaya bonke babhekemina
Baningi abaculi abakhala ngo Mcineka no Khuzani abanye bayesaba ukuphumela obala 😎
Ngihlezi ngizibuza kuthi kwenzekani ngobobo ngoba uyacula ingoma zakhe zimnandi nkinga bayakuchathela kakhulu...sohlezi sikuseka Bobo up lapho
Iyiphi ingoma kaBobo emnandi
Why singazazi ingoma zakhe?
@@KhulekaniMaphalala Ingoba ungu skru nje ingakho ungazazi
@@luyandachala9086 iyiphi ingoma ka Bobo emnandi wema njeh uma kungathiwa uya emcimbini la kukhona uBobo iyiphi ingoma ongafisa ukuthi ayidlale emnandi
Ngiyaqala ukubona lNzizwa ukhuluma kanje akuyena umuntu womsindo pliz khuba hlehla ndoda endleleni kaBobo
uKhuzani nabangani bakhe bayawubulala umculo
Khuzani must fall😢
Unkulunkulu ukhona mfwethu, ngelinye ilanga uyophumelela 🙏
Into engenabufakazi asiyeseki thina lokhu oku okukhulumayo asikwazi tina wena cela itorho uqashwe uphume kubantu😂😂😂😂😂 yeyi khuba bayokubulala abantu sebezivezile
😂😂😂😂😂 hawu yeyeeeeeeni
Kodwa amaciko aba nazo inqinamba if eziveza angeke sbaphikise. Ukhombise ukuba yindoda ngba vele laba fana abanye baqomile nabalandeli. Sikude thina sisebenza amafemu akesibayeke abaziyo
Ithi eyami ingama kabobo ukubumpilo iyabuyela emuva benzofunda ngiqede iskolo
Mmm💪💪🥰
Ayinuki ingosiwanga akuqali ngoBobo noDlubheke wayisho lento angeke ke bonke abantu bebhede shuthi uKhuzani uyavalelana emicimbini
Lahamba idlamanzi bafana nasala nibuthwala ubunzima bafana, ibhlungu lento kodwake kulungile🙌🙌😢😢
Njomane bhut cha ngibonga nje ukut ukhuluma iqiniso lokho kyokwenza uphumelele njalo emculweni bhut ❤
Khuzani ake nawe uzinuke amakhwapha akusizi ukuvela ungumuntu right but behind closed doors khona okwanzayo.
Angisho ukuthi khona okwanzayo kodwa hhayi sekukhalwe kakhulu ngawe. Ufana nengane evikelwa abazali bethi iziphethe kahle kanti uma ingekho phambi kwabo iyisigebengu.
Kodwa nibadala madoda, hlalan phansi ikhulunywe indaba ngoba .
Izingoma zikaKhuzani siyaz'thanda kanjalo futhi nezakho Bobo.
Khuluman madoda uma kungakhulumeki nithathe iynduku madoda nidelisane inkani umgangela usekhona phela
Ngibonga ukuzethemba kwakho mfoka Mhlongo ngokumela iqiniso sengibonga ubunsizwa bakho kuyasho ukuthi uphuma esandleni sebhovaa❤❤
Khuzani wazifaka kudala isigcwagcwa kubantu.....bayoze bambone uputshasi lo
Yhooo yaza yahlakanipha nantsi indoda madoda thina bantu abamnyama siyacinizelana
Yena mani Khuzani uwubulele umculo mina ngiyabonga ubobo kuthi agonyuluke yabonga kuleyondawo
Ngempela baningi inkinga bayasaba abanye ngoba bancenge iphalishi
Manje bhutto mdala awukhulumi ngani nabo khuzani ,ulungisi loludaba lwakho ?asizu ksiza ngalutho lutho solalela nje.nantsi lock down ivale thaaqa
Bobo siku bambile kwelika mthwakazi ngunkosi khonale zimbabwe ndimi lowo khuphuka zisahlala kawe buhleni lase bubini🎉🎉
Ukhuzane kudala awubulala umaskande baphi oDlubheka abantu babecula ai kancane ufuna kulalelwe lomdokwe wakhe
Cha njomane ngingumlandeli kakhuba and ngingumthandi womculo kamaskandi kodwa lena engiyizwayo ingiphathakabi kakhulu 💔💔💔sengathi ingalungiseka mfethu imbi futhi ubuhlungu kakhulu
Mna ngimangazwa ukth uDlubheke wakhala ngalo khuzani
Wema blue nation animthuki ngani uBobo lo? Or senikhathele izinhlamba or niyayizwisisa lento aykhulumayo? Ezinye izinto anozibheka kahle bafwe2 yebo izinsolo lezi kdw akukona okokuqala zivela ngoMgodi & zimbi.
