Well done ngane zami Okunye nje engikucelayo Nizame I Qembu lababantwana abashiya emakhaya bayodla ama DRUGS Operation Buyela ekhaya Watching from England
Udlame lubi nje noma ngabe lenzeka kubani lo cc akaboshwe hayi bo elimaze omunye kanje akaye kubo futhi lo manje uzohlala ngenkani emzini womuntu ngingowesifazane impela kodwa nje ay bo😊
Ukuxosha kanjani kini wena awumuxoshi ulindeni vele xosha leyonto uzofa uhlaleleni kini kuthiwani kubo bhuti impilo yakho le mxoshe akuyena umfazi wakho intombi le
Well done ngane zami
Okunye nje engikucelayo Nizame I Qembu lababantwana abashiya emakhaya bayodla ama DRUGS
Operation Buyela ekhaya
Watching from England
Siyabonga kakhulu bafetu ngokuphakama nimsize omnye umuntu uma enengxaki lingalunga izwe uma ningasukuma kanje kubo bonke abantu.
Yooo losisi kushukuthi Naye ubesephuzile esenesi bindi kodwanje ikhambi ukuthi aboshwe nokuthi akahambe kwalobhuti ngoba isigcino uzombulala ngenxa yesikhwrle esingenasidingo💔💔💔🥱
Bonke ubuhlungu buya enhliziyweni nabo abaslisa banazo izinyembezi ayiyekwe lento yokuthi amadoda awakhalani siyabonga kabakwa Thuleleleni sakha isizwe amadoda mawakhulume danko
Hayi indaba enamankwebevu both side.Akagoduke lomadakwana kasisi abahlukane asap.ngoba nizobulalana.Ubhuti akasale kubo and lonhuti akaye eclinic.😮😮
Udlame lubi nje noma ngabe lenzeka kubani lo cc akaboshwe hayi bo elimaze omunye kanje akaye kubo futhi lo manje uzohlala ngenkani emzini womuntu ngingowesifazane impela kodwa nje ay bo😊
Sezoqasha ucc kanti Ungowaphi 😮Nobhuti ngathi Akazazi naye Idliso nje leli.. Lwesihlanu lukude Webhuti Auu😊
Ayi bo lo cc isibindi esingaka ubhti usamgcinile ngobani akamxoshe abuyele kubo abashadile
Khahlelani ....lesos,ndindwa . Sigoduke ..siyolamba kubo .....siyoshisa abafowabo kubo
Ngicela namba yaka Thuleleni tv ngicela uszo please 🙏🙏😢
No no, ubhuti akaphume kulosisi, ukuthi wake waba usizo kuye akusho ukuthi akenze kanje,ekugcineni uzom'bulala,bhut akazi ukuthi mpilo yakhe iza kuqala,Awukho umuzi uma kuphuza wonke umuntu,akaphume bakithi usisi ashiye ubhuti kubo finish.
Nidakwa nonke. Akekho okhuza omunye. Akuliwe nempande......
Phumà kuye niphuzà nonkè uzodla upoison ufe wena .
Usavelaphi umuntu oshisa indoda ngamanzi abilayo.Awugoduke lomgulukudu wesidakwa angaze abulale lobhuti futhi afikeb amkhiphe amaphoyisa angamshiyi.😢😢
Dr Felemntwini🙏
Ei umkipito jesuu
Ukube bekuwumuntu wesilisa lo oshise owesifazane ngamanzi abilayo bekuzophuma izimoto eziwu 2 zizomubopha
Mabayekane tu kuba bazosuka babulalane
Akaboshwe locc ngoba next time uzokubulala uyingozi awukwazi ukuthi ulinyazwe umuntu bese engafuni ukuphinda kubo mayexoshwa
Lesoskhathi lomama akafun ukuhamba..so ekgcineni uzobulalwa..so cc muka b4 okubi kukyehlela😢
Akahambe aye Kubo losisi
Cha ngingayxoxa ejele impela umuntu alimaze umntakama kanjena 😢😢
Oh sham bra yimpilo uzakubulala lomama myeke bra and gcobisa irama lesnaf uzaphola bra
Lamantombazana abaqedile abantwana bethu ngemithi bayathithiza nje umasekufuneka baphume kulobudlelwano babo obubhedayo 😢
Unzima umkipito inkinga nisuk nithi niyathandan and nigcine shuthi senijwayelene ngalendlela bese kwenzeka izinto ezibuhlungu kanje ngoba nathi besifazane siyabulawa manje mhlampe u cc ubethi uyazivikel kanti useyona kakhulu
Akahamb usisi angaz aboshwe ngb mubheka bayahlukumezan bobabil njengob bephuza bobabil
Just 62 comment's ibonisa ngempela ukuthi asisho lutho makulinyazwa kuhlukumezwa amadoda😢
Tjoooo he need to open case
Sorry my brother
Asiyingeni eyakho nina nidakwa utshwala sikhuluma ngezinto ezi serouly la
Umkipito nje awukaze ubusiseke. Uhlala kanjan nomuntu u17yrs ungamgani🤔.Uma umuntu ekuhlukumeza phuma kuye, regardless of ukuthi umuntu weslisa or wesfazane.
Kubuhlungu ngempel
Akuyena unkosikazi low o unombiliyane akaboshwe iskhohlakali amaphoyisa awayeke ukusivuna ngoba siyona Nathi futhi akashadile sibuhlungu bhuti uzosizakala
Lento ibuhlungu nobhuti wam ubhekene nayo akaphephile namaphoyisa ababa bophi labo sisi bathi uyindoda endala kangaka kunini baya enkantolo icala aliyi phambili
Isibindi esingaka😮
Nikipitelani vele nizodela ngoba nihlala sakshada
Ukuxosha kanjani kini wena awumuxoshi ulindeni vele xosha leyonto uzofa uhlaleleni kini kuthiwani kubo bhuti impilo yakho le mxoshe akuyena umfazi wakho intombi le
Akaboshwe losathane😢😢😢 uyanginyanyisa
Akukho kwa comments bcz yindoda ilimele bcz zithule zonke izifebe
MKhwanazi 🎉🎉🎉
Weee, wothi osigebengu sakho sikushise ngamanzi. Uma bekungunkosikazi noma umfazi wakho ubengeke akwenze lokho. Ukwehlisa isothunzi samakhosikazi lokho.
Mkhiphe endlini
xoshani leyonja ibuyele kubo.
Akabuyele Kubo islima Lo çc uzoklimaza manje uzofa akahambe
Kwaze kwabuhlungu ei
Akaphume isigcino uzokubulala mxoshe buti.
Those wounds need hospital they will get septic
Syfis nibuyis ama feedback bakith mes besizakele abantu bo ❤😢
Ayi uyahlekisa lo boeti ungaphum kini kusale umuntu
KWABA UTSHWALA BANI VELE?????
USAMUTHANDA NA?😂
Yes kakhulu 😂❤
😂😂😂😂@@bongythwala9840
LOL UTHENA EI WANZIMA KUPHENDULA LOMBUZO TLTLTLTLT
😅😅😅😅😅😅 uyajola kanti ?
Moshe
Intombi yakhe ay unkosikazi
Kwaz kwabuhlungu shame, kodwa naye lobhuti uyangimangaza if ebuzwa ukuz usamthanda bt he's undecided, hlukana nalomuntu otherwise khona ozofa phakathi kwenu.
Akwe nixoshe leyongcanga Eshise ingane ..yomuntu...ngamanzi...ihambe iyokhonkotha kubo kwayo ...
Yislima sendoda lesi .Kona ungaze uvele lapha emoyeni uzokhuluma lododi nismoshela amadada loswayini .cosha lomuntu uma ungasamfuni siphukuphuku
😂😂😂😂😂😂
Loswayin😂😂😂
Hai bo njalo ngoba kungave kunguwe khuluma kanjani mawukhuluma kanje
Waze wanodlamd ke nje nawe. Angithi kunomthetho omnikeza igunya lokuthi ahlale lo. Ngoba wamkhipha ngokungemthetho yilendoda esenkingeni. Kumele aboshwe nje losisi.
Wee
Koda bashiswa kangaka abantu besilisa
Ibuhlungu lento
Follow up please