Sesiphezu kwakhe.
Kuyinto nje esijwayelekile nje ukuthi umuntu uma kukhona into engamhambeli kahle azikhohlise ngokuthi someone must be blamed or used as a scapegoat "Imvu yomhlatshelo" especially lo yena izinto zakhe ezimhambela kahle or kanconywana. Bangaki nje abantu impilo yabo engabahambeli kahle ngenxa yokuthi vele nabo abafaki enough effort bese bethi bayathakathwa? La ku Maskandi mabili amasayidi elokuqala kukhona ithuku-Khuzani side especially uma kukubhedela, uShinge nalapho singekho khona isdingo, ukhiphe amagama alumelayo abangwa uMona neNzondo sometimes neNdlala especially kwi-social media into ebuhlungu ngalaba bayakuthanda kakhulu futhi ukuShinga kodwa manje inkinga abakwazi ukuShinga ngengoma bakwazi ukuShinga nge-Social media kphela besekubakhona inaka umsebenzi wakho side eloKhuzani-ke lelo side bese uShinga ngengoma uma kumele uShinge hhay nge-social media
Kodwake Bobo bowungeke uhlale phansi no Khuzani noMcineka nilungise loludaba
Mina bengimlalela khuzani kodwa manje angisamdlali dololo ngoba akafuni hlulwa mntu
Mfwethu
uyabeda yena manje ?
Injalo nje I even delated his tracks 🚮🚮
😂😂😂😂😂 ngiyathanda lapho akukho mculo la ongoKhuzani fuseeeeeeki akahambe athathelento ayithathayo ayeke ukubulala umculo wezinye ingane
😂😂 Ay mina bengingaz nakwaz ukt waxabana noKhuzani emculweni ngakugcina usagida neBhova, iqiniso lihle bafethu uyabona kini nonke enasebenza noMgqumeni kukhona okwakmele bengaculi nje sdalo hhayi ngoba ningakwazi cha niyekele abanephimbo nesphiwo manje nakhetha ukb wosomathuba ngoba nazi ukt niyaziwa 🤞 vele kwakungeke kunilungele ngokfana bafwethu aniphiwanga nonke khona izimpoqa bugagu oShilisi bayehla istaff legame ngoba iyashisa
Aiii iyacula lendoda ubobo ngeke ayeke futhi uyohlezi eyibhaxabula ingoma zimnandi ingoma zakhe ubobo umfana wepiki
Sikhuluma nje baphi odlubheke baqedwa ngubani nguye lo umadlamandla endidane
Naku TH-cam naku Sportfy bavinjwa uKhuzani iyiphi ingoma kaDlubheke ene million uKhuzani wonk loyo
Nama Cd ayevinjwa uKhuzani ngoba nakuwona asizange sizwe smanga
Ngkhalela uDlubheke
😂😂😂😂😂nangubobo ezokhala culandoda zyaculezinyinganelangaphandle
Mina ngngimlandela ukhuzani ungicasule ngalomona wakhe waze wauveza ngisho nakumthandeni last year unomona loya munt angisamfuni kabi
Uqinisile uBoBo